Incindezi (Stress) yokuganwa amawele | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP68
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 13 มิ.ย. 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko - บันเทิง
Sicela upart 2 nomama bo2😂😂😂
Pls
Uyixogi lo cc why engasamfuni u cc wakhe kube kunguyena owajola nendoda ka cc wakhe😢 engath ubhut engabuyelana nomuntu wakhe babe happy ❤
Mina ngibuza ukhuthi. Owesifazane yena akhanalo ubizelo lokugana esthenjini?
Ngoba phela nabo abafani ngobizo lwasemendweni
Unogazi kodwa mfana angifuni ukungasho,nonamba 3 useza futhi la ❤❤
Emndenini futhi ay shem
Wee stufuza ngizwelana naleyongane oyithwele uthanda indaba kanje😂
😂😂
😅😅😅😅😅😅
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
🤣🤣🤣
I'm in love with this guy he is so confident and open no secrets that's the kind of men we women want transparent nje
In love? 😂😂😂
@@mzwakhemsimango4459singisi
Weeee
Ay ingoba muhle nje qha🤣🤣🤣
Hamba phela uyomshada kusuthembu he is open
Cha phela kumele avume bcos bekuvele kuyiphutha ukuthi yena athandane nawe cos bewuthandana nalowo wokucala kulo naye kwabanzima kodwa waqhela wangena yena angabi ngumthakathi ku cc wakhe❤
True heyy
Stufuza ngicela ungitshelele indoda ukuthi ngingathanda ukuba owesithathu 😂😂😢❤
😂😂😂😂
Nami ngibe owesine😂😂😂😂😂😂
@@user-zd8uz7mm1k Saze safa ukuthungisa 😂🤣😂🤣
😂😂
No lady there are still single guys and they r searching too. Don't wish to b in polygamy
Angive ngiyithanda ngendlela oyichaza ngayo mfana wami lendaba yesthembu kuwena, hai lena yokuxhaphaza abesifazane ubagcwalise ekhaya ingathi yizinja zokuzingela ubabulalisa indlala
Ngohlezi ngisho ukuthi abantu uma befuna isthembu ababe neqiniso. Umuntu oyisoka othanda abafazi akasho nje straight , kungaloku kukhulunywa ngamakhehla asashona angaziwa, afuna ukuthathelwa umfazi.
Transparency is good 👍 so you know as a woman what you get your self into and indoda le, and the way STUFUZA engage her self into conversation is on the other level and it’s lit 🔥 IZA NAZO ❤
Stufuza - uluphatha kahle impela uhlelo. Uma kukhulunywa ngengxoxo kukhulunywa ngento enje - asking questions, interjecting where necessary, etc. Nibophinde nisitshele phela ukuthi senimlahlephi uSis' wethu uLungsta (ummeli).
And ungibuzela kamnandi ama Questions 🥰 she is the Best😊
Gqeberha we watching we love ❤️ Zulu 🇿🇦🇿🇦🇿🇦🫡
❤❤❤❤❤
😘😘🥰❤
Excellent Wen Khehla I lke yo decision. Mthathe usisi lo coz bekuvele kuwumuntu wakho. Umelibona iphutha lakhe kuhle bengithanda a kukuhle kwafika lodade onenhliziyo ende wazisondeza kuwe. Ngyakuthanda mawuthi uzothatha lontombazane omncane vele ubeyintombi yakho nqo!. Ukwenza njalo kwakho Wenza I peace nozwano emndenini. Uyabo lengoduso yakho ayingabi nje lukhuni coz ulwazi ngosizi omncane. Angazosi sdina yena la!!
Angibonge uhlelo Stufuzah ❤
This is a transparent men I love it Amandla my men ,continue
waze waba yindoda ngempela 👏👏❤️❤️❤️❤️❤️❤️
Cha yona lensizwa inogazi❤
Kabi ❤😂😂
Amakhehla,amembethe😇
but i boyfriend ka cc wakho uyiqoma kanjan
😢😢eyih kunzima
Cc kuyenzeka nje kahle kamhlophe
Ngi fisa u Kuba u number 3 ku lo baba. The confidence is on another level
wena uzifunela imali nje ayikho lento yakho.
