Phunga Lenja- Liyabhimba Igcokama Elisha, MC Tshatha, Ngizwe Mchunu- [SgeqaMagula - Ep5, S2]
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 15 ก.ย. 2024
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084
Nangicala bengitsi levideo yindze kakhulu but ngiyibukele yokhe. Angimati lophunga lenja mine angimati ngati Khanda lenja but ngihappy ngaye n ngimfisela inhlanhla. With love from Swaziland
Kodwa ngshaya amakhala ngesiZulu sakho awsiyena umZulu🤞
Nami angizwisisi kahle mfwethu. Kunobukhalanganyana
Bengsaba ukusho
Hai boh!!! Lensizwa eyakwaSimelane eNyukhasela. Uchaza ukuthini????
Bonke laba amizwayo lo mfo ukuthi uwase Zim bahlala egoli cha shemy owase sholosho siyabazi bahlala bethi babuya r Newcastle🤣🤣🤣🤣
Mubi Lo phunga lenja NEKHANDA ngathi IMBAZO
nomlomo ngathi ISIPHADLA
😂😂😂😂
😂😂😂
Uhluphile Dlakadla😂😂😂😭
😂😂😂Ngingasho nje ngithi you are a real entertainer bhuti uyahlekisa ngampela
Lensizwa phela yayingakhangisi ingoma kaMthandeni ngoba ethanda noma ngenhliziyo enhle, wayemchwensa kahle kahle uma uMthandeni angabongi ngeke ngimsole.
MC Tshatha syabonga kakhulu Bhuti wm uqhubeke njalo nokusiza abanye aBantu.....phunga lenja well done mfwethu ngomsebenzi wakho
Iyazethemba bo Lenkunzi😂😂😂😂
Excellent "Phungalenja" wachaza kamnandi mfwethu nkab'yami well done 👏 ✔
🤝👏"PHUNGALENJA MFWETHU NGIDLULISA UKUBONGA KAKHULU UKUTHAKASELA UMBONO WAMI INKULUMO YAKHO NGITHANDILE.LAPHO USUCHAZA UKWESEKEKA KWAKHO UBALA.(1)UNTWENCANE .(2)UBHUTI OWAKUFAKELA IMALI IFONI IBHUKUDE ILWANDLE.(3)UTHWASA LEKHANSELA( 4)UBAHUBHE.....ETC.MFWETHU UKHULE UHLONIPHE UZIHLONIPHE UKHUMBULE UMNDENI WAKHO WONKE UHLONIPHE NOMPHAKATHI UYOYIBONA IMPUMELELO.....UGADE IZINTOKAZI NEZINTOKAZIKAZI ZITALUDLA UBHEDU UKHOHLWE IKHAYA NAKHO KONKE OKUYINGXENYE YEMPILO YAKHO....NGIBONGE .....🤝👏PHUNGALENJA .......NKAB'YAMI ......🙏👏🤝
Mina ngiyakulandela impela kodwa uMthandeni uyamphaphela😂😂🤞🤞
😂😂😂
umthandeni sengaze echazele wena uyini wena cos ungowase Zimbabwe vele isizulu akuyona into yakho la emculweni kuyacikozwa slima
Wacikoza UMTHANDENI kuleyangoma ❤️
Siyabonga kwi Real TV ngokusilethela uphunga lenja 👐👐
😂😂😂😂😂 ay ayimuzwa uMthandeni!!!!
Isimubaambile neyangamasta 😂😂😂😂
Sibonge Realtv1.... Khuphuka lapho Phungalenja 🐶
Ingoma kaMthandeni yayizoduma ngaphandle kwakho nje, okunye ziningi izingoma zikaMthandeni ezimnandi yin uthathe lena ebhedayo.
Wayichaza kamnandi indaba yamantombazane agxumela abantu abadumile. Yingakho nam nginganendaba nabantu abadumile.
Umuntu akazali islwane esizalayo. UNkukunkulu akaniniki izingane, yinina eningacabangi, nifuna ukunconywa ngombhedo, ngeke ubenezingane inqwaba ucabanga ukuthi uzozondla ngani zonke lezo ngane. Ubuthutha lobo, zoze zilalane zodwa.
