Abaculi bakaMaskandi bevakashele uNjoko

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ต.ค. 2024
  • #Ubumbano

ความคิดเห็น • 232

  • @xolanizond2966
    @xolanizond2966 ปีที่แล้ว +13

    Nansike into esifunayo thina njangaba landeli bomnculo Waka maskandi ubumbano umoya wokuthula noxolo I njabulo cha qhubekani zinsizwa yinhle lento 🙌✊🏼✊🏼

  • @aphiwequnta5446
    @aphiwequnta5446 ปีที่แล้ว +17

    Big up bafetu manenza kanjalo nibambene ujohova uyohlala enihola kuzona zonke indlela yenu,noma kunomuntu ongenzi kahle Kuni ningathuli or noma nikhulume kabi ngaye vele nimqonde ngqo nimkhulumise ngoba ningabafowetu once again big up 👏👏👏

  • @nokuthulanala4735
    @nokuthulanala4735 ปีที่แล้ว +11

    Nibambane njalo 🤣❤️💞 bafwthu 👏👏👏💃🏻💃💃🏻

  • @nonkuthazocorina2046
    @nonkuthazocorina2046 ปีที่แล้ว +4

    Bhuti jumbo hawuuu kodwa mkhaya 🤭❤❤❤❤❤❤❤

  • @dreblack7662
    @dreblack7662 ปีที่แล้ว +7

    ❤️Yayinhle into labaculi bamaskandi babambisene kamnandi🔥🔥💯

  • @ttkamara1193
    @ttkamara1193 ปีที่แล้ว +21

    Imnandi le combo angifuni ukungasho . Kumnandi ukuzwana nokuhleka . Keep it up bafoza

  • @zamaswazishabalala9959
    @zamaswazishabalala9959 ปีที่แล้ว +26

    Jumbo is a Vibe 💯💯🤩🤩

  • @mthokozisigodfrey3463
    @mthokozisigodfrey3463 ปีที่แล้ว +13

    uGatsheni amahloni kwi nkabi yami😂😂😂
    umshuboooooooo majongo inhle into 🙌🏾

  • @zamaswazishabalala9959
    @zamaswazishabalala9959 ปีที่แล้ว +15

    Jumbo all the way! ah uyangenzela Shem💯💯💯

    • @bongajzulu3341
      @bongajzulu3341 ปีที่แล้ว

      Siyabonga ubumbano madoda kumaskandi inhle lento niqhubeke njalo awu awu awu jumbossss

  • @nomathembamakhoba6855
    @nomathembamakhoba6855 ปีที่แล้ว +1

    Ayi Jumbo AI Mjumbana ungenhla mfonwakithi 💯💖🔥🔥🔥

  • @nkosi900msimango6
    @nkosi900msimango6 ปีที่แล้ว +5

    Wooow nice bafethu kunbon nindawony🙌🙏🤝👌🔥🔥

  • @njabulondlovu8793
    @njabulondlovu8793 ปีที่แล้ว +4

    Into enhle iyanconywa bafowethu kuyakhomba selikhulile ngoko mqondo ingathi lungaqhubeka ubumbano up laphoooooo maqhawe 🤝🤝

  • @phumlanitshangase1864
    @phumlanitshangase1864 ปีที่แล้ว +3

    Nazoke inhlelento niyenzayo mo bhuti ningasayeka ngelinye langa ngiyobona emzimkhulu nmz 💯🤞🤝👌

  • @lucasmgubane2959
    @lucasmgubane2959 ปีที่แล้ว +2

    YEY WEBAFWETHU YAZE YAYINHL INT ENIYENZAYO U NKULUNKULU WOMUSA ENGATHI ENGAHAMBELA EZINHLIZWENI ZENU NIBUMBANE NIBE YINT EYODWA MINA NJE NGINGU MGUBANE OMAHHEDLE NGITHI NJE MUHL UMDLALO MAWUQHUBEKE 💯💯💯

