Waze waqhosha Owami, unempakamo . Word of advice. This is your family, uhlanyiswa i family ye boyfriend 😢. Thank you Gatsheni for fighting for your daughter, and step dad 🙏
Thanks kuMzimela for building a very strong bond with Owami . Sekunzima noma esethole original dad. Hope isimo sizobuye sibe normal, abe ne bond ne family yakhe yangempela , but ngiyazi uMzimela uyohlale ewu no1 . Big up Mr Mzimela ❤❤
Eeeeey mamezala kaOwami uyimbokodo ngibona ukuzimela cc and uMuzi wakho ufudumele nomshini ohamba ngawo cc wam hayi ungifaka umfutho njengomama ozimele I salute you May God bless you
Owame you are so lucky girl, you are blessed you have parents. Other people outside do need parents but they do have. So accept that God gave you all of them, even your mother in law. That's very nice ntombo thank God for that
Let's give uBaba uMzimela his flowers. Baba Mzimela uyindoda emadodeni. Uyikhulisile ingane ungayuzali wayiphatha kahle futhi iyakuthanda ngoba uyiphathe kahle. Siyaziqenya ngawe Mzimela. Unomuya omuhle, uthixo akubusise, akwandisela akinike okuningi. Mama ka Owami omusha, uMama umbilical. welldone sisi, you have a good heart. May the good lord continue to bless you and your family. Ukhulume kahle, kanti uneqiniso. To UNdlovu, welldone bhuti to keep looking for your daughter. Siyakubongela. But I think you treated uMzimela badly, that man raised your child. Ngicela uma usuwehlise umoya, umbonge and recognize uMzimela. To u Owami, you are so lucky to have so many people abakuthandayo. You look like a very strong, wise young lady, I hope The Most High give you strength and wisdom to navigate through your life. Use every opportunity at your disposal. Unfunded use ne career yakho. Ngiyakuthanda ukuthi you recognize the father who raise uMzimela. With time uxolele umama wakho, she made a mistake. Mama ka Owami, please forgive yourself CC, kuzohlangana. Ubukeka uxolisa okwangempela.
Cha Gatsheni ngiyakuvuma waboshelwa into ekhona yokuthanda umndeni wakho awurobhanga ama bank for umbhedo wawucabanga kahle ngiyakuvuma ngiyambongela u Owami ukuba nobaba oboshelwe into ekhona uyindoda🙏🙏🙏🥰
Hayi bandla maka Owami uyakwazi ukwenza as for Owami akehlise i pride kade belokhu becahaza into eyodwa and unenhlanhla yena owakhe ubaba uyamfuna abanye obaba abazifuni izingane zabo Big up to Mr Mzimela and baba ka Owami
Mamezala naye ngathi se ka sebenzisa situation ka owami to her advantage nje.owami's mother was wrong ngiyavuma but it does not change that she is still Owami's mom.
Cha nami ngiphuthwe u live comment la ngoba lomama ukipitise ingane nje uvumela amanyala emzini wakhe ukube uwumama onengqondo wayeyoyiphindisela kubo kwayo ingane second day ifike ngayizolo manje uzenza umuntu omsulwa la kwa owami uzithandela la🍆 nje akafuni kubashiya
One thing about Owami is a really lucky child being loved kangaka right now uno mama ababili no baba ababili bonke abazimisele ukuwa bevuka naye, le ngane must appreciate unkulunkulu ayenzela kona baningi abafisayo ukuba nje noma no mzali oyedwa lapho yena una 4
Owami u are blessed indeed cause ur father did make sure to go look for u,, father may Jehovah'God give u strength and wisdom to be in her life as long as Jehovah'God bless and guide u,🙏🙏
Ngaze ngamthanda lo mama womfana uyaphila lo cc umtshela ezkabhoqo 😂😂😂umfazii ngampel lo cc uyasazi istory Sakhe ..Owami uziphathe kahle uyathandwa kulo mndeni n ubaba wakho Lona mamukele and ufukuzile Waze wajeza ejezela wen please mamukele
Finally the family of the boyfriend as well should also be given respect and perhaps theirs is a lasting impression on the child...they are an extended family...the child enjoys their company.
Andiyazi ndingathi babuMzimela you are an example kwizstep fathers bhuti uthobekile baba angifuni ungatsho. Baba ka Owam uliqhawe bhuti ngohamba uyobhantinta kodwa usithi make sure I Gane yakhe izokhula kahle . I salute you all ❤❤❤❤,.
