Weldone mfoka Khuzani your humility is second to none. May God continue blessing every work if your hand. Following you from Zambia. Keep it up I love each and every song in your Albums. Come and visit Zambia one day
Am crying because sana umntu sengade alimale ngenxa yengoma, uThixo makaqinise lomfana. Thank you Khuba, Jumbo and everyone who supported this guy. Ow mahn MaBlueBlueBlue💙💙💙💙💙🔵
Kusekude phambili e SA abantu sebaphenduka iyilwane Siyabongâ Khuzane Nakubobonke abasizile ukuzonxephezella phephisa mfethu ogenciwe❤👏
Uyiqhawe Khuba🎉🎉🎉🎉 mfowethu izibusiso azande kuwe, iyangcomeka lento oyenzile. Ikhombisa ubuntu...Up Khuba Up 💙💙💙💙
We'll done khuzan and blue nations keep it up guys look after your supporters
Khuba & Jumbo well done bafana bakithi , ngicweba izinyebezi ngiyindoda.. uNKULNKULU anibusise phinde anandisele
Uyindoda kodwa khuba 🎉🎉🎉🎉 ubanake njalo abantu bakho uyobongwa ezulwini *khuba wethu*
Khuba Gawozi yingakho sikuthanda uyaphila nabantu uqhubeke njalo nokwazisa umuntu ngambukeli phansi💙💙💙
Phahla elihlokohle, khuba gawozi, mnukwa nawe Jumbo mfowethu kwande la enithathe khona, best song of the year umjolo lowo
Siyabonga Qhawe Khuba nakubhuti Jumbo wenaNkosi uyazi okwenze kuMshana uGumede sengathi uNkulunkulu engakwandisela akubusise nomphakathi wonke neyinduna nekhansela lendawo nabomnyango wezokwakhiwa kwendlu 🎉🎉🎉siyabonga akwande ngicela sengathi abantu bengakuqondisisa ukuthi umculo owokuzithokozisa hhayi ukubulalana umdlalo wezinsizwa lona koda amavaka angosomathuba aselisebenzisa ngofeza izinhloso sobubi zikasathane up the Blue nation's #SongOfTheyEar Umojolo lowo
Khuba kayi One uyindoda mfowethu uyibambe nje kanjalo iyibusiso ihamba nawe 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Weldone mfoka Khuzani your humility is second to none. May God continue blessing every work if your hand. Following you from Zambia. Keep it up I love each and every song in your Albums. Come and visit Zambia one day
Siyabonga khuba no Jumbo muhle umsebenzi 🤝
Siyabonga Qhawe ngasho ngathi asoze wayidla wedwa lemali ....ukhule Khuba
Umsebenz eniwenzil bafe2 mukhulu kakhul siyabong💙💙🙏🙏
Syabonga khuzani 🤝into enhle leyo ndoda
💙💙💙💙
Sikufusela inqubekela phambili Khuba, ungahlehli khuza forward ngempela ke manje. Siyakukhulekisa singabalandeli bakho. Okwenzile kuyakhombisa ukuthi silandela umuntu wokulandelwa namavoti ethu sawafaka endaweni efanele. Ngokuzayo ayophindaphindeka lamavoti . Up the blues 💙💙💙💙💙💙💙
Having Jumbo ehamba noKhuzani is a cherry on top❤❤
Ay lomfana bafwethu ☺️🙌
Syabonga khuba nino jumbo ngobuntu enibenzile...labantu baphelelwa Ubuntu ngengomanje seningafuna kubulala umuntu
Am crying because sana umntu sengade alimale ngenxa yengoma, uThixo makaqinise lomfana. Thank you Khuba, Jumbo and everyone who supported this guy. Ow mahn MaBlueBlueBlue💙💙💙💙💙🔵
Halala khuba & Jumbo maqawe
Amazwi ka Jumbo avele angi 😭😭😭😭😭 .. Wena Nkosi uyazi...
