Mmmm this is very painful Gwajo an Malandela u r doing a great job,please involve u Premier u Mphemba no Bab’Mkhwanazi to deal that arrogant Maseko,i family yaka Shezi ifumane i closure,this is really sad basizeni Manzini and Sibalukhulu please intercede on behalf of Shezi family, u Maseko ubathatha kancane🙏🏻🙏🏻🙆🏿♂️
Sho bafethu, ngihlezi nginibuka noma thandana wami every week n keep up the good work. Maseko unoku zethwala kakhulu akakhombisi ukuba nendaba omphakathi nomndeni wakwa Shezi, ngisola ukuthi wenze fraud ngasidumbu ebethi bazophela umoya. May God help you guys and Shezi family to have peace and closure.🙏🏾🙏🏾
Kanti if a person goes on leave he's supposed to hand over because the police station doesn't close. This Maseko commissioner is soo incompetent because this is not his family. He's soo cruel.
Siyabonga kwajo no malandela umsebenzi o muhle o ku sebenzela umphakathi❤ from Pretoria mabopane
Ohhh nkosi kwaz kwanzima😢😢😢😢😢😢😢
Please guys sizazani umndeni ngiyanethemba Nyoni TV.... I'm watching from Soweto 🙏🙏🙏
Amalanga elandelana❤❤ love you guys🎉
Nginithanda kakhulu Uma ningekho ehhovisi keoha Uma.nivakashela imindeni ❤❤❤ you the best🎉🎉🎉
You qwajo and your team you work very hard worker Gad protect you against Evil spirit witchcraft I supporting you my favourite team ❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
I LIKE your COMMENT
Love you guys please, help these people ❤❤❤❤ watching from Austria Vienna please part 2
Sidomu sephoyisa 😢😢😢yazi abawucabangeli lomndeni kulobuhlungu obhekene nabo ngoba kuncono bancwabe ingane yabo bazophola Uma sebazukuthi bamfihlile
I watch all your episodes from the uk 🇬🇧 well done guys 👏👏
Syanazi madodana ami...Niyasebenza ngyazi nizowsiza umzimba.
My favorite presenters yiso lesodkhathi sinethembile madoda nizokwenza kwenzeke ,ubabuMaseko ubaleka neqiniso yini akayfihlayo kumele aphenywe izinqa😢😢😢
Mmm uyeyisa lomaseko" udoti womuntu
Ave nisebenza zinsizwa..umalandela Ave engichaza ngiyahluleka ukungasho 😊❤
Kwaz kwabuhlungu,,,incompetency yabomthetho,dragging the family in misery,,,yooo Maseko😢
Angikho happy ngendlela aphendula ngayo u Captain Maseko😢😢😢😢😢💔💔💔
Khululeka uzowagwinya lamazwi akhe
Akafundisekile lo Mphathi 😮
Yaah ibuhlungu indlela aphendule ngakhona kalazwelo shm 😢😢
Kukhona akufihlayo uMaseko uyazi uyisephi ingane.
Ngek uzusho kuth mphathi lomaseko ndini
Gwayo ,Mandela, BODYGUARD GOD will BLESS YOU in the name of JESUS CHRIST AMEN, MR MASEKO PLS HELP THE FAMILY AMEN AND AMEN
Akusiye Captain lo uvucu, ihlathi elimnyama nje, ubaleka neqiniso
Akaphili sdalo lokapiteni isilimanje uyabaz kodwa ubuhlungu abuzwisa umndeni jesu😢😢😢
Aw!! Kwaze kabuhlungu unyaka wonke abafihlile 😭
😢😢
Syabonga naleAvanza kudala inithwala ❤❤
Keep up the good work guys , watching you from London UK
Haaybo uMaseko udinga ukubikwa kwabakhulu.Ngenelela Bab'uMkhwanazi.