I for one don't feel sorry for uGatsheni uneminyaka lobaba ephumile ejele +- ten years engaphandle uvela apho ke umbuzo kaOwam ba why now uzondidinga kangaka uphumile ejele awandifuna iminyaka uziphilela kutshintshe ntoni ngok I think eyonanto emenza abe lukhuni uOwam
Owami this is your father,so many kids would be grateful to have this kind of a father,you are being selfish at this point your dad risked his life to make sure when you are born you will be secured and have a proper life
Hai naye lomama wakwaMbuli ubonakala engafuni ingane igoduke,angazenzi ngcono la yena wayezohlala yini indoda iboshwe iminyaka,akadedele ingane yabantu,alobole if eyifuna back not umkipito
I'm filling so imotional right now but really want to thank ubaba Waka owami for what he did abobo mama abana ciniso I wish them all the best in future
Exactly yile nto Nam ngiyishoyo, ngiya mzwela u Ndlovu xam umntu akanambulelo, udle imali yomntu mara mhla efika umxoshe okomshologu shuu kunzima ezweni
So much respect for the man who raised usisi big up to you and God bles you
Waze waqhosha Owami, unempakamo .
Word of advice. This is your family, uhlanyiswa i family ye boyfriend 😢. Thank you Gatsheni for fighting for your daughter, and step dad 🙏
Ubona isitolo u Owami
Iyamhlanyisa ngampela leFamily ka Boyfriend, useyanginyanyisa mina kade phela exolisa ubaba wakhe worse akuselona nephutha lakhe , ayi suka uyacika lo Owam udakwe uthando lomjolo qha
Uqinisile 😂
@susanr3139😂😂😂😂😂 ayi wena
@ true 😂😂
Ngiyamhlonipha Ubaba UMzimela uyindoda emadodeni kayithandi impi🙏🙏🙏💪💪
Jaa ngoba isigebengu lomfazi
@@siphiwengwenya1606 lapho sebekhuluma ngath akekho nje naphambili kwab ngiyaba jaja shym
Ubengeke ayiwine leyompi ngoba umuzi akuwona owakhe.
Yes
Makhubela kakhul
Thanks kuMzimela for building a very strong bond with Owami . Sekunzima noma esethole original dad. Hope isimo sizobuye sibe normal, abe ne bond ne family yakhe yangempela , but ngiyazi uMzimela uyohlale ewu no1 . Big up Mr Mzimela ❤❤
Baba Mzimela i respect u fo life.u r a special dad to Owami.Owami stop being the boss nd disrespectful
Hhayi Malandela umncane mfana kodwa inqondo yakho ivuthiwe into uybeka ithi Nqooo 💯
True ayi yena xem ngyamvuma
Ngiyamvuma nami kakhulu
Ngyamvuma sheim
Lapho lendoda yakhe kade yayimbonya isho izinto ezimbi axole ngaksasa
@snenhlanhlamchunu7323
Yey 🤦
Cha Mzimela nowe uyindoda usebenzile ukukhulisa kahle umntwana ekungeyena owakho siyabonga🙏🥰
Ngiyolokhu ngiphaka misile ngawe mzimela omuhle uyindoda awunampi awupepezi kakhulu😊😊❤❤❤
Ubengabuye athini uMzimela akanalo ngisho nelilodwa ilungelo kuyo yonke lento..Umuzi akuwona owakhe, ingane akuyona eyakhe. Umfazi nayi indoda ethi yamashita nezizumbulu. Izizumbulu ezakwazi ukuthenga umuzi mmmm
Eeeeey mamezala kaOwami uyimbokodo ngibona ukuzimela cc and uMuzi wakho ufudumele nomshini ohamba ngawo cc wam hayi ungifaka umfutho njengomama ozimele I salute you May God bless you
Ngiyaku hlonipha babu Mzimela ungubaba wesizwe bambalwa obaba abafana nawe .Siyabonga Baba konke okfisa ngathi Inkosi ingaba nawe🙏🏻
#watching from Orange Farm❤
Inkunz le
Ndaze ndamthanda umzimela uyindoda emadodeni I salute you bhuti❤❤❤❤❤❤❤❤
Thanks mzimela uyindoda
Am proud of bab umzimela is really man ukuzehlisa nje
Akhondoda lan welele indoda ibizolwa
Ibizolwa ilwele umawengane yomunyumfana ingena ngane naye aybo wenzekahlenjee
Niwenzile umsebenzi wenu gwajo nomalandela siyabonga ngicela niqhubeke njalo ❤️❤️❤️❤️
Owami uphethwe yi pride girl. Uyazi ezinye ingane ziyasokola ziyenze okusemandleni ukuthola umdeni kwesinye sikhathi sokuphoqha izimo zempilo, wena uyihlo ukukhonzile njalo ekuthanda enjalo, wena ulokhe ulandela umama we jaha.
