Kushuthi there is bad Dlozi and good Dlozi ,emasontweni amanye ubezwa idlozi idlangangozi uzilandela izinkinga, sekuyacaca manje.lamhlabeni sihlangana nabanye abantu abangahlambulukile nge ke kuhlez kukhanya.
Cha washaya Sbani, sithi Nkomooose, lento isobala okwempahla yembuzi, ngoba siyabaphupha abaphilayo nabangasekho okukanye belethe umlayezo or bejabule nje kumnandi. Ngizothi nje uyaligeqa igula uma usikhanyisela kanje. God bless kuleyondawo and forward ngesintu sethu ndlensudu.
Sawubona Baba ,ngiwase Swaziland 🇸🇿, ngiyabonga kakhulu kwati lomehluko ai ku clean 👌 👏 siyabonga
Siyabonga Baba kuzwakele
Ameni baba ngiyabonga izimfundizo zakho
Siyabonga baba siyafunda ngempela ngokukhuluma isiZulu
Siyabonga
🙏
you put it so well Siya bonga baba.. African religion ngiyo le .... the Truth is Amadlozi is the Spirits that lives inside a human being..
Siyabonga Sbani Samathongo. Ake nihlalisane phansi nomngani wakho iMpunga YeSintu nithole i common understanding ngaloludaba ukuze singadideki njengabalandeli benu. Siyabonga Nkomose.
Bhuti ungadideki ngoba winds ukuthi impunga yesintu kukhuluma ikhehla elingawona umthandazi kanti isibani samathongo siyathandaza....okusho ukuthi Uma ezwa izwi likhuluma uzothi isithunywa....kanti impunga ithi isidalwa ngoba vele kudaliwe ngale ukuthi lomuntu ahlezi enawe......
@@mbusobiyela629 ngiyezwa, ngiyabonga impendulo yakho . Kodwa, sithini iSbani Samathonga sona mayelana nalombuzo wam? Noma mhlwawumbe sithumele wena ukuthi usiphendulele?
@Kwazi Ngcobo Nami ngbona kanjalo mfoka Mapholoba ngb bonke inhloso yabo ukusisiza
Yoh waze wangikhanyisela Sbane Samathongo ngikuyo le ndlela
Siyabonga ukuthola iqiniso besidukile silahlekile namhlanje sekuyakhanya bha😊
Ngiyabonga kakhulu😊
Asibonge mhlonitshwa
Wonderful presentation Mkhulu
Kushuthi there is bad Dlozi and good Dlozi ,emasontweni amanye ubezwa idlozi idlangangozi uzilandela izinkinga, sekuyacaca manje.lamhlabeni sihlangana nabanye abantu abangahlambulukile nge ke kuhlez kukhanya.
Siyabonga Baba
Kade belokhu besidlisa udaka siyabonga❤
Dankie ngiyabonga😊
Sabonga Baba
Yaz mina Bekade ndibabona mandibaphupha, kodwa manje sengizwa izwi kuphela ngvuke ngazi ukuth kade ngikhuluma noban kodwa abe engavelanga as an emage, ncela ukbuza ichaza ukuthin
Awww sbani samathongo..siyabulela mtomdala ngemfundiso zakho..ucacisa kakuhle
Cha washaya Sbani, sithi Nkomooose, lento isobala okwempahla yembuzi, ngoba siyabaphupha abaphilayo nabangasekho okukanye belethe umlayezo or bejabule nje kumnandi. Ngizothi nje uyaligeqa igula uma usikhanyisela kanje. God bless kuleyondawo and forward ngesintu sethu ndlensudu.
