This is Nothing But The Truth .. Syabonga Baba.. I Always Avoid Ukubeka Isandla kumuntu wesimame MFT ngizama ngazozonkee izindlela . I found out Ukuth uyangijolela so ngakhetha ukumyeka sakubanga lokho sengifuna ukuhamba eselokhu engibamba ngacasuk kakhulu but I avoid ukumshaya
The way I look at things has diametrically changed owing to information I get from transformation Iive. Thank you so much sir for transforming our mindset.
Great information..kungabanjani if you also produce ama shorts of some main points clipped from the main video...they can easily be shared on various platforms like whatsap statuses etc..
Kodwake lokhu kokushaye izintombi kuwumkhutshana walabafana basemakhaya lana asezindaweni zezabelo ebeyidume nokuthi isemaphandleni ,eyi khona uyashona umuntu kudlalwa njengoba kesizwe uZola ecula ethi sayitsheni ngixolele kodwake kumele uboshwe as we all kno the term say the law must be done and seen what it has done 🙏🙏
Mkhuluwa wam sengathi u against amadoda ke ngoku....why xa uteta ngokubetha ubala thina qha,,,,why ungababali bona abo ke besfazane coz nabo bayawabetha amadoda.......
Funny you say this. I attended a primary next to your high school. There was a group of high school boys bakwa Cebekhulu, good looking fellas yet troublesome. We would run after-school because they would run after us. My cousin dated one, they were both in high school and he forced her to go home with her. I think wamshaya ngempama
Nam iyangthusa lenkulumo bcs umbuzo wam uthi ' babethule bethin abafowabo balomuntu ababemshaya? Mina nje ngsemusha ngangijabula kabi uma abafowethu bethintitha ofukwe ababeseshela ngokusibamba ngenkani. Kushukuthi lesihluku esingaka kubantu besifazane sasamukeleka emiphakathin ethize and here we are today with a damaged society😮
Bhuti - Ndisakhangela leya Video apho uyqala kanje. " Ngelinye ilanga kini ntambama, kuyobe kuhlangene izihlobo nezalamani, kulindelwe wena sekuthiwa ungumzimba and and and and . " ey umyalezo olaphayana Jesu SHEEEEEEEEEEMBE
I'm starting to make my kids watch this channel. Keep going bhuti omdala mkhulu umsebenzi owenzayo. Asbonge....
I never skip ads I've learnt so much from this channel thank you transformation live
Mna zange tu ndasibona kwa isizathu esifanele ukuba mna ndingabetha owesifazana endincuma naye, up to this date I have never ever
Ngifisa boet uthole uxhaso from government's departments ufundise izwe lonke ngokuziphatha nje jikelele, noma kanjani kungaphela ubulelesi and kungakhula amadoda nabafazi abazokwakha imizi kunciphe neziboshwa. Phambili mfwethu.
Please like the video before you watch it ,and do not skip the adds
❤❤❤❤❤❤
Mmh 🥺🥺 MC kuningi okusamele ukudlulise kithi. Syabonga 🙌🏽
This is Nothing But The Truth .. Syabonga Baba.. I Always Avoid Ukubeka Isandla kumuntu wesimame MFT ngizama ngazozonkee izindlela .
I found out Ukuth uyangijolela so ngakhetha ukumyeka sakubanga lokho sengifuna ukuhamba eselokhu engibamba ngacasuk kakhulu but I avoid ukumshaya
Syabonga ukuhlez usenzela amavido Cebekhulu mfth ayasakha ayakhulisa
Ay 100% agree yaz khona abantu abaze bathi bona banezandla ezilula , ubone nje ukuthi yena akayiboni ingozi kuleyonto
Siyabonga Cebekhulu ngokuhlezi usiqwashisa bhuti
Yazi siyafunda ngempela
The way I look at things has diametrically changed owing to information I get from transformation Iive. Thank you so much sir for transforming our mindset.
love and light asibonge bhuti omdaala 🥰
With u Mezisto Sir, salute malume ❤
Siyabonga, nginovalo ngalenkulumo ethi " thina sikhule sazi ukuthi intombi iyashawa" kukhona laba abaphaphayo abavele banqamule amagama athile enkulumeni bese bawasabalalisa ukuze bafeze izinhloso zabo ezimbi kodwa asethembe ngeke bakwenze.
