Mfu Shozi - Indaba yemfene kaMngomezulu

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 19 ม.ค. 2020
  • Umfundisi wayefakaza esikhumbuzweni senkosi iLanga ngo-2013 eNelisiwe.

ความคิดเห็น • 18

  • @siphomathe8210
    @siphomathe8210 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngicela Uma kunendlela yo download ningazise ukuthi ngingayithola kanjani bandla

  • @nomsangubane836
    @nomsangubane836 4 ปีที่แล้ว +2

    Ameeen

  • @sphegoba3693
    @sphegoba3693 4 ปีที่แล้ว +4

    Siyabonga ngalezinkonzo ezikanje sicela nizafe nezinsimbi ibamnandi ka khulu with insimbi kwi background

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว

      Zikhona Mbambo noma usho nakwezinye ezilandelayo na ?

    • @sphegoba3693
      @sphegoba3693 4 ปีที่แล้ว

      @@shembesermonary7244 nakwezinye ezilandelayo MntaneNkosi

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว

      @@sphegoba3693 Noma ngingeke ngikuthembise kodwa ngizozama ukuthi isicelo sakho ngisifeze.

    • @sphegoba3693
      @sphegoba3693 4 ปีที่แล้ว

      @@shembesermonary7244 awuzame nsizwa yezulu kade ngazilinda lezinkonzo

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว

      @@sphegoba3693 Khululeka ngapho konke makwenzeka ngendlela engihlele ngayo,usuku nosuku kuzoba nenkonzo yakhona. Ngisizeke nganeyakwethu u-share le-channel kuFacebook wakh ema-group(ini) nami ngiyojabula mungenza njalo.

  • @sbusisosthembiso5797
    @sbusisosthembiso5797 4 ปีที่แล้ว +3

    Insimbi bafethu ningazi faki isicelo nje

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว

      Hawu Mnewethu isizathu esenza ufake lesis'celo ngabe isiphi na?

    • @sphelelecele1470
      @sphelelecele1470 4 ปีที่แล้ว +2

      Noma ke zithi ukubaphansi kancane akuzwakali kahle

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว +1

      @@sphelelecele1470 👏Sozama ukwenza kanjalo, sifunda ngamaphutha, siyabonga ngesiluleko esakhayo. 👏Magaye

  • @biggz5108
    @biggz5108 4 ปีที่แล้ว +7

    ngicela umah kungasiyona inkinga ningawufaki umculo on the videos, it disturbs an ample amount of concentration. angilwi.

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว +5

      Sifunda ngamaphutha mnewethu ngiyabonga kakhulu ngeseluleko ngiyathembisa ngokulandelayo ngizokwenza kancono.

    • @biggz5108
      @biggz5108 4 ปีที่แล้ว +3

      @@shembesermonary7244 thank you for understanding mntakamkhulu

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว +2

      @@biggz5108 kubonga mina

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 ปีที่แล้ว

      Engathi kungaba yi video please

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 ปีที่แล้ว

      Yebo siyacela sonke