HAY suka madoda we Shoba uyakhuluma and unogazi mtanomuntu👏
Akavume wuyena owathatha indoda kasisi wakhe,sekubuhlungu kuyena hhayi phela makubemnandi
Stufu you are meant for this job,you master it,love you,wish you all the best for your family❤
Mbuyise bhuti loya cc owawuthandana naye mbuyise yele ungowakhe.
Stuf... blushing❤
Banenhlanhla abanye abafana bakweminye imizi
Stufuza mina ngicela angenze number3 ubhuti 😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Ngempela siyawadinga amadoda anje emphakathini, yindoda yangempela leyi.
Stufuza Baka Dlangamadla baka mvuleni kusho kuthi asithathani nabakithi bakwa Mnisi ngoba nathi singumvuleni❤️❤️❤️❤️
Watching from Queenstown
❤❤ai lobhuti ukhona number3 ndim😂😂
😂😂😂
😂😂😂
Yinsizwa le!
Ngiyamthemba lomjita gud luck 🎉🎉
Like he works at aTv or he's a Journalist he talks so well!!
Makazthathe izithembu zakhe uyayifeeler lento yakhe ,😂😂
❤❤❤❤❤❤❤😅😅😅😅😅🎉🎉🎉🎉Uyindoda ndodana
second comment😝🤪😇🥳🥳🥳
Uynsizwa mfana ngyPhakamisa zombili gud luck
Waze wawubuza umbuzo cc wokuthathela ubaba ongasekho ngathi awuyena umzulu. Ngyafisa ngathi singaziqonda ukuthi singobani , isintu sethu sesilahlekile
This Man is my Crusher 🙈😋😋😋🤞 I wish to be number 3😜😜😜
🙆♀️🤷♂️
K I'm here can we talk
Lwamnandi uhlelo lwakho Stuh ,siyabonga ngilalele leshow yaze yayophela 😂😂
Baqinise mfana buza koobaba bestembu bakhona oooMseleku
Lobhut una that thing bakith😊
#IZANAZO😎 Stufuza noBhuti siyabonga kuba nani, Ey bhuti iyezwakala inkulumo yakho futhi yinhle ngoba ihamba nesintu 👌. 😊Stufuza yang'chaza ngoba ubuza futhi yafuna ukwazi ngesintu, eqinisweni isintu sithi umuntu uba namakhosikazi amathathu, Okamkhulu kabo baba kabomama Mese kuba owakho umagchino lolu usiko lakudala emandulo indlela yophila ukuze ungaztholi usuntshonstha ngaphandle kuze kuvele umntwana icala lelo, Bakwethu asibuyeleni emasisweni ukuze singazitholi sizifaka ogibeni lothando.
Kodwa Lo bhuti u happy ngalesthembu azosithatha😂😂n uyazibona nje esebaqhuba bafazi bakhe
Yey bhut syaybonga inamba uzosthakathisa wiiiii
We Shoba uyanqena yini ukusiphi no
Yiza nazo eiy Stufuza uyayshaya lento ❤❤
Masuhleka stufuza hay uyangchaza nu
Syabonga uyazethemba bhuti 😮
Kanti ushoba uyenqin yin ukusithatha sonke la😂
We stufuza suze wangithelela ngokuthanda zindaba bo akeze nazo🤣🤣🤣
Sawubona Cc
Awungiphe inamba yalo bhut
Eii. Ustufuz uyazthandel indaba
Izaaaa nazooooo, cha ngiyakuvuma Stufuza
WeStufuza isihloko kungan sifaka amawele kant osisi amalamanayo laba ekukhulunywa ngabo
Ndiyamtanda u stufuza xa esiti yiza naazo😂😂
Real man indeed ngiyakuthanda bafo
Nami Ngiwu Nongalo Bhuti wami ibambe Lapho❤❤😊
This is a brilliant guy indeed, kyasho ukuthi uMwelase ngempela👐
Sbonge guy uyathandeka 🎉🎉🎉🎉
Ungowakwethu Shoba okunye okushiyile nje ukuth ubacacisele ukuth umuntu wesfazane noma engaba yedwa endodeni uma engaziphethe kahle uzophuma vele eyofeba indoda ikhona imenzela konke ayibiyelwe imizi yobaba 🙏🙏
Ngapha ngaseZimbambwe❤❤ bengisacela ukuba yingoduso yesithathu
😂😂😂