Hayibo lomama sethatha ingane ngestayela😢uthi ucela ubuyela naye emuva?
Owami you didn't even hug your dad girl you this is biological father
Uyaphapha uOwami uyabhora i attitude yakhe ay
Ungayithathi into yesigebegu ngoba iyashisa akekho umuntu esingapheli isigwebo sakhe uma.esaphilanje usuke esazobuya nina enithatha intombi zabafowethu ababoshiwe anisoze nakuthola ukuphumula kuncono nje umsize ngokwemizwa bese uyahlehla ungathi owakho yizo lezo nawu👍
😂😂😂😂😂 eyi ngaze ngahleka, ziza ngempela and azipheli mandla zingayitholile into yazo
@SithulisiweMpofu 😂😂😂👍
Hawu lomama kanti owam befunakuthatha yini kumagumede .
Owame you are so lucky girl, you are blessed you have parents. Other people outside do need parents but they do have. So accept that God gave you all of them, even your mother in law. That's very nice ntombo thank God for that
I just want to say both men they love these child. Respect to that❤
Every one is siding with this criminal
I salute you babu Zimela🙏
@@fsenanwadim1there's no need to him criminal, you're not here to judge. On top of that you're not a judge. Musa ukuphapha
And the child doesn't see that she's busy kipiting she's blinded by umjolo mxm
Let's give uBaba uMzimela his flowers. Baba Mzimela uyindoda emadodeni. Uyikhulisile ingane ungayuzali wayiphatha kahle futhi iyakuthanda ngoba uyiphathe kahle. Siyaziqenya ngawe Mzimela. Unomuya omuhle, uthixo akubusise, akwandisela akinike okuningi.
Mama ka Owami omusha, uMama umbilical. welldone sisi, you have a good heart. May the good lord continue to bless you and your family. Ukhulume kahle, kanti uneqiniso.
To UNdlovu, welldone bhuti to keep looking for your daughter. Siyakubongela.
But I think you treated uMzimela badly, that man raised your child. Ngicela uma usuwehlise umoya, umbonge and recognize uMzimela.
To u Owami, you are so lucky to have so many people abakuthandayo. You look like a very strong, wise young lady, I hope The Most High give you strength and wisdom to navigate through your life. Use every opportunity at your disposal. Unfunded use ne career yakho. Ngiyakuthanda ukuthi you recognize the father who raise uMzimela. With time uxolele umama wakho, she made a mistake.
Mama ka Owami, please forgive yourself CC, kuzohlangana. Ubukeka uxolisa okwangempela.
Wow 🙏🙏🌹🙏🙏🤜🤛👍🤝💪🤙👍💯💚💓🖤🌺🔥💞⭐💝🥰
Gatsheni ngicela umbonge ugatsheni NGOBA ngabe wayengekho ngabe wathola umawengane yakho eseyizala ka20
👏👏🥰
Xem uzwisana ubuhlungu masexolisa ngikhalile mina
Socela u part 5 mase elotsholwa u Owami 🎉 🎊 👏 💐 🥳 emshadweni ngonikela nge khekhe booo😊
Lol awu Buhle uyayisheshisa lendaba 😂😂😂
😅😅😅😅
😂😂😂😂tjoo Buhle
U Owami makhaye eskoleni nje Finish 🙅♀️
Job well done zinsizwa niqhubeke nomaebenzi went omuhle
And ngiyajabula ukuthi u ingane ekugcineni isiyayazi imvelaphi yayo sibonge nakumah mfana ukuthi akagqugquzeli izingane ukuthi zikipite siyabonga kakhulu ❤❤❤
Malandela wangichaza usiko lwesZulu aluvumi ukuthi ingane ikipite. DANKO❤❤😂😂
Umama ufuna ukukipitisa ngoba uneyi mali
Dankoo kuleyondawo
@@rickynkala6406Cha kona ukhethe kahle u Owami🙈🙈🙈
Yebo khona kuyicala umbuzo wami bebekuphi abazali bengane coz bekufana nokuthi baylahlile lengane akucatshangelwane Kube lengane yazibulala ngesimo beydibene Naso Kubo bebezoythathaphi
@Mahle-o3j if beyizibulala bekoba yicala likanina ongayitshelanga iqiniso
Cha Gatsheni ngiyakuvuma waboshelwa into ekhona yokuthanda umndeni wakho awurobhanga ama bank for umbhedo wawucabanga kahle ngiyakuvuma ngiyambongela u Owami ukuba nobaba oboshelwe into ekhona uyindoda🙏🙏🙏🥰
😂😂😂😂ay naniqinisile Manith umaka owam engaphuma nomb 1 makuthiwa uya act
Nya iqiniso
mbuke nje manje usedabukisa ngathi unohlangothi 😄😄😄
Isigebengu lomama
Uqinisile uyakwazi shem ukuactor
Qinisile ufuna induku lomakaOwami
Muhle umsebenzi wenu Gwajo noMandela well done 🎉🎉🎉
❤❤sending love to Mama.Mbili. a woman with a heart of gold
Mzimela looks like Ayanda Msweli😂💸👏
Yebo 😂😂😂
Yebo ngathi uyena kanye🤣🤣
Hayi bandla maka Owami uyakwazi ukwenza as for Owami akehlise i pride kade belokhu becahaza into eyodwa and unenhlanhla yena owakhe ubaba uyamfuna abanye obaba abazifuni izingane zabo Big up to Mr Mzimela and baba ka Owami
Ngaze ngamthanda uMzimela.Sengathi angathola umfazi oright ❤
Nisebenzile Nyoni tv 💪🏼💪🏼
Cha unomfazi Lo ahlala Naye phela abahlukene
Unenhlanhla owami,obaba bakho bobabili bangamadoda ngyabaphakamisa
Mzimela you are a man of a kind❤
Wena Magumede uyabheda qha
Wena Mambili if you have plans ngo-Owami, do this the right way: lobola.
