Why do i have a feeling that maybe just maybe dad use to do it to him. And he had no way of telling anyone.. Now it pay back time to dad.. Or dad knew his son was gay and he wanted anything to do with that. Now umfana uthinje well it pay back time.. 😢😢😢😢
Kuningi. Possibilities are maybe the father had sexually assaulted his son, nobab' omncane akathukanga okomuntu oqala ukuyizwa lento. Or brother uthwele hence ubaba wagula and then this happened. Ubab' omncane is even worrying me, uyayazi lento
Lo baba omncane naye ngathi yi siyoyo, why I blaq life ingangeli, iyise ubaba kubo dokotela, ma zisperms zakhe zitholakala ubaba, uboshiswe lo mgulukudu.
Yazi ave kubuhlungu ukuthula nento...kwesinye isikhathi ubanovalo lokuthi what if ngingakhokwa muntu ufuna ukuxabanisa umndeni mayeee kwabuhlu..nqonqoza cc every where usize umuntu omdala
Hi Lungster akuhanjiswe baba ku Dr for ukum check izimoendulo ziyotholaka kufuneka amshiye nobhuti bese emusa kudokotela waze wahlukumezeka ubaba ngo sathane akaboshwe
Kushukuthi wathwala ngaye futhi nje nguye owenza ukuthi alimale engozini yemoto efuna ukumsebenzisa kushukuthi uthwele ngaye nkosi yami
Injalo vele 🤞🥺🙄
Iqiniso lelo
So true
Njeee
I thought as much !!!
Mina ngicabanga ukuthi u Bhuti uthwele ngobaba. Kuqala lapha ekutholeni ingozi kwa Baba wenza ukuthi abe kule simo azozenzela ngaye u Baba
Ithwalist lowobhuti kwakhon kuthi walimala emotweni kseyison isithwalo sakhe leso
Exactly nami ngicabanga kanjalo Kwaze kwanzima ezweni sakhile
Nam ngcabanga leyo akekho umuntu ongayenza into enje kungekho okufihliwe
Uthwele lobhuti coz u cc akamazi umuntu athandana naye.
Nami ngifikelwe ukuthi wathwala ngaye ubaba wakhe😢
Ucinsile 😢😢😢
1st thing I thought
Hhai Nam ngisho njalo bhutiza
My thought as well
Sacela niqikelele ama mic 🎤 kuma guest bandla babuye bakhulumele kude kanti siyazithanda izindaba bakithi, asbonge nisazolungisa
Nkosazana biza meeting or uye kutamnci lowo ukuti makabize umhlangano kuhanjiswe ubaba ekayeni labadala which is HOME.
Why do i have a feeling that maybe just maybe dad use to do it to him. And he had no way of telling anyone.. Now it pay back time to dad.. Or dad knew his son was gay and he wanted anything to do with that. Now umfana uthinje well it pay back time.. 😢😢😢😢
Kungenzeka yaz😢😢
It’s very possible
Yes we cannot rule that one out, maybe the son will confess to the family meeting
I also think so
Yaz myb kwakunjalo ngempel yaz. 😳🙆🏽♀️
😢saze sasibi isikhaty esiphila kusona abathandi bemali bathwala ngamalungu emindeni yabo ukuze babe nemali eningi kakhulu .nami umyeni wami ushonile umfowabo ubethwele ngaye thina singazi kodwa ekugcineni ubuye waya ethuneni lakhe ukuze athwale ngaye again eseshonile ukuze abe yidlozi lakhe kubhlungu bakwethu ngoba izingane zami nazo zikulenkinga zivukelwa yizitha yonke indawo zifuna ukuzibulala ngenxa yalesithwalo sika baba omncane owathwala ngobaba wazo uBaba wazo ushone nyenyanga ka julayi 2024 kodwa ngemvakokugngcatshwa kwakhe ziqale laphoke izinkinga enganeni yami yokuqala umuntu untshontshe ukhiye wemoto ukuze ayiloye ukuze igingqike nemoto lokhu kwenziwa yisithwalo sika baba omncane wazo othwele nowathwala ngoyise wazo ephila noma eseshonile waphinde wathwala ngaye hhayi kunzima bakwethu siyamdinga ngempela u Jehovah nokuthandaza kuye njalo ngoba sicindezelekile .kuyisono ngempela ukuthanda imali futy kuyimpande yazo zonke izono ngoba umuntu angenza noma yini ukuze azuze imali eningi 😢😢😢
Bakithi kuthi ngithathe indiza ngize e Afrika 😢😢 lobhuti akafe 😢
Akaqale NGO Dr before baqale ukuxoxisana nomndeni sebenobufakazi
Ubhuti wakho uthwele sisi really akekho umuntu ongenza isehlakalo esimbi so from limpopo
Ubhuti uthwele ngobaba wakhe...uye qobo onesandla kulengozi yemoto eyamehlela ufuna kufeza izinto zakhe zobumnyama...