Watching from Newcastle ❤❤❤❤❤
Mmmm this is very painful
Gwajo an Malandela u r doing a great job,please involve u Premier u Mphemba no Bab’Mkhwanazi to deal that arrogant Maseko,i family yaka Shezi ifumane i closure,this is really sad basizeni Manzini and Sibalukhulu please intercede on behalf of Shezi family, u Maseko ubathatha kancane🙏🏻🙏🏻🙆🏿♂️
💔💔😭ngenelela nkosi
Waze weyisa maseko
Laze layisdomu iphoyisa 😭
Alinanembeza linjalo nje
Amalanda landelanelani no we love u tema Malandela & Gwajo u doing a great job always👏👏
BabauMkhwanazi ngenelela 🙏 🙏 🙏 🙏
Too much love for you guys niwusizo emphakathini
Waching from Capetown bigup guys muhle umsebenzi wenu ❤
Malandelana no Gwajo..nginishayela izandla 🤝
Mina sengifisa ukubona lembongolo ewumaseko
UMaseko uzomphelela umsebenzi ngoba uyisigebengu sephoyisa elinenkani 😢😮😢😮
Ngiyamazo mina doti we phoyisa
Lot's of love guys ❤watching from Tshwane ga mmamabolo❤
Sho bafethu, ngihlezi nginibuka noma thandana wami every week n keep up the good work. Maseko unoku zethwala kakhulu akakhombisi ukuba nendaba omphakathi nomndeni wakwa Shezi, ngisola ukuthi wenze fraud ngasidumbu ebethi bazophela umoya. May God help you guys and Shezi family to have peace and closure.🙏🏾🙏🏾
watching from Newcastle
ngeke lo Maseko aka trendiswe lobaba
Watching from Jabulani Hostel , Soweto
Hispanic.bafowethu.lomnden..uluthwele.usizi❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Malandele myeni ❤ sengikhona syabonga nge episode 🎉
Amaphoyisa ase South Africa 🇿🇦
Ukhohlakele lo Maseko just imagine the pain that the family is going through 😢😢😢
Haaw abangakithi lababantu kweskaMagwaza kwaze kwabuhlungu zingane zakwethu😢
siyabonga malandela no gwajo
Ngifuna ukubona lesbotho esingu Maseko yini inhliziyo enoboya kanje.makehle eskhundleni or ufuna ukumenza impundulu
Yebantabam ingathi singaphezu kwenu kele nizomisa kanjani zithandwa 😢
Mmmlwaze lwabhlungu lodaba bakithi umama ufanele ukugula ngabe useyakhohlwa manje kodwa sekuyislonda esingapholi lesi 😭😭😭😭💔💔💔💔
Sizani bafowethu watching from west Nicholson zimbabwe
Amalande elandelanani nohhhhhh!!!!!!!!!❤❤❤❤❤
Inyoni TV le, izomlandela aze akhiph iqiniso ukut ingane wayenzani, wayiyisa kusiphi iskhohlakali yena wathola imali, mlandeleni aze anye nyiii!
Too much love for you guys from Zimbabwe 🇿🇼
Ngicela ukusho nge voice kamfo kangobe...nginthadaniii❤
Au kwelakith mandoda yabuhlung kodwa indaba😢😢😢😢
Danki Maqhawe 🔥🔥🔥🙌
Ubheda kabi loyo Masoko ngiyamazi
Ufuna ukushawa
Uyadzelela babe Maseko
Guys ngacela ukuthi lingihlanganise lo Malandela please elimaziyo ngiyamdinga guys ❤❤😎
Bhala lapho bab uMkhwanazi uthi ngibonile ngumkhuzi wamaphoyisa njengamanje khuza uMaseko baba ayeke ukubhampa
Kanti if a person goes on leave he's supposed to hand over because the police station doesn't close. This Maseko commissioner is soo incompetent because this is not his family. He's soo cruel.
Nkosiyami kwabuhlungu😢
Niyanqena yini Gwajo no Malandela ukuya kuyena loMaseko ,isizwe sesifuna ukumazi
Bafowethu muhle umsebenzi eniwenzayo qhubekani nokusiza abantu engathi beningasizana noMdu weThuleleni niluse OKhozini👏
MI LOVELY PRESENTER ❤❤❤SESKHONA BAFIKE ENDAWENI RIGHT IMPELA
Love you guys from USA ❤ may God give u wisdom to deal with this situation ...may God comfort the family 👪
Lulandeleni ngempela bafiwethu ibuhlungu lendaba yo 💔😭
Malandela crush yam❤🎉
Malandela n Gwajo 🎉🎉🎉🎉🎉good work 🎉🎉🎉🎉
Azikhona inyoka nezingwenyalapha 😢sorrini nkosyami angathi ningamthola bakithi kulunge konke nje😢
Mmmm kwaze kwabuhlungu bo
My favourite people gwajo no malandela niyasisebenzela emzanzi qubhekani ngomsebenzi omuhle onuwenzayo mina ngiyanithanda Bafana bam🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Umaseko uyadelela akswugabangell umdeni wskwa Shezi khona skeaziiyo
My favorite team hlalani phezu kwakhe sngaze angatshwe uhulumrni.