Nathi nje sakhula sazi kuthi inkomo iyashaywa ishayelwa ubisi lwayo, joking.
Siyabonga enikwenzayo Inkosi inandisele konke enikufisayo
Tanks another one mfwethu
Sifunda okuningi la
Syabonga 👏
Best story
Great information..kungabanjani if you also produce ama shorts of some main points clipped from the main video...they can easily be shared on various platforms like whatsap statuses etc..
Yaz uqinisile Cebekhulu,izintombi zazize zixoxe zodwa zithi “ave eshaya yena shame” besho ngokuchazeka…
mina ngangingamfunike nje umlusa oshela ngesihluku🤞🤞
Yes its true bekunjalo before the new garverment started.
Inamandla Cebekhulu mfowethu, siyabonga
🙏🙏🙏dankooo
Nsele kaLindamkhonto. Angazi ngingakuthumelela kanjani udaba olumayelana nesibhamu
Impela uyafa umuntu umzala wabanenkinga washaya umfana ngenqindi wafa
Present My Buti ❤️🙌
Haw”Sebekhulu “ngikbone kwesinye izithombe unenye insizwa ewugazi lami niseStudio 🤝
Thank you Menzisto and your crew keep up the good work 👏
Mina odadewethu babengathintwa sdalo ngoba umfana sasimgxoba thina.
Nami obhuti bam babesithela isbhaxu uma ofukwe abasishelayo besibamba ngenkani
Ew kazi sasinda kanjn thina komalume ababes shayisa okweymbongolo😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Kodwake lokhu kokushaye izintombi kuwumkhutshana walabafana basemakhaya lana asezindaweni zezabelo ebeyidume nokuthi isemaphandleni ,eyi khona uyashona umuntu kudlalwa njengoba kesizwe uZola ecula ethi sayitsheni ngixolele kodwake kumele uboshwe as we all kno the term say the law must be done and seen what it has done 🙏🙏
Ntshosho kushukuthi naniyofa fi ngakithi uma nanishela ngesibhaxu. Sasingathintwa thina. Uma uke washela ngenkani waze wabeka isandla, obhuti babekufuna kuze kuse and mabekuthola wawukhala uze uzichamele isbhaxu sobhuti.
cha kona kuyenzeka umbulale umuntu kade uthi uyamdlalisa
Incase you can tell bhut Menzi why ishawa intombi
Awlays waiting for a new vedio
😂😂😂😂,let me not say much and say I'm wild like my father no man or women can shaya me I have won all those trials I win.bhuti
😂😂😂😂😂😂
Please like the video
Uqinisile mfoka cebekhulu umuntu uyafa ungaqondile ukumbulala
Kodwa umdlaliselani ngenduku😢 aii
3:30 nami nje laphaya Obuka 2 wezintombi ngizishaya kodwa izwe lalingakabi nje.
Now that you know you were wrong, have you thought about reaching out and apologising?
@@nkazimulontanzi9608 singayixoxa eceleni hayi kuzwa abantu
Ngiyinqwele ngenxa yakho bhut
❣️❣️❣️
Wena ungowasekhaya enkosi ngezaluleko ndoda
mina ke ngisiboshwa esingakaboshwa ngoba umfana washay indodakazi yami ngyom chitha ubuchopho yilelok elami engzolidonsela
True bafo nam ngkhule ubaba ushaya mah uphuke jele 2011 waboshwa imnyaka naye ebulele intombi nesoka
Ethi uyamdlalisa emshaya wafa? Haybo umdlalisa kanjani umuntu umshaya eze efe?
Mkhuluwa wam sengathi u against amadoda ke ngoku....why xa uteta ngokubetha ubala thina qha,,,,why ungababali bona abo ke besfazane coz nabo bayawabetha amadoda.......