Siyabonga Tetemane,siyambongela Yeyeye,Qwabe
Sysbonga Khuba muhle umsebenzi ❤
Uyohlezi ukhuphuka mfoka Mpungose ngoba uyakwazi ukuzicabela indlela nasekhaya emndenini wakhe kobaba bakhe ubakhele kanje Syabonga naku Jumbu uyaphakama Jumbu
Siyabonga Khuba mfana ukhule inkulu intoyenzile No Uyazi ngiyanibonga ngina e Goli . Ngiyabonga bafana ngathi ungathi before usuka lapho u cule umjolo lowo
Up Khuba n Jumbo Up,syabonga kwande
Siyabulela kuwe bhut khuba Ubuntu lobu obenzile❤❤❤❤
waze wacula kamnanadi weJumbo, ngikuzwa kwibackground indlela ongena ngayo, wow🔥🔥
Always love Khuba🎉❤❤❤❤❤
Up khuba up... usebenzile khuba
Wooowu ningama doda Khuba no Jumbo nisebenzile namnceda umntu ka Thixo❤❤❤
Sicela ukuyibona indlu maseyiphelile bafowethu kungabi yikuthi u Khuba akhiphe imali beseningayenzi umsebenzi wayo
Umsebenzi muhle Khuba into enhle awukhohlwa abalandeli bakho kukuhle noma kukubi siyabonga mfowethu 🙏🙏
Asbonge mpungose okwenzile kuveza ubuqhawe ngempela omunye bengeke akwenze lokhu okwenzile qina ndoda uqhubeke nesizwe Sakho usiphe ukudla kwendlebe namanqina ethu akwazi ukujikijela zimnandi ingoma Sakho qhawe ngbonga into oyenzile kumfokaGumede sengathi angaphola #khubaaaa💪
King of maskadi u did very well 💙💙💙buy it's painful
Andiwulandeli umdlalo wenu kodwa le ndiyibukele ndiyayithanda kwaye ndithi phambi sizwe esimnyama Khuzani uyindoda , Jumbo qhubani nakwabanye. 💯❤💯
Khuzan uhlale njalo njalo❤
Cha muntu meyenza kahle yanconyw dankie Khuba hawuu kwacishe kwafa muntu ngomjolo kanti bantu banjan ngob kusuke kudlalwa bakithi
Iqiniso ukuthi uNkulunkulu usebenza ngomuntu uziveza kubantu ngoba ngeke afike simbone ngamehlo kodwa usebenza ngomuntu komunye umuntu Amen Ubudoda abukhulelwa uyndoda mfoka Mpumgose
Sengikuthanda kakhulu kunakuqala weKhuba. Noma besigenca, noma besishisa singabakho thina . Up the blues 💙💙💙💙💙💙
Ubuntu bakho KHUZANI siyabonga kakhulu ❤
❤❤syabonga mfokakhuba ngokwenzile akwande mfwethu
Syabonga bhuti uyobongwa emazulwini
Umama wephinifa eli Orange uyambona ukut injabulo ingaphakathi so ngcabanga ukut kuyisbusiso kwayiloko nje ukjabula komuntu omdala kangaka
Up Khuba up King yomculo wasemzansi
God bless you Guys ,pambiiiili❤
Siyabonga ku khuzane no jumbo nami ngikuvolete blue ,,,,,,n jumbo ,,,,,,,nginityanda ukubhubha ngise mpumalanga mina ❤
sekungze kufe umuntu ngomdlao wensizwa nje
siyabonga Khuba ngobuntu bakho endaweni yembani yakho em tuba
Unkulunkulu anibusise❤kuhle lokhu esikubonayo siwumzansi. 🥰🥰🥰👏👌🙏
I like this man khuzani mfoka Mpongose siyabonga ngokulekelela abantu bakithi
Amen Khuba nenze kahle unklnkl anandisele bafwethu 🎉
Kwaze kwakuhle engikubonayo ,Uyaphila Khuba
Angyena umlandeli wakho but uyiqhawe
Kodwa Khuba sibonga ukunakekela kwakho nothando kubalandeki bakho . Uyinkunzi 💙💙💙💙💙💙
UNkulunkulu akukhulise Khuba unobuntu unozwelo keep it up!!!