Wanemba futhi wayihlaba esikhonkosini 🙏🏻👏
Ngiyabonga it's Dolly here thank you very much appreciated
Ngiyabonga
Hi mkhulu ngicela ukubuza kuyezeka ulibone ngamehlo idlozi ngiva ngiyesaba ngoba lelizwi lithi ngikhuleke ngiqinise ngoba isimo ayiso siyesabeka ngisho umama wami osewadlula emhlabeni uyaye akhale athi akazi noma lesimo ayiso lomuntu okanye idlozi ngozokwazi ukubhekana naso
Thandaza kuzokhanya
Yoh yazin I love what am hearing!!! Thank you ❤️ very much
Ngiyabonga
Baba nkomose 👏👏👏
Indaba yeSthunywa ayizwakali kahle mkhulu.....sicela uyinabe kahle
Dibanto!!!! 🙌
Wangelapha mkhulu. Ayidingi ukoniwa👏👏
Wangisho ngajabula
Siyabonga nkomose
Siyabonga Nkomose ngimfundiso zakho
Kuyezwakala mkhulu
How do you know idlozi elikombethe ukuthi linjani liwubani lifunani
Intle Mkhuluwa uyibekile "onendlebe uvile"
Camagu Mkhulu.
Hmmm! Sibani samaThongo! Walichaza udaba lwe-Dlozi, i-Thongo ne-S'thunywa kwakhanya-Bhaaa! 💡💡💡
Thokoza. Bengicela ukubuza ukuthi kwenzeka yini ukuthi umuntu aphathwe yedlozi, ithongo lesthunywa?
Icacile mnewethu 🙌🏾
Nkomooooseee😊👏
Ngikuthandani👏👏
😊
Ay Mkhulu, ay ngath uyaphambanisa. Kubona bonke abantu wena ngath usho okunye nje
Yini oyizwa iphambene?
Sbani samathonga ngicela ukubuza ukuthi yini umsebenzi wethongo, uma idlozi ligade impilo yakho?
Mnewethu wayibeka yacaca seke ngahletshelwa nami kuthi emandulo kwakuthi umuntu medlulile emhlabeni kube khona imbuzi yokumgeza ngoba izindlela zakhe abezihamba zisuke zingaziwa, wayaye agezwe acelelwe nokuthi amathongo amamukele ashwelezelwe naseziphambukweni zakhe kanye nasemacaleni awenza esaphila ngokwenyama...
Ngiyabonga khehla, kuyaca manje
Mina into engixakayo ngenkolo yesintu ukuthi, kungani idlozi lizosifuna izinto, kube umsebenzi walo ukusebenzela thina nezifiso zethu. Manje usuxakekile ngezimali uzama ukulungisela idlozi izinto zalo
Lento ikanje mfweetu thina esiphila emhlabeni siyabadinga nabo futhi badinga thina idlozi elihlambulukile alikuvaleli izinto kodwa abantu abahamba benomona they do
Asbonge, icacile.
Iyhooo xakethi asiyophuza amanzi emlanjeni?
Uychaze kakhe kakhulu lendaba sbani
Ngku mkhulu lihlambulula njn iDlozi
@@AsandaMaAsie-mk3gu nangenkukhu uyakwazi ukulihlambulula
Thokoza mkhulu, ngabe kuchaza ukuthini uma umuntu elandelwa ilanga, ngabe usuke enedlozi noma isithunywa, ngabe uyathwasa yena? Noma isipho sakhe isiphi?
I’m confused about isithunywa. 💀
Mkhulu
Ntomb'ziyam'ncumela, asibonge ulwazi osipha lona. Ebese ngibuza, mina umabantu bakithi bethumela imiyalezo (cishe asemathathu amaphupho), bayeke baveze abangani bami abakhulu ekade ngabagcina (angazi noma basaphila yini), uma kungamaphupho abantu benghlasela ngivikelwa umngani, uma kuyiphupho lokukhuleka emanzini kuvele inyoka emhlophe nokuphuzi ingalwi, nginomunye umngani omkhulu naye ongamgcina ngimncane. Ingabe bayizithunywa noma ithonga liziveza ngabantu abasondelene nami?
Ithongo liziveza ngabo
@@sbanisamathongo3180 Nkomose 🙋🏿♂️
Mkhulu ukhona muntu ongenalo idlozi or ithonga? Or isthunywa
Akekho
UMA PHUPHA EBUSUKU KUSUKE KUFIKE ONJANI