Full interview uMTHANDENI SK echaza kabanzi ngobuhlwelano bakhe no ZIM DOLLAR

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 270

  • @ndumisontshangase4943
    @ndumisontshangase4943 3 หลายเดือนก่อน +3

    Nginibingelele Nhlaka production followers, ngibonge ku Nhlaka with a very beautiful interview, ngibonge naku Mthandeni indlela akhuljme ngayo ngathi inkulumo ayibhale phansi,
    Cha mina ngo kwami ngiqale nge information esinikwe yona yi media, ngithi umthandeni u rong bt Zimdollar ube worse, uzehlise uena isithunzi eqashiwe as MC, wehlisa isithunzi se Event kamaskand, wehlisa isithunzi aika Masknd uqobo lwawo ekubeni usuka kide langaka ucindezelwa since early 90s, wehlisa isithunzi somqashi wakhe SABC, waphinde wabukela phansi abalandeli indlela akhuluma ngayo ayisivez njengabantu abaphi layo, sikhokhile, sadela bonke ubumnandi wena uwu Mc uzothika abantu abaqashiwe esith siyabathanda(ngoba phela ukuthanda umuntu kuyi choice), zaziningi izindlela Zimdollar aye nga discipline ngayo Mthandeni uma kuwukuthi uyazihlonipha, uma mfowethu Mthandeni ushayelwa amaphutha akho akwedlule, uqhubeke nokuhlonipha ngoba uyabona ukuth bekumele ulwe than uboshwe,
    Lastly ngigcizezele lento yezintatheli ezithanda ukufaka izinto ku youtube ezingahluziwe kahle nemibuzo engalungisiwe kahle, nemibuzo eyenza umuntu aphendule sakwedlulisa inzondo noma ukungaphatheki kahle ngomunye usaziwayo leyonto iyona eqhatha abaculi, uyothola ukuth ekujuleni kqabo abaculi ayikho into abayibangayo kodwa ngenxa yama comments ethu siyaba qhatha futhi sibulala into yethu esiyi sebenzele kanzima
    Uma ubuka ibhola la overseas njengako england ngeke ubone kungena osihlwele enkundleni sibamba noma sishaya abadlali, hhay ngoba zingekho izidakwa zabelungu, noma abantu abenza okubi kodwa ama camera awalokothi ayishuthe leyonto
    Zimdollar sis uma Mthandeni kuwuhlanya akube olwakin kwa Traditional music, uphila ngawo Maskandi, udla ngawo Ukhozi fm lwenze imal eningi kabi ngabalandel baka Mthandeni 700 000 x R1. 50 imal eningi kabi ukuth lowomuntu ungamthuka, mina ngidlala wonke ama genre bt angikwaz ukungawuthengi Maskandi ngoba into yakithi, ngiyabonga

  • @mtho4sure
    @mtho4sure 3 หลายเดือนก่อน +7

    Nhlaka Production is the best! bebekhona babone yonke into, banamavideo, phezukwalokho abavelanga bahlulela kodwa baveza zonke izinhlangothi, iphi ividoe engana ngenkani, esusa oDJ...nenhlaka Iyavuma ayikho lento...izitha izona ezokwenza uphumelele ngoba uyosebenza ngokuzikhandla

  • @RastaAfricanGentleman
    @RastaAfricanGentleman 3 หลายเดือนก่อน +7

    Hmmm ubusoka obungaka, cha uyingozi uMthandeni SK ngokubeka udaba lakhe kanjena. Ukhulumisa kwensizwa, angimujwayele kanjena. Usekhulile boh

  • @nomvuzokhanyile4180
    @nomvuzokhanyile4180 3 หลายเดือนก่อน +18

    Saze sazwakala koda istory sakhe bakith noma ngingaz lutho ngomaskande

  • @dumisanimhlongo5695
    @dumisanimhlongo5695 3 หลายเดือนก่อน +2

    My brother you are talented and gifted in Maskandi Industry please respect this gift you are blessed as your name Sibusiso this is your Legs for ever Thanks 👍

