Kunzima lapha emhlabeni ngoba amantombazane ayadlala ngabantu,bese kumele umyeke umkhulu nishade njengo mfazi bekumele ufewazi,ungalinge ulenze iphutha uhlangane naye you are dead my sister pls change the province until the madala pass on Asante manamuke kumbaya sana sana
Uthandaze angadlali ngawe uMfana olingana nawe! Kuba uthando Yi dangerous game!
Sinibonani ma blaqlife amahle bathandi bezindaba nginithanda into eyisicefe ❤❤❤❤❤
😂😂❤❤
Sibonge sengingenile nami
Unescefe yezwa😂😂❤️
@@CaroMfeka 🤣🤣
Thina bathandi bezindaba😂😂😂😂
Kusasa kuzothiwa justice for Zanele ,ngekhe basakhuluma ngobufebe balo sisi yhooo
Abazicabangeli labonondindwa. Kodwa ungaze ubhangqe osomatekisi pho😮
Iqiniso lelo sizobona njengoku hlukunyezwa kwethu abantu besifazane kanti u ufebe bume ngezinyawo nx
He still addresses her as sthandwa sami, even in anger. He really loves her and this hurts him.
Ey umuntu wesfazane ulahlekelwa okukhona ngokungekho, lo olingana naye khona amthandayo naye
Injalo nje
This woman is ungrateful we need man like these
Niyaganga kodwa ngabantu abanisizayo,musubona ukuthi isuryt usuyamshiya, kodwake inhliziyo idla ekthandayo,
Yey sisi uqinisile
Kwaze kwabuhlungu kodwa ngo baba,kusasekhona amadoda anje ngaphandle kodwa sisi udlala ngomuntu okuthanda ngempela.
Yebo Stufuza Ndlangamandla eZulu, intokazi ezalwa uMamkhize ❤❤❤❤❤❤
😂😂😂😂😂
uzomfuna amfumane kuzodadwa egazini sisi kuba lowo ukubone ngoku sowumuhle yimali yekhehle RIP dadethu 🤞kwiTexi industry kuyafiwa akakho nje umntu ofuna ukuzihlanganisa nalondawooooo!! 😳😳🙆♂️
Dont forget an old shoes that transported you to buy new shoes
iphutha lethu madoda yikuthenga uthando.uzoba strong lo baba
Qiniso Mfethu maar ma unayo imali unayo and you will spoil your person, akusho ukuthi uyaluthenga uThando
Kkkkk mjolo will humble him utata
This man is inlove ❤
Shame he is hurt man😢
Stufuza umuhle sisi, ❤❤❤
Ulala nabo bobabili wazi ngani ukuthi eyabani
Gud question
Axactly my question, what is yingane ka baba le,ngapha uyamlahla!
Ngaze ngamuzwela umntomdala
Lol😂😂😂😂😂@@akho2304
@@akho2304 ngempela abayeke ingane ezincane , alikho ikusasa
Lo baba uyamthanda lo sisi...Waze wehlisa umoya kungamele😢
This girl is going to regret losing this man for a boy who drives taxis😂
Kuzophela ukuphapha
Akamuthandi uyasho nje kambesejoliswa ukuhlupheka
Uthole ukuthi umzimba awusho ukuthi wingane bt I age esholokho 🙄
😂😂😂Heyi @@Prudence-v4v
You can say that again
Bayeke ukusbulala abantu beslisa kunje
We need women who thinks like u 😢..cs the whole killing of women starts frm this arrogance..
Ngipheni lomfana omdala stufuza ❤😂
Haibo wena, abafana ba bulawa ngubani amabesifebela😮I can't believe such words coming from a woman😢
Kukho konke! Ngyajabula u cc uwehlisile umoya, wakhuluma ngenhlonipho. Respect to that
Nizofa ngobufebe nina ngathi engakwenzakalisa ngoba anizwa nidlala ngobaba wabantu
I Love Stufuza yazini
Lalela,ngyakthanda namii mama❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@@stufuzadlangamandla2121 😍😍😍🥰
@@stufuzadlangamandla2121We stufuza ngicel inumber kalobhut omdala 😂😂😂
Daddy loves this girl, uzokhala usisi ,wish I can get feedback from lungstar
Unesibindzi sisi yoh!
