Inombolo Inkolo ka Sathane

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 21 ก.พ. 2024
  • Inombolo inkolo ka Sathane.
    #trending
    #podcast
    #transformation

ความคิดเห็น • 231

  • @siphosimelane2214
    @siphosimelane2214 5 หลายเดือนก่อน +29

    Please watch the ads good people 🎉

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Yes please 🙏

    • @DeepChatswith
      @DeepChatswith 5 หลายเดือนก่อน

      Can't watch ads because I have premium

    • @lwandlezondi9658
      @lwandlezondi9658 5 หลายเดือนก่อน

      Manje nami kune ndaba engifisa uyixoxe kodwa ungangisho ngoba ibucayi kakhulu

  • @mrgubhela9397
    @mrgubhela9397 5 หลายเดือนก่อน +9

    Yaxolisa bafo yazi kudala ngibukela lokhu waqala kodwa zange nga like.
    Like bafo

  • @buhlesiyanda5904
    @buhlesiyanda5904 5 หลายเดือนก่อน +22

    People please like while watching 👀 it doesn't cost a cent

  • @noziphokhumalo6090
    @noziphokhumalo6090 5 หลายเดือนก่อน +11

    Kuyichilo futhi akubusisekile kodwa Menzisto akukho ukucelela umuntu uhambo oluhle! Akukho ukuphenduka ngalekwethuna. Noma umgcwabo ungahlonipheka wenziwe ngesikholwa kodwa awusayishintshi uhambo lukamufi. Uumuntu indlela uyilungisa esaphila.❤

    • @philanigabriel
      @philanigabriel 5 หลายเดือนก่อน +2

      Comment of the year❤❤
      Jesus is the way,the truth and the lige

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Kuyezwakala.

    • @noziphokhumalo6090
      @noziphokhumalo6090 5 หลายเดือนก่อน

      @@philanigabriel ngiyabonga bhuti

  • @user-sm6gd9xp8u
    @user-sm6gd9xp8u 5 หลายเดือนก่อน +10

    Syabonga kakhul bhuti nokusivula mehlo ngoba okunye sikwenza ngokungabinalo ulwazi 🙏

  • @user-mt3tg6oo2y
    @user-mt3tg6oo2y 5 หลายเดือนก่อน +9

    Praise the LORD. You are save because our Almighty God is in control of our lives. Be blessed MC

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 5 หลายเดือนก่อน +3

    Impela kuningi esingakwazi la emhlabeni ngiyayiqalake le kamaDakeni siyabonga ukusikhanyisela.

  • @bonganidlamini4523
    @bonganidlamini4523 5 หลายเดือนก่อน +16

    Hi,Mc Menzisto great show Bra,can you please invite Nanie Matsoso so that he can narrate his story apparently he says wayivala incwadi yama-27 so i dont know if he is the last27 alive or what,can you please have him on the show

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +6

      Hola🤟
      Point taken siyabonga kakhulu bhuti🤝

    • @lucymthembu7021
      @lucymthembu7021 5 หลายเดือนก่อน +2

      Will also ask Nani to you bhuti it will be very interesting.and he agrees it's a cult and he does not like it.

  • @user-yg2xp5px3y
    @user-yg2xp5px3y 2 หลายเดือนก่อน +1

    Madakeni yhooo sizwe esimnyama asivule amehlo

  • @sabelolamula2428
    @sabelolamula2428 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga ngane yakwethu ukusiqwashisa ngezinto sometimes esingazinaki.

  • @nkosimasinga1051
    @nkosimasinga1051 5 หลายเดือนก่อน +2

    Eish this is touching umuntu uyahlonishwa kuzothwe maseshonile ukuduka kwabantu nokuthanda izinto ezimbi!