  • @thubelihlekupa3339
    @thubelihlekupa3339 3 หลายเดือนก่อน +13

    its true ukuthi ukukhula uhlukumezeka kuyakwenza ube strong , lomjita has grown so much in very short space of time, he oozes maturity and impeccable emotional intelligence,, i think he is about to hit new levels of success in his career,,, as for u Zimdollar I think the best thing to do is to forgive her , she was being young and naive , bit aloof and uncalculated ,,, maybe also bit repugnant and disgrace,,, but ke we need to take what this guy is saying for what it is,,,she was pressured to act repulsive as she did,,, nonetheless we move , okwenzekile kudlulile

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 3 หลายเดือนก่อน +4

      Well articulated and definitely warranted to forgive her. Some people need the support of a community to help them grow and Zim Dollar needs that. She has worn her life struggles on a sleeve and we understand her situation. SK was very matured

    • @mncedisimbele1421
      @mncedisimbele1421 3 หลายเดือนก่อน

      A young 44 year old

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 3 หลายเดือนก่อน

      @@mncedisimbele1421 🤣🤣🤣

    • @thubelihlekupa3339
      @thubelihlekupa3339 3 หลายเดือนก่อน

      @@mncedisimbele1421 Lol, well i didnt know much about her age but my guess was mid 20s

    • @zodwamabanga4988
      @zodwamabanga4988 3 หลายเดือนก่อน

      Typical of a psychopath,uqobo lwayo

  • @pinkynonduduzo7776
    @pinkynonduduzo7776 3 หลายเดือนก่อน +12

    Uyisoka Mfana ❤❤ wayibeka yezwakala, wehle njalo unkulunkulu kuphela oyoku phakamisa. I'm not your fan but kulokhu ngivumelana nawe

  • @celumusakunene4613
    @celumusakunene4613 3 หลายเดือนก่อน +17

    Duyaza Bhuti ❤️... Thina sbonile besikhona 😊

  • @ThandoPepeta
    @ThandoPepeta 3 หลายเดือนก่อน

    Qhubeka bhuti uzithobe uNkulunkulu uzokuphakamisa mna ndibona ubhuti okhulile ozithobile big up" bhutuza"

  • @thulisiweprincesssibiya
    @thulisiweprincesssibiya 3 หลายเดือนก่อน +1

    The king of maskandi bafe2 kwabangamazi 💪🔥❤

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e 3 หลายเดือนก่อน +18

    Iyacikoza kodwa lensizwa yaseMdletsheni up lapho SK dank Nhlaka production

  • @ntokozobuthelezi7869
    @ntokozobuthelezi7869 3 หลายเดือนก่อน +5

    No Mina ngiyamuzwa ngeke sithathe uhlangothi singazi ukuhlukumezeka kwakhe behind the scene

  • @user-sm5yk8gw8q
    @user-sm5yk8gw8q 3 หลายเดือนก่อน +1

    Well matured Sk , wrry not igama lakho lohlala lilodumo , isphiwo les ngesakho wasiphiwa emazwilwin ....yes they will shake u but ngeke wacollapser mfowethu ...viva ngaweee🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 3 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga inhlonipho oyenzile duyazi unawo wonke Amandla kondwa Wawa godla sicela wehle njalo bhuti

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 3 หลายเดือนก่อน +6

    U Zimiphi nje uyithethe personal uvele unegqubu no Mthandeni ngoba ungumngane ka Khuzani nawe Zim hlonipha akukhona kwa Biyela laphaya emcimbini

    • @tptozngwadi5874
      @tptozngwadi5874 3 หลายเดือนก่อน +1

      Ungenaphi u Khuzani?

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana 3 หลายเดือนก่อน +1

      ​@tptoznghwadi5874 fuseg wena ungenaphi

    • @sunny-boydoyisa2775
      @sunny-boydoyisa2775 3 หลายเดือนก่อน

      Mungazi ufuna ukuthini thula

  • @sigcinokhumalo5979
    @sigcinokhumalo5979 3 หลายเดือนก่อน +3

    Shaya isinqa futhi luzokwehla ulakafuthi kuye

  • @nkululekongco2306
    @nkululekongco2306 3 หลายเดือนก่อน +1

    Up Duyaza, inkulumo yakho ikhombisa ukukhuluma ndoda.