  • @sibonisozulu1343
    @sibonisozulu1343 ปีที่แล้ว +8

    Kwakuhle baculi bakithi abahle💯💖

  • @MalusiShepherdNinela
    @MalusiShepherdNinela ปีที่แล้ว +11

    Eyakwethu lento. Ayhlangan' iynsizwa 🙌🏿

  • @siphelelemaduna36
    @siphelelemaduna36 ปีที่แล้ว +10

    🙌🙌🙌Inhle lento Bafw2 ningayiyeki ngingajabula mangingabona nabanye bejoyina

  • @justicendlovu4723
    @justicendlovu4723 หลายเดือนก่อน

    Kuhle kudelile madoda,sithanda kanje siyizinsizwa ukunandisa ngolimi hay ukuxabana madoda.❤❤❤
    Kwaze kwakuhle.

  • @bhalegijima3377
    @bhalegijima3377 ปีที่แล้ว +4

    Kwakuhle bafwethu syabonga 👐👐

  • @lwazinkosi2507
    @lwazinkosi2507 ปีที่แล้ว +9

    Kuhle enikwenzile sengathi ningaqhubeka njalo nibambane ngalendlela bafwethu❤️

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 ปีที่แล้ว +3

    Phambili ngobumbano bafwethu, 🙌

  • @ruthsibanda1221
    @ruthsibanda1221 ปีที่แล้ว +12

    Jumbo❤️❤️❤️❤️❤️🙌🙌

  • @nonkuthazocorina2046
    @nonkuthazocorina2046 ปีที่แล้ว +3

    Yayintle into bobhuti eniyenzile 👌

  • @xolisasondzaba
    @xolisasondzaba ปีที่แล้ว +2

    Ncooh Gatsheni amahloni ❤️🔥🔥

  • @mgcinincube8122
    @mgcinincube8122 ปีที่แล้ว

    Ayiii ayiiii uJumbo myekeni aze kumaskandi ezovimba esangweni💥💥💥💥💥💥

  • @sindisiweshezi961
    @sindisiweshezi961 ปีที่แล้ว +1

    🎉🎉🎉Up lapho Mabhinca. #KingShaka ka Senzangakhona ulele uma ebona izinsizwa zihlangene kanje. #Liyabuya elika Mthaniya

  • @xolilemvelase2071
    @xolilemvelase2071 2 หลายเดือนก่อน +1

    Awu wakhuphuka u Jaiva Zimnike 🥳♥️🔥👌❤️‍🔥🥳🥳🥳

  • @ayabulelamazongolo3117
    @ayabulelamazongolo3117 ปีที่แล้ว

    Ayi Bhuti Jumbo ayi mani♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️

  • @nokubonganqobile6962
    @nokubonganqobile6962 ปีที่แล้ว +5

    yinhle into ayidingwe koniwa😍

  • @sandisofakude7573
    @sandisofakude7573 ปีที่แล้ว +3

    Ayy cha yall did love that "Bambitshe" song😂❤

  • @nyathinhlaka4568
    @nyathinhlaka4568 ปีที่แล้ว +7

    Sukaaaaaaaa... Ngiyabonga kuNsele ngokubuyela ekhaya a-Understand igame kaMaskandi angathathi ngenhliziyo 🙏🙏🙏🙏

    • @simomsane1310
      @simomsane1310 ปีที่แล้ว +1

      Kuphi ekhaya ?

    • @hlulwa8181
      @hlulwa8181 ปีที่แล้ว

      Inhle into eniyiqalile niqhubeke njalo

  • @ntethelelonzuza6557
    @ntethelelonzuza6557 ปีที่แล้ว +5

    Lool bayazazi bonke abaculi izingoma zika Mgodi, kodwa kodwa umilikihli hlezi egxeka

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 ปีที่แล้ว +2

    Kwakuhle Bobhuti Bethu Siyajabula Uma Nijabule Engathi Ningahlala Ninjena Well done✅✅

  • @trustlesson3779
    @trustlesson3779 ปีที่แล้ว +3

    Asbonge kuleyondawo bafowethu niy'bambe kanjalo ✅👌👌

  • @sibusisophakathi9358
    @sibusisophakathi9358 ปีที่แล้ว +7

    Jumbo uyibhinca nje bafwethu, up lapho!