No Gwajo uqhakamisa uMambili??? Noma angona kanjani umama ka Owami ngumawakhe
Uqinisile sisi. Ithi into: "you can't choose family." Ngike ngizwe besho kanjalo.
Wena Gwajo khuza lo mama oseduze kwakho
UMambili kodwa akengene ke kakhulu la sekungeyomndeni yena akayolungisa ilobolo nje
Mama mbuli ngicela ungakimpitisi izingane plz uma uyifuna lengane ibe umakoti wakwakho ngokuphelele khokha ibuye ngokusemthethweni mama plz😊
nami sengibona kanjalo ufuna ukukipitisa lomama naye..naye u Owami ufuna ukukipita
Nawe mzimela ubudli Mali kagatsheni hayi kuthi bondli ngane bidli Mali kababa wayo ngane🥹😊
@@NobathembuJokaMzimela akatyanga Mali yamntu. Imali yalo mfo yathenga umzi
yisqashwa sakhe seshop yakhe lona
Sejabule wathola ùmtana for free ,yuu kipitisa abantwana akaye ekhaya umtana
Nengane ayingasenzi isicefe maaaan kunin kuchazwa
It's not ukuthi uNdlovu ubengaybheki ingane. Iplatform abengenayo yokuycinga ngenhlanhla wabona loluhlelo ngoba o khumbulekhaya baningi kakhulu abantu ababhalayo
Other daddies don’t even come back
Isicike mina
ayi lengani kune influence kuyo ngoba usho into eyione njalo nje
Mamezala naye ngathi se ka sebenzisa situation ka owami to her advantage nje.owami's mother was wrong ngiyavuma but it does not change that she is still Owami's mom.
Noba imali yayingaphelile wayezophila kanjani ayikho lento eshiwo yilomama ubemncane uMagumede umithi ifirstborn engekahlanganisi no20yrs le ezohlala iminyaka engaka nidlala ngaye uMagumede akekho umuntu owayengahlalela umuntu oboshwe15yrs usezenza ngcono lo mama womfana wenza kahle wena Magumede wangatshintshanisa amadoda phambi kwengane wanendoda enye iphutha lakho kukungayitsheli ukuthi uyise waboshwa qha ekuziphatheni well done Mnguni.
The real father is so strong he decided to die instead of telling truth because of owami who was unborn,,,respect ur dad ❤
Hayi Magumede mina ngiyakuxolela kukokonke kanti futhi usemncane awubanga unondidwa uhamba ulalwa kodwa wathatha uMzimela wahlala naye wangashintshanisa amadoda phambi kwengane ye ntombazane🙏 Ngeke ngizenze ncono njenge pipi lomfundisi kanti liyawa bhebha amakholwa cha ukuzwazile ukuziphatha kahle Magumede.🙏🙏
Ay eyepipi lamfundisi iyangchaza 😂😂😂
😂😂😂😂
We jabulisiwe fusegi yezwani😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Sonke siyamxolela kodwa ngidinwa yilamanga anawo. Lona othi umuntu ufile ephila
😂😂😂😂aawu inqantiza yenceku yenzani?