  • @skhumbuzomali
    @skhumbuzomali 5 หลายเดือนก่อน +15

    Bra yam keep up the good work, to educate and improve their life 👏🙏

  • @sandilemntungwa1538
    @sandilemntungwa1538 5 หลายเดือนก่อน +2

    Noma kushone iphisi umuntu ozingelayo sebeza nezinja zizungeze ibhokisi lakhe,lafa elihle kakhulu

  • @nonkah
    @nonkah 5 หลายเดือนก่อน +5

    siyabonga MC, ulwazi osipha lona lujulile futhi sibonga isibindi sakho yize izinto ezika nje zingase zikufake enkingeni kepha usiza thina ukuze sibuke impilo ngendlela esijike ngayo❤‍🔥❤ unkulunkulu ekusibekele.

  • @TRANSFORMERS363
    @TRANSFORMERS363 5 หลายเดือนก่อน +11

    I listened to an interview from one of the podcasts where a child was short and died during that shooting nonsense ….so heartbreaking

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Kwaze kwabuhlungu ukuzwa lokho and yonke lento idalwa ilombhedo walento so let's hope kuyohamba kuphele.

    • @philanigabriel
      @philanigabriel 5 หลายเดือนก่อน +2

      Can you please share the link

  • @sizwe1088
    @sizwe1088 5 หลายเดือนก่อน +2

    Iqiniso lihle bhuti thina Bantu senza okuphambene nentando kaNkulunkulu , ngakho Ker Sonke thina Bantu esingabenzi bokubi ukhona umvuzo wethu ngale kwethuna lowo mvuzo ukukhala nokugedla kwamazinyo
    Abantu abalahle inkolo yobu Sathane bashiye nenkanuko yasemhlabeni baphendukele kuJehovah basebenzele usindiso lomphefumulo wam

  • @karabomolefe9737
    @karabomolefe9737 5 หลายเดือนก่อน +3

    Yazi izinto ezikhulunya iloMphefumulo ukuze ufise ukuthi singat kungathiwa zifundwa uMhlabawonke, kakhulukazi kuBantu balelibala lethu eliNsundu ngoba Kahle Kahle isizwe esiduke kakhulu ilesi Sabebala eliNsundu sesingakhohlisana nje kodwa silahlekile. Sidwanguza ebumnyameni.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Ngelinye ilanga zizofinyelela umhlaba wonke I believe.

  • @siramat76
    @siramat76 5 หลายเดือนก่อน +9

    Well said Mhlekazi wam, what a good story teller

  • @mandlagumede4947
    @mandlagumede4947 5 หลายเดือนก่อน +6

    Sanibona transformers. Siyaxolisa bhuti, sengi likile 😉

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Unjani Mandla🤟
      Siyabonga mfwethu nge support 🤝

    • @mandlagumede4947
      @mandlagumede4947 5 หลายเดือนก่อน +1

      Thanks bhuti double like for this one
      Ngiyafisa abantu bayilalele kahle le episode

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 5 หลายเดือนก่อน +6

    Bhuti omdala delivering to the utmost ❤ excellent 👌 content and creativity

  • @LeitsonMaseko
    @LeitsonMaseko 4 วันที่ผ่านมา

    This story is great ! Keep it up

  • @landvellm445
    @landvellm445 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga cebekhulu

  • @Ka_Langa
    @Ka_Langa 5 หลายเดือนก่อน +1

    Liked and ads not skipped while watching.

  • @LungisaniNyembe-op9hd
    @LungisaniNyembe-op9hd 5 หลายเดือนก่อน +4

    Syabonga ngesfundo esihle ngoba inkolo kasathan iwukchitha igazi

  • @user-pj7ld3je5k
    @user-pj7ld3je5k 5 หลายเดือนก่อน +3

    Thumbs up. Sobering truth. Silahlekile isizwe esimnyama

  • @alwa-zwide
    @alwa-zwide 5 หลายเดือนก่อน +2

    May our LIVING God Jehovah bless you abundantly for educating about the numbers

  • @user-ic2mm3yz9e
    @user-ic2mm3yz9e 5 หลายเดือนก่อน +2

    Watching from cape town more love and respect bra wam keep going ❤✊💪

  • @philanindumiso8347
    @philanindumiso8347 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngigcine ngaybuka le movies ye ANIMAL FARM and ngafunda okuningi bhuti, but imnandi kakhulu mayichazwa nguwe.😊

