ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Impuuuungaaa!
Amen Makwande mkhulu
Kuphinda-phindwa into eyodwa la.
Ngicela ukubuza uma ngenxa yokungazwani nje okubi awusakwazi ukufinyelela ekhaya elikhulu la kukhona amadlozi but ufisa ukubika umuzi ungenze njani ... la kukhona amadlozi ayikho i option yokuthi ungene khona ngenxa yokungazwani komndeni
Ubani emadodaneni ongaphumi ekhaya
Kodwa Mpunga abantu sebahlanya. Ungenza kanjani ukuthi uma uphuma umuzi uthathe amahlahla. Cha kuyacaca isizwe siyagula, hhayi kancane futhi. Abanye iphepho ibhola elikhahlelwa inoma ubani. Kuningi ukugula esizweni. Kodwa ngingathanda uke uthinte into yokusuka ekhaya elidala nithuthe, ukuthi lapho kwenziwa njani. Impungaaahhhh
Mpunga kubangwayini ukuth emzini omusha noma ethangeni kufiwekakhulu noma kusuke kunezinto ezingahambangakahle mhla kwakwakhiwa lowomuzi?
Ay dankie uhamba wedwa manje
Ngiyabonga kakhulu😥😥😥😥😥
Impungaaaah🙏🙏🙏🙏
Danki syabonga
impuuuuuuungaaaaaaah
Sibingelele sibonge, kucacile esikuzwile. Sokhela Uma nathutha umuzi wakini ushile or ushisiwe ngabe wenza konke ngendlela efanayo?
Mfe2 bengicela lempahla oyifake ekhanda kunini ngiyifuna itholakala kanjani? Ingikhumbuza u Dingaani
wempunga yesintu awuhlabe uyilawule, uman uyingane yomfana uzokwenza ekhaya uthi umesewukhulile wakhe umuzi Kababa wakho, Manje Umbuzo enginawo wenzakanjnani uma ukhulele koMalume usebenzisa isbongo sikMalume Ungaganwawa kodwa usefuna ukwakha inxiwa lapho ngoba uyabona ukuthi usekhulile Kanti namandlaokwakha indawo... Angibonge
Mfoka-Shabangu akengusize lapho uma ukhulele ukhaya komalume ubaba wakho engagcina zonke izimfanelo zomalume awykwazi ukwakha umuzi kababa wakho usebenzisa isbongo sakomalume, Bhuti uyophambanelwa izinto zakho ungazi kwenzenjani kanti uwena ulahle umsamo okwakhele impilo onayo.
@@senzonxumalo8029 Cha usungelaphile mfokababa, Angibonge
Impungaaaa
Impunga yesintu ngithi mangibonge ngomsebenzi Omuhle. Ngicela ungicacisele Kahle ukuthi Wenza njani Uma ikhaya laze lafa laphela langabikho. Uqala kuphi nje ngisho nokubika inxiwa Elisha? Ingabe kufanele ubuyele ezindaleni Zakini wakhe isakhiwo ubike inxiwa elisha khona bese ubalanda khona nge Mbuzi uye nabo enxiweli Elisha? Bengicela usizo nakini bafethu abanye abanolwazi🙏🙏