Hhey umubi wePhungalenja mfana Kodwa vele ayikho I comedian enhle🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Siyabonga REAL TV ngokusethulela lensizwa ngiykhonze kakhulu akusebenze lokho✊🧒 😂😂😂
Hhayi this guy uyahlekisa yazi 🤣😂😅😅🤣😂 kodwa akamphiwe UMThandeni nje . Thanks guys beautiful interview 🏌️♂️ keep it up guys nice work 🤝
Mina njengoMlandele waMthanden nam angithandi lento yokuthi aluke edelela uMthandeni yena ufuna uduma kakhulu ngoMunye umuntu ai
Isikhova asikwazi ukucula Qiniso lelo
Ngeke ngimsole uMthandeni ngokungakubongi ,wena wawuqonde ukudicilela phansiii isthunzi ngoWaphafa gogo ,kwasekwenzeka iymanga...wena ungumlandeli kaKhuzani
True
Kodwa phunga bakith wadlala NGO Scebi.....cula.kahle uyatalabha nje inkosi yamagcokama big up Scebi
U Phunga lenja lo angadlali ngathi, akashongo ukuthi uphuma kephi ne Newcastle. Lensizwa akuyona eyase NN, iyazazi ukuthi idabuka kuphi...
iZimbabwe lomuntu sengimlalele kahle isizulu sakhe syabheda lombhemu
Engani ushilo iphungalenja wathi ihlala edicks enewcastle
Phunga lomgodoyi awusho liyasebenza ikhanda lakho 😂
Usedakwe utshwala bamahhala lona umthandeni wayichaza ingoma okhozinifm ku Bkey sekumele echazele yena ngoba eyini phuma kumthandeni wena nja
Eyani idrama aiiiiii
Phungalenja ngicela ungisize mfokababa ungishayele lenja ezibize kwenkosi yomaskandi lomfana uyadelele ngimufisa kabi ulokhu evinjwa ilabantu ehambha nabo ngimufisa kabi lomfana uZimile kwakufanele ayishaye ngemphama phungalenja mfowethu ngicela uyibize eringini uyiphahlaze uyiphahlaze lenja ngiyaku thuma mfowethu uthunwa u Gumbhaya DLAMINI madlebembhongolo ntongashayeki
Nilethe isishiphi sohlanya kuMthandeni ngeke Ayeke ukumdelela ngoba isifiso sokumcekela phansi asiphumelelanga uyokhuluma ngaye aze abone ukuthi isifiso sakhe soyafezeka why pho enabalandeli abangaka ebhimba lo uzifunela udumo
Ayy uyaqaqisa phungalenja😂😂😂but if ungayeka ukugudla ezinye izinsizwa kungenasdingo.
Iyagadla lensizwa 🤣🤣🤣isitalabhe , Navigator, muntuyenziwa, bhodlumlilo, quality bathi ne fake yemali🤣🤣🤣
insizwa iyakhiwa ayialwa, isnizwa kwamele iqhathwe ibhekane nezimo ezizoyakha, nase Newcastle nye azikho insizwa
Waze wane charisma u Phunga lenja❤
Phungalenja ngeke uduntshulwe isikhova asikwazi ukucula vele
Uyahlekisa Khandalenja yazi 🤣🤣🤣 keep up my brother 👏👏👏
Waphafa gogo wagiqeda ntombi zimbuka ngedata siyabonga ngokusilandela iphunga lenja dankie
Kade kushiwo askwazi ukucula iskhova uzizwele ke nawe yibhimbi
Siculelwa uwe konje
@@bonokwakhemajola5144 Siyabhimba awuzwa yin unenkinga eyndlebeni uyasho nje uphungalenja
OwaseZimbabwe umfana manje kungan ezfihla
Uzifihla kubanii ???
Nam ngizwa khon 🤣🤣🤣ishangane leli
INyukhasela isiqale nini ukuba yiZimbabwe?????