Wena namaphinifa pink musukucindezela omunyu mama engthi lengane uyithole sencane ngenyanga ezimbili awume kancane wena😮😮
Bekayi kipitisile futhi
😂😂😂
Tch waske wandidika
Cha nami ngiphuthwe u live comment la ngoba lomama ukipitise ingane nje uvumela amanyala emzini wakhe ukube uwumama onengqondo wayeyoyiphindisela kubo kwayo ingane second day ifike ngayizolo manje uzenza umuntu omsulwa la kwa owami uzithandela la🍆 nje akafuni kubashiya
Yoh nam uyangdina lomama senza maka owami ngath mama ongelutho naye ebekipitise ngane lana
Ay majita Gwajoh n Malandela nisebenzile bafethu thina asinayo ndlela yokunibonga senobongwa umdali be proud of yourselves bafe2 well done 👏 ✔️ 👍
Malandela gwajo nisebenzile Bo malume bam andifun kungatsho♥️♥️🙏👏👏
Siyabonga Gwajo no Malandela...ngibonga abazali abanikhulisile inhlonipho eninayo ngath niphuma ekhaya elilodwa...Nkulunkulu abe nani njalo .
Owami don't make things difficult for your Dad , you are not so special you hear 🙉 the side of your Dad this is your Father
Ukube u Owami uyazi ukuthi mina ngilidinga kanjani lethuba lokwazi ubaba ngabe akayenzi lento akasamhangi nokumhanga njee kodwa ... uyindoda Ndlovu ❤❤❤
Yona lengane ayisaboni yini ukuthi unina owenza iphutha ngokuqamba amanga?Ayi uyabheda nje lo Owami sengathi akasile kahle ekhanda.
@@CedricBiyela kwayena lo owami ndini akasile ufuze unina
Spoiled brat
Uthandu kuncengwa nje lomtana lo baba uyazama nkosiyam isigebengu nomuntu ongenaqiniso la u mama ka owam
Sengizolinda umshado ka Owami❤🎉🎉🎉
Akgeji phela bazolobola uGatshen kmele afune inkomo zakhe
😂😂😂😂😂ngeke ishade letuthwane umuntu ophapha kanje akulungi
Uzobe eshada nomam Mbili ngoba umfana asimmboni 😂
Good Mzimela qhela uzobuye usimame
One thing about Owami is a really lucky child being loved kangaka right now uno mama ababili no baba ababili bonke abazimisele ukuwa bevuka naye, le ngane must appreciate unkulunkulu ayenzela kona baningi abafisayo ukuba nje noma no mzali oyedwa lapho yena una 4
Owami u are blessed indeed cause ur father did make sure to go look for u,, father may Jehovah'God give u strength and wisdom to be in her life as long as Jehovah'God bless and guide u,🙏🙏
Ngaze ngamthanda lo mama womfana uyaphila lo cc umtshela ezkabhoqo 😂😂😂umfazii ngampel lo cc uyasazi istory Sakhe ..Owami uziphathe kahle uyathandwa kulo mndeni n ubaba wakho Lona mamukele and ufukuzile Waze wajeza ejezela wen please mamukele
She must lobola the child den
Finally the family of the boyfriend as well should also be given respect and perhaps theirs is a lasting impression on the child...they are an extended family...the child enjoys their company.
Cha lutho no respect . Bebehlaleleni nengane bengayiyisi kunina.
UMama uMbili akafuni noOwami nalemibuzo ayiphosayo kumaGumede ayidingeki, akayekele umndeni
Makalobolele umfana wakhe and uyamthanda nkosi yam
Uyaphapha lomfazi mnxiiiiiiiii 😅
Kakhulu uzozenza ngcono ma ngalo sisi
Ungafunga kuthi khona akukhiphile lapho ifike kuye isishefa lengane asikho isidingo sokuba nemnfengwane kanje
Uvala olwakhe uhlazo kungani engathathanga ingani ayojika nayo ekhaya
Andiyazi ndingathi babuMzimela you are an example kwizstep fathers bhuti uthobekile baba angifuni ungatsho. Baba ka Owam uliqhawe bhuti ngohamba uyobhantinta kodwa usithi make sure I Gane yakhe izokhula kahle . I salute you all ❤❤❤❤,.
Syabonga kubaba umzimela ngokukhulisa ingane kanti futhi okungenzeka uyikhulise ngezimali zika Gatsheni edizelwa umaka Owami asikhulume nje iqiniso u Owami ukhuliswe ngezimali zakhe
Poor Owams father , i feel soo sorry for him, he didnt even get a hug from his daghter!!!! Its Soo sad🥲
😢😢😢mfwethu
The girl she's very stupid 😢
But she'll realize it when he's no more
Eii yaz iyedelela lengane,isitshenwe kangaka nje ukuth nangu uYise koda akuthi diki aii bandla...
