This is true love. Genuine love indeed. No RAF bullshit. Sandile is a real man ❤❤ I pray that God will bless them and give them a happy life together for ever and ever 💓
Yooo this guy the way he speak,i feel the other spirit, okusekwe ngu Thixo no one can change that,continue Sandile love this beautiful lady,God will Bless you
Sicela upart2 uLondy asitshele kuhamba kanjani❤mina im not gonna jugde guys.USandile waba neqiniso wamunakekela uLondy for years.I wish them all the best❤
Mina ngiboma U Londi ukhulume konke lokhu akukhulumile ngenxa yobuhlungu adlula Kubo , kodwa ekugcineni wehla wabona ukuthi nayi indoda eyaka yangithanda abantu bengibalekile yena wena nami kunzima kunjalo. Londy ngisatsho mntaka mma that's nayi indoda finish en klaar. Teka ngoana mane, teka sesi . LOVE IS IN THE AIR 🥰😄🤞
"Forgive us our trespasses as we forgive those who trespass against us" you are a living testimony cc wam. Kona hhayi kubuhlungu okwakuvelela. Bhuti uyaphila bo Unkulunkulu abe nani nobabili
I salute uSandile ngesenzo asenzile bcs baninzi abashayisa abantu babashiye bangabheki mva . UMntwana wam washayiswa yitekisi kwanceda abantu abathi bazomshaya if akamsi esbhedlela wamshiya lapho esbhedlela zange ayombheka. God is a miracle God wabaryt umntwana wam by the grace of God. 🙏. Pls Sandile ungadlali ngoLondie
I support your marriage guys.thanks sesi to give sandile second chance. May the Grace of God heal all your pain.Bless you with success,happiness and many many more years to come in your marriage.❤❤❤❤❤
Hai bakithi mina ngiyamhlonipha kakhulu u sandile ngesenzo esi bonisa ukuba yindoda eqotho futhi ufuna ukulungisa iphuta lakhe out of all this tym n wahle wamnakekelela from the accident site akazange enze i hit n run wamnakelela abantu bembalekile . Hai bo mina ngiyamhlonopha mina u masando. Londi nayo indoda mntanasekhaya ungayiyeki thatha cc thatha.👏👏👏🥰
True lovers never dies keep it up bra your passed relationship was bad because sis was badly injured was also not happy in his heart now you back bra uyindoda bafo God must bless this marriage
❤😭 Yeyi angazi. Box of tissue isiphelile.. Cha lobhudi unothando lwangempela. Futhi ngibonga ukuthi uveze imfihlo. This means he has a heart of gold. Phela belingeke laziwe iqiniso if engatshongo lobhudi . Sisi bonga UMdali namadlozi akho ngoba lomfo Ubengeke akunakekele if ubene Inhliziyo embi. Ngithi that is your soulmate shada ntombi. Lilililiiiiiiiiii.
Let's support them guys this is not about money .muntu weslisa nje onakekela muntu wesfazane angathandani naye aze afikelwe uthando bakithi ayiii ayikho ngemali lento .asethembe nje uNkulunkulu owangena enhliziyweni kaSandile wasebenza❤
@@thobilematutu9475Umuncu wena and imali uyibeke phambili too much,go and work in order to stop thinking that people after money when they sort things out
Ngiyakuzwa nkosazane inkinga mina e nginayo ukuty angeke yin ivuke lento uma kuba khona ingxabano eg uma indoda isijola ijola nomunt ozihambelayo mina ngibona inkinga lana engeke ilungiseke
Sandile is a true man to humble himself and surrender 🙏. To come again and ask for forgiveness and accept his mistakes. So thankful that they are reconcile ❤. God is faithful 🙏💪. Londi you are a great woman so happy for this channel 💕
I'm a 43 yr old man living with a disability for the past 16 yrs n knowing abantu from experience ukuthi in most cases they do such for a reason n for their own benefits..I pray for her that this guy is for real this time cos if he isn't,it will destroy her
I always watch the Nyoni episodes but this one is a very touching episode ever may God heal Londi and find comfort in him as Sandile asking fr apologies may she find a forgiving heart and welcome Sandile to be his wedded husband ngiyayithanda inhliziyo kaSandile nokuma eqinisweni
Ooh what a happy ending! I love this couple with their true and selfless love. May The Lord forever blesss them and grant them a happy ever after marriage. Thumbs up Nyoni Yami TV!