Yamada i-interview 🙌😄
“Ungabe usasho”
Ngeke ngisasho 😹😂🤣
Uyobatshena nini abantu iqiniso ukuthi ubuya eZimbabwe we Phungoooo ngoba lokhe uqamba amanga thi wase Newcastle
Uphikani ukuthi ubuya e Zimbabwe wena mfana ngoba akusiyo inhlamba futhi momculo lona okhuluma ngawo uwazelaphi ngoba wena wazi indolwane music
ziyakhala ke manje
Phungalenja😅🤗💖♥️👌
Uynsizwa kodwa phungalenja
bengingazi lendoda inengqondo eshesha kanje
Njengoba ubahubhe eshaya ushuni ka kulenyane wese Botsoana
Qinisile phungalenja isikhova asikwazi ukucula
Wena UYAKWAZIN
“Ek’se Umuthanda Ungeza” 😹😹😹😹😹😹😹😹🔥🙌🙌
Cha iqiniso libuhlungu futhi abantu abalifuni kodwa mina ngizolisho and anginanaba ukuthi nizothithini Mthandeni akakwazizi ukucula and uyabhimba nehloko zengoma zakho cha kuyasho ukuthi u Mthandeni abantu mabalibeke nje kahle ukuthi bathanda indlela agqoka ngayo not ukucula kuleli cala uyabheda kanti keh ungakhohlwa uyathengela amasapoter akhe impahla zokugqoka onenkinga nalokho ngithi fokofo
Inempandla inkab niybuke mayigobisa ikhanda😂😂,Gejas nkunz✊
Unamanga wena mfana ukuthi ubuya e NN ubuya e Zimbabwe wena ,
Unamanga lomjita yena nj uzizondela uMthandeni ngob phel lento kawaphafa gogo wayichaza umthandeni kwi interview yakh noBK Mchunu okhozini shuth nj uyena ungamzwanga
WAYICHAZA UMTHANDENI LENGOMA,FUTHI WAKHOMBISA OKUKHULU UBUHLAKANI NOKUBA ISOKA KHONA LENTO OKUTHIWA UMQONDO OCASHILE,ABANINGI NGEKE BAKUBONA NJENGAZO ILIMA LEZI OPHUNGALENJA.YAYINENGQONDO NOBUHLAKANI LEYANGOMA
Amacomment athi owaseZimbambwe uyafaneleka ndoda tshela abantu iqiniso mfana kaMgabe
Izimu leli mfowami zwani kahle ulimu
Kuyadida ngoba lomuntu uthi yena ungowaseNyukhasela kepha abantu bayaphika bengamazi nokumazi.
Abantu bazofa umona khuphuka lapho phungalenja
Yoo akahlekis wejesu ukhandalenja namft yooo ngithanda ukbaphansi kwakhe bandla Siya🙏🙏🙏🙏🤍🤍♥️♥️🤣🤣🤣🤣🤣✨✨🌟🌟🤞👌
Awzisho wePhunga lenja kukuphi ekhaya
Into enyanyisa uyibuka iphungalenja ngempel leli
Kunezinto Engizifundayo Kulensizwa💯🙌🙌🙌
Insizwa kodwa le
Kodwa isginci siyakwehlula kodwa, into nje uyigagu emlonyeni
Umthetho wethu kwaNgobe wena phunga silungile and siyafiselana ikusasa elihle Amakhathide ke lawo
Ongichaze kikho awmbalanga lobhululu wakho kutop5 okushokhona ukuthi NAYE akakwazi ukucula lokhuzan WAKHONA
Lina alikwazi ukukhuluma nje lingafakanga igcokama kuyacaca ukuthi lilala lidlile nje emizini yenu ngenxa yeGcokama
Thina njengabalandeli begcokama asikhulumi nophunga lenja yini leyoo wazini yena igcokama liyacula bafe2 hayii kancane kakhulu and kamnandi futhi futhi wonke umuntu ungumlandeli weGcokama la ngoba inkulumo yenu yonke ineGcokama phakathi kuyi south Africa yonke
Yethu or yaphunga lenja?
Yambongela umfowethu utshatha kodwa ungamubulali sisamdinga emaphephethen😂🤗🥰
Bengithi insizwa endela le, kanti ufunde sekune blackberry. Umfanomncane.
Thina safunda kusathiwa Dear love" envwadini.
Umthandeni akakwazi ukcula lokhu ngishilo
Mfokà Manqele iyakhala leyondoda,ukuthi phela ngeke simthande sonke akayona imali,
Khuluma iqiniso wena uphuma eZimbabwe
Ingongongo leli awazi kuphilwa kanjani Emahostela iyeza iDudula awusiye owa lapha
Owakuphii ????