  • @londiweshandu284
    @londiweshandu284 6 หลายเดือนก่อน

    Inkunzi u Jombo ngiyakuvuma my brother

  • @ayabulelamazongolo3117
    @ayabulelamazongolo3117 ปีที่แล้ว

    Ayi imnandi lengoma yengezengeze mani😂♥️♥️♥️♥️

  • @Butiza1611
    @Butiza1611 ปีที่แล้ว

    Yayinhle lento engibuka ayi inhle into eniyenzayo bafwethu suka ayi😀👏👏👏👏👏👏👏👏

  • @amonngema5675
    @amonngema5675 ปีที่แล้ว +3

    Ngike ngisho kozakwethu laba esisebenza nabo kubalulekile ukuvakashelana ke kube nengxoko nje emnandi ebaleni ❤

  • @thembekanuh9695
    @thembekanuh9695 ปีที่แล้ว +3

    Nami ave sengihleka yinhle into❤❤

  • @kwanelegomba7832
    @kwanelegomba7832 ปีที่แล้ว +16

    U Jumbo uniphethe ngohlelo🤣🤣 uyanqena yin ukukhuphuka ngoshuni ka maskandi straight ngoba uza kahle impela.

  • @TS-jw6tp
    @TS-jw6tp ปีที่แล้ว +4

    Kwakuhle kwamnandi kubona amaciko ethu ehlangene sengath kunga hlale kunje eNingizim Africa sibe i Rembo Nation ngizizwa sengathi nami bengiphakathi kwenu maniyi biza bese nincokola kujabule wonke umuntu🙏💪🇿🇦

  • @nana.sphesihlemgenge7880
    @nana.sphesihlemgenge7880 ปีที่แล้ว +11

    Kwaze kwakuhle ekhaya ubumbano into enhle🔥🥰🙏

    • @sihlegumede9979
      @sihlegumede9979 ปีที่แล้ว

      Siyabonga phambili ngomculo kamaskhandi

  • @SizweThusini
    @SizweThusini 7 หลายเดือนก่อน

    Nice combo guyz🤝🤝🤝🤝🤝😍

  • @philanihlubi6126
    @philanihlubi6126 ปีที่แล้ว +5

    Into entle iyanconywa cha kuhle lokhu enikwenzile noma ke ngingababoni abase South coast, Sengathi ningakwenza njalo after 3 months niye komunye nako munye 👌💪

  • @silindilecele5920
    @silindilecele5920 ปีที่แล้ว +4

    Khuphuka lapho Jumbo maaan🔥🔥🔥

  • @nompilo7731
    @nompilo7731 ปีที่แล้ว +1

    Awuu ngythand makunjena bakwethu🥰nibamban kanjena

  • @rockysbudah2945
    @rockysbudah2945 ปีที่แล้ว +1

    NUMBER ONE ,NIZE NINGANGENWA IDIMONI ✔✔✔✔✔✔

  • @NonkululekoSiphokuhle
    @NonkululekoSiphokuhle 4 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤ Yayinhle into ayidingi koniwa

  • @vuccyndlovu4323
    @vuccyndlovu4323 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho maskandi syabonga yaze yayinhle lento ngifisa ukube abaculi abadala basekhona obaba uKhumalo Mfazomnyama ngabe yinhle kakhulu syabonga niyibambe njalo

  • @ruthsibanda1221
    @ruthsibanda1221 ปีที่แล้ว +9

    Khuba💙💙💙💙🙌🙌inhle into yenu

    • @TS-jw6tp
      @TS-jw6tp ปีที่แล้ว +1

      Ushayile ummmmh👌

  • @NaturesGarden-u7q
    @NaturesGarden-u7q ปีที่แล้ว +1

    ❤❤❤ nice one

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga kakhulu kwande

  • @bonganimthembu2647
    @bonganimthembu2647 ปีที่แล้ว

    Hhhhahhaw zakhuphuka insizwa madoda nathi syajabula eMakhuzeni mazbambisene kanje dake Hobosha😍😍😍