Ooh what a happy ending! I love this couple with their true and selfless love. May The Lord forever blesss them and grant them a happy ever after marriage. Thumbs up Nyoni Yami TV!
Weldone sandile ndoda you did the best you show real man's still exist in these difficult times ❤
Bobabili uLondi noSandile banomoya ophansi bayafanelana ngibafisela okuhle konke🎉🎉🎉
Lento ye come back kaSandile ngoba ucc esenomuzi omuhle iyangidida ,akunathando lapha lo behlushwa unembeza finish
Syabonga bakithi sengathi ningahlalisana kahle uSandile usanonombeza 🙏🙏
That is absolutely true dear.ngaze ngamthanda uSandile kubi okwamanga abafana abananembeza bakithi cha ukhuliswe kahle Mfanawabantu uJehovah akubusise bancane abangenza njengawe eqinisweni nawe londy mamukele mtanakithi uJehovah uzokupha ukuthula emoyeni.yazi ngvona icala labantu beslisa elihle ngo Sandile❤❤❤
Eish kwaze kwaba buhlungu shame,Sandile ma ungamshiya u Londi uzolandelwa libhade the rest of your life hlala lo Londi
Nibambane emshadweni wenu,nginifiseli nhlala kahle nokwethembana emshadweni wenu
We still have Real Man In South africa ❤
I felt so emotional#crying ,I'm so happy❤❤❤❤love your humbleness for both
A wise man accept and admit his mistake, the guy he's a real man .few people does that . God will forgive him
Shame so true. Nembeza ubumudla uyaphila lomfana. Omunye ubezongena nayo egodini lento
Wow uNkulunkulu anibusise nize nihlukaniswe ukufa. ❤
Sandile, Sandie wt a man on earth one in a million woow 🎉🎉Sandie and Londie wishing u all the best in life, my God bless you ❤
Sandie uyNdoda mfanakity isinqumo osithathile ngyavumelana naso ❤
Ngifisa ukuba umkhongi waleNsizwa, ukuyilwisa nokulekelela ngomusa nangothando.🎉🎉🎉❤
Awuuu bafethu Londie avulungile mtakamama.❤❤❤❤❤ngyayithanda indlela okhuluma ngayo phansi ngyakwazi ukuthandumuntu engasenandaba nawe.
Sandile loves her so much… he could have ran away from the beginning… u deserve each other
Nami ngicabanga lokho
Bafwethu asibakhulekise bakithi UNkulunkulu abaphe amandla okubekezelana
This is true love.
Genuine love indeed.
No RAF bullshit.
Sandile is a real man ❤❤
I pray that God will bless them and give them a happy life together for ever and ever 💓
That's what I thought he loves her❤
Kwabuhlungu bakithi😢
This gentleman really loves this lady thanks to him, and don't disappoint her even INYONI TV viewers please Sandile,GOD Bless you.
Even all viewers.
Kungakuhle uma bengashada sebeyazana 32:07
Walukhombisa ekuqaleni uthando Sandile abanye bamehayisa bamshiye umuntu aze afe noma ebezosinda syabonga Londi😂ukumamukela
NgiyBonga kubazali abakhulise usandile bamkhulise Kahle ukuba nothando nonembeza ❤yooo ayi uyisibonelo esihle kubantu bonke ngithi nje unkulunkulu anibusise❤❤❤❤
Syabonga mthembu mvelase wena owavela enyanden well done nginifisela okuhle kodwa
Yooo this guy the way he speak,i feel the other spirit, okusekwe ngu Thixo no one can change that,continue Sandile love this beautiful lady,God will Bless you
Bakwethu everyone deserve second chance, isiqalo sibuhlungu but isphetho wow what a wow 🔥👌 NEVER DISAPPOINT AGAIN SANDILE
Isizathu sokubaleka wayesenziwa ngunembeza ukuthi uLondi unjenje nguye
what if uzwe ngandlebenye ukuthi u RAF ususondele🤔🤔🤔
@@duduzilemlotshwa9282 hmm nalapho uybeke kahle
@@Thango-rb nani niyajula ngemicabango bengekho aware ngalokho kuzwakele bafo
U7777777777777⁷yu7⁷uyu7uuu7777777777u
Sicela upart2 uLondy asitshele kuhamba kanjani❤mina im not gonna jugde guys.USandile waba neqiniso wamunakekela uLondy for years.I wish them all the best❤
Sicela part 2❤❤❤❤❤
angikhalisa amzwi okunakekela yoooo
Is because yr RAF money is thts why he came back😮😮
I will like u guys kuthi nisenzele upart 2 after RAF please . And if he really loves her . May God be with them.
