I always study while listening to these captivating stories, njengamanje l'm studying have an exam tomorrow, these stories make me remember what l was studying by the time..
Just imagine nje Sibiya kuwu mama wakho ozalawena Losisi kungakuphatha kanjn njr lokho ukwazi ukt mayengekho babakho eyozama impilo Encono for Nina kunendoda engena izidalele bedroom yakhe.,... Qhubeka nje Sibiya udlale ngomfazi womuntu KODWA okusalayo it's will end in tears ANGEKE KUGCINE WENA NDODA
There is no reason for chiting my brother. Ifbuthandana nam ungekho happy, shiya uye la ozoba happy khona. Askwaz ukubhathisa ubufebe sithi ngoba kunesizath. Uma ngingakwenelisi phuma kimi.
Mfoka Sbiya advice yami ithi ucishe wabanjwa for the first time and wazisola ukuthi why ubuvakashile kulentombi, uma uzoqhubeka this time around uzobanjwa and uzokwenza izingane zakho zingabi nababa because of ukuhluleka uziqoqa UMTHOFI UZOWSUTHA
Imagine a poor guy is spending on a woman who sees a fool on him, while another guy is just chawing for free. I wonder what will happen when he finds out.
🤣🤣🤣🤣Utawfela amanyaleni Sibiya, im sorry guys but ,my favourate topics in this page, its definitely love topics. You are A GOOD STORY TELLER MY BROTHER
Eishhhh... My brother I am facing almost the same situation.. We took it as sort of just playing but right now we are planning to be together for ever... She just went crazy about how I played with her on the Bed, but then there are reasons why she is willing to be with me forever.. 😔
Uyabona nje leya warning eyukuqala ayithola kuyomsiza eyeke ngoba ngeke kuphethe kahle mina ngake ngakwenza i almost die iqiniso ukuthi abakwazi abanye ukujabulisa kodwa kwacishe kwaphetha kabi kimi ngamyeka
Indlela Oxoxa Ngayo Istory Umuntu uvele azibone Eseyibona Ngamehlo emyama lendaba🙏🤞
❤uqinisile. Injal'impela. Uyigagu!
Hhayi bhuti wami kumele ngabe unguthisha wena ave uxoxa kamnandi izindaba zakho bakithi 🥰
Mungaba uthisha we History, ungakhipha o Distinctions inqwaba🎉🎉
I am happy that now you are live daily my brother from another mother. Thank you MC
Ukube ukwezomubusazwe ngabe ngithi sihole Cebekhulu...ngisazolalela angibonge baba zihlezi zinoju lezindaba
Nami ngisho kanjalo shame Bhuti Matete I am very proud of you
Simamele eCape Town bethuna, you are good storyteller and we learn a lot.
Awsemhle nawe ew
uphi e Cape Town 😋
Wayshaya ngogazi Sotoba nami ngathola eyakwaHlabisa ihlala nendoda yangnika yagcina izbuyela kimi ngaze ngabaleka
❤uthixo esimthandazayo zange Enze phutha ngokwenza ungene ejele ndithi kuwe ngane yakwethu tshotsho ungene ejele ukwenzela uphume usinike ulwazi uphilise abantu kodwa ndithi kuwe noba ungangu mzulu kodwa ungawakhaya
Ndikumamela everyday ndisebhayi enkosi ngosipha ulwazi nosixwayisa ngobomi ndikuthanda kakhulu ngane yakwethu ndikuhlonipha I wish one ndikubone ndithethe nawe nje sixoxe uthixo akugcine akuphephise
Akulalwa endlin yentombi especially Uma enomaqondana wakhe noma enomunt niyofela emanyalen..ngake ngalal imin yonke phansi kombhede ubekade ngivakashele intombi ebusuku ekusen kwangabikho chance yokuphuma
🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂 ungihlekiselani
Ey lomjita😂😂😂
Wasinda kuba wawungenalo ukhohlokhohlo(coughing)🤣🤣🤣
I always study while listening to these captivating stories, njengamanje l'm studying have an exam tomorrow, these stories make me remember what l was studying by the time..
