SONAKALI-UMGQUMENI,UGCABASHE,AMANGA NGO MGQUMENI,YINI WAYENGAKHILE UMGQUMENI ETC...

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ต.ค. 2024
  • IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
    FACEBOOK: PERFECT TV SA
    PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

ความคิดเห็น • 101

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 3 หลายเดือนก่อน +11

    Muhle umsebenzi Duyaza, ngyabonga ukthy ubuye nale nkabi iPantsula like Jehova

  • @NhlalabeyshikizaMchunu
    @NhlalabeyshikizaMchunu 3 หลายเดือนก่อน +15

    Abantu BKwazi ukphendulakahle ngebhova Kuma interview uSONAKALI noNGIGA

    • @BonginkosiGoodman
      @BonginkosiGoodman 3 หลายเดือนก่อน +1

      Kunjalo, okwamanje yibo bobabili abasaphendule kahle.

  • @BonginkosiGoodman
    @BonginkosiGoodman 3 หลายเดือนก่อน +14

    Bhuti besicela usilethele nobhuti uJaiva Zimnike.
    Uphinde usicelele noMama kaLusanda uMah Xulu.

  • @nhlakaniphotv3753
    @nhlakaniphotv3753 3 หลายเดือนก่อน +3

    Zikhona izingoma zaMgqumeni ezaz gudla amagidangoma , khona ethi" wena ntombi emnyama ungifanela nedada uyigugu kodwa kumjikjelwa" nokhangelani benosonakali bebalwe

  • @AcresEats
    @AcresEats 3 หลายเดือนก่อน +6

    Iqiniso elinjena mfoka zondi akekho awakha umuzi ena27 labo oqhawe lenu bakhe imizi benangaki

  • @Somnyama_kaZwelonke
    @Somnyama_kaZwelonke 3 หลายเดือนก่อน +6

    "Nizbiza ngo Gatsheni neshela abafaz bethu yin lento eniyenzayo nibancane" 🤣🤣🤣, samele achaze u Ngiga la,

    • @sanelethusi1828
      @sanelethusi1828 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

    • @ZweDube
      @ZweDube 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

  • @owenshelembe6708
    @owenshelembe6708 3 หลายเดือนก่อน +2

    Muhle umsebenzi wakho Manqele 💯Nokulalela nje izicelo zababukeeli, NGYETHEMBA nalombono uzowuthatha oke uzibuze izihambeli zakho ukuth, Banabo abatwana, Abazali bakhona baGaniwe or Baganile as marketing kubahleli bemicimbi 🙏🙏💯ANGBONGE ITHUBA

    • @owenshelembe6708
      @owenshelembe6708 3 หลายเดือนก่อน

      Ukuze bezokwazi ukuth bebaqashe bazi ukuth lemali abayitholayo baphilisa imindeni ngayo, Banayoni enye into ebangenisela imali? Ungayishiiyi nje lemibuzo mfowethu ❤🙏

  • @syandasotobe4366
    @syandasotobe4366 3 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga bhuti ngeqiniso.pho behlulwa yini ukushaya ama hits ngabodwana selingasekho iBhova?.
    Nanokth bona sobathandela imisebenzi yabo not ukth befune ukugqama nge Bhova.😊

  • @SibusisoSikhosana
    @SibusisoSikhosana 2 หลายเดือนก่อน

    ❤HHY SIYABONGA MTHONGA KAKHULU UYINSIZWA NONDAB NGEQINISO BESICELA JAIVA MANJE MKHOLWANE IQINISO LIHLE

  • @FloydNcube
    @FloydNcube 3 หลายเดือนก่อน +3

    Mfethu sicela usiphathele u Fihliskwele laye ezosipha umlando webhova

  • @phakzincele8265
    @phakzincele8265 3 หลายเดือนก่อน +6

    Oke uslandele ukamajola webhova duyazi

  • @khayankabinde8295
    @khayankabinde8295 3 หลายเดือนก่อน +2

    Unesisoka sbali wami uyayqaphela futh uyacophelela kuyo yonk into oyikhulumayo. Bigup Nondaba