iziga z email kaRAF
USandile wesaba ukusho ok wamsiza kwasekukhandeka uthando wase uyabaleka fut ngenxa yonembeza ok wase uyabhadula ke ngoba ebalekela unembeza wakhe ok
Wahluleka ukubaleka wasebuyela emuva ok nako ke esevuma amaphutha ilapho ke ngi understand khona ukuthi wamshiyelani❤ wakhetha ukuqala kabusha kodwa ngikuthandile🎉
Washada kanjalo ke uLondiwe/ka
Sandile uzungake uphinde uyezwa ungaphinde ubheke emuva
Kwesinye iskhathi amanga asiwakhulumi ngoba sthanda kodwa ngokuvikela intliziyo esizithandayo
True love❤
Ungenzele kahle unkulunkulu abe nani
Mc gwajo ucc uvukwa umunyu no sandile uyibeke kabi inkulumo ukhulumise okwebhimbi kanti ube qale kahle ucc kungcono ngoba useyakhona ukuhamba usengalapheka uma engathola imhlabelo ngokwehlukana kwayo ebantwini besintu kunomhlabelo wenyama nowamathambo nomathunga umhlanganisi asukume ame qingqo
Mina ngiboma U Londi ukhulume konke lokhu akukhulumile ngenxa yobuhlungu adlula Kubo , kodwa ekugcineni wehla wabona ukuthi nayi indoda eyaka yangithanda abantu bengibalekile yena wena nami kunzima kunjalo. Londy ngisatsho mntaka mma that's nayi indoda finish en klaar. Teka ngoana mane, teka sesi . LOVE IS IN THE AIR 🥰😄🤞
Nkosiyami sengathi ucc ungakuthola ukuthobeka nokwelapheka emphefumulweni noxolo sizombeka emthandazweni uzolulama cc ujehova akabalahli abakhe ngiyethemba no sandile uzokwazi ukungcina isethembiso sakhe asikho isibhedlela eselapha umphefumulo
Fairy tales can be true it can happen to you. Many fairy tales have a common phrase HAPPILY EVER AFTER.
Yah bafo ngyabonga ndoda ukwenza iqiniso God bless you guz
Kwaze kwakuhle uNkulunkulu will bless and keep your union foreve🎉
Masandi real you are a good man may good Lord bless your reunion,thanks to Malondi for giving masandi a second chance ❤❤❤
Dear God please bless this beautiful couple make them to love each other for ever Amen ❤
Waze waneqiniso unebheza uyakulahla Sandile
Londi umxolele cc kubo bonke ubuhlungu obenzekile uSandile unobuntu ungumtana kaNkulunkulu uyazendlala kuwe ngothando noGwajo wenze umsebenzi oncomekayo keep up the gud wrk ❤❤❤❤
ncooo mfoka mkhize owakwethu wena Waze walenza iqiniso khabazela 💃💃💃💃
This is a Nigerian movie xem ❤I wish them the best elutsandvweni lwabo Sandile take care for her
"Forgive us our trespasses as we forgive those who trespass against us" you are a living testimony cc wam.
Kona hhayi kubuhlungu okwakuvelela.
Bhuti uyaphila bo
Unkulunkulu abe nani nobabili
Good luck to them Sandile please keep your promises ungasabaleki
If we can have such people in this day and age,our world would be a better place.🎉❤❤❤
UNkulunkulu anisingathe Sandile uqhubeke umnakekele uLondi nibahle niyafanelana❤❤❤
Uthando umanqoba❤❤gud blessing them for real
Waze walenza iqiniso ncwabe God bless you
What an episode 👏🙌wow it emotional,exciting in the same time congratulations my sister God will intervene in your situation 😢😮😂
Banomlando omuhle engingathi bangafaka istamp basindiswe UJesu abenabo othandweni labo❤ Abathwale till death .akuvamile UJesu owenza izinto ezingakholeki .