  • @mvuselelomncube2867
    @mvuselelomncube2867 5 หลายเดือนก่อน +3

    Aw Gobeni, Nsele Zikode kaPhikela unwele olude mfwethu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Mfwethu ngiyabonga kakhulu 🙏
      Uphile nawe🤝

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 5 หลายเดือนก่อน +1

    My people are perishing because of lack of knowledge says the Lord, we thank God for u bhuti as u are spreading the knowledge than umuntu enze azi

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla 5 หลายเดือนก่อน +7

    May God bless and protect you, MC🙏. Information oyphethe ibalulekile.

  • @Supadiski5
    @Supadiski5 5 หลายเดือนก่อน +5

    Asbonge🎉❤

  • @ZOE_NtombiYoMancwabe
    @ZOE_NtombiYoMancwabe 5 หลายเดือนก่อน +4

    I have to agree with you bhuti. And often the military structure of it makes me wonder ukuthi if government wasn't in charge... who would rule and how? It's so terrifying because the Number system can operate in such a case. You're right. It's very evil.

  • @luvuyongingi4273
    @luvuyongingi4273 5 หลายเดือนก่อน +1

    Keep up the good work

  • @thisiscolbert3007
    @thisiscolbert3007 5 หลายเดือนก่อน +7

    Siyabonga Cebekhulu.

  • @sbongisenimdletshe2302
    @sbongisenimdletshe2302 5 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga Lindamkhonto mahle kakhulu amagama

  • @papoletw
    @papoletw 5 หลายเดือนก่อน +2

    What a very educational post mfokaCebekhulu. Thank you so much

  • @michaelndlovu7734
    @michaelndlovu7734 5 หลายเดือนก่อน +2

    Powerful my brother....l always tell people that Jehovah is the teacher and he set the syllabus and who ever does not follow the instructions its simple they will fail no negotiations or what so ever ...even Satan the devil wont be there for them on the judgement day....

  • @philanindumiso8347
    @philanindumiso8347 5 หลายเดือนก่อน +3

    Kazi umadakeni owenzeni loyo😅😅😅

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yebo bhutiomdala, excellent infor, Danko Malume, ons se met jou altyd, good maar ❤

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 5 หลายเดือนก่อน +3

    Uybekile bhuti kunjalo nje akujiki nongathandi uyoze athande🔥👌

  • @khayatokwe
    @khayatokwe 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ukuswela ulwazi sisifo esiyingozi buti omdala abantu abazixhobisi ngolwazi especially ngo Nkulunkulu balukhangela lonke ulwazi kodwa bayamziba u Nkulunkulu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Uqinisile mfwethu asizihluphi nakancane singabantu and iyasilimaza leyonto 🙌

  • @sinethembamagasela1833
    @sinethembamagasela1833 5 หลายเดือนก่อน +3

    MC Menzisto keep up the good work sir. ❤🙏

  • @gcinilekhumalo1994
    @gcinilekhumalo1994 2 หลายเดือนก่อน

    Mmm syabonga ngalokhu ,kuchitheka kwegazi nje kusho isivumelwano esithile kusobalake kubulala ngenhloso okwasathane lokho. Nkulunkulu kabulali muntu

  • @sbongisenindawonde6559
    @sbongisenindawonde6559 5 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga MC Menzisto for raising indaba yezibhamu eziqhunyiswayo namantombazane anqunu iyasithunaza isintu sethu

  • @user-rw7dc5es6w
    @user-rw7dc5es6w 5 หลายเดือนก่อน +3

    Mina ngazukuthi umuntu mangabe ephila impilo engeyinhle emehlweni abantu njengalokhu okubalile baba kufuneka mangabe esehambile emhlabeni bese ecelelwa intethelelo noma yena engazange akubone kuwrong kodwa abaphilayo esefile mabamucelele intethelelo ngoba mabenza okubi okuyinto abeyenza nithi akaye ebumunyameni bakhe ngoba imisebenzi yomuntu iyamulandela ezinsukwini zakhe zokuphila nezokufa mukholelwa nasedlozini nithi amukelwe kanjani emundenini efika kuqhuma izibhamu na

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      You missed the point right there mfwethu.

