INdaba yangomhlaka_3 April : Mfundisi Shozi July 2020

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 3 ก.ค. 2020
  • INkonzo kaBaba uMfundisi Shozi ngesikhathi se Lockdown efakaza ngokuthi impela uShembe unguNkulunkulu. Siyathemba le video nizoyithokozela. Ningakhohlwa uku Subscribe.Ni like bese niya Comment. UNyazi lunigcine njalo. Inkosi ithele umusa.

ความคิดเห็น • 41

  • @vuyisilengwenya
    @vuyisilengwenya 4 ปีที่แล้ว +16

    Baba unyazi ngiyamthada ufundisi ushozi inkosi imkhulise ngoba uneqiniso

  • @msahnjapha3131
    @msahnjapha3131 4 ปีที่แล้ว +8

    Ameeen uiNgcwele Nyazi Lwezulu.

  • @noziphokubheka9560
    @noziphokubheka9560 4 ปีที่แล้ว +11

    Syabonga ukudla komphefumulo, ngizwa ngilapheka ngingakoyiqedi intshumayelo. Inkosi ikukhumbule mfundisi wenkosi. 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @lindilendlovu5687
    @lindilendlovu5687 4 ปีที่แล้ว +4

    Ay madoda Mfundisi🌻siyabonga intshumayelo, Shembe Is The Way

  • @ntobengcobo3497
    @ntobengcobo3497 4 ปีที่แล้ว +6

    Amen 🙏🏾, syabonga amazwi amnandi.

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 4 ปีที่แล้ว +9

    UShembe uNyazi Lwezulu siphila ngalo

  • @andilecheetah2194
    @andilecheetah2194 4 ปีที่แล้ว +10

    Luyingcwele UNyazi LweZulu Amen🙏

  • @sebenzilekayombo6103
    @sebenzilekayombo6103 4 ปีที่แล้ว +5

    Amen siyabonga mfundisi wenkosi

  • @mbuzelibuyani7148
    @mbuzelibuyani7148 4 ปีที่แล้ว +5

    Siyazibongela Mfundisi wenkosi, uNyazi lukubusise

  • @slimngomathobeka6203
    @slimngomathobeka6203 4 ปีที่แล้ว +2

    Amen Rev Shozi syabonga amazwi amnandi uNyazilwezulu uNkulunkulu wethu EBuhleni akuthume wona ngyazicelela nam Nkosiyamakhosi ukt ngingalibaĺi iskhath sokuthandaza

  • @mukesam6053
    @mukesam6053 4 ปีที่แล้ว +2

    Amen uyingcwele inkosi enkulu yaseBuhleni bamanazaretha uNyaziLwezulu ameeeeeeen🙏🙏🙏🙏

  • @sozabekasozabe1599
    @sozabekasozabe1599 4 ปีที่แล้ว +7

    Akekho ofana noNyazi

  • @nkosinathizulu9313
    @nkosinathizulu9313 4 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga kuMfundisi uShozi, ngenkonzo enhle kakhulu asipheyo, ngokuthunywa yiNkosi eNkulu yaseBuhleni uNyaziLweZulu. Wayendlala kahle Mfundisi weNkosi, wacikoza ngezwi. Ameeen

  • @blessingluvuno8587
    @blessingluvuno8587 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngicela ongangipha igama lomculi oshaya lezinsimbi ezikhala ngemumva. Akuyena uMjinti noma uMorgan bancwele. Nokuthi awazi alikho icala.

  • @user-uk7np3mh8r

    Rev shoi syabonga amen and amen

  • @silindilemthethwa5896
    @silindilemthethwa5896 4 ปีที่แล้ว +3

    Shembe ongcwele amahle amazwi uwathume uMfundisi 🙏shembe uze ubenathi njalo 💔

  • @sibongilemabaso7521
    @sibongilemabaso7521 4 ปีที่แล้ว +2

    Amen,ezinganyakaziswa yilutho ke lezi,suka madoda,'ungasiletheli mfishimfishi la'

  • @nellycebekhulu5604
    @nellycebekhulu5604 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Rev Shozi iyasithinta bo lentshumayelo

  • @nhlanhlamahlangu8367
    @nhlanhlamahlangu8367 4 ปีที่แล้ว +4

    Shembe is the way 🙏🙏

  • @sizwemokhele3470
    @sizwemokhele3470 4 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga amen baba. Ngengama lenkosi unyazi lezulu inkosi ikubusise