💃💃💃nazoke ngifuna obaba abanje ai amagwala amadoda avumela abafana badlale ngezingane zabo azikhale baba sengathi sngabobana cha ngyakthanda baba wengane
I'm sorry about what the little girl went through kodwa unoTata wakwenyani. Thats what I call uTata oqotho. Siyabonga 🤝🙏. Akumnandi uthandwa ngu Tatakho ❤🥰😍
I am a mother that does not allow anything in my house that I didn't buy... ngisho ipeni leskole engingalithenganga angilifuni, lolz ngiphindisa ngisho ama peggs engingawazi😅😅... Ngaze ngamthada loh baba🥰
Esh waze was mention an important point, abantu abanemali I don't like them either shm🥺, I prefer hluphekile wami Onothando as long sinokudla ne shelter
Ncoooh bakithi ngamthanda lobaba osaphotha ngane yakhe kulolusizi lwengane yakhe ❤
Father of the year Award to this Father✊🏿
🥳🥳🥳🥳🥳🥳🏆🥇
Sicela kuze uLungstar bakity ohlelweni uma uhamba Stufuza❤❤
Siyamukhumbula akubuye uLungstar
Yoo nam i prefer lungstar bandla
Our very own yellowbone ❤we miss her
Ngaze ngamuthanda ubaba wangikhumbuza owami wayengafuni lutho ngentombi yakhe...big up to best daddy
Aw syabonga baba uthando olinika umntwanq
Sisacela uLungsta bakithi syamthanda kakhulu
Awu cha akabuye sesi mkhumbule😢
Hhhay nami ngisho njalo smakade😢
Lungstar wethu ❤❤❤
Ngime nani lapho ❤🎉
Nami ngimkhumbule yLustar wami
The BEST baba in the world😢❤
Igugu lababa nkosiyami luthando zama indaba yeskole bese uyaphuma kule relationship ngifisela inhlanhla ❤❤❤❤
Uhambe okahle Stufuzaar uNkulunkulu akuvikele sis ubuye futhi we love you❤❤❤❤
💃💃💃nazoke ngifuna obaba abanje ai amagwala amadoda avumela abafana badlale ngezingane zabo azikhale baba sengathi sngabobana cha ngyakthanda baba wengane
Uphi u lungstar wethu bandla❤❤❤🎉..sicela abuye la akhona..mphathi we blaq life TV siqela u lungstar wethu please 😢😢😢
I'm sorry about what the little girl went through kodwa unoTata wakwenyani. Thats what I call uTata oqotho. Siyabonga 🤝🙏. Akumnandi uthandwa ngu Tatakho ❤🥰😍
One thing about Stufuza une respect look at the way she gives the phone to guests❤
Yilokho engakunaka nam
U girl has manners shame and wow what a dad❤
Ngaze ngyamthanda lobaba nkosi yami... Uyaythanda ingane yakhe
Omama Bethu bathengisa ngathi nkosi
Eiy yabona utshwala yoooh buyisilingo ngoba banikela ngakho konke ngenxa yotshwala kodwa pho umzali onikela ngomntwana wakhe ngenxa yokufeza inkinga zakhe yooh ai bazali ai ai nibe yizahluleki nina bese nibheja ngabantwana ai bo angivumi kumele sivikele ingane zethu
Ncese cc usizile waphumela obala injabulo yakho ibalulekile
Syabonga kubabah ezokwazi ukumela umntanakhe koda bomama ngyakhala ngani kungani vele sihluleka ukuvikela abantwana bethu mina ngeke ngyabonga ngoba ngincamela ukungabi nalutho injabulo yabantwana bami iza phambili syabonga stufuza wethu ngokumela izwe ❤ babah wengane sukumela umntanakho uma umamah enza nje syabonga babah uyindoda emadodeni ❤
The sister is telling the truth my mother is doing the same she is controlled by money everything she does is wrong
The best baba in the world uyi champion baba god bless you and your family
🎉kekho best ngabe ayihlukumezekanga
Uyakwazi ukuza nabantu besfazane alale nabo ngikhona, if... Wamngena emlonyeni azange isaqbubeka I kulumo 😢 listening is a skill
😢ngaze ngafisa kubanotata Waze wakhuluma Kahle utata
Wow stufuza uhambe kahle mntanami sizokukhumbula kodwa ngoba uyabuya sizojabula uthenge kahle ntomboo syakthanda
Uhambekahle Stufuza sikufiselaokuhlekodwa untombazanakwangathi angalutholausizo ngiyethembaufundile emaphutheniakhe
Nginimamela ngilana Gqebera Stufuza, ngiyayithanda imibuzo yakho. Ngempela imali iyimpande yesono
Lungstar plzzzzzzzz ❤
A great dad indeed!!!❤
Samthandi ubaba n he is soo brave n understands his daughter syabadinga oobaba abanje👏👏👏❤
Lengane uzwakala iphila ishoda ngomama nje kphela.