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g 5 หลายเดือนก่อน +1

    Yakuzwa bhut uma kushon umntu akulul ubavimbe basuke badubul kanyekanye khon kubuhlung

  • @user-qy3bt8py8n
    @user-qy3bt8py8n 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngyabonga mc my brother uyasiqwashisa ngezinkulumo zakho zinhle ziyasakha. Vele inkolo kasathane leyo ngeke ngiphinde ngyenze nakwanye sengobaqwashisa

  • @peaches2703
    @peaches2703 5 หลายเดือนก่อน +3

    Baba Mc Menzisto ngicela ungixoxela ngalokhu okushiwo mlisa ongakushongo la kule podcast

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Kumele ungithinte eceleni njengoba ngishilo.

    • @peaches2703
      @peaches2703 5 หลายเดือนก่อน

      @@TransformationLive1 👍

    • @peaches2703
      @peaches2703 5 หลายเดือนก่อน

      @@TransformationLive1 uthintwa kanjan eceleni Bhuti?

  • @housemusic977
    @housemusic977 5 หลายเดือนก่อน +1

    Sengi likile Mc bengingaz kubalulekike from today sengizojwenza njalo

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Danki mfwethu siyabonga kakhulu 🤝🤝🤝

  • @mthobelijames8593
    @mthobelijames8593 4 หลายเดือนก่อน

    Woow

  • @idahkhuzwayo1108
    @idahkhuzwayo1108 5 หลายเดือนก่อน

    Thank you for the information and mostly talking about God🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @thuladumakude2511
    @thuladumakude2511 5 หลายเดือนก่อน +1

    Awuu webhuti siyabonga walimela iqiniso yebo inombolo inkolo kasathane abantu bafela ebumnyameni noma uNkuluNkulu esefikile ezokukhululA cha wena ufela enombolweni kunzima bafwethu uphike uNkuluNkulu impela ngenxa yenombolo🥴🥴

  • @lindrishtsapho1539
    @lindrishtsapho1539 5 หลายเดือนก่อน

    So true bhuti wam . Utshoyona ngqo

  • @siphamandlasithole3243
    @siphamandlasithole3243 5 หลายเดือนก่อน +1

    Sawubona bafo, ngicela uzame ukuletha umuntu obeyi-28 kodwa osewayishintsha impilo yakhe, azokhuluma ngenombolo yase 28, futhi axwayise abantu ngobungozi wokuthanda inombolo ungakazwe wabhoshwa.

  • @mkhulisimathe6830
    @mkhulisimathe6830 5 หลายเดือนก่อน +2

    Asbonge bhut

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 5 หลายเดือนก่อน +1

    Cha kodwa uyakwazi ukubeka Indaba kahle ngisazokulethela eyami kodwa ibucayana

  • @sbongamageja2317
    @sbongamageja2317 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngiyayizwa le ndaba ake nami ngibeke ngoko mkhakha womsebenzi izibhamu into esisenza ngazo not ngokuganga kuyela myaka kwake kwasaka izinsinzwa esasisenza nazo enkundleni zibulawa izigebengu ngo suku siyombeka sacela emndeni ukuthi sizokwenza into enjengaleya ngendlela eya safety kumphakathi wonkana so angazi noma sasenza okuyikhoni bakwethu

  • @TRANSFORMERS363
    @TRANSFORMERS363 5 หลายเดือนก่อน +3

    This is a very profound and educational message however people who believe in these numbers do not believe in the Lord our Saviour

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Kunjalo impela.