  • @maureentphakathi6295
    @maureentphakathi6295 ปีที่แล้ว +2

    Wowwww asibonge👌👌

  • @zmakhumalo2926
    @zmakhumalo2926 ปีที่แล้ว +4

    Jumbo ngiyayithanda into oyenzayo 🤩🫶🙌

  • @ValentineSibanda-ny7dd
    @ValentineSibanda-ny7dd 10 หลายเดือนก่อน

    Wow kuhle ubamban ibamben kanjalo

  • @mnikemalinga1096
    @mnikemalinga1096 ปีที่แล้ว +4

    Ngiyayithanda into eniyenzayo yokuhlangana kanjena🤝ningama Ciko lokho okukhombisa ukukhula nokuvuthwa emculweni wakithi wesintu.
    ngoba umculo akusiyona impi kodwa umsebenzi eniphila ngawo neniphilisa ngawo imindeni yenu🙏
    we Khuzani ubani obumbambise iVideo Camera lapho?🤔🤔😀😯🙆

  • @zinhlekwanele3717
    @zinhlekwanele3717 ปีที่แล้ว +2

    Amadoda❤️❤️❤️ aw sukaaa❤️

  • @siphilelesimelane
    @siphilelesimelane 5 วันที่ผ่านมา

    Jumbo jumbo uyinkunzi❤bafo

  • @ashuutv1857
    @ashuutv1857 ปีที่แล้ว +5

    bezikhala la🔥🔥🔥

  • @mzuveleimbongiyebhayibheli7570
    @mzuveleimbongiyebhayibheli7570 ปีที่แล้ว +2

    inhale lento ayidingi koniwa ubunsizwa nobuhle bokubumbana phambili nhobunsizwa ngyabonga insizwa ezicabange into enhle kanje 🔥🤝✊

  • @AndileNicolous-de2oi
    @AndileNicolous-de2oi ปีที่แล้ว

    Jumbo uyngwenya khuphupha kuvukusinga masotsho kanje

  • @njabuloxulu9155
    @njabuloxulu9155 ปีที่แล้ว +4

    Ai windoda Njoko 🤜🤜

  • @bonginkosimkhize6868
    @bonginkosimkhize6868 ปีที่แล้ว +3

    Enikwenzile niqhubeke nikwenze bafethu kuhle 🙌

  • @NtokozoNjabulo-is2id
    @NtokozoNjabulo-is2id 5 หลายเดือนก่อน

    Kwakuhle ukubona abaculi bejabule ndawonye❤❤❤

  • @nokuthulanala4735
    @nokuthulanala4735 ปีที่แล้ว +3

    Jumbo 💯💯💯💯💯💯🧡🤩🤩🤩🤩

  • @nkabiyengezo6342
    @nkabiyengezo6342 ปีที่แล้ว +1

    Yewena Khuzani isbongo sakwaNdlovu siyadula ngoba usiphaphela njeh 😫

  • @BaxoleleKolwane-fs2vr
    @BaxoleleKolwane-fs2vr 10 หลายเดือนก่อน

    Jaiva zimnike❤❤

  • @fikilemkhwanazi1042
    @fikilemkhwanazi1042 ปีที่แล้ว +3

    Jumbo kumaskanda❤️❤️

  • @robinmayuyu
    @robinmayuyu ปีที่แล้ว +2

    Jaiva jaiva

  • @MyNati1
    @MyNati1 ปีที่แล้ว +13

    ⭐Yinhle lento abayezayo 💯👏

  • @mxolisizukula
    @mxolisizukula ปีที่แล้ว +1

    Yinhle lento mayiqhubeke!!!💯💫💥

  • @Mdungexolani
    @Mdungexolani ปีที่แล้ว

    yinhle lentoo suukkaaa nahlangana kwakuhle ❤

  • @Joyce-y8n
    @Joyce-y8n ปีที่แล้ว +2

    Apha amanga ami🤗

  • @zungusyabonga9090
    @zungusyabonga9090 ปีที่แล้ว +4

    Inhle kakhulu lento eniyenzayo Madoda!!! Ubunye mabande emculweni.