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 3 หลายเดือนก่อน +2

    Sibonge Zondi, uwena wedwa umuntu ochaza ngoMgqumeni ngendlela okuyiyona

    • @syandasotobe4366
      @syandasotobe4366 3 หลายเดือนก่อน

      Impela abanye makumele besichazele ngaye bavele bethi amandla engoma yakhe yayilele.kubo ibona abebebhala

  • @musathobane412
    @musathobane412 3 หลายเดือนก่อน +5

    Ngelinye ilanga naye SBUSISO Gcabashe ake azochazela izwe ngesenzo sakhe

    • @tnashehungwe149
      @tnashehungwe149 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  3 หลายเดือนก่อน

      Uboshiwe nje bafo

    • @musathobane412
      @musathobane412 3 หลายเดือนก่อน

      Aybo kanti imuphi lo oculayo

    • @uNelisani
      @uNelisani 3 หลายเดือนก่อน

      ​@@perfecttvsa7051 niyasididake phela thina sizingane , ubani kanti lo ocula ingoma ethi sigcoba uVaselina

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  3 หลายเดือนก่อน +1

      @@uNelisani lowo I fake ka lo oboshiwe ufuna attention ngokuzibiza ngalowa and lowa unamacala abucayi kabi akakwazi ukukhululeka kanje public

  • @FunaniZungu-y4d
    @FunaniZungu-y4d 3 หลายเดือนก่อน +4

    Lomjita kukhona konke engikubona kuye uyisoka, ikhuliseke kahle lengqwele ingcweti yokukhuluma

  • @thabanizulu3402
    @thabanizulu3402 3 หลายเดือนก่อน +4

    Anombuza le yokuthi yena wafika njengenkabi eyayimgada umgqumeni nokuthi isike yasindisa ujayva ehlaselwa zinkabi ngenkathi ehlukana nengane zoma

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig 3 หลายเดือนก่อน +1

    Musithe angakuboni ngoba kuzomoshakala ngisayina ngelibomvu impeni mfoka Mlunguza

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ulimi lwalensizwa lugezekile ngikubeke eceleni ukuthi akushoyo kuyikho noma cha🙏🙏

  • @user-njabulo
    @user-njabulo 3 หลายเดือนก่อน +2

    Sonakali uyakwaz ukucikoza ngeqhawe lakho awenzi kube ngawe bhuti njengosdumangabanye

  • @siphesihlesnaphesh7984
    @siphesihlesnaphesh7984 3 หลายเดือนก่อน +3

    Aiiii uSonakali ubalekela imbuzo emningi aiiiii 😢

  • @MenelisiKhanyile
    @MenelisiKhanyile 3 หลายเดือนก่อน +4

    Ujaiva umshiya ngaphi we mfoka zondi

  • @120extra8
    @120extra8 3 หลายเดือนก่อน +1

    Usonakali ngezwa kuthiwa umngqumeni washona esejele uphume sekunemnyaka umgqumeni esashona ingakho ezinye izmpendulo enganazo njengokuthi wayekuphi eshona wafonelwa ubani.

    • @Victormlangeni-mg4nu
      @Victormlangeni-mg4nu 3 หลายเดือนก่อน

      Angithi uyasho kuthi kwase kusile nje😂😂😂😂😂😂😅😅😅😅😅😅

  • @mcebisizakwe-sw4wi
    @mcebisizakwe-sw4wi 3 หลายเดือนก่อน +1

    ngicela usibizele thulebuka bhuti plz

  • @mduduzinsushemkhize
    @mduduzinsushemkhize 3 หลายเดือนก่อน +3

    Umlando ka Bhekumuzi usashoda mfoka Manqele Tom Mkhize usekhona ukhala mathambo
    Richard Siluma ukhona Abantu abazi ngqo ngomfoka Molo