I for one don't feel sorry for uGatsheni uneminyaka lobaba ephumile ejele +- ten years engaphandle uvela apho ke umbuzo kaOwam ba why now uzondidinga kangaka uphumile ejele awandifuna iminyaka uziphilela kutshintshe ntoni ngok
I think eyonanto emenza abe lukhuni uOwam
Umbuzo kaOwam awukaphenduleki at all
singakhohlwa ukubonga nakuMamuMbili lihle kakhulu iqhaza olidlalile njenga noMzali sbongele no Owami ngamalobolo wakhe in Advance uthandiwe kwaMbili sheim🙌🙌
Salute 🫡 MaLandela no Gwajo 🎉❤
Big up to Owamiz father, ukulwile ukulwa okuhle, sengathi onke Amadoda engafana nawe.
Malandela Gwajo u do the best. UThixo abe nani for izwe lethu ngomsebenz wen omuhle.
Lengane ibona fortuner kamamezala that's why ingafuni usala 😂😂😂
Iyangicasula shame
Ubuke yonke lento Elsa ayikho Kubo ingakho exhathisile laa
@@dilojako9796 yebo ithandizinto kanti ngelinyilanga iyozisola mhla bengasaboni ngasolinye nomfana
Ufun ukukipita lodoti
Iyanginyanyisa lengane
Ngalulandela from luqala loludaba am happy ukuthi seluze lwafika ekucineni, Lisebenzile bafowethu uGatsheni uzoke aphumule alale behleeee
I so wish owam afumane umsebenzi ka gwavameni asule iinyembezi kubaba umzimela ambulele nga something
Nomamezala ukukhuluma njalo sukah😮😮
Kodwake uryt umaka owami yena njr uryt and uyambona njr kuth isgebengu nongobaba owami😂
Hhayi kona akhombisi kuthi ngumuntu wesifazane ngathi yena konkhe kwakhe kuyohlezi kumhambela kahle, siyawenza amaphutha😢😢
Bekumele bangakhulumi naye vele
Uyanginyanyisa mamezala,sesizakele ugiya ngenkinga ka ma owami.ngoba efuna lengane idayise estolo for free😂😂😂
Lapho ukhuluma uyajajana akalungisi uya efaka usawoti eslondeni . Maybe ufuna uzuza lomntana 😢😮
😢😢😢😢😢😢kodwa ngoMzimela kwabhlungu
😢😢😢
Ave kubhlungu
Kakhulu
I don’t think he was thanked enough. Owami’s never said thank you to Mzimela. Gwajo can insensitive sometimes
Owami’s father never said thank you to Mzimela. Gwajo can be insensitive sometimes
Mama Mbili Amagama owasebenzisa kumlingani wakho phambi kwengane, yakhe awamahle neze, isimilo.....
Owami this is your father,so many kids would be grateful to have this kind of a father,you are being selfish at this point your dad risked his life to make sure when you are born you will be secured and have a proper life
Owami ubona ubuhle bomuzi wakaMbili ingakho ebharaja engafun ukuhamba la ezenzq isidididi esengazazi kuthi mele eyephi lapho sekuchaziwe konke bese kuba mam Mbili naye vele afake usawoti esilonden ngoba akafun Owami ahambe kuye
Uyangicikanje nalomama we phinifa ufun kukipitisa lengane
@@MasokuhleAkenze okufanele,Finish
@@Masokuhle hhayi akenzanganto e wrong umuntu obhedayo umama ka owami
Hai naye lomama wakwaMbuli ubonakala engafuni ingane igoduke,angazenzi ngcono la yena wayezohlala yini indoda iboshwe iminyaka,akadedele ingane yabantu,alobole if eyifuna back not umkipito
@@ThembinkosiMthembu-hm5kh fair enough waba wrong kakhulu mama Owami but mamMbili engalungisi wrong ngo wrong siyavuma wayisiza ingane buy manje akayiyeke ibuyele ekhaya coz okulandelayo zokhulelwa elokhu ehlez nesoka
Okulula nje Mzimela thatha ufohloza wakho nifohloze niyofuna eyenu indawo yokuhlala.UNdlovu ngeke anenze lutho ngokubona kwami.Akubona bonke abantu ababuya ejele abanezinhliziyo ezimbi.Ungahlaleli ovalweni wayevele engesiye umbulali ongenanembeza.Wayezizamela imali.