Bafethu, never ever sleep at a girlfriend's place. You don't who else she's dating or dated and how dangerous they could be😢
And most of indawo ezihlala amaNtombazane utholukuthi kunendoda ekhokhela leyondawo
kubuhlungu kodwa Yaz yekani ukuyhemba abantu besifazane yize kuyidlanzana bakithi elisuke lizimele ulale uze uhonqe ngale kokumngabaza
bra senzo meyiwa is no more because of being @ a girlfriends place😢
Ey mfe2
😢@@nkululekojili9114
Mr Cebekhulu kunzima ukwazi ukujabulisa omunye umuntu nokwazi ukuthi udingani , loSisi wabanephutha ngikunika lomuntu ithuba ngoba emhlabeni kuhlez kunomuntu oncono kunomuntu ozwananaye , umuntu wakho kufanele umamukele njengoba enjalo
Present our handsome MC and I am happy that you live everyday keep up the good work ❤️❤️
Just imagine nje Sibiya kuwu mama wakho ozalawena Losisi kungakuphatha kanjn njr lokho ukwazi ukt mayengekho babakho eyozama impilo Encono for Nina kunendoda engena izidalele bedroom yakhe.,...
Qhubeka nje Sibiya udlale ngomfazi womuntu KODWA okusalayo it's will end in tears ANGEKE KUGCINE WENA NDODA
Hey ubufebe abuna mvuzo nje watch out girl I feel sorry for you
There is no reason for chiting my brother. Ifbuthandana nam ungekho happy, shiya uye la ozoba happy khona. Askwaz ukubhathisa ubufebe sithi ngoba kunesizath. Uma ngingakwenelisi phuma kimi.
💯
Injalo
ushayelani khona ....injalindaba
Watching from Swaziland
Nami kanjalo
Ukuphi mkhaya
Mfoka Sbiya advice yami ithi ucishe wabanjwa for the first time and wazisola ukuthi why ubuvakashile kulentombi, uma uzoqhubeka this time around uzobanjwa and uzokwenza izingane zakho zingabi nababa because of ukuhluleka uziqoqa UMTHOFI UZOWSUTHA
Ngaze ngafela emanyaleni, kazi bengiyaphi😂😂😂
uSibaya weyisa! Umbonile umuntu walosisis, and naye losisi wamtshela ukuthi unendoda ezomshada maduze, but because uSibiya weyisa eny'indonda waqhubeka nayonke lemikhuba. Uwudoti womuntu uSibiya naleyo ntokazi!
Qinisile
Akfanele senze esingeke sithanda kwenziwe kithi izinto zabantu ziyahlonishwa ........ Qinisile lapho
Syabonga MC ziyakha inkulumo zakho🙏👏👏
Kodwa it will end in tears ngeke kugcine kahle
Watching all the way from Santos Brasil, dankie MC uChiya waseMzimkhulu ur biggest fan 👊👊👊
Haw waze wakude
amaTorho Noni
I'm watching from Boipatong in Gauteng. You're the big fan. Ngiyafundiseka ngokunibuka
Yah now y'all like "stupid Zulus" advice?
Ay uneiyalo yey ngacishe ngaboshwa ngimdala weee mm kanti ijele linzimakanje angicabangi ukubuye ngitholakalenje ekugangeni bhuti syabonga
Kumele akutshele umuntu wesifazana ukuthi ini ayithandayo,ukuze wazi,bese wena ndoda uyenza ukumenelisa,khona kubi okwenziwa u cc,kodwa mhlampe simxolele kwaku nesizathu sakhe asaziyo,danko.
Asikho nje isizathu sobufebe. Mawunganelisekanga kwi relationship phuma nje uye lapho uzoneliseka khona
Let's LIKE the video guys kumahala
Always enjoy your posts Menzisto, keep up the good work
Abantu besifazane nabo babuye babhede😂😂😂😂😂 ayi izilingo zifikela noma ubani bakithi
Ngeke umenelise umtu ngeke🤞
Izinsizwa azihlukane nabafaz nezingoduso zabantu 🙏
I fill new when i listining from you ilways get new things from your channel god bless you
MC Menzisto this man is living a dangerous life. Lendoda yathola kuzonyiwa.
Muhle umsebenzi wakho bhuti omdala qhubeka - watching from Tokoza Eastrand.
Hi bafo thanks about everything what you doing in life
uyohamba esinda uSbiya.