welcome back my best Lungstar before ngizwe imfihlo yosuku
Kwabuhlungu
.....the family must take lo baba to the doctor also to confirm....yhoo
Akaboshwe nje straiyt
Jesu athi KZN yonke ayiyi ezulwini
😅
😢😢
Kunjalo
😂😂😂😂😂not sonke
😂😂😂 kodwa usizweni
Uthwele lobhuti wakho sisi kungenzeka ubaba wakho wathola ingozi yemoto ngendaba yalesthalo sakhe.
Part 2 plzz oh nkosyam kwazekwakubi😭
Osonhlalakahle abangenelele ubaba asuswe ekhaya lakhe ayogodwa abantu abaprofetional
Kahlenibo!! Imihlola muni loyo nkosiyami Uthwele lomuntu
Yhoo thina siswele obaba abanye bayabahlukumeza 😭😭
Ungatsho Gugu myb ngowam kwalo u lalwa ngunyana wakhe ngoba ndingamazi nomazi abe engu Mzulu hayi
Lungstar welcome back cthandwa ❤❤❤❤❤❤❤❤yhuuu am happy that you are back cthandwa
Ayikho intedlula ukumdubula straight, ngoba ksasa uzopheqa izingan zenu egcekeni nasemndenin, akabulawe straight
ukumubophisa akuyona solution ngoba uzophuma aphinde aqhubeke nobunja, useyingozi emndenin lomuntu akabulawe
Impilo yakho cc ayisekho safe umangabe uthwele usuphazamisa isithwalo sakhe
Kwaze kwahela,ubaba isimo singekho rayithi aphinde andlwengulwe,kufanele ayomela esihongweni lobhuti
Myb uyena Umfowenu wathwala ngobaba wabo manje usuyenza lemikhuba yakhe kuba a wenu😢💔😭
Kuningi. Possibilities are maybe the father had sexually assaulted his son, nobab' omncane akathukanga okomuntu oqala ukuyizwa lento. Or brother uthwele hence ubaba wagula and then this happened. Ubab' omncane is even worrying me, uyayazi lento
Ushilo nje ucc ukuthi uphansi
Exactly my thoughts the son was was raped by his father
Uze ubuza nokuthi ufakaphi. Ukhona yini umunt omdala ongazi ukuth umuntu wesilisa udlwengulwa kanjani? Ay nam angimthembi ubabomncane, angase amfake enkingeni losisi.
My thought exactly 😮
I KZN I country iyodwa nje😢
Hai iphume yodwa banezigigaba ezifuna amapolisa zinkulu zizigaxa xeim into bazithethayozannnhe ndayi bona ndawo efana naleya
Uzothenga amapoyisa ngoba unemali . Social worker is good plan. Uyingozi lomuntu ngoba unemali . Ubaba majaye ku home.
Yoooh this guy uziphungulela izintsuku zokuphila ngalesenzo...akudlalwa ngomzali shm
Ukumshaya njao.Kwakuyindlela yokumesabisa.Uyaziphindisela ngokwakwenziwa kuye.Akungenelele amasocial worker kulenkinga.
Ubaba makasiwe e-old age home lo mfowana wathwala ngaye ubabakhe msizeni Blacqlife
And yi best solution leyo, ngoba iyamhlukumeza lento
Uqinisile kungcono aye old age aw bakithi lobhuti dlala ngomuntu omdala
Babuze ubaba, aphendule .ngekhanda,and bamuse esbhedlela bam check ubaba
Well come back lungstar
Lomhlaba uphelile 😢
Duuuu...🙅
Unzima😭💔🤝
Ewu Kunzima ..😢😢
Finish nkosyam finish
Part 2 please... sengathi angaboshwa lomfana odlwengula uyise..
Ubhuti Uthwalengaye cc njengoba usuqala ukuysukumela lendaba kusobala uzojikela nawe cc awphephile nawe
Kanti kwenzakaleni kithina sizwe esimnyama,mhlampe sekuyikhona ukubhubha kwezwe
@MzwandileNgwazi libhubhile li phelile shem
I think we are going to need part 2 of this
Uthele ngoyise lodoti waze wangcola umfana uyosha esihogweni
Qaphela ubaba omncani ngathi uyingozi cc qonda emaphoyiseni finish n klaar!!!