Up khuba well-done
Khuba mfwethu nawe mfwethu Jumbo may God bless you
Hey mfoka Mpungose akwandwe dlamlenze uphiwe lento awsiye futhi unontanda kubukwa khula njalo kuNkulunkulu nabadala bakubusise ekungeneni nase kuphumeni kwakho💙💙💙
Sybonga qhawe 👑Khuba
Siyabonga Khuba akwandeeee
Jumbo mfowethu noKhuba Salonga bafowethu ❤
Kodwa bhut Jumbo nkoc yombusisa🤞🥰
Khuba ngiyakwethemba uzoyenza ingoma ngalesgameko🤞🤞🤞😂😂😂😂😂
Siyabonga Khuba nethimba lakho
🤴🤴🤴🤴🤴🤴🤴 singama blue nation syathokoz fth syabng khuba
Ndlamelenze kuyabasiza ukuthi ungasolwa ngokuthwala ngoba izinto ezifana nalezi ezenza ukuthi ubenaba landeli uyindoda mpungose 🙏
Inkosi ayikhethwa iyazalwa💙💙💙izwe lelakho bhuti
Sazi yenza kanje inkosi nakekela bantu bayo danki nakuwe jumbo nibashaye niyephambili
ÙKabuhlungu sham we thank you khuba ngokukwazi ukuzehlisa njalo kubathandi bakho ugcobo ngolwakho up khuba up💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙🙏
Well done qhawe bengazi kth uzolisukumela phezulu loludaba
Wayibiza kamnandi Jumbo, up Khuba
Uthixo anibusise Khuba nethimba lakho kwande lana enithathe khona ❤
29:27 siyabulela Khuba wethu xa uthe mawuyivelele le Ntsizwa siyibongele nayo up Ma Blue lions
muhle msebenzi khuba nojumbo❤❤
Yingakho siyofa la ofa khona khuba siyabonga kakhulu .noma kubuhlungu lokhu okwhlele lendoda hau
Syabonga khuba nojumbo 💙💙
Siyabonga muhle umsebenzi wenu nibambisane njalo
Gawozi and Jumbo 🙏 💯 👏
God bless you 🙏
Muhle umsebenti Khuba ❤
Siyabonga Khuba nakuwe Jumbo
Syabonga Khuba 🤜🤛
Siyamubongela Mnguni Phakathwayo kuma Blue Nation, Ubuntu lobo.
Imisebenziiii ykho emihle mfok khuba syaybonga kakhulu
Siyabonga khuba kakhulu ndoda umsebenzi omhle kangaka
Up Khuba mhle umsebenzi Mf2
Up khuba 💙💙💙💙💙
Asbonge Khuzani noJumbo ukusebenzela abantu bakaNkulunkulu iNkosi iyokubusisa
Kuhle kakhulu mfwethu ❤❤
up jumbo up khuba 💙💙💙
Khuba uvale ngasemnyango akekho ozodlula la❤siyaktanda nawe uyastanda soze bakwenze lutho sithi pambiiiliii sifela iParis asyaz ke nale Paris saz'umjolo thina😂
UP GAWOZI UP
ubuntu busekhona ebantwini base mzansi. siyabonga
Bafowethu iyekeni lento yokulwa ngenxa yokubanga ingoma nje. Asibonge Khuba ngoku siza
Siyawuthanda umsebenzi wakho Mfoka Mpungose Khuba uphakame njalo njalo
Imisebenzi yakho khuba emihle iyohlala ikulandela Gawozi up Khuba up
Awu siyabonga mfowethu mina ngibuya E Zimbabwe ngingu mlandeli wakho mfowethu noma bengathini mina ngili Ndebele elingu mlandeli wakho
Well done mfana ka Mpungose!!!
🙏🏽🙏🏽 ANtliyo emhlophe mfo kAmphongose
Umnyama kodwa wePresenter
Balandeli musan ukumosha umculi nilimaza abantu bengezelutho
😂😂😂 ngiyayihlonipha lendoda egenciwe mina. Ngeyema lapho 😂😂😂
Sithi isiZulu kubongwa okuncane kubongwa okukhulu. Kwande Khuba nkosi kamaskandi usazokwenza okukhulu kunalokho ngoba uJehovah ungakuwe.