Mpela lishoda ngomama ozykhombisa indlela
i shoda ngomama mpela
Ngaze ngafisa ngathi ngabe ubaba wami lo, May God bless him ngokuthanda ingane yakhe
Baba wangempela father of the year siyabonga kobaba abangazikhohlwa izingane zabo noma bengashadile nomama bazo.. Super star daddy
This kid is clever and brave.
Hambe kahle Stufuza sizokhumbula and good lucky
Sicela ucc Lungsta we Stufuza
Hambe Kahle stufuza khululeke kahle ntombi♥️♥️♥️♥️
Kazi ubani lobhut wase Ndwedwe okhohlakele.. Ngoba Nam ongwakhona.. Hlampe iskhohlakali engsaziyo nje
Yey hlampe uyamaz ngampela...
Eyish inde lendlela ubomi bude uzoba ryt siswam
Ngisa cela u lungstar
Uyaz lendaba iynkinga ngoba hlampe lobaba angafa efela lengane njengoba kuthiwa uyesatshwa .. umama uwrong kakhulu kmele ingane aymukele Uma isthi inenkinga ..umama nje akalungile kwakmele athi okngcono akalobole kuze azomthatha .asazi ke amambawu ngawathini ..ngbuyele kuwe Thando nawe nje umqondo awnawo kwakmele indoda uysthele ukth ucela ukfunda uzmele buka mnje akselula naku muzi umile ngenxa yalendoda ingakbulala ngempela Sibi isimo la emnyango
Best Dad ever❤❤❤siyabonga
Ncese mtanam kunzima umha wakho uwrong
Hamba uye kwa Babwakho uphume uphele endaweni uyiqale kabusha impilo, You are still young ... kusangalungiseka
Yho lotata 😭
May God enlarge your territory,give him wisdom to confront this monster.
Yho,nathi bazali ngenxa yemali,worse umntu ongumama!
Umama oyisdakwa nje akaze aba nenaka eynganeni
Am literally obsessed with the show ,keep up the good work 🎉
Sisi ngiyethemba ufundile ,obaba abanamaqiniso siyabonga baba ngokuba sesayidini yengane
Ooh babes uyakuthanda tatakho cc tjuu ,yhoo heee uzokwenza mehluku cc. Ooh babes ufundile kulento dlulekuyo tjuu uzobafundisa kakuhle ke cc abantwana bakho ngesimo odlule kuso
Omama abaqoma ngezingane uhlobo olwenza njena. Kushuthi lo mama uzosha
I am a mother that does not allow anything in my house that I didn't buy... ngisho ipeni leskole engingalithenganga angilifuni, lolz ngiphindisa ngisho ama peggs engingawazi😅😅... Ngaze ngamthada loh baba🥰
Best dad in the world siyabonga baba ngokuvikela ingane yakho kulesisimo utshwala ngiyabesaba bomama asivikeleni ingane zethu
Yooo I wish u thole isizo Dali impi le uNkulunkulu Abe nawe kukho konke
Bomama yekani ujuhambisa imali phabili mele ubenothandobomuntanak pls❤
Ukuhlupheka usungaze uphisane ngengane yakho ngenxa yokweswela uwbheki ngani amatoho kunalelento oyenzayo ikusomama Leto udoti nje buyela Khaya wena girl nxxxx😢😢😢
Ohh ubaba uyakuthanda xem🥺❤️
Waze wanothando ubaba
Ngicela samukele ukuthi kuza uMamelo bafwethu. Ungazizwa kanjani wena uma kuthiwa uwena ozoshayela uhlelo, besesithi cha akuze omunye hhay wena
Excellent confession girl happiness ana and safety first priority.thanks daddy for understanding...plz resolve this matter in a controlled manner.
uyaphila ubabawakho weengani udinga umama
Nangoke ubaba oqotho❤️❤️❤️❤️
Sawubona we Sisi.
Ngithemba uphilile, kusho uma wakho sekamdala ngabe usase musha ngabe uyazenzela kwa yena ❤.
Ma Afrika Amahle Asibonge impilo.