Ngaze ngabuhlungu ngoMzimela uma MaGumede esekhuluma kanje😢😢😢😢
Yes Owami ekugcineni kumele aye kubaba wakhe wempela
Nxe lomama awu yazi wangicasula yazi
Hhy lomama yamsaba Mina Struuuu God usemlahla kanje uMzimela
@@nomasontomaria480 ukhohlakele yazi🥺🥺🥺
@@zuluqueen2385 yeyi iskhohlakali esinamanga
@@KhethiweNincy ukhohlakele shame bese ezenza umuntu omsorry lana enza ubaba wabantu islima ngibuhlungu nje ngoMzimela bakithi wadibana nonodindwa nje
I'm filling so imotional right now but really want to thank ubaba Waka owami for what he did abobo mama abana ciniso I wish them all the best in future
This is pure respect from these two presenters 🙏🏽
Waze wa special uOwami ufunwa ngapha nangapha
Cha wazalwa embethe angiyazi inhlanhla enje uphakathi komhlane nembeleko ngisho uanty wayo ujabule ❤
Nalomama we phinifa uyanyanyisa nje umbuka uyayihlohla lengane
Unesdina lomama nevukuvuku lephinifa uyangdina .uyeka kusho nje kuthi sezitholele I maid .let's hope kule shop akathathanga lento ngoba nje ehamba nge fortuner
Wena Bongiwe unezindaba 😂😂😂
Akayihlohli ukhuluma iqiniso kuphela umama wephinifo
Umama bekungamelanga akhulume kodwa kakhulu
And she's very judgemental
Syabonga Gwajo noMalandela muhle umsebenzi
Owami lapho ikhona bayakusebenzisa zimele nangu ubamba wakho Ndlovu❤🙏
And am so proud of you baba Mzimela abasike ipetin abanye
Maka Owami ngathi khona intambo engathinti kahle ekhanda
Lutho usile nje 😵
Uphila nseeee uphethwe ukusaaa too much...yiqili leli bona ngoba akakuvezanga ukuthi lomuzi wathengwa ngezimali zendoda befika okokuqala wavele wayixosha nje
Mamezala Yehlisa Impakamo, and ukhulumela safuthi
😅😅😅😅ayi kahle bhooh!!
Uphethwe ukusa boo
Wamuhle umsebenzi wenu Gwajo noMalandela ❤❤❤🎉🎉🎉
Umzimela you are a great person.... May God blesses you abundantly🙏🙏
Uyahlonipha kodwa ubaba kaOwami ngaze ngamthanda futhi uyayithanda ingane yakhe❤❤❤
Thank you so much Nyoni tv ubuthu obethu singabamnyama
Owami unenhlanhla azalwa nayo 🎉🎉 wazalwa embethe struu wabangwa left &right
Uzoshada futy ngob mamezala uyamthanda
@@LungileThandeka-lj2fmuzoshada by default 😂😂😂. Okubuhlungu ukuthi ukuthi nina Lungile kusemnyama akukacaci.
Imizemthathu😂😂😂😂
Impela umfazi uyahlala awuzange ube nesimilo nhlobo thina sashonelwa sihlala sibancane kuze kube manje
Lengane le angisayazike manje ayifundisekile lahle
Gwajo nomalandela u rock ❤
Gumede must just not impose his will and let the child grow and understand the things as they are...she will come to her senses some day.
Bafethu iqiniso nje lihle ungamthathi umawengane yenye indoda especially meyisaphila . Im glad kodwa ngoba umzimela ubengakhiphe lutho. Kodwa uinvestile ngenhliziyo yakhe wamosha nemali kumuntu osekhuluma kanje 😢
Ayibandla ngiyamvuma umaGumede usefuna uGatsheni😂😂😂
Uyambona nje uGatsheni Noma ehamba ukuthi igudlil indoda😅
😂
Cha niyiqhubile lendaba asibonge izofika emaphethelweni umzimela kade eyiphoyisa mara emhlabeni kunzima 😂😂🤞
Uyahlupha yazi 😂😂😂😂😂
Qhela ngempela mzimela ubaba ka Owam ubeqhele ukushaya amabank ubiyin wena kuye
😂😂😂
😂😂😂😂 ngaze ngahleka
😂😂😂
Ey baba umzimela uyindoda ungawushintshi moyawakho❤
Ngaze ngaythanda into eyenziwa umambili ne nyoni TV nendlela ugatshen akayphathe ngayo from kqala until ❤❤❤❤❤❤
Ubaba omkhulisile akabalulwa naye sehamba phambili mama kamfana nje😢 but syabonga ukuzithoba kwabo labo baba bakithi. Ngoba ukube bekhona ozokhuphukelwa moya bengeke ihambe kahle lendaba. Hayi uyakwazi ukhetha wemaka Owami abantu bakho bonke babukela bethobekile nje😅
Ingoko yena eliqili umama ka owami obaba baphansi
Nomama wam wayeyilenhlobo kodwa wayethola obaba a baryt ezihlulekele yena
Uyatalabha lomama😅😅😅 umtshela ezika bhoqo umama ka owami good 👍
Ayyy ula emvakwakhe 🤣🤣🤣
Uyamvuthuza qha fthi uzotshelile ukuthi uzomthola
@@FezekaNgcobo-d6l
Hhayi yena umnyele shame 😂😂
Cc i hope uyabona ukuthi uma ungumuntu wesifazane ongaziphethe kahle .kwenzakala izinto ezinjena .sewuthule kwangathi ufile.Ulimaze inhliziyo zabantu abaningi uwedwa.