  • @ubuqilibempisi
    @ubuqilibempisi 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mawungakhula kanje Duyaza... Up nkunzi😊

  • @bongephiwedlamini4249
    @bongephiwedlamini4249 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ungowakwethu wena Mthandeni lusokiwe ulimi lwakho❤

  • @BongumusaMathe
    @BongumusaMathe 3 หลายเดือนก่อน +4

    Cha uyibekakahle vele bekungu vee loyana

  • @user-le2iv4qr6d
    @user-le2iv4qr6d 3 หลายเดือนก่อน +1

    Uyindoda Mthongaaa👏👏👏👏👏👏👏

  • @mlamulimazaka6987
    @mlamulimazaka6987 3 หลายเดือนก่อน +17

    Mina ngyaxakeka manje, kanti imuphi lomthandeni ekthiwa akahloniphi ukuhlaza... Lomuntu ukhuluma into ezwakalayo njena

    • @NhlakaniphoMahaye-fq9fw
      @NhlakaniphoMahaye-fq9fw 3 หลายเดือนก่อน

      Uzama ukulungisa igama lakhe weyisa kabi lona

    • @user-hg4pp4js7p
      @user-hg4pp4js7p 3 หลายเดือนก่อน

      Wake wathini kuwe ?

    • @fisanihadebe1789
      @fisanihadebe1789 3 หลายเดือนก่อน

      Oyisayo okhulume kuye yini ? Grow up

  • @phumzilezamaswazi9540
    @phumzilezamaswazi9540 3 หลายเดือนก่อน +1

    Uyaphila Mthandeni ngithanda umoya wakho uphansi noma kunje uthixo akundlulise kulesisimo ngithanda ngoba ubeka uthixo phambili salute bhuti wam

  • @samuelradebe3158
    @samuelradebe3158 3 หลายเดือนก่อน +2

    Sibonga ubuqhawe bakho bhuti 👊👊

  • @MrLekobee
    @MrLekobee 3 หลายเดือนก่อน +35

    This guy is matured

    • @nqobilezuma-mz9jx
      @nqobilezuma-mz9jx 3 หลายเดือนก่อน +7

      No he is not Matured

    • @MrMichackm
      @MrMichackm 3 หลายเดือนก่อน +3

      What is being matured? Did he perform at his allocated time, was the MC who introduced him an official MC for the event?
      Common sense is lacking on your part

    • @samkelisiwecele701
      @samkelisiwecele701 3 หลายเดือนก่อน +3

      He is 💯🙌

    • @Skhobaner
      @Skhobaner 3 หลายเดือนก่อน +2

      ​@@MrMichackmkahle uwena ongezwa ukuthi uthini uMthandeni kahle kahle awuzwa uthin

    • @mhlengimngadi6478
      @mhlengimngadi6478 3 หลายเดือนก่อน +4

      Nothing is matured la

  • @SgedeMlambo
    @SgedeMlambo 2 หลายเดือนก่อน

    Sbonga ubuqhawe bakho skhova 👍

  • @Ngestro
    @Ngestro 3 หลายเดือนก่อน

    Manje Nhlaka Productions since ube ukhona lapho emncimbini,phawula ngalendaba yomncintiswano obusuqalile.

  • @mafikamsomi
    @mafikamsomi 3 หลายเดือนก่อน +2

    Maturity level up Duyaza

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 3 หลายเดือนก่อน +3

    Sinqa ngisishaya ebusuku 😂😂😂😂Up ma red Nation Up 😂😂😂❤❤❤❤❤

    • @SphiweSphiwe-vn6ie
      @SphiweSphiwe-vn6ie 3 หลายเดือนก่อน

      Sikuphi isdingo sokutshela abantu ukuthi wazi sinqe sakhe 👐👐👐???