    • @ludacrees
      @ludacrees 5 หลายเดือนก่อน

      These numbers are and is their lord and savior

  • @julietesther6510
    @julietesther6510 5 หลายเดือนก่อน +2

    On my point of view I think the pastor is right by doing so and he is honestly, cause the soul needs to be sent where the deceased was working for 😢 then later on maybe the soul will decide to accept Evangeli and be forgiven the sins,then that soul will be resurrected to one of the family but that will be a clean soul or it will come back as mdliwa and the family will have maybe to slaughter mbuzi and ask forgiveness on his behalf from his forefathers so that he can be able to be with them 🙏

    • @NdodaElungileyo-gw4eb
      @NdodaElungileyo-gw4eb 5 หลายเดือนก่อน

      Umntu xa efile ufile akukho ukuxolelwa ulinde i judgement kuphela ngoku. Sanulahleka.

  • @jabulanicele3657
    @jabulanicele3657 5 หลายเดือนก่อน

    Ngiyathokoza mnewethu ukuba uyithinte eyemimoya ngenlathi umuntu ebekwa. Lapha umuntu uma esethule kusuke kukhona ubuyena (uqobo lwakhe). Ubuyena buyisakhiwo sakhe esisuke sisakhungathekile (engumkhungatheka). Bese kuba khona uMoya (ongamathuku amabili aqhubanayo elibovu neliluhlaza okwesibhakabhaka). Uqobo lomuntu uma lusakhungathekile, luthathanoma yini eyemziwayo, lilalela lenze noma yini eshowoyo. Yilaphoke oluthi uma lunikwa iziqubulo zenombolo kumbe lubuyiselwa emikhubeni ekade ingalungile abeyenza esadla anhlamvana, lubeselweduka unomphelo, lungabe lusayibona indlela. Uma ke Sebekhuza izaga abadukisinje kuphela uqobo lomuntu, kodwa bathatha noMoya, wakhe ukuba ungayi lapho okade uzoya khona, uphinde uyoba yisisebenzi esiqinisa lenkolo ekade esondelene nayo, enza okwenziwayo kuyona kodwa engaqondi. Sikhumbule keukuthi uQobo /UbuYena bomuntu yilokhuokuthiwa kuyisithutha (ngoba kusuke kusakhungathekile). Ngifisa ukuma lapha okwamanje. Kuningi okuhlalukayo kulenkulumo yakho. Ume njalo Mnewethu ulokhu ufundisa isizwe. Noma izimbibizane nezimbuyisela muva zikubhibiza, ungapheli amandla, wakha isizwe.

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 5 หลายเดือนก่อน +2

    💞💞💞

  • @phumlaniphura7203
    @phumlaniphura7203 5 หลายเดือนก่อน +2

    Wena MC ungowasekhaya uyakhuthaza mntakwethu

  • @bafanakhumalo1511
    @bafanakhumalo1511 5 หลายเดือนก่อน +1

    Lento yokuthatha inombolo ngaphakathi ejele isiwe ngaphandle akusiwona umthetho wangempela

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 5 หลายเดือนก่อน +2

    Veza bhuti leyo ncwadi to hell with madakeni ngamasatanist bonke labo- akuguquki- those demons out- madakeni out to abyss 😅

  • @gloriaciliwe6762
    @gloriaciliwe6762 5 หลายเดือนก่อน +4

    Let's fear Our Father God Jesus Christ and Holy Spirit.

  • @user-jn2pi5eo3v
    @user-jn2pi5eo3v 5 หลายเดือนก่อน

    Hhayi Cenekhulu kufanele baqobole ngoba vele akufanele bangcwatshwe abafundisi kufanele bangcwabane bodwa kuyiphutha vele ukubangcwaba.