Ngabe kungcono ukube kwakungumkhwenyana ngempela.
Ndodani le evuma ukuyolala nongoduso yomuntu, embhedeni wakhe😮😮😮
I'm watching you from Gauteng
Umuntu odla umfazi womuntu vele ufanelwe ukufa. Fut ufanele ukunqunyiswa kwembuzi straight noma ashiswe ngomlilo aze afe ekhala balobola kanzima kabi abafwethu bese kuqhamuka umuntu nje esezomngena ngomphambili. Inhlambi ifela emanzini! Nesosha lifela emsebenzini walo.
Thanks for keeping us listening great contents keep it up try making videos it will be good watching keep it up bafo
Watching from Mafikeng❤❤
Bhuti akhona yini amathuba kuthi ungayofundela Ubu Thisha because you very good
MaDube from Bramfisher e Soweto
Watching from Tembisa 😮
We are watching in the East Rand
Uxoxa kamnandi Cebekhulu ngithe mba okwebhubesi😂😂 from Fanalami Xaba Pietermaritzburg
"Uthi yayi ngamile kahle yayi bulala" 😂🤣
Maybe ile type emnyama enesikhumba esishelelako ha akubona ubumnandi lapho ukufa ha ngeke umyeke 😂😂😂
@@sabeloshabane6433 😂🤣
😂😂😂kodwa ungenzani@@sabeloshabane6433
Ngavele ngakhumbula uiX yam. Esiyashada😢
Traffic stopping figure
Imagine a poor guy is spending on a woman who sees a fool on him, while another guy is just chawing for free. I wonder what will happen when he finds out.
Most are being killed for such stupidity, umuntu uvumelani ukushadwa makengazihloniphi
Isfebe nje le ntombazane. Udoti
I in mpumalanga Middleburg I you follower
Sikhona siyiGoli sithi "Sihole Cebekhulu Sihole, singabakho".
Am watching from Empangeni
Ayibo MC Menzisto ikuphi lana afele khona ubala lombhemu,kuleli lwengodoso ngeke ngiphendule ngizosuke ngiyijaje ngokuthi iyekhaya Saturday isilalala nomuntu Sunday again kodwa next month iyashada yini leyo kushuthi iyona ndlela eziphethe ngayo ngokwami angisiboni isizathu sokujola kulosisi🤞🤞
Uma lendoda immbamba losisi bese iyammbulala most of us singasol indoda.
Izobe imbulalelani....namadoda ayakwenza lokho nje
Manj Wena ufaka nalendoda engahlangene, mawuthi namadoda uchaza ukuthin coz lendaba ingalo okukhulunywa ngaye laa... Wenzen Yena to deserve this sh*t...??@@DuduSithole-b3s
@@DuduSithole-b3sayalotsholwa yin namadoda, ngoba phela lowesfazane angazthethelela ngokuth umbulala ngoba ufebe esemlobole.
Keep it up mfowethu watching you from carolina
Watching from Mtubabatuba🙌🏾
Siyabonga mfowethu uyayibeka indaba yakho
Yeah khona siyabonga ukuthi akufangamuntu lapho kodwa ubhuti akayeke ukuthenga ambhiya uma eyojola plz .uyabona ukthinwacishe wazibambisa ngenxa yeji nje😊
😂😂😂😂
UNonkiloyi lowo sisi. Injaaa!
Yaaa this is true, and we don't even know what life planned for us,there is winners and looser s
I would really like to speak no baba u MC 😢😢❤
Thanks for watching.
My number: 076 292 0313
🤣🤣🤣🤣Utawfela amanyaleni Sibiya, im sorry guys but ,my favourate topics in this page, its definitely love topics. You are A GOOD STORY TELLER MY BROTHER
Sesikhona Cebekhulu❤❤
Jonga you are such a a great story teller,,❤❤❤
😂😂😂😂 Ugangelani kanti uyakusaba nokufa.
Ayi ngeke min ngisho unga justifie uthini ubufebe ubufebe nje finish umnika kanjan no yakho muntu wesilisi uyoshada why ushade ungakaqedi ukudla ubusha bakho. Ingakho nje ngasoze ngalala endlini yentombazane noma ngabe eyayo noma iqashile lutho nje lezinto zibuye zi rentelwe amadoda.