  • @velenkosiniLinda
    @velenkosiniLinda 3 หลายเดือนก่อน +10

    Engingakucela nje mina Mthonga yekela ukuya emcimbini kaZimiphi

    • @sanelendaba6298
      @sanelendaba6298 3 หลายเดือนก่อน

      We need ❌
      You need ✅

  • @Nokuthula-iv4zp
    @Nokuthula-iv4zp 3 หลายเดือนก่อน

    Uyindoda mfana u nkulunkulu akwandisele kwande kakhulu ukhule ubemdala.ngu gogo rose lo obhalayo❤

  • @thobelanizondo6232
    @thobelanizondo6232 3 หลายเดือนก่อน +7

    Ayi bayoze bethi Bhuti🙏🙌

  • @phindilemnguni4218
    @phindilemnguni4218 3 หลายเดือนก่อน

    Wow m humbled......this guy uyaphila

  • @benbuthelezi4929
    @benbuthelezi4929 3 หลายเดือนก่อน +10

    phinda usishaye mfana lesisinqa emnyameni lokwehlwa ulaka kuMabiyela

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 3 หลายเดือนก่อน +13

    Uzimdorr umabuya emendweni ongezwa

    • @FanyanaMnambu-xl7ie
      @FanyanaMnambu-xl7ie 3 หลายเดือนก่อน

      Ey kodwa nina xeim!!!
      Ingenaphi indaba yoba uZimdollar ubuya emendwen??

    • @SboneloMathenjwa-pl1lb
      @SboneloMathenjwa-pl1lb 3 หลายเดือนก่อน

      U Zimdola yini othe uMthandeni akafike late .

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana 3 หลายเดือนก่อน +2

      Ngeke sisalungiseka lesasdwedwe nasemsakazweni kade sasiphaphalaza besinabukelisa🚮🚮

    • @mbalingcobo8434
      @mbalingcobo8434 3 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂😂kdwa ungihlekiselan vel ukubuy emendwen akuyona into encane

  • @slindilesliegums7960
    @slindilesliegums7960 3 หลายเดือนก่อน +1

    You just gained a follower ❤

  • @user-kb9vk2pt8x
    @user-kb9vk2pt8x 3 หลายเดือนก่อน

    What a humble guy,big up brother

  • @nuttycebekhulu7610
    @nuttycebekhulu7610 3 หลายเดือนก่อน +2

    Uqinisile methi into enomfazi phakathi ningama doda aipheli kahle so umaskandi selokhu kwangena abafazi bathi shiqe sekuyimbhudane kqala kwakuncono babethi be khona kodwa be hamba ngaphansi kwezinyathelo amadoda lokhu okwamanje s3kuyi mbhudane

  • @NkosinathiKhanyile-qd3yu
    @NkosinathiKhanyile-qd3yu 3 หลายเดือนก่อน +3

    🤣🤣🤣🤣ngazile ukuthi izoqhamuka isintandanisa inkunzimalanga, uyavela nje uManqoba esengu DJ ,ubesekephi uzayizo.

  • @JayceePhumziweMdletshekaNgoman
    @JayceePhumziweMdletshekaNgoman 3 หลายเดือนก่อน +1

    Up Mthandeni ❤

  • @LondiweXulu-tj7it
    @LondiweXulu-tj7it 3 หลายเดือนก่อน

    You've got yourself a new follower 😊

  • @user-ln6vr4bz9u
    @user-ln6vr4bz9u 3 หลายเดือนก่อน +3

    From 2013 ngilandela lensizwa and angigudluki inkunzi Manqele ..futhi ubciko bakho buqondwa ilezinsizwa ezaqhathwa yabona khona la uthi "awufani nabo Mgqumeni abantu ababengawazi amandla wabo njengeNkomo "😂😂😂😂😂 ugonwa unina ingamcika lenkulumo kodwa IsiZulu sezinsizwa....
    Umatinyela lo le KwaNyuswa ngithi imanjalo Mthandeni ngikphakamisa nge Song Mode waybamba ngqo

  • @SnenezNenez
    @SnenezNenez 3 หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga ukuzehlisa

  • @nonhlanhlazwane9722
    @nonhlanhlazwane9722 3 หลายเดือนก่อน +7

    Ubetsheliwe ukuthi sekuqale umcintiswano udlame olungenasdingo inhlonipho yani awuhloniphanga umcimbi wabantu

    • @siyabonga_Ominathi
      @siyabonga_Ominathi 3 หลายเดือนก่อน +2

      Listening is a skill, Ubiziwe uMthandeni.