Shadani bantwanI kuhle ❤❤❤
Eihhh MABASINDISWE LAPHO BAZOBE BEPHELELE😊 GOD BLESS 🙌 🙏
I salute uSandile ngesenzo asenzile bcs baninzi abashayisa abantu babashiye bangabheki mva . UMntwana wam washayiswa yitekisi kwanceda abantu abathi bazomshaya if akamsi esbhedlela wamshiya lapho esbhedlela zange ayombheka. God is a miracle God wabaryt umntwana wam by the grace of God. 🙏. Pls Sandile ungadlali ngoLondie
Sandile sibonga iqiniso olivezile nothando oliyimvelakancane .qunisa ekukhipheni igama loluzisola uthi ngicela uxolo .You are the man of the Year
I support your marriage guys.thanks sesi to give sandile second chance. May the Grace of God heal all your pain.Bless you with success,happiness and many many more years to come in your marriage.❤❤❤❤❤
Siyabonga sandile 🎉🎉🎉🎉🎉🎉 ayabalwa amadoda afana nawe
Hai bakithi mina ngiyamhlonipha kakhulu u sandile ngesenzo esi bonisa ukuba yindoda eqotho futhi ufuna ukulungisa iphuta lakhe out of all this tym n wahle wamnakekelela from the accident site akazange enze i hit n run wamnakelela abantu bembalekile . Hai bo mina ngiyamhlonopha mina u masando. Londi nayo indoda mntanasekhaya ungayiyeki thatha cc thatha.👏👏👏🥰
Nami ngiyamvuma lombhemu💪
Alleluya🎉🎉🎉
Gwajo Manzini mfowethu uyawushaya umsebenzi Bafo
Gwajo,sibonga umsebenzi omuhle owenzayo.
Sandie this lady is the wife of your youth honor her and grow old together , sis Londi you have a good heart. Sandie well done.
Ncooo Sandile well done🎉🎉
Second love... Eish...eish
I trust Sandile he did it, and he will do it again. Akafuni lutho uSandile uyamthanda ngokweqiniso uSisi🎉🎉🎉❤❤❤
Akafuni lutho bakithi umfana wabantu uze ngokusenhliziyweni yakhe nami it rust and believe in him🎉❤
Sandile uthembekile mntanami uThixo akubusise ❤❤❤❤
Yooooh SANDILE mfethu wena ubufuna justice mfo ubeyindoda ebenesibindi kunzima kusisi Londi😢😮
Awu madoda nginifisela okuhle Kodwa empilweni uThixo anigcine wish you speed recovery cc wami🕯️🙏
Syabonga kuSandile bakithi for being honest🥺🙌
❤❤❤❤❤Halala🎉🎉🎉ngiyakubongela mina Londi Sisi yess inhliziyo uyayazi indlela bakithi 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉waze waneqiniso uSandile thatha umuntu Khabazela thule phansi ❤
Gwajo uyinsizwa uyayimela indaba iziphele you are a good presenter ❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
True lovers never dies keep it up bra your passed relationship was bad because sis was badly injured was also not happy in his heart now you back bra uyindoda bafo God must bless this marriage
Ngokunika okusenhlizweni ngoba kunguna phakade hawu bakithi 😘
Syambongela untombazana bakity ❤❤❤❤❤❤🎉
Sandile uNkulunkulu akubusise unembeza nothando ❤️🙏🙏🙏
Singajabula ukubona enye i episode sebeshada,bagcinane kuze kubephakade AMEN
😭😭😭Sandile ujehova akubusise butie♥️♥️♥️
