Manje umbuzo wami uthi let say uyavumake usisi nomyeni wakhe alale naye if akamithi okokqala uzolala naye kuze kube inini coz kungabapossible kuth angamithi okokqala
But my sister the most important thing is you are a very honest and respecting because u started by talking to everyone first you could have done it already behind everyone s back like many would do ,
It may look innocent now but once the baby comes the whole picture will change, if your husband doesn't mind find someone outside girl your sister will never look at you the same way again even if your intentions were harmless it won't be easy for her to believe...I hope your relationship won't be affected by this ❤
Kodwa u coming up next uqeda umdlandla wokubuka the full episode coz usuke sewazi uvuthondaba lwestory uthi uyosiqala phansi usuke sewazi ukuthi isphetho sendaba sithini
Ngixakeka uma losisi ethi abakwazi ukwenza ngendlela yodokotela ngoba iyabiza! Uma ingane isikhona, maintaining ingane kuyobiza ukudlula lezindlela athi ziyabiza. Ngokwami spend the money and preserve relations. Lento ingifanela nomuntu oboleka imali yokulobola, when every next step ekwakheni umuzi costs more 😮
Akaceli ngani ishlobo sendoda yakhe yasangan lona yerrrrr
Ngempela nje
Injalo
Bekufanele vele acele kubafowabo wendoda yakhe noma isihlobo. Kuyisiko lokho hhayi ngale ndlela asho ngayo. Kungabi khona ingxabano kuphela nje
Lona uzifunela lendoda KADADEWABO nje
Guys u didn't hear her well.. indoda kasisi ayinabo abakubo
Wamumbi unyaka wamumbi waze waphela😢😢, makukhona la singenzanga kahle khona unkulunkulu akasithethelele 😢😢🙏😭😭, ayiii engathi sekukningi😭nkosi sekukningi kakhulu
Hay kuningi 😢
And kuningi shame😢😅😅
Lokhu sibabazile 2024 awphele
Hey! Kubuhlungu imhlathi
2025 will be even worse! 😂😂😂
Please guys wake me up kwenzekani emhlabeni ka Nkulunkulu
😮😂
Izinsuku zokugcina @@HazelMatsebula
This can never end well 😭😭
True I agree
Manje, she's saving her marriage, but ubidliza umshado Ka cc wakhe
No, akawubhidlizi. Sisivumelwano lesi remember. Ayikona ukutshontshelana.
Uyanya rhaa jola Wena ayikho leyonto hambo boleka ubhuti wendoda yakho
Yake yabolekisa yini indoda
Phephisa cc ukube owakwethu ngabe ngiyakuboleka sisi ngithanda nje ngoba uyamcela awumenzelanga ukusa
ME TOO CC
Maayeh
Mayeee🙆♀️
Angifunukuqamba Manga ngivume😢
Me too sisi😢
Hayii hayiii hayii hayiii 2024 mau phele manje ngeke phela 🥹😳😳😩
😂😂😂😂
😂😂😂
Ngine feeling yokuthi vele sebekwenzile, usezo val' igap kusisi wakhe nje
Nami ngicabanga kanjalo nje
Woza la ngikmithise 🙏 mawngaguli nje 🤟
😂😂😂
@palesamhlambi8478 akeze ngifuna angzalele umfana 🤞
😂😂😂😂😂😂🎉
😂😂😂🤣🤣
Uyagula lo cc
Mhlaba uyagoqwa😮
Gomora neSodoma awugoqwe impela
Usile losisi ngeke besayeka ungavumi sisi uyozisola uma uke wavuma
Ngaze ngazwelana nomnyen wakho for understand into enga chazeki.
Kodwa inzima lento
Ngiyezwa mpela ukhala ngengane kodwa ksasa kyoba nenkinga
Ayii ngeke ngcono nihlanganise imali nenze IVF ngoba lee ngeke upart2 kuzoba usisi esezothi usemphuce umyeni udade yala nomyen wakho ahhhaaa
Lutho lomuntu ufuna ingane kphela not uthanda
Mmm kwaze kwanzima ukuphila😢, waze wanesibindi ugirl, Kuba ngamqala ngaphi dadewe2 thixo🤔🙄, kunoma kwehlele kuyenyukela, hamba 2024 ukuba 2025 usiphatheleni😢😢😢😢,
Sicela uPart 2 please Lungstar & Blaqlife TV
With God nothing is impossible. If you will trust and serve Him instead of resorting to worldly methods.