Stufuzah wam ❤umakuhamba wena bandla usibuyisele uLingista naye ngiyamthanda kabi umamellow into ongayenza noma ungahamba naye stufuza ngoba imibuzo yakhe umamelo umntu akambuzisis
Big up 4 ubaba nembuzo kaStufuza ngyaythands qhubeka babeee uyakthanda uMah❤❤
Yes dufuza pls ubasipha ifeedback one of the days❤
Eey....hamba uye eskoleni, ulungise impilo yakho Sisi. Try get counselling. ukhumbule, NoBaba naye ngeke ahleze ekhona. So kmele ukwazi ukuzimela. Qina isbindi, sonke syawenza amaphutha, uphole oer❤
Yaah, uhambe kahle Stufuzar uphumule, relax and good luck
Oo God almighty please Protect that's Father Njosyami ngoba kubhekrka ngathi loBf uyiscwaga nje empakathini bakithi
Best dad ever ♥️
Ubaba wakho wengakhi ngani yena aze akhelwe isoka kyashiwo ukuthi umkipito awdlali kwakumele akulobole phela akufundise impilo eyaphambili ukuthi umzali awuzikhetheli Nkosi
Ngiyakuzwela hlukanani nemalizamadoda nizolimala abanye abazalibasile umama ukwenzanjaniloku
Mmmmmm ngamthanda ubaba Smakade ❤
eyy waze waybulala uMama ingane.....kmele nje lengane iqhubeke nempilo....go to school, study and azimele. Ngoba ayyi lomama wakhe....
Ngibonga kulobaba ukuthi Ayame ukuvikela ingane yakhe big up to daddy
My husband uvele athi nangu uLustar wakho woza uzombona😂😂 mic u lustar
Umuhle baba wami ngiyamthanda ubaba othanda ingane zakhe uyimele ingane yakho baba wami noma amaphutha ekhona enganeni kusuke kube yibufishane nokukhula
Nawe uwrong Sisi Musa ukublama abazali ngento eyazalwa uwe uwe owaqala yonke lenkinga usuyazikhipha
Grl usengozini nono ngoba amanye amadoda aphelelwa ngunembaza 😢😢angakubulala nono hmba kulondawoh grl okanye uyohlala notata wakho 😭
Father of the year✊ "Ngzohlanganisa insizwa lapha eRank" Hlangana zuluuu Location iskhomba eNdwedwe manje kuLate🌍✊🥂🪓🔨⛏️🗡️⚰️🔫
Jamba hlecc sokumbula❤❤❤
LeShow ingenza wow❤
Angaz yini eyongenza ngikholwe ukuthi these are genuine calls...ngathi I acting nje kumima
💋
Uyokholwa the day wahambisa esakho istory sakho kwa Blacklife
My colleagues always say the same
U dlala ngo mam wen sfebe niqoma obaba abadala bese nithi omam sisuk singekho nivum ukulala nabantu abadala bese uwen cc ongazihloniphi umam ulala otshwaleni nge nxayakho umufakele I stress
Ngyamthanda lobaba uyaythanda ngane yàkhe
Best Father sana🥰
Sizokukhumbula stufuza SAFE delivery lapho❤
Uyinsizwa Lobaba ngakhumbula owami😢
Ngamane ubuyele emkhukhwini kunokut uhlalele udoti nokuhlukunyezwa cc, phuma usaphila ungaze uzisole.
Yooo kabuhlungu kodwa ke kube wakwalela umama ngoba kwakumnandi wawuzabaleka sibonga infundiso kulusha bazokwesaba sikufisela nawe uberight uphume kunenkinga
Stufuza uya phazamisa... bendifuna umva walala nenye intombi phambi kwakhe kwaze kwathini
Uhambe kahle Stufuza ukhulise kahle umntwana
Mmmmm waze wahlukumezeka sisiwami yabona abantu besifazane nemali 😢😭 mamakho usedayise ngawe phela yazi😭
Syamkhumbula u Sisi lungsta
Wow ubaba wakho the support I love him shame
Ngicela uKwamukelwa Ngimusha
Ngiyakuthanda Stufuza yazi sengibukela wen njer mama buka njer ngiya subscriber ngenzela wen njalo❤
Utata amachance umama uye owakuthengisa umama uhlulekile ukuba umzali kuwe 😮😮😭😭😭😭
Esh waze was mention an important point, abantu abanemali I don't like them either shm🥺, I prefer hluphekile wami Onothando as long sinokudla ne shelter
Cc kwakumele umtshele ubaba from the start b4 uyokipita.umjolo cc awubuyiseli
Emuva kokulale le episode, unaye yini ubaba wena😊
Sizokukhumbula Stufuza ❤
Lento iyaslulaza sizi nsizwa kodwa into esoziza lomlisa akavele ayobona okhokho mkhulu bakhe⚰️
Phephisa gal,Ngibonga isibindi sakho sokuphumela obala ukhulume konke okukuwe. Ngaphakathi,uzokusiza ubaba usemncane konke kuzodlula impilo izoqhubeka iye phambili ube ryt u applyer uzothola isikole nsfas uzokusiza,Thina bomama kumele sicabangele izingane zethu
World's greatest dad❤❤
Please my little sister 🙏🙏 ungabulalisi ubaba kho 😢😢😢
My girl Ur ryt to tell Ur father ,to slave the problem,Ur boyfriend it's not boss to this world take more action in time
Lomntwana ushode ngomama oqotho nje and ubaba wakhe uzwakala ewubaba oyikhathalele indodakazi yakhe