  • @phakamilenomfiso816
    @phakamilenomfiso816 ปีที่แล้ว +4

    Kdwa ugatsheni amahloni😂😂🤣

  • @zukileherman3576
    @zukileherman3576 ปีที่แล้ว +2

    Yeyi Nina nenzan lapho,niyikobana ngithi ngisqhumisa emoyeni iswebu Bafana nami,ngithi wozani la

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 ปีที่แล้ว +3

    Yimi umalume🤣🤣🤣

  • @celumusamajola9941
    @celumusamajola9941 ปีที่แล้ว +1

    Into engiphatha kabi emalungeni omphakathi angimuboni umshanami uSfutho Njabulo Mahaye

  • @NtombiMkhwanazi
    @NtombiMkhwanazi 9 หลายเดือนก่อน

    Kodwa ngoScebi😍

  • @ayandamthethwa07
    @ayandamthethwa07 ปีที่แล้ว +2

    🙌🙌👏👏

  • @mkolodelwamtolo8380
    @mkolodelwamtolo8380 ปีที่แล้ว +2

    Yazi nam sengigcina ngihleka ngbuka la 😂😂 hlanganan kanjalo zinsizwa kuhle

  • @jabulanibuthelezi9430
    @jabulanibuthelezi9430 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga ubunsizwa yibo lobu into enhle iyanconywa

  • @mndenishamase5108
    @mndenishamase5108 ปีที่แล้ว +2

    Ntunsula ngenemgodiniiii😅🎵

  • @hlengiehlengzah3788
    @hlengiehlengzah3788 ปีที่แล้ว +3

    Yayinhle into niyibambe njalo bafwethu syabonga ningashintshi kuhlale kunjena nje

  • @NhlakaniphoSiphosethuButhelezi
    @NhlakaniphoSiphosethuButhelezi 6 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwakuhle zinsizwa zakithi uma nihlangene nimunye umoya munye kufana namafutha ehlela ezindevini zika Aron aze eshaya emphethweni wengubo yakhe siyabonga

  • @sindiswafakude9250
    @sindiswafakude9250 ปีที่แล้ว +3

    Yazi ngavele ngajabula guys ukuhlangana kwenu nje ngyathokoza phakama maskandi wakity no jumbo

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 ปีที่แล้ว +5

    BATHATHE MAJAIVANE MFOKA MISS

  • @thanduxolovincent6826
    @thanduxolovincent6826 ปีที่แล้ว +3

    Up lapho

  • @BonginkosiChonco-pn2ew
    @BonginkosiChonco-pn2ew 5 หลายเดือนก่อน

    Imnandi lento iqhubeke njalo 🎉

  • @simphiwemalinga1045
    @simphiwemalinga1045 ปีที่แล้ว

    Kodwa Jumbo 🙌🏾

  • @siphesihlendlovu6692
    @siphesihlendlovu6692 ปีที่แล้ว +5

    Anisho ngihlekani vele😂😂😂

  • @buhlembelu6068
    @buhlembelu6068 ปีที่แล้ว +5

    Ubumbano❤️🔥🔥

  • @ayandanyaweni9240
    @ayandanyaweni9240 ปีที่แล้ว

    Ubinsizwa bulapho up lapho

  • @mduduzintshangase9391
    @mduduzintshangase9391 ปีที่แล้ว

    Haibo Iskhova zasengekho laa

  • @nokulungamdletshe8752
    @nokulungamdletshe8752 ปีที่แล้ว +3

    💕💕💕💕💕💕💕💕💕

  • @perfectdladla767
    @perfectdladla767 ปีที่แล้ว +4

    Next time sicela niphathe neSikhova sesizwe ...S K kaMashandu ningamqhubukushi beno Ngizwe zinkabi zika Maskandi

  • @mthokozisimthethwa6864
    @mthokozisimthethwa6864 ปีที่แล้ว +3

    Nami ngyacula kulo nyaka😔

  • @bongumenzingwenya4056
    @bongumenzingwenya4056 ปีที่แล้ว +2

    🔥🔥🔥🔥🔥🔥