God wani wena ungazo dlala ngo nkulunkulu this is reality akuyona inganekwane
@mduduziMavundla7242 God is more tangible than what you see with naked eyes
Blaqlife sihlezi sizwa imihlola 😮shame
🤣mina angikholwa ukut zikhona lezindaba
Angavumi usisi uzozisola.
Ngeke nje haaaaaaa
Umyeni umayesezwile uzohala 😂😂😂😂and uzocela umyeni...
Akayocela ocousin bayo indoda bayeke lodoti abawucabangayo laba
Kunjalo nje angithi bayigazi. Lona sbali akusiye owegazi. Kungaba khona isibhicongo. Sicela u part 2
Manje lengane zobiza sbongo sika sbari vele nom ijazi lomkhwenyana yoo kwanzim 😢
Yerrrr uyabhidlika umshado kadadewenu ngawe cc zama ezinye izindlela le hhayi ingozi😢😊
Ohh these babies🤗🥰(sisters)so wish naye angazebamoshele sisiwakhe😘❤️🙌🙏
Noma ngabe ngisilima esingakanani ngeke ngithathe usibali ngihlale naye shuthi uchitha umuzi wami😊
Kodwa ngathi sebenzile usemdlile usbali
Ngyasola nami usenza izilima lo
Kungenzeka futhi
Bakwenzile vele nosbali ngoba naku ethi bazoyenza lento engaz
Mhlampe umithi kuyimanje kwazi bani @@NomthandazoDloboyi
Ngyayqala ke le why benga Adopt ingane kuma Home😮😮
One of suffering relatives always have more than enough kids
Kanty umyeni nguye yedwa kusapho lonke..akuna distant relatives abazala bakuphi... uselalile no share lo umithi ayikho le
Akafune noma ubani oyisibongo esifana nesomyeni wakhe ahlukane nomkhwenyana kadadewabo
Yooooh wacitheka umuzi kasisi
Isimanga lesi,she can get anyone else not umyeni kadadewabo
She's crazy
very true I don't agree with this either ,it is also against the bible
@@buyisiwenzima5639I Bible Lani lento eyafika nabelungu musa kuganga wena
Lento ingendzeka kahle nje without any problems
Manje umbuzo wami uthi let say uyavumake usisi nomyeni wakhe alale naye if akamithi okokqala uzolala naye kuze kube inini coz kungabapossible kuth angamithi okokqala
Bazoqhubeka
Liyabhubha izwe manje😢
Hawuu kodwa sisi selwayaphi uzwelo eyakwenu lengane ngeke ize imthathe unomphela umnyeni wakho 🙇♀️kwaze kwabuhlungu😭😭😭😭💔💔
Maayeh uzwelo lwani😮
@BuhleMsani awu mina bengingamnika nje ayikho inkinga lapho
@BusisiweMajola-m6k uythanda kahle hle kodwa indoda yakho noma awunendaba nayo mase ekthathela yona ke usale suncela iythupha ungathi ukt uCc wakho akusho ukt angeke kphuce indoda
@BuhleMsani 🤣🤣🤣🤣🤣nilukhuni kodwa nginibonekahle ngetotolozi🍆 nje Sekungafa umuntu 🙌
Bahlezi bethathelana beyizelamani kuzokwenzeka ku develop ama feeling uzokwenzenjani noma tholukuthi ulushaya ngempela ucansi a enjoyer bazontshontshana nanokuthi uyalala nomuntu engamithi ngalesosikhathi maybe kuphele 6month kuyila emitha bayajwayelana njalo
😢I know this pain yokungabi nangani
😢😮kwayona le blaqlife izobhubhisa umhlaba mayivalwe🛑😮
😂😂😂😂
😂😂
we Amanda sinokhwantalala thina... izovalwa bese senza njani😂
😂😂😂😂😂
Hawu we ikhaya lethu lezindaba🤣🤣🤣🤣
The statement that says "maybe we must do it without you knowing" that right that left me thinking if you havent started sleeping with Sbari na
Ngendlela athetha ngayo ingathi ngumntu Lo sethethe nendoda kadade wabo ecaleni why esithi xabenoyenza ngaphandle kwakhe akanoyazi
Usisi is more under pressure yokuthi abantu bayamhleka endaweni. Move out of the province dadewethu😢
Ungakhe cc uzakujikela Makajole ngaphandle....haaaaaw Jesu
😂aaai cc lungsta niyasrobha nine manje ....ikhona intwe nje like real😢....aai angkholwa shem
Ikhona lento mpela kodwa beyngakaze ikhulunywe kanjena beykhulunywa abadala beyhlaziye ngasese
The is no need that just request viewers I think all men will be willing to take that offer. Good luck but don't forget to leave your details.