@@ba-kasbongiseninombalizabayeki Hhawu ngingawazi amanyanyambane engaka ukuthi ayacasula wakha igama lakhe ngoku destroyer abanye abantu
@@bonokwakhemajola5144 yakhela ngensiba zeyinye koda izibutha phansii lomfana bayazana nomthannden
Ngoba seduma ke manje sekuvela okthi aksenguye walapha
Unani ke wene ngcono ngoba ungowalana ke phela dololo
“Ungazoshaya ikaka wena” 😹😹😹🔥🔥
Phungalenja engabe niyofunda nini ukuthi akulungile ukuhamba ubhabhalala nje umithisa ungenamfazi, uhanbe uzalela endle njengenyamazane. Mara why vele bafwe2?
ayi nkosi yam 😂😂😂😂😂😂😂 ave eyikhulumela shem
ayiqimbile ngani lenkabi ngba mina ngiyazi iqimbile
AmaNdebele akusiwo amakhalanga kahleni bo???
Lo mfoe wamnyanya kangaka umthandeni yini owamdlelayona 😭☹️☹️
Mina ngisola Nina ngalotshwala obuningi kanje Umuntu seyonitshela amanga odwa mpela nikholwe 😂😂
U Spha Nene loooo Rumza wami wase Varsity😂😂😂😂ama characters nje nseeeee from ukushayana nokuthanda impi all the way to ukuhlupha nokweyisa😂
rumza nendoda
Ngyakuzwa ngwenya yami ushayelani khona kodwa ngomthandeni
Ungathi wande ngomlomo lomfo singakayizwa neulbum yakhe. Efika nje usekhipha 2 song vele angiboni indaba yakhe.
Khohlisa abenyanga ubaholele abeviki mfana ungowase Zim
Ikhalanga impela leli dankie khehla
@@georgebuthelezi8057 you do know that’s there’s Ndebele in Zimbabwe right
Iqiniso lihle owasezimbabwe
UPhungalenja uqinisile uma ethi uMthandeni useyenza nje, akasaculi ngoba engumculi. Futhi uyabhimba.
Inekjonoke futhi lensizwa ihlakaniphile
Kodwa amanga lawo, niqhutshwa inzondo
Nabuza umbuzo okahle. Waphendula nje ku BK ebizwa okhozini. Uphunga lenja unenzondo yokuthi Igcokama aliyinakanga le video yakhe. Usengaphika nje mayephika kodwa uchemile
Thwasalekhansela, Bahubhe ✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊✊
Imvamisa legenge ezele kakhulu ayondli,😂😂😂 ungangiphoxi phunga😂😂😂😂🤞
“Siyakha thina ngapha” 😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹🔥🔥🔥🔥
Layichaza moss igcokama leyongoma ethi waphafa gogo okhozini kukanye nawe ki beekay mchuni ugejas uchemile ngokhizani, #realtv
Wayichaza yazwakala futhi yakhombisa ubuhlakani leyangoma,inalento okuthiwa umqondo ocashile.ababaningi abantu abalisoka olimini
Ayikho i interview engabamnand lingafakwanga igama lamthanden
Engathini uGejasi mangingathi unamanga owaseZimbabwe mangizwa iTone yakhe
Lol ngqo
NaseZimbabwe siyakhuluma into ezwakalayo kahlekahle uMzilikazi usukephi
@@ndabezinhlemabaleka2551 Niyakhuluma Ndabezinhle kodwa phela iTone yenu ayifani neyethu mina ngiphikisa lo okhuluma isizulu ngesindebele kodwa ebe ethi ubuya eNewcastle
Bahubheeee big up green nation👆💚💚💚💚💚💚💚💚👆👆👆👆👆👆
Uyamazi yini uMntebhosha ?
Ufuna sagila wena phunga lenja😂😂😂😂😂😂
Uyiqhawe Nkunziiii uyalimela igama lakho✊✊✊
awundoda ngihlala eNorwood futhi ngispana khona shukuthi besingabonani
Naletha isilima bo
Ngiyinkunzi phungalenja
Eyi nephunga lencanga linenkinga nabanye abaculi shym
Phunga lomgodoyi
Mina ngyajabul mthandeni mayengaznak lezinj ezifan nalento khulumayo embi
Uyabheda phunga
Lenjah
Umakhono wonke number1
Kdw eyaphi lensizwa enesidina kanje uyakwazi yini ukucula yena Sisi nami
NgoweZim
Umzukulu ucula kahle kakhulu izwi lakhe limtoti ubulawa ukuba usomahlaya nje uPhunga nimxolele
ay ayikho lento yakhio phungaleslwane😂
Dankie brother good lack