  • @ZaneleLembethe-io8or
    @ZaneleLembethe-io8or 5 หลายเดือนก่อน +2

    Sawubona m.. cha ziyafundisa izindaba ozixoxayo ngicela ukwaz kith ngingenzakanjan uma ngifis ukukubhalela udabalwam

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Uyaphila sisi.
      For whatsapp and calls:
      076 292 0313
      Ngithinte kuleyo number.

  • @sakhisizwesakhindovela1503
    @sakhisizwesakhindovela1503 5 หลายเดือนก่อน +1

    keep up the good work Bhut wam, thank you

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yaz Cebekhulu wayithinta lendaba…sikhonza izinto esingazazi amagama esiwabizayo namaSign esiwenzayo,zivela lukhulu ngathi

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Uqinisile mfo and it's so sad yazi and akukho okungenziwa ngoba abantu bazifaka bona.

  • @siyandamnguni6011
    @siyandamnguni6011 5 หลายเดือนก่อน +2

    Present Mr Bulu ✋️

  • @unathingqoba7144
    @unathingqoba7144 5 หลายเดือนก่อน

    Madakeni, Ngxathu, Mkhwezeli, Mshushisi wezintaba, sgqoko sentsimbhi , Jenene , double engen yase Mpumalanga

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 5 หลายเดือนก่อน

    Sekubukeka engathi kuyisiko into kuyikhuba yabantu umuntu afike adutshulwe ebaleka aze afe ekhala ngaso lesi sikhali nangosuku lwakhe lokugcina lokubekwa nelokubuyiselwa nkuNkulunkulu owasibumba ngawo umhlabathi ngalo lelolanga siphinde simjahe ngaso isikhali uyophinde akhohlwe kodwa okwamehlela ngiyafisa engathi singakuqonda sikuhloniphe ngokuyikho ayingalendlela enjeyana.

  • @ntiyiso985
    @ntiyiso985 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mina I like before Ni twelela xitori🎉❤,Ni tlhela ndzi languta Nati ads.

  • @thobza1106
    @thobza1106 5 หลายเดือนก่อน +2

    Time is the answer to all your questions, there will be time where we will no longer have iinkabis as we have iinkabis all over the streets and corners of Kzn to jhb

  • @thickFruitJuice
    @thickFruitJuice 5 หลายเดือนก่อน +2

    Hello MC. Sometimes you must leave the banking details on the screen or on the description just like other podcasts.
    Muhle umsebenzi wenu...

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Siyabonga bafwethu nge support we will do that🤝

  • @sydwellmunyadiwanemaungani7017
    @sydwellmunyadiwanemaungani7017 5 หลายเดือนก่อน +1

    Thanx bafo for ur dedication to improve our lives by ensuring dt u siya funda everyday🤝

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Siyabonga kakhulu bafwethu uma kukhona enikufundayo kuyasithokozisa lokho kakhulu.

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 5 หลายเดือนก่อน +2

    Leyonto Cebekhulu igcwalisela ukuthi lomhlaba ewezoni wonke umuntu uyona kuze kufike isikhathi sokugcina kulomhlaba…imimoya esiyimemeza noma sithandaza sibiza nezinto ezingazazi…ukuguqa nje kukodwa nokuphakamisa izandla,nokuvala amehlo kuningi bafo siyakwenza kodwa asazi lutho ukuthi kuchazani

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      Kunjalo mfwethu and uJehova kuphela oyosikhulula kulokhukulahleka.