    • @user-uy5jm6du9b
      @user-uy5jm6du9b 3 หลายเดือนก่อน

      Kodwa ulalelile noma uvele waphendula nje

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 หลายเดือนก่อน +1

    Angisanikwa nje ithuba loku perform kahle njengabanye kengingahlukunyezwa uhm 💔💔💔💔

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 หลายเดือนก่อน +2

    Uhm Wise words

  • @siphephileThulile
    @siphephileThulile 3 หลายเดือนก่อน

    Unamanga Mthandeni wenze ngabomu ufuna kuba kuyi front page yekela imvunulo sikhuluma ngokwenzile hhayi kuGCOKA KWAKHO UYEYANA SHEM ngikhumbula uMGCUMENI yazi 😮😮

  • @nxumalonhlonipho7454
    @nxumalonhlonipho7454 3 หลายเดือนก่อน +1

    Up Duyaza 🎉

  • @SifisoMolefe04-yq1oc
    @SifisoMolefe04-yq1oc 3 หลายเดือนก่อน

    Thing I noticed about iQhawe akaphakami ngomunye umuntu... ❤❤

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 หลายเดือนก่อน +2

    Kodwa siyayiqonda into kazimdollar akuhamba kahle emendweni manje bamkhipha inkani wabuya ekuganeni isign Lena yokuthi sewalahla ithemba endodeni

  • @user-fx8rp4ji8r
    @user-fx8rp4ji8r 3 หลายเดือนก่อน +3

    Wena uwunanhlonipho full stop..you got what you deserve...obey the rules uyeke utshwala uhloniphe nomsebenzi wakho nsizwa

  • @user-tg6dd9xj3c
    @user-tg6dd9xj3c 2 หลายเดือนก่อน

    Uyindoda mfo kamaqele uhambe ungemi buthi ❤

  • @user-cr4eb5ik3q
    @user-cr4eb5ik3q 3 หลายเดือนก่อน +1

    Isinqa osishaya ebumnyameni bhut ngek wasphaphela phambi kwabantu😅😅😅......
    Big up Sk Mthandeni uyinsizwa mfowethu❤🎉

  • @SibuyiseloCele-fr5nb
    @SibuyiseloCele-fr5nb 3 หลายเดือนก่อน +5

    Siybonga Duyaz 🎉🎉

  • @zamothegodfather8392
    @zamothegodfather8392 3 หลายเดือนก่อน +4

    Ngisho kukhuluma nkosyami, uyabona nje ukuthi shemu 😂😂😂

  • @samkelonzama9553
    @samkelonzama9553 3 หลายเดือนก่อน

    Uthi uSK uyasazi isinqe asishaya ebumnyameni, angeke azasishaye esidlangalaleni uyophinda futhi asidlele ebumnyameni.

  • @user-ep5iy5xc2d
    @user-ep5iy5xc2d 3 หลายเดือนก่อน

    Mthandeni ngithanda ukwehla kwakho. Siyakuthanda emzansi uyasibusisa thina

  • @JohnMagagula
    @JohnMagagula 3 หลายเดือนก่อน +2

    Syabonga ngenhlonipho yakho bhuti mthandeni syakuthanda❤

  • @GcinohCele
    @GcinohCele 3 หลายเดือนก่อน +4

    😂😂😂😂 usazoniqeda ngobuchule lombhemu

    • @user-hg4pp4js7p
      @user-hg4pp4js7p 3 หลายเดือนก่อน

      😅😅😅ey yabona uyacikoza

  • @MandozaMtetwa
    @MandozaMtetwa 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wabeka Duyaza🙌

  • @sphephiledlamini4046
    @sphephiledlamini4046 3 หลายเดือนก่อน +4

    Ngiyaqala ukubona impisi e manipulative ngalendlela 😂

    • @Ngestro
      @Ngestro 3 หลายเดือนก่อน

      Kkkk,ngiyakuzwa.