Usayitsheni akayiphenduli into ebuzwayo ngaze ngahlukumezeka yazi abanye abantu akwazi ukuzwelana nabantu abanye 💔💔
Malandela nkosyam 🥰🥰
Guys I salute both you and the all team
Mina akaze nje wathembe ama poyisa empilweni yam
Gwajo Habhani niyofuna umkhwanazi uyena unjigelele plz ngiyalazi ngekenihluleke khona ezohlabhalazeka ebukwaizwilonke naphabhi kukamkhwanazi
May the lord give you guys strength and wisdom and protection always ❤from limpopo zebetiela
Khona into efihlwayo la 😊
Kwaze kwanzima bakithi 😢
Akenithinte umkhwanazi madoda ngaloludaba 😢
Hmmmm kwamele ngiyombona face to face lo uyeyisa
Kwaze kwabuhlungu. Maseko khulula umndeni wqlakwaShezi pls why bahlukumezeke kaningi kanjena😭😭
Thanks!
Syabonga❤🎉😊
Laphendula ihlathi lika Masteshi........ noze niwavume amaBhunu ukuthi ayengcono kunalamaphoyisa adlala ukuzithwala nje qha
Exactly 😢
Ey kudlaliwe ngabantu abamnyama
Currently watching from Kokstad Lino and Kaise
Eish kwaze kwabuhlungu Nkosi yami MHPSRIEP 💔💔💔 hawu boDlaba phephisani
Kwaze kwanzima ukuhlala emakhandleleni iskhathi esingaka 💔kwangathi ningamthola umfana nikhone ukubeka ithambo lenu
Siyabonga uma selufike kini loludaba sicela nilulandele kuze kwenzeke ubulungiswa ngoba kusobala ukuthi ubaba lo ose police station kukhona akufihlayo ngoba akakwazi ukuba so rude uma ekhuluma nabantu abafuna usizo, ubaba lo isteshini ufihle something akukwazi ukuthi umndeni ufukame unyaka wonke, baby Maseko yiba nenhliziyo baba ibuhlungu lento eyenzeka kule family, Mzansi sizani nangu muntu ebaleka neqiniso ngapha sithi abantu bomthetho hay ibani nozwelo
Waze wameyisa uMaseko wakhona,kazi uwaphethe kanjani amaphoyisa,njengoba engendaba nomphathi yoooo,uMkhwanazi Ake avakashele lesiyasteshi
Kwaze kwabuhlungu😢😢😢😢
Kanti weMaseko wakhona kwenzakalani uzwisa umndeni ubuhlungu pheko buhlungu ababhekene nawo.😢😢
Umaseko ugulangekhanda uzibona ephethe izulu Kanti lendaba ingamxoshisa ukhozi FM akenilubikele nomkhwanazi
Ayihlome ihlasele akukho okunye kuyiywe kwalo unamasimba lomlisa emqaleni shid
Yehheni lokaputeni 😢😢😢
Leli iphoyisa aliwazi umsebenzi walo 😢
U Malandela soyakwazi ukukhuluma😂😂,unlike asafika😂💔
Ave nisebenza bafana benyoni tv niysikhuthaza nkosyami nginifisela inhlanhla kukhokonke enikwenzayo kube yimpumelelo nomndeni olahlekelwe ngathi ungaluthola usizo1😭😭💔
Mmmm ngaze ngabuhlungu ngalendaba and unina womfama useyagula uphazAmisekile ngokomqondo mphathi steshi dedela isidumbu sabantu
Sebeyoze balubike kuMkhwanazi or uMchunu mhlampe sebeyoze bencedakale Kubo ubheda impela lomaSeko mhlampe ufuna itshotsho ngoba la emzansi kusetshenzwa ngetshotsho ngiyazwela kakhulu nondeni 😢😢
I think bekumele nice kuye naku TV niye kongaphezulu kwakhe
UMaseko akakhiphe umfana usemshisile
Maseko.akayisipheke isidumbu Adle ngoba akafuninaso.
Sizani bafwethu,banobuhlungu bokushiywa ilunga lomndeni sekunobuhlungu bokuthi bafuna ukufihla ithambo lwawo ke manje😢
Ngaze ngamnyanya uMaseko akufakwe omunye endaweni yakhe ozokwenza umsebenzi owafungelwa wokusiza umphakathi.uHulumeni wethu ugqume amaphoyisa akhohlakele😮😮😮😮
Umuntu omnyama uma eke waphatha uzbona esenempiko
Ibuhungu nje lento ayenzayo😢😢😢
Engabe yini inhloso yakhe or khona abakucuyile