Weeeeh ngaze ngamdabukela ucc akazan notax driver jesu yey usazokulaxaza nje uyoze ukhumbule lona lelikhehla
Shyme, usambiza ngesthandwa sakhe💔💔💔💔
Uyamethanda sheam💔
Ayi kodwa Cc waze wadlala ngobhuti wabantu. Siya badinga abantu abanje kodwa Jesu
Mama❤❤❤
ngicela ningihlanganise na taxi owner❤
Rest In Peace sisi
😢😢
Justice for.......
😢😢
Waze wamqhila u big baby😂.. Kodwa I respect you for telling the truth.. Uzokushiya shame u taxi driver ngoba esekwazi ukuthi untloboni yomuntu
Yabona makukhulunywa ngobuhlung ai kubuhlung kulobaba angfun ukungasho,engath kungaphetha kahle ke naye agcine amukele kuzodlula
Hayi cc ukhohlakele Waze wasingcolisa isithunzi sabantu besifazane. Bewungamyeki ngani ubaba wabantu, uzifinule umuntu omthandayo. Ukhohlakele ngempela
Yehlisa umoya bhudi. Uzakukhumbula empilweni lo Sisi. Mhlawumbe nalo muntu wakhe lo athi uyamthanda akamthandi njengawe tholukuthi ubethanda leyo mali yakho. 😢😢😢 . Uzalubona utshintsho leyo bhudi esemlaxazile. Mhlawumbe lengani ayikhulelwe ngeyakho kwazibani
Mathand'imali sikufisela inhlanhla ...cel'ungiphathisa yenà bandla Amoh...ngimsule tinyembezi.
iinkozo zemingcwabo azikakazuphela😢
Ngicela inumber yomfana ona 50 ngimnike uthando lweqiniso
Hallelujah 👋
NAMI ngishonjalo
Uzokushada unamaplani😢
😭😭😭😭😭kwaze kwabuhlungu,
Uyisfebe wena. Ngathi engakulahla lomfana wakho
Uzomdubula lo...hehehe😢ngiyaku zwela Cc, ave unesibindi😮. Hamba juba 🕊....
Yoh bengingeke ngimshiye nje bengizomshada ngidle imali yama tekisi 😊
Thanks Stufuza ngokubaphendula ngokugqoka kwakho
Asizele yin icontent
Yekelani ukuba yizishimane nomanje usambiza ngesithandwa sakho mmmh uzokugila futhi bese bethi asenzi lahle
Ngaze ngamfisa lobhuti ona50😊
🤣🤣🤣🤣🤣
Yeyi ungasasho bo
😂😂😂😂😂😂
@@GuguMtimande indoda phela le uyezwa nje nolimu ay lamatypes esnawo😊
Yooh I wish I could get the guy😂😂😂
Wena wazi ngani ukuthi ekabani ngoba ibuwuvula Vala.
Waze wawlahla umendo cc lomfana usazokuzhaya akugile uyokhumbula emumva
Ngaze ngamzwela uBaba wabantu shame, ngoba akuve nidlala.ngamadoda ingakho enbulala.nje
Ithini inumber yakhe ubhut, kunento engfuna ukybuza 😊😊🎉
😂😂😂😂😂 usile wena!