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

  • @KholwaniSiziba-fh1xz
    @KholwaniSiziba-fh1xz 3 หลายเดือนก่อน

    Eish yaze yakhuluma ingan kamashandu 🙏🙏🙏

  • @FanyanaMnambu-xl7ie
    @FanyanaMnambu-xl7ie 3 หลายเดือนก่อน +1

    Nawe mthndeni siyakuxolela ngoba xeim unemikhuba and usuyadika ngoku

  • @SiphamandlaButhelezi-vj8hv
    @SiphamandlaButhelezi-vj8hv 3 หลายเดือนก่อน

    Ayy ngyabonga mfoka Duyaza uyinqwele ubudala bakho ubumele awumdala nje ngesiqu somzimba kuphela 🫶phakama mfoka phosa kwenyathi ⚪️🔴

  • @user-si4ky7xt2h
    @user-si4ky7xt2h 3 หลายเดือนก่อน +2

    Umthandeli AVE ezitshela ukuthi usile😂😂😂😂 uzwa ngisho echaza ukut uyeyisa 😂😂😂 lempisi le Hayi ngeke

  • @Kennyk429
    @Kennyk429 3 หลายเดือนก่อน

    Yah yena u Zimdolar wakhuluma njengoba sekukhuluma lobhuti, bengifisa nje nami ake abuyele u Zimdolar okokugcina naye ake azikhombise uthini uma lensizwa ikhombisa ubuntu obunje.

  • @DicksonSaidi
    @DicksonSaidi 3 หลายเดือนก่อน +1

    Dankoe SK

  • @NkosikhonaLushozi-yu8qx
    @NkosikhonaLushozi-yu8qx 3 หลายเดือนก่อน +2

    Ay uthwele kanzima mfowam

  • @MuziMavundla...
    @MuziMavundla... 3 หลายเดือนก่อน +4

    Uyahlupha Mthandeni akukwazi bonke abantu bakhale ngenteyodwa ngawe, wena la kukhona wena khona kusuka umsindo awuzinuke amakhwapha ndoda

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 3 หลายเดือนก่อน +1

    Noma ngabe ungene ngesikhathi esi wrong,the way enze ngakhona kuwe bekungafanele unegqubu nawe,ngoba ukube bekwqbangani bakhe ubengeke,uze washo wathi uyasatshwa shuti ubevele ekugadile uyakuzonda loyadade duyaza akusylokhu kuyiwa lee,emaRadweni ubzy negama lakho ukhuluma lokhuya nalokhuya

  • @user-cp1qe5gx7b
    @user-cp1qe5gx7b 3 หลายเดือนก่อน

    Umthandeni uphusile engqondweni. Sidabukela abantu aba immature abashiya ingqondo eshlahleni. Uqhubeke nokuba yindoda ndodana

  • @lihlemakamu5660
    @lihlemakamu5660 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ayiphelele lendaba khona okunye esingakwaz,nakhu sekungena izinqe,nezinhlamvu ze 9mm

  • @khulekanikhumalo5104
    @khulekanikhumalo5104 3 หลายเดือนก่อน +3

    So lombhemu unya anye, uyazi ukuthi inhlaka productions izomphipha, mxm

  • @nsindisomabizela2334
    @nsindisomabizela2334 3 หลายเดือนก่อน +2

    I SETUP(WA) LENSIZWA YONA YODWA NJE🤔🤔🤔 YERRR KULUNGILE KODWA

  • @MchazeleniZuma
    @MchazeleniZuma 3 หลายเดือนก่อน

    Uyinkunz kdw sk ngyakuvum uyiqhawe njr wen abakuyek

  • @MsingatiNyeke
    @MsingatiNyeke 3 หลายเดือนก่อน

    Wazi izinqazakhe😂😂hayke kuloko kubenjeya

  • @user-ep2tj4ot3s
    @user-ep2tj4ot3s 3 หลายเดือนก่อน +2

    Ai abanye Manqele Abasho abakthandayo ...thina siyakuzwa singabakho

  • @thembelaninicky8807
    @thembelaninicky8807 3 หลายเดือนก่อน +8

    He didn't mean he smashed her, people must understand Zulu deeply.