Mayb he is benefiting financially from indodana
Uma. Kukuthi. Ulinyazwe. Imoto. Xoxelani ummeli. Owenza. Icase kababa. Noraf. Xe. Akhulume. NoRAF. Ubaba. Anikwe. Ama. Caregivers. Uraf. Ungawakhokhela. Lawoma. Caregivers. Pls
Kakhulu mabenze njalo yazini
Welcome back Lungsttarrr🎉❤😊 we missed you so much , we love you sooo much .
🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️laze lafa elikamjokwane kaNdaba angikaze ngikuzwe lokhu.
Must be arrested that dog
Laze labhubha ngathi izwe Jehova😭😭😭😭😭
Ubaba makashona...she is next
Ngeke this is evil mybe uthwele ngobaba wakhe since mybe enenzondo yooo salusubuya Jesuuu💔
Mina ngyakusola kakhulu kwakumele ubize maphoyisa aboshwe lodoti mgodoyi😢😢😢😢
Lungsta I love you so much welcome back we miss you bhuti thwele ngaye babakhe ufanelwe kujeza okukhulu😢
Ningathini nje uthwele lomfo and nalengozi unesandla kuyo?
Vele utheele ngaye😢😢😢
True uyena owamenza kanje ngoba efuna ukuthwaala ngaye
Alivele likhale icilongo sifokofe once ngoba wow imihlola esiyivayo igijimisa igazi😢😢
Syabong lungstar
Hau uthwele lowobhuti wakho ngyakutshela
Hey cc phaphama ubhuti wakho uthwele ngobaba wenu, naleyo accident i khoswe huye ubhut'wakho,,,,,,,,,,,NDAYELO
Part 2 plz .uthwele ubhuti wakho cc nawe awuphephile.
Aybo cc bopha lodoti usuke eduze kwenu uzofa ubaba wakho uthuleleni ngampela noma ngabe ubaba wenu wamenzani koda ukuthi ahlukumezeka ngoba nakhu esegula mfunele umuntu ozomnesa ubaba
I wish usisi wayethole iplan lokufaka iCamera la ubabawakhe ekhona ngoba ubengadingi lutho olunye but to show family namaphoyisa siboshwe isgilamkhuba .
Akasekho safe usisi njengoba uBab'omncane esetsheliwe.
Angazi kungenziwa kanjani quick investigations engekho lubhuti.
Mmm uthwele.ngaye ngampela wazewakhohlakala umfana
Mxxxm Waze wakhohlakala umfowethu .kusho isithwalo sakhe sifuna alele. Lamadoda 😮
Now I see usathane usefikile kucala emhlabeni sekuya hlengwa manje..siphule somandla kulomlilo siyasha manje💔😭🙏
Uthwele ngaye Nkosi Yami nengozi eyenzeka kungenzeka ukuthi wuye imbangela
Kodwa lobaba uphi uyazi ngendlela engimfuna ngayo lobaba inhliziyo iyagida yazi sengithanda izindaba to the next level ngisola Le blaqlife😅
Waze wakhohlakala loyo bhuti uthwele ngaye yini'ndaba engena mfazi,unabo yini abantwana lomgodoyi.
Kungathi bangaqala Ku Dr ukuze bathole ubufakazi hawu hawu ngikhulile namhlanje ihlazo elinye ngaze ngasaba emhlabeni
Mmmmh jwaze kwabuhlungu jehova umzali wakho idlozi lakho ay mfwenu zisazomphendukela izinto, uzilethela amabhadi nj ngyaqala ukuyizwa into enjengalena
Wemshaya uBaba mgoba wayebona ukuthi uyistabane lomfana wakhe
Ubaba wayebona ngempela
Uqinisile bafo ngoba uyasho ukuth wayeth uyamqinisa and lobhuti bath abayazi intombi yakhe.Ngisola ukuth lobaba wayemudlwengula lobhuti manje uyaziphindiselela
Well come back sisi wam . Where were you .
Ongakakuzwa uyokuzwa eKZN
Lafa elihle ai KZN khayal lam kodwa nenzan
Waysdina lobabomncane ephika ubutabane into echitheke izwe lonke...naye ungcole ngojwakhe nhe kudlwengulwa ingane yakubo ulokhu enyemfuka ephika ngabe uysukumela ngokshesha
Mthathe cc umyise kwezenhlalakahle nimbizele amaphoyisa lobhuti asinabo obaba Nathi sikhule kanjalo kodwa asikaze sibajezise
Iyooo siyabonga cc ukusukumela ubaba wakho❤
Hai lobhuti ukhohlakele akananembeza toe hai bo isono esingaka makashaye indlwabu ayeke ubaba hle
Unkulunkulu owaziyo genesis (masidale umuntu ngomfanekiso wethu asifuze)
Aiibo😮 angikaze,ngikuzwe lokhu😢😢😢😢😢 egula enjalo nkocyami😢😢😢😢buya Smakade kunzima,emhlabeni.Smakade nqaba nami Txo fihla abantwana bami kulemikhuba.