😂😂😂😂😂
Besenithi amadoda ayasibulala singabafazi ! umuntu a sacrifice ukukwenzela yonke into bese umlaxaza kanje😮
Ngyasola lobaba ushawa umhlaba, kunomama amumithisa, banabantwana, yena wajaha izingane ezincane neybumbu ezisanoVitamin
Yhoooo😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂i
And mawumshaye
"EzisanoVitamin"😂😂😂😂
😂😂😂ge ge ge ge 😅😅😅😅
Nevitamin weeehhh ashleken sikhohlwe zinkinga zethu bakwethu😂😂😂😂😂😂😂
Inkinga lamantombazan athand izinto asaz ontanga babo nijik nithi abandoda anondlami ayabulal hence woman cause a lot havoc 💔💔♥️♥️
Into ebuhlungu ukuthi lobaba uzothola umuntu bese ekhokhisa kuye ebe engenzelutho amadoda anjalo uzobulala umuntu orong
Qin'sile
Lo cc usonele omunye muntu wesifazane nje
Uzozisola ntombi uyakuthanda lotata
Kuthiwa madoda yizinja kodwa wena amanda buzithatha njani into zalendoda ungofileyo
Kunzima lapha emhlabeni ngoba amantombazane ayadlala ngabantu,bese kumele umyeke umkhulu nishade njengo mfazi bekumele ufewazi,ungalinge ulenze iphutha uhlangane naye you are dead my sister pls change the province until the madala pass on Asante manamuke kumbaya sana sana
Ave ngidlala ngemizwa yabanye abantu kodwa
Nimbize usisi azoxoxa bese siyamhleka masegilekile kuTax driver because uzomgila in no time.... She will regret
Blaqlife lingiphe yena lobaba mina ngizamupha uthando❤
Ey upakile nalo sis fanele ikhehla lihlanye ngaye..kodwa ngebhadi nokungaqondi umgodi akazifaka kiwo, uzohanb emhlabeni singakafiki iskhathi phela imali le kamkhulu emenzela yonke into💔 RIP sis wabantu
Bantu basangene bayeke stufuza abazi zikhiphani bazojwayela ngokuhamba kweskhathi ❤
Weeeeeeeh bazokulahla u sure uyakuthanda or ukuthanda ngoba umuntu wo muntu
😮😮😮😮😮😅😅😅sufile wena
Kodwa malimkhuza uthini stufuza 😢😢Losisi sgebengu 😊😊😊
Usazokhala wena shem mhlampe ushiye umuntu uya kumuntu ozokubhanqa mmmm rest in peace gel kufanele vele akubambe akuyeke 😢😢 uyodutshulwa wena waze wavusela ubaba wabantu ushukela
untanga usazohamba cc good luck
And uzomgila...tholukuthi uthule nje wenza sengath akaboni
Yhooo ndaze ndakuzwela cc ubuhlungu lobhuti ...uzakulimaza lo mntu 🤞ungayi kuye uzakubamba akuyeke
Kodwa some women are cruel xeim....lapho sihlez sikhala nge GBV kodwa ithina esidala inzondo weee South Africa 😮😢😢😢. Ake silunge bakith
Ohhh febe akukho le e eastern cape la uzofa mu gal
Ngicela inumber yalendoda sifuna umshando nama doda azosiphatha kahle kunabantu abadlala ngothando kanje.
Ngcela inumber ye owner bandla nami eke angibize ngosthandwa Sam 😊😊
RIP in advance febooo
😂😂
😂😅
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Owakho uyeza ungaphel'amandla ...
Umfana ona 50 naze nangiqeda😂😂
Mina owami umfana una68 yrs😂😂😂😂😂😂
oooh nkosyami😭😭😭😭😭yazikhalela indoda
Yhoooo kwaze kwabuhlungu😢
Kungcono ngoba,abanye bayabona ukuthi sihlukumezeka kangakanani singama doda futhi akekho thina umuntu esikhala kuye asizwe sililo sethu,bona bangijimela koma police station siboshwe manje kodwa thina asiyindawo .Kungcono phela umuntu if ebona ukuthi akangithandi angalinge aze apretend ngoba efuna isupport azi ukuthi nginemali kanti ekugcineli uzongihlukumeza futhi ungimoshele nesikhathi sami.