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 3 หลายเดือนก่อน

      Yebo uthi bayazana, akakhulumi ngocansi

    • @homecell
      @homecell 3 หลายเดือนก่อน

      uyasazi isinqe asishaya ebumnyameni, angeke azasishaye esidlangalaleni uyophinda futhi asidlele ebumnyameni. = Sex

    • @homecell
      @homecell 3 หลายเดือนก่อน

      @@RastaAfricanGentleman uyasazi isinqe asishaya ebumnyameni, angeke azasishaye esidlangalaleni uyophinda futhi asidlele ebumnyameni. = Sex

    • @RastaAfricanGentleman
      @RastaAfricanGentleman 3 หลายเดือนก่อน +2

      @@homecell uthi ngesisoka uyazi bazana kwizindawo ezinjani, ngeke besuke bexabane ngoba sekukhona thina. But ngiyakuzwa bhuti nalento oyishoyo, kepha angikholwa ubengajaha ukusho lokho on TV without proof

  • @sphelelembhele5131
    @sphelelembhele5131 3 หลายเดือนก่อน

    Iqhawe lami liyabeka impela but njengoba esho ukuba late or ukungafiki emsebenzini akukho right but kumele ubazise abahleli bomncimbi, idadewethu naye ube wrong ngukumthuka lets assume uthathe ngenhliziyo.

  • @asiphemaweyizah-jh2mw
    @asiphemaweyizah-jh2mw 3 หลายเดือนก่อน +3

    Unyanisile uSK iphi video yakhe esusa uDj efaka abakhe

  • @syabongahlophe855
    @syabongahlophe855 3 หลายเดือนก่อน +1

    DUYAZA 👏

  • @FanyanaMnambu-xl7ie
    @FanyanaMnambu-xl7ie 3 หลายเดือนก่อน +1

    Waze wazifanisa nabantu abakhulu boh😂😂😂

  • @BhekithembaVilakati-hz6sq
    @BhekithembaVilakati-hz6sq 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ngibonga ukukhula mfowethu ngoba iphutha linamehlo ngako ukuzithoba nje kuhle.

  • @sikhumbuzoshobede4323
    @sikhumbuzoshobede4323 3 หลายเดือนก่อน

    Uqinisile u ngomane akekho ongeze ngaba lyt

  • @asadegen4210
    @asadegen4210 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wayibeka kahle SK kodwa kusekhona abakudakelwayo.

  • @zakhelemlamla9145
    @zakhelemlamla9145 3 หลายเดือนก่อน

    Qina bhuti ngamandla owawaphiwa ngophezulu la enza yonke lento sithi isitsho izinja zikhonkotha ehambayo emile ziyayichamela

  • @mbalingcobo8434
    @mbalingcobo8434 3 หลายเดือนก่อน

    Inkinga ifon uthi uGogo uzimiphi wena ubungasabamb njr😅😅

  • @moyomatsinda1016
    @moyomatsinda1016 3 หลายเดือนก่อน +1

    mfoka manqele mfowethu ngesingami yeka ukuhambela imcimbi yabo vobe

  • @SifisoMolefe04-yq1oc
    @SifisoMolefe04-yq1oc 3 หลายเดือนก่อน +1

    UStage manager guy's ukhulme yonkinto.. MaBiyela bafowethu ngeke😢😢

    • @Ngestro
      @Ngestro 3 หลายเดือนก่อน

      I think inkinga yama explanations alamadoda womabili yikut indaba yomncintiswano obusuqalile abakhulumi ngayo.