  • @LindoNkosi-uu6xp
    @LindoNkosi-uu6xp 3 หลายเดือนก่อน +6

    Ibeka kahle lensizwa

  • @PhumlaniKhulekani
    @PhumlaniKhulekani 3 หลายเดือนก่อน +2

    Mfoka manqele awustholele yena ugcabashe sesfuna yenake manje umfake imbuzo nje ngokt usthathephi isbindi esngaka sokuzenza ibhova engesilooooo🎉🎉🎉

    • @120extra8
      @120extra8 3 หลายเดือนก่อน

      Kakaphumi ejele lo ongcofana noMbeje uyipokloza.

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  3 หลายเดือนก่อน +1

      uGcabashe wangampela uboshiwe and kusekude aphume lo okhon akuyena

  • @BonisoInnocent-sx1or
    @BonisoInnocent-sx1or 3 หลายเดือนก่อน +1

    Kanti obani abebengama body guard ebhova ngoba akukho nelilodwa ibodyguard elivelayo mina ngezwa kuthiwa uGqoko,uNgiga noSonakali babegada ibhova

  • @AcresEats
    @AcresEats 3 หลายเดือนก่อน +2

    Umjikjelwa nje kuphela owakhuluma Kahle ngebhova yingakho waphumelele emculweni kanti sibazwile Vele bethi babhala ingoma njalo banengoma zabo manje akuphumeleleki

    • @syandasotobe4366
      @syandasotobe4366 3 หลายเดือนก่อน

      Yey nami ilento engihleze ngizibuza yona ukth kanti bahlulwa yini ukwenza izimanga ezazenziwa iBhova if bethi babelibhalela

  • @KhulekaniZwane-v3o
    @KhulekaniZwane-v3o 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wayengekhoni ejele usonakali ngeskhathi lidlula ibhova ngoba uze wavela kosaziwayo namagcokama ojezelikulu no DSD

  • @AsandaZiqubu
    @AsandaZiqubu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ai sonakali akakhulumanga lutho la

  • @LindokuhleMthimkhulu-mz8xc
    @LindokuhleMthimkhulu-mz8xc 3 หลายเดือนก่อน +1

    Sicela uJaiva bhut

  • @SenzoMbatha-xc3vj
    @SenzoMbatha-xc3vj 3 หลายเดือนก่อน +4

    Sicela uMkholwane bakithi

  • @Victormlangeni-mg4nu
    @Victormlangeni-mg4nu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ngisacela ungibuzele ku Baba uzondi ukuthi kungani engavelanga ku music video we SMS

    • @SizweZungu-xu3my
      @SizweZungu-xu3my 3 หลายเดือนก่อน

      Akuyo yodwa nakwi magic akavele wayeseboshiwe

  • @sandilendishmzimela4125
    @sandilendishmzimela4125 3 หลายเดือนก่อน +3

    Sonakali wayeboshiwe ngenkathi kushona iBhova

    • @sandilemduduzi1234
      @sandilemduduzi1234 3 หลายเดือนก่อน

      Impela nami ngazi kanjalo futhi khona lasephambanisa khona ngokushona kweBhova lashona emini emva kaSigiya ngengoma manje yena usethi kwakuyisekuseni ngabo 7

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 3 หลายเดือนก่อน +3

    inesisoka lendoda iyazehlisa ibeka kahle yazi ayijahi udumo

  • @AnathiNqoba
    @AnathiNqoba 3 หลายเดือนก่อน +2

    Sicela umafikizolo

  • @lungagcabashe9436
    @lungagcabashe9436 3 หลายเดือนก่อน +1

    Sisacela part 2 ku gqoko

  • @BhekiGumede-g7v
    @BhekiGumede-g7v 3 หลายเดือนก่อน +1

    Sbonge Perfect tv ngomfoka Zondi

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wonke lamajongo athi wona bebenza lukhulu endlunkulu belekelela ibhova, bekumele ukuthi banzima manje endimeni kodwa kunalokho bashona phansi alikho ikhono