I think also relatives from husband's side
@@palesamhlambi8478 I think lokho will be better
Don't be Naive and stupid the women she's married
Kwaze kwabuhlungu Nkosi yami 💔💔 abaye eBuhleni bamaNazaretha kuShembe bazoluthola usizo, bazobathola abantwana. iNkosi ibabusise🙏
Amazwi akho cc okut uyafisa nawe ukuzizwa njengomuntu wesifazane , 💔
Hawuuu Kade amfisa umyeni ka Dade wabo ,Uma kungatholakala ukuthi Naye akamzali kuyothiwani ,kusho ukuthi akayithandi Indoda yakhe, ebuhleni nasebubini ungowakhe
Ungavumi gal
Yhuu cc uhlalaphi ngingakupha ndinabo kukhona omncane ngok please 🙏 ndiyacela ukunceda.
Hay ininzi into eqhubekayo especially Kwa Zulu hay kubi nje
8 years my sister I forgive you darli I'm a difficult man kodwa ngangamzwela mkami 🙏🏾
😂😂😂Hayi kodwa zimnandi lezi keshi zenu scthitha ngazo isizungu akekho umuntu ongaba convince within 4 minutes ngodaba olubucayi kanje
Bengicela ama number we Blaq life ngidinga usizo ngengane yase khaya🙏🙏
Akoyofuna isidoda ngendlela yesilungu,hayi ngalendlela ofuna ngayo
Ay angikwaz ke okunjena😮
But my sister the most important thing is you are a very honest and respecting because u started by talking to everyone first you could have done it already behind everyone s back like many would do ,
Hhaybo what if yena uya ngengqondo e pure but umyeni ka cc wakhe a develop ama feelings kubhidlike umndeni ka cc wakhe😮
Kuzohlelwa lokho, there's no way engeqa lowo mgomo
Ingani kuyendzeka makukhona ongabatholi abantwana kubafana umakoti alaliswe no bhuti kamnyeni wakhe kungabi yinkinga
Imaninike indoda yakho isiyazi ukuthi ayizali izothi usumthathephi umntwana kungani ningamfaki naye kulezingxoxo size I side lakhe ukuthi yena uyayivuma yini leyo
U 2024 sizolokhu sibabazile😢😊
Feel sorry for this lady I like her she so honest others could have long cheated on this man wish her luck
Ibuhlungu lendaba😢😢😢 kodwa uNkulunkulu ubuye angalenzi iqiniso kubantu abaneqiniso lomakhoti ubezmisele ngokubusa lowamuzi
Ngicela ningiboleke nam anginendaba 😂😂
Iyei!!! Bolekisanani ngesishebo, sistas. Kunzima...nathi kumele siboleke iFlour..🫣😝
Ithanda Lo Sisi ongayenzi lezinto zokuganga 👌👌
Ohhhh no its bad cc, sorry for this situation, God Bless Your marriage Goodluck cc
Kanti indoda iyabolekiswa ayi cha ngaze ngafisa kuthi bangiboleke nami😂😂
Akubolekiswana ingani ngiyakwazi kukhulelisa unkosikazi kamfowethu
Ngiyanithanda Kwa black life TV niyezwa🎉🎉🎉🎉🎉🎉 puupupupuuuuuuuuh 🎉🎉🎉🎉
😮😮ngiyabonga nkosi yami ngaba yintombi ngedwa phakathi kwabafana hawu jesu
😮Waiting
Eish Kona kubuhkungu kubabete umntfwana ngikhuluma kanje ngoba Nami ngisete kepha ke kucala sbali wakho kutsi akutfolise bantfwana awulungi kanjalo ngibe nitabese nilalana anisalyekeli