    • @MduduziZicaka
      @MduduziZicaka 3 หลายเดือนก่อน

      ​@@Ngestromina mft ngimlalelile ustage manager ukuvezile ukuba uyena owafaka umthandeni wakuveza ukuba wamfaka ngesizathu sokuthi babengekho abaculi ababe ready ngaphandle yenake wabe esefaka uMthandeni ngaleso sizathu engafuni abantu banethwe bengabukile lutho ebe ekhona umculi oready

    • @Ngestro
      @Ngestro 3 หลายเดือนก่อน

      Angithi uZimiphi ukhala ngokuthi besekuqale i competition,kuyikut bekungumncimbi nje angiboni ukut ibizoba khona inkinga wena mfwethu.Ngokuzwisisa kwami uKhuzani lo Sk were not part of the competition babiziwe because njengama guest artist.So bekumele badlala anduba iqale i competition.

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l 3 หลายเดือนก่อน

    Hayi ungacashi ngobuZulu umZulu akabinomona wokona izinto zabantu

  • @ntlakaniphongedle9974
    @ntlakaniphongedle9974 2 หลายเดือนก่อน

    Isiphiwo xa usiphiwe uye uthandaze for intobeko ukuze usigcine

  • @SaneleMtolo-np1gh
    @SaneleMtolo-np1gh 3 หลายเดือนก่อน

    Kaz iqiniso lingalaphi kant mabezihlangula bonke!!🤔🤔

  • @thobelanixulu
    @thobelanixulu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Iph imoment lapha khona efaka uDJ wakhe 😢😢😢😢

  • @user-px4fy2pc2v
    @user-px4fy2pc2v 3 หลายเดือนก่อน

    Dlulisa gaz❤❤

  • @XolaNodangala
    @XolaNodangala 3 หลายเดือนก่อน

    Sendingumlandeli wakho mfoka manqele, bendikade ndingakuthandi bt ngoku ndiyakuthanda bhuti

  • @NkosinathiZondi-xl9mc
    @NkosinathiZondi-xl9mc 3 หลายเดือนก่อน

    Phela akadakiwe namhlanje umqondo usubuyile ukuthi ushaye ifloap and icala wumphikwa nanokuthi yi artist leli wenzela ukungaveli njengomuntu omumbi kubalandeli bakhe but yena unamaphutha amaningi. Kodwake inkulumo yakhe ibenentshebe ikhombise ukukhula

  • @ThokozaniMngomezulu
    @ThokozaniMngomezulu 3 หลายเดือนก่อน

    Asilungise kanjena lapha .coz asingakhulumi as abantu abaholayo if siphawula .if uphethe uhlelo .uyaz ukuth umuntu mele angene ngasikhathisini stage .umthanden bekumele angene ngabo 7 yena wangafika kwaze kwaba ngo 9 2hours late .ukuth umuntu udumile akusho.lutho.kunabantu bekumele bengene besebenze estage .even kuthiwa bekukhuzani benze lokhu .bezobe vele ebheda naye .umsebenzi wabanye abantu uyahloniswa nje .ukuth umuntu waba nje nemali uyabadelela abanye abantu .asiyeke ukuba othathekile .ukuth ukhuluma kanjan manje lokho akusho lutho akahloniphe abanye abantu .ilokho nje .ingakho nabelungu besiphuca konke coz sihlulwa ukumela iqiniso .

  • @mtho4sure
    @mtho4sure 3 หลายเดือนก่อน +1

    Yaqonda inkulumo...nozonda inja uyoza ayidle

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie 3 หลายเดือนก่อน

    Bafwethu msani ukulahlekisa uMthandeni e wrong cos ngeke ayeke ukuhlanaza if nizoqhubeka nokumncoma e wrong 😮ma kuthiwa wooo yima yiba wooo msukmosha into yabantu ngoba uthembe ukuthi uzocikoza ngomlomo wakho plz

  • @JabulisaJabulisa-gp3hr
    @JabulisaJabulisa-gp3hr 3 หลายเดือนก่อน

    Ai mina ngiyakuvuma Duyaza uyisoka uzwakala olimini amagama aphuma emlonyeni wakho awesoka