Oooh uzofa ke ngoba uyislima kanti
Sbiya mfwethu ngikuzwa kahl khona uma usuth ngk umunyeke ngob naye ujabula kakhul uma enawe😂😂😂
Watching from Tembisa❤❤❤
Siyabonga imnfundiso ❤
Uybeka kamnand indaba mfwethu 🤝you ar good storyteller
Sharing is caring mfokaSbiya kahle kahle wuwe nomyeni Ka cc nidla inyama yenhloko
# present. Yayingamile kahle yayibulala
Thank you MC
Eishhhh... My brother I am facing almost the same situation.. We took it as sort of just playing but right now we are planning to be together for ever... She just went crazy about how I played with her on the Bed, but then there are reasons why she is willing to be with me forever.. 😔
Yoooh nami bese nhithukile
Keep up the good work Mfo.
Mpilo ne never say never 😢 from secunda shuthi abevele ekhona ovakashayo nayo intokazie and alindele isibhamu ngoba one day uzobanjwa
Being unfaithful has no explanation
U Sbiya uyaydinga imbaxabulane ft uzoythola believe me
hlampe ukuthanda isono kuyinxenye yomuntu hhai ngoba kusuke kunama perfect match nani. perfect match enjani enjani entshontshanayo lol 😁😁
Wangifundisa bhuti eish ngodaba lalobhuti ayiiiii ngiyamsaba umuntu wesifazane yazi
kodwa bakwethu ushilo nje wathi useyashada . ukuthi vele useyashada , wayeyaphi. umshado awusahlonishwa. ngikengibone ngishelwa abantu beslisa abanye abathembekile ngingazi benzani ngoba ngishadile . akusekho ukuhlonipha sies
Hi please revisit the AKA case, since there are new developments. Kea Leboga i love your channel. 🇿🇦🤟🏾♥️
Watching from Limpompo ❤❤
Lezinto ezifana ngalezi ziyenzeka Nd Uma senike nahlangana nazwisana
Kuvaleka amehlo nobungozi anibe nisabubheka Nami ngomunye oke wenza lezi zika Sbiya😂😂😂😂 Dankoh
Okubuhlungu nje ukuthi ubhuti lowo waqhubeka washada nalowo munt wesifazane. Mina ngibhizi ngiwumnumzane kumakoti wami indoda yasemakhaya kanti kukhona umfana nje ozidlela umfazi wami budlabha. Hhhay kunzima lana ngaphandle😂😂😂😂
😂😂😂😂😂ubiyo uyamhlanyisa umadam....siyabaz osibiya Jovongwele ai😂😂😂😂
Ay lamabhiya iwona acisha awucitha umuthi😂😂
The channel is growing ❤❤🎉
Ungayifisi impahla yomakhelwane wakho
Inkinga u USbiya ngoba sewaciishe wane nkinga kukho Lula ukuthi phume kuloyo muntu 😊
Background song 😊
Yhooo ayike nosbiya mntu yasho ba zotshata kodwa busy yena yamlinga haayi madoda khohlakele nawo
Watching from Soweto
Mina ngisola ngathi uwena uSbiya nqoooh nanka phela ama love bite egcwele intamo 😂😂😂😂😂😂😂
Kulula ukuthi umuntu wesifazane ashintshe umqondo ngesoka.
U Sibiya nje akafile,nidlalile ngathi 😅😅
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂yeyi akulala endlini yentombi
Uyabona nje leya warning eyukuqala ayithola kuyomsiza eyeke ngoba ngeke kuphethe kahle mina ngake ngakwenza i almost die iqiniso ukuthi abakwazi abanye ukujabulisa kodwa kwacishe kwaphetha kabi kimi ngamyeka
Cebekhulu🙌
Hai bo baleka Siibiya kanti ufuna ukubonani
Usibiya uThisha wezingane hhayi wabafazi bebantu akudokwe lungayelwe yena lolo
All your stories are very informative and worthy of carrying them with me into the future. Salute Bhuti🤜🤛❤
Yingakho ngingeke ngishadelwe 🤣
Abantu hleze betshelwa zijwayeze ukuxoxa nomuntu wakho manje sekuno social media amafini esimanje nabo omakoti bayazibuka lezinto