Le Show ingitshengisile ukth ngiwu mjita ozithandayo izindaba Hhawuu🙆😂😂 ngyaqala nokwibona le Show lokhu ngiqale ngabo 19H30 ngbuka ama episode 03H05 manje lokhu ngbusy nayoo........Sandile Mfwethuuu mfoka Mkhize uyiqhawe mfwethuu🤝🫂ngbonga iqiniso lakhoo kukancane ukthola umuntu onjengawe enze leliqiniso olenzile kwi Ntombie Cc Londie🫂🥰💯Windoda Khabazela, Nkulunkulu benitshengisa ukth ukhona phakathii kwenu konke lokhu okwenzakalayo noksazokwenzakalà bekvele kuhlelwe nguyea uThixo🫂🤗💃maybe no Cc Londie enhlizwen yakhe nase mqondweni wakhe bebalisa eyibuza eyiphendula eselahle nethembaaa lokuthi mhlampe mebuka isimo sempilo yakhe akasekho umuntu weslisa oyomshada😭🥺💔 uNkulunkulu kade emphundulela Cc Londie namuhla ukth it's not over until god say it over ❤️🌍🙏🥰 niphathane kahle bafwethu anikhethanga nani uNkulunkulu onikhethile wanihlanganisa❤️🥰 ngyakikiza Yilili yilili (Ululating) ❤️💯🥰💃🥂🔥🤗
Engiqedayo nje eyokuba umjitha othanda izindaba 😂😂😂😂😂😂
❤❤❤
@@nondumisondebele2079 🤣🤣🤣🤣
Bambalwa abangakwenza lokhu mnewethu
Wow mfw2 waze wakhulama kahle
Ngiyakubongela ndodakazi Yami mancanee amantombazane athobe njengawe
Well-done
Unkulunkulu akubusise Gwajo ngomsebenzi omuhle owenzela isizwe sakhithi❤❤
Ngiqale ngathukuthela kodwa manje ngijabulela Londie u Sandile angadlali ngodadewethu pls mft uhambo oluhle emshadweni ❤❤🎉🙏💃💃💃
mina angimjaji kodwa nginombuzo akukhona ukuthi wezwa something about the RAF ??an kunemali lapho? i am not believing that it is in his heart .
Akalandeli mali na ?sandile
Jhooooooo nkosi
@@NtombentleSizukisamahleulandela imali lona
Wt a painful story al d best guys Sandile no Londi❤
❤😭 Yeyi angazi. Box of tissue isiphelile.. Cha lobhudi unothando lwangempela. Futhi ngibonga ukuthi uveze imfihlo. This means he has a heart of gold. Phela belingeke laziwe iqiniso if engatshongo lobhudi . Sisi bonga UMdali namadlozi akho ngoba lomfo Ubengeke akunakekele if ubene Inhliziyo embi. Ngithi that is your soulmate shada ntombi. Lilililiiiiiiiiii.
Ubengeke nkosyami Eze eqale amnakekele nje unothando lomfana wabantu unenhliziyo nesneke awumncane u4 years kuze kusuke muntu ku wheel chair azihambele wee 🎉🎉❤ ayi mfana ujehovah nje uzonikhumbula ngfisrla ucc ukululama aze aphinde aphume Kuma crutches cc wami ngyakubongela mina ngomuntu ofana no Sandile❤❤❤
Happy ending I salute u mnomzane Sandile indoda emadodeni
Noma kuqale kwabuhlungu but syanibongela cc nkosi inikhusele usheshe ululame uhambe njengabobonke abantu❤❤
Usandile uyazisola ngesenzo asenzile uthixo uyamukuthanda umunto ozithobileyo so wonke umuntu uyawenza amaphurha so mxolele cc yes ngiyazi kubuhlungu
Qiniso
Ngaze ngakhala ebusuku jehova uyaphila uyabathwala abakhe endleleni ngathi ujehova anganithwala throughout your love journey 😢😢❤❤
Ngykubongela ❤ dadewethu sengath lingehlukaniswa yikufa ❤
Mhlambe bekwendlela e hlelwe ngokulukulu ukuthi bahlangane ngalodlela leyo. ❤ Noma imb'hlungu
Nami ngiyakholwa ukuth UMdali ukhona kulento futhi simethembe❤
Mina Ngicela udwendwe ❤🎉🎉
Impela❤
Kodwa kuyoba kuhle uma kungekona ukuthi usandile ufuna imali ka RAF ku londi kube iqiniso langempela
Kodwa CC wonke umuntu uyalidinga ithuba lesi bili lapho okuno thando khona usatan uyazulazula xola CC kusho mna umandlovu from Bulawayo ❤
South Africa lets support this marriage.