Lomfana akaboshwe udilika jele 😮aiibo
I suspected ukuthi ubabomncane uzomphikela
Mina i don't blame this gal shem. She was scared for her life they kill her even ubaba omncane knew about this 😭😭something is fishy lana
Kzn bafethu zyezeka izinto haibo ...Kwa Blaqlife sizani pls Baba wabantu aphume lapha
Kwaze kwanzi sesafana nezilwane uphila ubulwane
Lo baba omncane naye ngathi yi siyoyo, why I blaq life ingangeli, iyise ubaba kubo dokotela, ma zisperms zakhe zitholakala ubaba, uboshiswe lo mgulukudu.
Ngeskhath nihlez phans nomnden ubaba uyanukubezwa yena😢😢😢Ningcole nonke laykhaya wena cc uhkulwa yin ukyobikela abonthetho nama social worker benze indlela yokumthatha ayo hlolwa ???aye endawen esafe?khina usyhule iskhath esngakanan nalento??aaay ubhayzile nhe aksiyo into yomnen le i urgent idinga umthetho.wangphixa cc umbcane kangaka uthatha into serious kancane kanje.mabembuza obabomncane uocashaph wena?bekmele uyobika kwabomthetho nje straight
Yazi ave kubuhlungu ukuthula nento...kwesinye isikhathi ubanovalo lokuthi what if ngingakhokwa muntu ufuna ukuxabanisa umndeni mayeee kwabuhlu..nqonqoza cc every where usize umuntu omdala
Hay ke sibolile ngempela ke manje I South Africa
Ubabomncane uyingozi uzokulimaza cc akekho ryt mqaphele bekumele luyemaphoyiseni
Cishe lobhuti wakhe uthwele nangaye uBaba omncane ngoba olwani ngempela ulaka olungaka cishe naye lobhuti uthwele nangaye ubabkmncane kodwa yena akakuboni lokho 😢
Hi Lungster akuhanjiswe baba ku Dr for ukum check izimoendulo ziyotholaka kufuneka amshiye nobhuti bese emusa kudokotela waze wahlukumezeka ubaba ngo sathane akaboshwe
Ngicela ni thinte ama phoyisa,nama social worker,athathwe ubaba aye e home please
Yeeh madoda siphila kuliphi elizwe. Umhlaba u phelile, Ubafo maybe you revenge
😢😢😢😢
Sicela uPart 2 pls.
Lungsta welcome back sisi. Umhlola ke lona 😢
U buti lo u thwele ngo baba isithwalo sakhe si funa a lale no baba
Ubabomncane yilenhlobo yabantu bakudala abangakholelwa kulezinto zes'manje.
Ayi uthwele lona njengoba esephenduke ibhubesi nj uyasolisa ubaba akasuke lapho
ubaba omncane naye ungathi unolwazi becarfull cc nawe usazokujikela qhela nasekhay kuqalwe kusolvere lendaba coz uzobasenkingen 😢😢😢😢
Yes! Get a Dr to examine the father. Makaboshwe for sexually abusing a helpless man… his father for that matter..
yabona nje ngobuthunemali ksuthi uthwele usebenza ngaye uyena reason yokuthi alimale engozin yemoto engakwaz nokwenzan imithi yakhe sebenza ngoyise
Kwaze kwabuhlungu usisi bekumele umbophise noma umshuthe esenza lawo wamnyala Kube ubufakazi bokungi ngempela uhlukumeza ubaba Lo eyofela ejele
Uthwele,akekho umuntu ongaziphindiselela ngocansi kubaba wakhe
Akaboshwe lobhuti indaba yomndeni izombhambatha cc iya emaphoyiseni umuntu kaGovernment ubaba wakho since ekulesimo manje AZIMKHALELE ajeze sis uyinuku
What if ubaba ubebona ukuthi kuyistane lokhu kukabhuti🤔Hayi lobhuti wakho yistabane nje esikhohlakele😢😢
Waze wabhedza umfana babe wakho pho
Wawungabashuthi ngani kodwa cc , lodoti uthwele ngobaba smakade
Ahh nkosiyami umhlola onje mele abatshiswe ayidingi mdeni ngoba umdeni uzoyinyathela njeh leyo ndaba. Leyo idinga ama poyisa lama Social Workers waze wanonya lobhudi wakho. 😢