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 5 หลายเดือนก่อน

      @@TransformationLive1 and Cilahlekile Cebekhulu nalaba ekungathi bayasihola basiholela ehlane ngoba asiboni vele

  • @SinethembaXokolo
    @SinethembaXokolo 5 หลายเดือนก่อน

    Sikuvile ngazo zozibini mhlekazi

  • @bonganiprince3380
    @bonganiprince3380 5 หลายเดือนก่อน +2

    to God be the glory ❤

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 5 หลายเดือนก่อน +3

    Present our handsome MC❤️

  • @kerengmothoagae2844
    @kerengmothoagae2844 5 หลายเดือนก่อน

    Haai umsangano!Fanele iphele!Amalungelo a bolile nje😢

  • @DimphoK
    @DimphoK 5 หลายเดือนก่อน

    Ndine crush kulo bhuti

  • @philanigabriel
    @philanigabriel 5 หลายเดือนก่อน +1

    Lo Madakeni wenu angimesabi mina🤣🤣🤣🤣🤣

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 5 หลายเดือนก่อน +1

    kwashona ingane ngaleyonto yezigebengu yokudubula phezulu.. ingane yadubuleka ngephutha emngcwabeni yoooo

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน +1

      And kuhlezi kulimala abantu uma sebenza lombhedo wami and u government kumele angenelele kulento.

  • @user-kh4up1os9h
    @user-kh4up1os9h 5 หลายเดือนก่อน

  • @georgenkosi509
    @georgenkosi509 5 หลายเดือนก่อน +2

    Hey bhuti wakhuluma into ebalulekile labafana bafuna udumo nge nombolo

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      Kunjalo and abakhuzeki but hopefully bazowuzwa lomlayezo ngelinye ilanga bhuti.

  • @zamanimthembu6933
    @zamanimthembu6933 5 หลายเดือนก่อน +3

    Kahle kahle nje yinja uMadakeni nimtshele futhi kusho mina 😂😂

    • @philanigabriel
      @philanigabriel 5 หลายเดือนก่อน +2

      Thiina sino Cebekhulu asimsabi loMadakeni wabo..
      Me nenkinga akeze la😂😂😂

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  5 หลายเดือนก่อน

      @@philanigabriel Uyazithemba nkunzi😂😂

    • @zamanimthembu6933
      @zamanimthembu6933 5 หลายเดือนก่อน

      @@philanigabriel suka asisabi nje lonja abantu abakhonza ushidi somgqema ngewisa thina naboCebekhulu asimsabi nje

  • @bmdlamini7686
    @bmdlamini7686 5 หลายเดือนก่อน +1

    Wayibeka kwezwakala bhu wami

  • @user-gw3tp3mk8c
    @user-gw3tp3mk8c 5 หลายเดือนก่อน +1

    Mr MC uyiqhawe
    Awumsab umadeken wenz kahl 😂

  • @athipohlwana4689
    @athipohlwana4689 5 หลายเดือนก่อน +1

    Inombolo gansterism inside prison some prisoners they force prisoner to take inombolo

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 3 หลายเดือนก่อน

    LoL 😂nombolo yinto nje yoskhotheni

  • @user-md2ct6bn5y
    @user-md2ct6bn5y 5 หลายเดือนก่อน

    Bhuti omdala siyakuzwa ezimbambwe

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 3 หลายเดือนก่อน

    Lena inzima ngoba sonke uNkulunkulu asikaze simbone esitshele umthetho wakhe awudinga siwenze.

  • @fanamondlintshaba6806
    @fanamondlintshaba6806 5 หลายเดือนก่อน +1

    Omunye wangiphikisa Uma ngithi ukhonza uSathane😢

  • @91gerrard
    @91gerrard 5 หลายเดือนก่อน

    Thanks Me Menzisto

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ 5 หลายเดือนก่อน

    Mnewethu, yinhle i show yakho, sihlala sibuka yize singa comment’i or like at time but kwesinye isikhathi kuyafuneka ukuthi ama affiliations in terms of politics, religion etc sithi ukukugwema kancane ngoba i show iba successful ngokuthi i content i e neutral more especially lapha kwi religion. Umbono nje mfo

  • @poshykhumalo
    @poshykhumalo 5 หลายเดือนก่อน +2

    🙏🙏🙏

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 5 หลายเดือนก่อน +2

    Aw bhuti bamcelela uhamboluhle? Ay kanti ukuthi bamusa la kade esebenzela khona?

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngempela, ngempela, ubuyaphi lomkhuba?