No I player lo....ikhona into ayizele
Hlampe uzwile ukuthi imali izophuma or isiphumile khona enye ezayo or ubuyiswe Ilona uthando
Let's support them guys this is not about money .muntu weslisa nje onakekela muntu wesfazane angathandani naye aze afikelwe uthando bakithi ayiii ayikho ngemali lento .asethembe nje uNkulunkulu owangena enhliziyweni kaSandile wasebenza❤
@@thobilematutu9475Umuncu wena and imali uyibeke phambili too much,go and work in order to stop thinking that people after money when they sort things out
Mina ngibona ukuthi bobabili bayathandana nje qha
Gwajo please sicel part 2 eomshado bawo kwaz kwakuhl okwabo iqiniso la Sandil syabonga🥰
🎉
Sandile ingadlali ngoLondi ngoba uSmakade uyophendula oabihlungu love you guys nikhuleke
God bless you Sandile Waze wasimela isbongo sethu ngeqiniso❤❤❤
Syabonga Ngunezi usmelile singo Gcwabe kuhle okwenzile mfowethu iqiniso nobudoda
Inkosi ize ikubuaise bhuti Sandile,ngyqala kukhaliswa ile show....Londy uphole cc, God bless ur marriage❤❤❤❤
God bless these 2 nginithanda lonke londi no Sandi qalani phansi libambe kanjalo danko
Unontobeko noXolani or Nkuleleko angsazi igama lamfana kulencwadi engayifunda kaMatric "Bengithi lizokuna" all the best guys I believe and trust Sandile ❤❤ uyiphathe kahle ingane yabantu ungayifebelike Jesuu Sandile uyoshawa yithi siyiCountry
Nontobeko noMhlengi- Mahlengi
Bafo siyabonga ukwethembeka kwakho futhi into engiyithandayo ngawe mawuthi okuhlanganiswe UNKULUNKULU akekho oyokwehlukanisa nginifisela okuhle nobabili🙏🙏❤❤❤
😢😭💔💔💔❤❤❤kodwa ulenzile iqiniso Sandile
Ngiyakuzwa nkosazane inkinga mina e nginayo ukuty angeke yin ivuke lento uma kuba khona ingxabano eg uma indoda isijola ijola nomunt ozihambelayo mina ngibona inkinga lana engeke ilungiseke
Iliphi iqiniso alenzile??
Ngelokuba usandile nguyena owamtshayisa ngemoto@@nomfundonolwazi7244
Walenza from ekuqaleni eqinisweni yebo kwenzeka kabi ukuhlangana kwabo but wabanalo iqiniso...
@@AyandaMveloMajola-sh8fhuSandile utshaywe wunembeza ngeke amjolele cz ukwazile ukuphumela obala
Icebo lika Nkulunkulu lingevinjwe❤❤
Iqiniso lingevinjwe muntu
Yiqiniso mntaka baba
Woooooow sandille zekube kanti awuzudlala ngaye usis sandile zekube kanti okuthethayo kuliqiniso kungabi kanti uzomophula inhliziyo futhi 😢
Humble souls may God bless your union ngicela ukuba wuMatron of Honour
Lwaze lwamnandi udaba...washaya jwezwakala mfoka Khabazela. Ninemimoya emihle nibabili. God bless you❤❤❤❤❤
Sandile mfethu waze walenza iqiniso uNkulunkulu sengathi enganisibekela🙌🙌🙌
May God bless him for such a big confession and it’s worse on national tv 🙌🙌
Uyindoda Sandile ngaze ngajabula zesuliwe inyembezi zakho namhlanje sis Londi unkulunkulu abakhusel njalo🙌
Imali ka RAF IS THE MAIN THING.This woman must open her eyes.
Hayi nam ngibuka kanjalo yiscam lesi
Vele iqiniso lelo
Thank you
Injalo nje ufuna lemali lo
Awu bakithi mhlambe akukho lapho😂
Wow Sandile uyindoda yeqiniso siyabonga ukut ekugcineni ulenzile iqiniso ngo Londy ❤❤
Sandile is a true man to humble himself and surrender 🙏. To come again and ask for forgiveness and accept his mistakes. So thankful that they are reconcile ❤. God is faithful 🙏💪. Londi you are a great woman so happy for this channel 💕
I'm a 43 yr old man living with a disability for the past 16 yrs n knowing abantu from experience ukuthi in most cases they do such for a reason n for their own benefits..I pray for her that this guy is for real this time cos if he isn't,it will destroy her
Eish😢
Ya ne😢
Lomjita angimthembi bamdlile for 8 manje uyabuya maybe he has no where to stay
I think Affidavit ibifuneka la so that lobhuti if udlala ngosisi avele aboshwe
@@sjavakhamuver7706 🤣🤣🤣
Ngyaqala ukubona uhlelo elonomuntu engimaziyo...uy sandile yumkhaya wam...ngithemba ukuth uzolenza iqiniso amthathe usisi njengesithembiso sakhe😊
Tell us about Sandile and what does he do,coz there are crazy people here think that is back to London for a money?