Uyangichaza mina uStufuza uma esethi yiza nazo ungashiyi ngisho 😅 nd ngimfisela okuhle ubhuti nesthembu sakhe ezandawonye weee sengathi ngyabona wee Jesu wam nocc wami wybooo....I salute you Stufuza uyalushaya kamnandi uhlelo lakho imibuzo yakho👌 ingshaya ngaphakathi yooooh 8/10 guuuurly❤
Hayi oGoodwill labo Mseleku bakhona lami ngifisa ukuba ngowes3 umfazi
When I met my partner he had never considered polygamy but he was taken,I was always open to it but I will never allow my man to marry my sister 😮😢😮
Iza nazo show stufuz❤❤❤❤
Ngimamele from PE
Kodwa bafo ngifuna kusondela eduze kwakho sixoxe nami ngisezinhlelweni zesthembu coz oyedwa sengimkhokhele .manje lo omunye naye funa kumkhokhela,bafo yakudinga nami kuqinisa umuzi coz ngisebenzela egoli
Yhooooo stufuza u make me lough when u say yizanazo and don't leave stones unturned
Westufuza ngicela ungicelele number zkabhuti nguye lo wephupho lam❤
ukhona lombhemu❤
Mmmhhh cha inkosi ingsize😂
Haybo.i need 2 men-can he help with his karma?
first comment🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
😂😂😂😂🎉🎉🎉
Now we know u doing nothing with yo life
😂😂😂😉
@@mandladmavuso3149yoh so harsh don’t be like that 😂😂😂
Heee andifuni ngatsho ( uyawushaya umdavazo) cctas zimonelana ngawe
Mawmuth jabh nga2kwanda wozalo❤❤❤❤
Cha ubhuti unogazi uyathandeka
Igoduso iyabona ukuthi lomfana usayithanda intombi yakhe yakuqala.
Imambane isakhuluma ngomkhulu welelele soku 2024 manje sphila nenye I generation enobufebe obumangalisayo
😂😂😂😂
X ongasolveki kodwa Stufuza ukhona njalo.
Stufuza ❤
Mwelase waze wangiqeda ungimeme Bhutiwami boo ngyofikaaaa njeee seziwushaya
Yhooooo this guy is 2 much sure of this polygamy thing, and he is sure of his financial status, hoping that he will be able to give them all love, good luck my brother
Women agreed before he do the things that’s needs to be dose…
Ngikhona number 4 ngoba ngiyabona u3 sekakhona
Wenza Kahle ucc abuyele endodeni yakhe wayesenzani Vele lomdala Shosho buyela wena bhuti kucc ngoba Vele akasile lomdala,futh uyinja
Noma kunjalo leso esakho usithembu siwrong siqale njenge phutha
Ikhona yona lenzizwa ngakho konke. I hope owife bazoba strongo mina ayi ngeke ngilunge kosthembu nginothando olukhulu neskhwele isithembu is not for the weak.
Lomfo uyasisanganela.
Ayi nami lent yakhe angiyiboni kahle
True sidings imali isithembu ❤
Ubuthakathi 😮
Mpikela owakithy wena❤
Mina ngiboniswe abadala ukuthi yimi nmbr 3❤
Ntombazane yakwethu ngena sebekhulumile😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂🙈🏃🏃🏃🏃 really cc?
😂😂😂😂ungabe usalinda
I'm watching from Durban - Pinetown❤❤❤💯👌
Ndodakazi Yami stufuza ❤ mamkhize lona
Ngicela ukuba ngowesine bhuti hay kabi😅😅😅
Uyasengana ustufuza ukhiphisana konke 😂
Songoncenga kunumber 4❤
Bafo nam nginesphiwo eskanjalo nam ngaphiwa amandla oksebenza ngabantu nokuth ngthathe sona isthembu manje lomama engzwana naye akayizwa leyo
Babusisiwe abanye abantwana❤❤❤❤❤
Este mano é o meu crush, gostei muito dele
ngaze ngawufisa u Part 2 sekukhona oMama nje
Interesting 😂bhuti yeer
Mfowethu buyisa lo cc