  • @mayonnaisecebisa
    @mayonnaisecebisa 3 หลายเดือนก่อน +2

    Bafethu syabonga kakhulu 😢 kubuhlungu

  • @UmadidaDuma
    @UmadidaDuma 3 หลายเดือนก่อน +2

    Awulande uzimnike manje manqele

  • @SthembeleDlamini-si1um
    @SthembeleDlamini-si1um 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mfoka mlunguza

  • @PhilaniMthembu-r6p
    @PhilaniMthembu-r6p 3 หลายเดือนก่อน +1

    Uyinsizwa mfoka zondi ngyakuvuma mina

  • @sakhisenizuma3031
    @sakhisenizuma3031 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wasekhulumisa okweDlamanzi kanje uZondi

  • @quellanjabulo6179
    @quellanjabulo6179 3 หลายเดือนก่อน +1

    Wayesejele nje Sonakali ngenkathi kudlula ibhova yazi ukhuluma amanga lomthaka

    • @GasoGa
      @GasoGa 3 หลายเดือนก่อน

      Haaabe 🤔

    • @fundisanindlovu2398
      @fundisanindlovu2398 3 หลายเดือนก่อน

      Ungaqinisa ...lala uphumule mfoka maqhawe yize ngakwazanga ukukuphelezela sewuhambi uhambo lwakho lokuggcina..amaAk47 ezibongwen

    • @Victormlangeni-mg4nu
      @Victormlangeni-mg4nu 3 หลายเดือนก่อน +1

      Wayeboshelweni

    • @GasoGa
      @GasoGa 3 หลายเดือนก่อน

      @@Victormlangeni-mg4nu good question 👏

    • @quellanjabulo6179
      @quellanjabulo6179 3 หลายเดือนก่อน

      @@Victormlangeni-mg4nu akaze akuchaze lokho anginandaba nokwazi ukth wayeboshelweni inkinga nje amanga akuyena mayeth wayekhon emgcwabeni

  • @ayandabuthelezi-ln3sj
    @ayandabuthelezi-ln3sj 3 หลายเดือนก่อน +1

    Sonakali mfoka Zondi

  • @ayandagwala6981
    @ayandagwala6981 3 หลายเดือนก่อน +1

    weshephadii, awlethe logcabashe oziza ngogcabashe

  • @MlondieyDumakude
    @MlondieyDumakude 3 หลายเดือนก่อน +1

    Bhut Manqele 😢syacela usilandele utshwala benjinga umkhaya wakho umfoka Gumede

  • @BonginkosiGoodman
    @BonginkosiGoodman 3 หลายเดือนก่อน +1

    🗣Yewena ntomb'emnyam ungfanela nengulube kodwa uligugu kuKhangela
    uligugu kuSonakali 💽🎶🎵

    • @Duma_Mphondi
      @Duma_Mphondi 3 หลายเดือนก่อน

      Uwuye impela unongeeewuuula wena ngikbone ngamazinyo amaaaadeeeee🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿🥺🥺🥺
      Nami kangizenzanga uhleka int' ngahlekwa umuhleka ububi😭😭🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️

  • @mhlonishwamax7113
    @mhlonishwamax7113 2 หลายเดือนก่อน

    Mfowami ngyazicelela uke ungisize nje ngabantu a babili u cela zimnike no Bobo umfana wepiki

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi 3 หลายเดือนก่อน +1

    UFihl’ ubuso ulokhu ethee😌🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤌

  • @halalisaningafungimtshali7477
    @halalisaningafungimtshali7477 3 หลายเดือนก่อน +1

    ubuya dsd we mfana we TV?

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 3 หลายเดือนก่อน +1

    Kutholakala kuphi lezinto nunu?