Uqinisile bafo okwethu akhukhulunywa
Mina ngadlalisa abafana basekhaya emfuleni ngibathusa wavele waphelelwa amandla ngyacabanga kwanyuka I high high yey angiphindanga ngathusa umuntu samthela NGO 25 litre wamanzi ngacishe ngazichamela lapha
Sbonge nkabendala ukuseluleka nathi sokwaz ukukhul sicijile
🎉🎉
👌🇸🇿🇸🇿
Thanks for highlighting the prevalence of gender based violence perpetrated by society norms.
I always like and watch the videos I love your teaching in this channel is very much informative ❤🔥🙌
Sbonge ngezimfundiso
Funny you say this. I attended a primary next to your high school. There was a group of high school boys bakwa Cebekhulu, good looking fellas yet troublesome. We would run after-school because they would run after us. My cousin dated one, they were both in high school and he forced her to go home with her. I think wamshaya ngempama
Thank you guys for liking the videos before even watching...🙏🙏🙏
❤❤❤
Tanks ngzolalela kungekdala
Yhooo ayi guys ibhadi ibhadi nkos yami 😢
Hayi bo nginiyami skusenziwa bo,
Kukhethwa 2 yabantu abanjani we menzisto coz ngnokuklalela usukhethwe kaningana
Intombi ishawa ngomthondo nange Sende
KZN niyaphoxa ngezimanga aysuka
Engathi kungathi umangabe eqonga ngamagama usuke eduze kwakhe ngoba angeke ukwazi ukumelana namagama ashiwo umuntu wesifazane angagcina ekuholele ekutheni umbeke isandla kodwa makungabe kuyinto eniphila ngayo kunzima ngoba isiphetho asiyoba sihle nokuphuza nobabili besenjalo niyaxabana isiphetho ukufa koyedwa wenu.
Nikhule nazi ukuthi intombi iyashaywa? 😢 Usizi oluyismangaliso
Impela nje lokhu akushoyo nami ngiwufakazi kwakho
Nam iyangthusa lenkulumo bcs umbuzo wam uthi ' babethule bethin abafowabo balomuntu ababemshaya? Mina nje ngsemusha ngangijabula kabi uma abafowethu bethintitha ofukwe ababeseshela ngokusibamba ngenkani. Kushukuthi lesihluku esingaka kubantu besifazane sasamukeleka emiphakathin ethize and here we are today with a damaged society😮
Akusenziwa manje ukushaya umuntu wesifaza
Ne uyaboshwa ngempela
Onendlebe uzwile
Bhuti - Ndisakhangela leya Video apho uyqala kanje. " Ngelinye ilanga kini ntambama, kuyobe kuhlangene izihlobo nezalamani, kulindelwe wena sekuthiwa ungumzimba and and and and . " ey umyalezo olaphayana Jesu SHEEEEEEEEEEMBE
Lindamkhonto siyashawa nathi bantu beslisa
Bakhona abangomama bashaya kuqala in that case kuthwani kee
🎉
Cebekhulu wena wawuboshelwe ini bhuti?
Hamba uyobheka ama video akhe amadala I think usekhulume kawu 4 ngokuboshwa kwakhe
Waboshelwa ukuqonywa kakhulu
@@sbusisogumede8304 sengibheke ngakhathala bafo angiyitholi
@@sbusisogumede8304
Episode number bani bafo
@@ndwandwewasendwedwe7964😂😂😂😂 aw Zwide
Ey bhuti Menzi lenkulumo yakho iyakha and iyaqwashisa kakhulu and ingishayisa ngovalo ngoba lento yokushaya umuntu ingehlele last week besihleli nalensizwa enye kwakhona ingxabano kanti izovele izame ukungishaya ngase ngivele ngiyithela ngezibhakela ezintathu yayoshayeka kabuhlungu phansi yopha ey isimo bese simuncu kodwa ngenhlanhla yaphinde yaphaphama...manje ukubuka wena ukhuluma ngalezi zimo zokushaya umuntu nemiphumela yakhona kwenza ngidliwe unembeza ngoba umuntu ubesengaboshwa ngento esuke kunganakiwe....all in all kushukuthi umuntu mele efunde uku control itemper noma kunzima khona ngoba abantu bayadelela uma uwumuntu ongayithandi impi bakubona uyigwala kanti usuke uvika zona lezimo 💔
angithinti muntu mina
Yibambe kanjalo nje Sotobe
❤❤❤❤