Nisazofa zifebe cabanga udla imali yomuntu kodwa awumthandi
Lapho min anginamutu cc awazi ukuthi ufunani Good lucky
nidlala ngamadoda enithanda, enjoying all the benefits bese niwafebele.
Uma esekulimaza ngenxa yentukuthelo kuzosolwa yena yedwa.
Niyadina nje nani😮
Yekela indaba ye outfit cc uhlelo lwakho luhamba phambili cc phambili nge blaqlife
Stufuza❤😂😂😂 ngyakuthanda wena ngan yakwethu
Uyakuthanda😂😂😂😂😂 ngifisa ukukubona emva konyaka ukuthi uzobe ukuphi nalowoTax drive wakho
Ukweyisa nje ukuzikwala umuntu esidlangaleni nezingane zifika zizofunda edurban bese zingena kuyo yonke inonsense
Uhlelo lwenu maMtolo luzosimisela izinhliziyo ngiqinisile😮😮😮
Rip sis
Angnawo amaningi kodwa nje ubhut wabantu uzofa ngenxa yakho
Engabe yini lamadoda anjena singawatholi thina😢😢😢😢😢
😂😂😂😂Awatholakali
Eyi Yaz bakithi
Iza aph kum nzakupha sweet
Umuntu osathemba umuntu wesfazane usenkingeni enkulu kakhulu
Hhawu naye unesibindi uze athi ngizokwenza umfazi wami ngaleso sikhathi mudala😮😮😮
Bese nithi amadoda yizinja ...😢 coz aninandaba namadoda ukuthi azizwa njan ...😢
Sihlale sizwa ngezigemegeme zama Taxi owner...bukake mnj he had gud plans ngawe. Iheeeh akeze kimi lotata.
Awuuuuuuu kodwa sisi wayenza into ebuhlungu komunye umntana womuntu,wayidla imali wayiqhofoza nalowo othi uyakuthanda uyintanga yakho usekubonile ukuthi unje usazokushiya.
kusasa sobe sifunda ngalokhu emaphepheni , indoda ibulale umfazi neshende...ay ngoba amantombazane awezwa ngobufebe aphinde adle nemali yakho
Aawsalayekanga mkhulu😂😂😂😂 go tell your wife ....that old lady can pray
😂😂😂😂
One thing for certain yokuthi nalo taxi driver ngeke akuthembe. Kumnandi edlele enye indoda, and as soon as wala ixhegu naye ayakuyeka. Ungabe ukhohlakele uma uthemba umuntu omthetgela enyindoda kanjena.
Khona wazi ngani ukuthi ingani ngekabani?
RIP sfebe sentombazan naleyo boy friend RIP😢
Awusi rite cc,nisimoshela amadoda
Big up stufuza thank you for your hard work you really inspire me kkkkk ngayibona le comment ye donation yengubo
Hayi mkhulu hlukana nengane mkhulu khangela ontangabakho uzofa yiphika uyazizwa namanje USO uyafa🤣🤣🤣
Usazokhala cc lobuhlungu obuzwise lobaba bobuya buphindaphindekile kuwe Kube wawunga mthandi kwakumele ungayithathi imali yakhe kodwa hamba juba bayoku chutha phambili
Izinyembezi zomuntu omdala ibhadi elinje nakhona ekhalela isikhathi sakhe,imali yakhe uthando lwakhe.Waze wayibulalisa ingane yabantu nayo inesibindi esophuthu eceleni hayi ngiyanivuma bontombo
This love thing is not easy at all
Lucky Dube once said it's not easy to understand
Akabe ncesi xm bhuti lomdzala kudlalwa kanje kepha nje nkulunkulu ukhona tomupha umuntfu latamtsandza ngekweliciniso
Noma singayengana sijike jike u girl uzofa shem, u can hurt a man ngenyinto not ukumdlala umithe nd tell him its his, that damage ayindluli
Buysela intozabantu sfebe sentombazani konke okumjita kubuysele besuqhubekak neLife doti😢😢