  • @ThaboMolefe-fl8es
    @ThaboMolefe-fl8es 3 หลายเดือนก่อน +1

    Yini engathi negejana nje noJaiva awuphawuli ngaye kodwa nisebenze nonke ai kodwa naphekwa inkunzi emalunda bhova likadikadika

    • @xolanithabiso3901
      @xolanithabiso3901 2 หลายเดือนก่อน

      Ujaiva ufike late esezoshona mgqumeni cishe ngo 2006. Usonakali ubala izinsizwa ezasuka phansi nebhova ezinomlando nalo

  • @siyabongakhumalo8941
    @siyabongakhumalo8941 3 หลายเดือนก่อน +1

    Manje interview yenu iqala ingaqalile niyahleba oskhevane
    Okunye lobhuti wathi ezibonga kuma ak47 okuqala wathi wayengekho kushona ibhova wayeboshiwa akakwazanga nokumncwaba nje

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi 3 หลายเดือนก่อน +1

    “UShembe uyonibona” 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @SibusisoSikhosana
    @SibusisoSikhosana 2 หลายเดือนก่อน

    AKWEKHULUNYWE IQINISO DUYAZA MFOKA MSELEKU USADINGEKA KHONA OKUSALAYO

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ubani unyambana? Udlana muthi wa wena kkkkkkk?

  • @mlindomasikane4100
    @mlindomasikane4100 2 หลายเดือนก่อน +1

    Phansi enzala ikhwama

  • @sakhilemhlonipheninzuza
    @sakhilemhlonipheninzuza 3 หลายเดือนก่อน +1

    silula isandla Nondaba😂😂😂

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z 3 หลายเดือนก่อน +3

    Uqinisile lalislncane iBhova

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z 3 หลายเดือนก่อน

    Ngcela Manqele uslethele uNxakanxaka mfoka Luthuli

  • @ZweliNzama
    @ZweliNzama 3 หลายเดือนก่อน

    Letha ugqoko nonginga naye usonakali khona langifuna kucacekhona lana

  • @SibusisoSikhosana
    @SibusisoSikhosana 2 หลายเดือนก่อน

    Uyaybeka lentoyakho mfoka gagashe nondaba

  • @siphephelonkosi2467
    @siphephelonkosi2467 3 หลายเดือนก่อน +1

    Umlande khuzwayo please manqele.

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  3 หลายเดือนก่อน

      Wathi ufuna u R5000 for interview bafo🤣

    • @siphephelonkosi2467
      @siphephelonkosi2467 3 หลายเดือนก่อน

      @@perfecttvsa7051 akayeke nkosyami coz imali asiyicoshi

  • @msheliwentombinyathi2446
    @msheliwentombinyathi2446 3 หลายเดือนก่อน

    Mpintshiiiiii kaJehova

  • @NkululekoKhanyile-u9n
    @NkululekoKhanyile-u9n 3 หลายเดือนก่อน

    Sicela usibizele ugcabashe

  • @sandilendishmzimela4125
    @sandilendishmzimela4125 3 หลายเดือนก่อน +2

    Mina ngicela ungilandela DSS umubuze njengabantu bonke, ungamufakazisi plz

    • @MelusiMbatha-g7d
      @MelusiMbatha-g7d 3 หลายเดือนก่อน

      Unamanga kakhulu loyo ayikho into

    • @quander1403
      @quander1403 3 หลายเดือนก่อน

      @@MelusiMbatha-g7d hawu

  • @sbonisokubheka9218
    @sbonisokubheka9218 3 หลายเดือนก่อน

    Uboke ulande nenye insizwa okuthiwa uSwidi lapha kutik tik

  • @siphesihlehlongwane9690
    @siphesihlehlongwane9690 3 หลายเดือนก่อน

    Kanti awucofeki yini usubscribe?

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  3 หลายเดือนก่อน

      Abafuni Hlongwane labantu 😮