Sbonelo , umazi ewumuntu onjani uSansile ? Uyasebenza yin njengoba ethembisa izulu noMhlaba ??? Unoko yini okwakhe ?
Sesethembe wena ke ,usikhumbule ngosuku lomshado. Ngaskhohlwa😮
Kwagcina kanjani kumkhaya wakho uSandile bhuti
Manje Sandile wasukhulumisa okomfundisi 😢❤ udlale ngaye futh manje uzofunwa yimina mfanwami
Big up
Nami I will make sho siyamuthola mf2
Ngizokusiza futhi nami makewaphinda nje wamphoxa🤞
Mina ngibona ngathi u sandile lo uzifunela imali ye RAF ayikho into yakhe 🤞
Nje iSouth Africa yonke.sizomthola.Asicele ne passport ihlale kithi.uza evacuator or Azi e
vacuume🤭 sisamgadile
Waze wayindoda emadodeni not many men can do this. Please God help this lady to heal.❤❤❤❤
Sandile uyindoda buthi we need more man like you may God bless you and answer your prayers 🎉🎉🎉
Uyamthanda ngoba kuningi abengakwenza,ubengamshiya lapho ahambe,kumbe aqubeke efihle lefihlo 😢😢
Qinisile ubenaso iskhathi sokwenza noma yini
Kwaze kwabuhlungu,Sandile uyindoda futhi enomoya ophantsi kwakunye no Londy ngokunjalo siyanibongela❤
What an episode 😍RIP to my EX lover Sandile we fought a good fight . Ey this guy just reminded me of him. LOVE WILL ALWAYS WIN😇
I always watch the Nyoni episodes but this one is a very touching episode ever may God heal Londi and find comfort in him as Sandile asking fr apologies may she find a forgiving heart and welcome Sandile to be his wedded husband ngiyayithanda inhliziyo kaSandile nokuma eqinisweni
Ndaze ndayithanda le show ndiyibukele apha thanks ba for kept up ndoda will like u
I believe Nabo bonwabile ngoku💥💥💥✌️❤️❤️
Wahlabana nge vargin uSandile❤
Babusise mdali wentozonke❤❤
Siphi isidudla sakanyoni tv kuyona le show hhay niyaqeqeshwa shame angikhali noma singekho nawe umsebenz uwushaya èxactly njenganaye ❤❤❤❤
Siphi vele Sdudla nam nghlezi ngizibuza..... But naye lona uryt❤️
Yaz nam nghlezi ngizibuza ukuth wayaph bakity usdudla
Ooh what a happy ending! I love this couple with their true and selfless love. May The Lord forever blesss them and grant them a happy ever after marriage.
Thumbs up Nyoni Yami TV!
Ooh what a happy ending! I love this couple with their true and selfless love. May The Lord forever blesss them and grant them a happy ever after marriage.
Thumbs up Nyoni Yami TV!
Usho isdudla lesi esimuyeni wami🥰🤣
Ngifisa ukuba u Aunty ka Sandile ngiyozigcokisela umakoti itshali lokugana🎉❤Londi And Sandile Your The Best Couples Ever❤
Sandile mna ncoma ubu honest bakho ukuba ukwazi ukumxelela uLondi , nawe cc Londi ngokumxolela wish u all the best guyz God bless u
Usandile ngimshayela ihlombe kakhulu ubonisa ukuzi sola,kubuhlungu ukuba ne scar umuntu wakhona ungamazi akubamba inkunzi ngiya bonga sandile usano nembeza emhlabeni abantu baya bulala abana nembeza 🙏🏻🙏🏻
Nkc ithelumusa sandile ekugcine njalo ❤❤❤❤❤🎉😊windoda sandile
Kuzo zonke iziqephu lesi singilethela izinyembezi,akukho okwendlula uthando kucacile
Im in tears God must guide you lots of ❤
Mhlanpe indlela nkulunkulu ayeyihlelile ukuba bayohlangana kanjani Sandile muhle umsebenzi wakho bhuti owenzile nkulunkulu abusise umshado wenu❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