Vele uzithathele mina Gatsheni ngnezingane ezu krii ngekuyiswele ingane😍🤭☺
Malandela ngikutsandzela lokusheshe ubhule mlilo usabaswa leyelitsandvo ifuna bona ngasese I salute lomcondo wakho
It shows ukuthi uBaba umzimela he's being a good father inkinga umagumede abanga laqiniso
Ey inzima lendaba kuyacaca ukuthi lo Magumede akakaze amvakashele ngisho ejele into ebuhlungu kangaka
Ningadlali ngo MaGums,nisho ukuthi ubezolinda usgebengu for 15 years. Okwakobani ukuthandana nomuntu usuku nosuku ungazi ukuthi uzobuya yini kulomshikashika awuphushayo.
💔💔💔💔💔💔💔💔💔ipain elokhu ingidla nje nami ukut kanti umaGumede wayethanda imali kaLanga kodwa akasayikombheka
Kodwa naye Owami ngathi nje akayizwa imizamo kababa wakhe kahle ngane ukuziphakamisa wenze into enhle ubaba wakho .noMzibemela usebenzile noMagumede bakithi nomaMbili unothando❤
Exactly yile nto Nam ngiyishoyo, ngiya mzwela u Ndlovu xam umntu akanambulelo, udle imali yomntu mara mhla efika umxoshe okomshologu shuu kunzima ezweni
Syabonga maqhawe
Yhooo wandililisa uGatsheni. Uthando olungaka.❤
Lobabe uGatjeni ngokwamampela suka madoda .,..big up to Nyoni TVq❤❤❤❤
Woooow kwaze kwakuhle ❤ engikubonile today mambili wamuhle ❤❤❤❤ umsebenzi wakho baba ka owami no auntie cela ningakhohlwa umambili ❤🎉🎉 udlale indima yokuba umzali kulengane.. and ubaba lobekhulisa ingane ekungesiyo eyakh mmm 😢 kwaze kwanzima let hope usanalo ikhaya lokukhosela ,, uphume kuloyomfazi obezokudla imali . Webantu besfazan aveninemikhuba embhiii😢 buka nje indoda ibikuthanda ngeqiniso today kunjani .. kwaze kwabuhlungu lento engiyibukayo kodwa sisakhulula siyafunda hauuu webantu besfazane.
Owami cc please 🙏 ungamkhohlwa umambhilili okweseke ezintweni odlule kuzo . Umbonge ohhhh nkosi ngibuzwile ubuhlungu sham cc ngawe … be strong 💪 . Ugade umuzi if udayis ubeke leyo Mali Mali iyokusiz njengoba ukhula… and ufunde cc ungafani nje nomamawakho please 🙏 tjooo cha ngiphatheke kabi shame 😳……
Malandela, gwajooo❤❤ ayyy bafwthu keep it up bafanaa izandla zidlula ikhanda . One day siyothi fafa eaivivaneni .
Noma inihamba esgodini sethunzi lokufaa aniyokwesaba .. ngoba Unkulunkul unani 👏👏👏👏👏
Nalomama ngathi usethole isisebenzi akasafuni nalengane n nalengane iqinisa ikhanda ubaba wayo ekhombisa ukuyithanda kangaka iyangicika nje nalengane ayisakhombisi lutho nje ukuajbulela ubaba oyizalayo isizwe indoda nje ikhohlakele kwayona
Uyacika shem
Uyosol nje wena ngane lahla baba funa kukipita ayi ngcolil uzokulahla lowo mfana nobubi
Kakhulu kodwa ekugcineni umzali ngumzali
Nam ngibuka loko kuth usebone umuntu ozosiza ekhaya ngezinto eziningi...
Mama ka Owami waze wafana bo no Rosemary wama life policy masewugebisa nekhanda wenza worse 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂 Ay maarn
Haaaiboooo😳
😂😂😂😂
😅😅😅😅🤭🤭ayii kodwa yin bandla