Qoma umuntu okude nawe futhi ungafuni nokwazi udabukaphi ,umnike engenamathambo ,mawuzwa ngathi usubambile udle phansi ungashiyi nekheli (win always)
Wena ukhohlwa into eyodwa lomuntu unganile akayona indoda ngu nkosikazi womuntu
It may look innocent now but once the baby comes the whole picture will change, if your husband doesn't mind find someone outside girl your sister will never look at you the same way again even if your intentions were harmless it won't be easy for her to believe...I hope your relationship won't be affected by this ❤
😂😂 part 2 please ndicela ubolekwa losisi ufuna umntana MNA sikhe sizame andifuni budlelwano and azube ndilandela yena futhi
Mboleke udadewenu cc, Yazi Mina angisoze ngaqaba kudadewethu. But Kumele Dr enze sure ukuthi uzolishaya iqanda, akubizi lokhu kokuvuthisa iqanda
Mandikucebise cc khangelani umntu nomyeni wakho okudele Kuni umanulalanaye de umithe ungamxeleli ubumithi yaziwenguwe nomyeni wakho( ubongemina ke)
Izinsuku zogcina lezi 😢
Ngiÿakuzwela mtanami😮😮😮
KUYENZEKA UNGAKHULELWA UNYAKA WONKE KUZOLOKHU BEBUYELELA IMINYAKANYAKA BHASOBHA LAPHO 🤞
Ay kubi ezweni likaJehova
Part 2 plzz Sive usbali uthini
Uphi u bhuti womyeni baphi bona esefuna umuntu ka sisi phoo 😮😮
Uyedwa
Mmmm kunzima shame Ku cc😢
U CC lo akufune isibongo fana kube Kanye nje aphahlaze iqanda afulathele
yenza lokho okwenzwa ngabanye Shaya ama underground losbali wakho
Bekungeno kwenziwa I donation for losisi nomyeniwakhe bakwazi ukuthola umntwana noba mnye oh thixo kwazekwanzima
Yaz iqiniso lelo kube nje ucelo usiZo lwemal bakith bekungaba ncono baz kuth ingane eyabo
Kodwa u coming up next uqeda umdlandla wokubuka the full episode coz usuke sewazi uvuthondaba lwestory uthi uyosiqala phansi usuke sewazi ukuthi isphetho sendaba sithini
Dlulisa leyonto usuke usalinden
Nani ni complaining too much on unnecessary things
Manje ingane izokondliwa ubani😮😊
Sisi siza udadewenu ungakhaliswa yikubolekisa ngesende 😂😂
Aibo guys kwenzenjani kulomhlaba zaze zajika izinto 😮😮😮😮
ngikhona la ngidinga umuntu wokumithisa
Ngixakeka uma losisi ethi abakwazi ukwenza ngendlela yodokotela ngoba iyabiza! Uma ingane isikhona, maintaining ingane kuyobiza ukudlula lezindlela athi ziyabiza. Ngokwami spend the money and preserve relations. Lento ingifanela nomuntu oboleka imali yokulobola, when every next step ekwakheni umuzi costs more 😮
😂😂😂😂Aw asikaze siphathwe ubthongo kanjena singomakhelwane sibabaze saze sazumeka😅😅😅
Ngingamzalisa Mina lo Sisi
Ungamusiza kanjani usisi?
Gibela uzerustenburg ngzoku sizaa
Ngicela ukusiza bakithi🙏
Hawu ngeke sekuyabolekwana, cha nami ngivumelana nabathi lonyaka 2024 ubolile awuphele haibo
Hai bo, ufuna ukuchitha umuzi kasisi wakho ?? Ngoba ke umyeni wakho akanabo. abafowabo, akanazihlobo, ngcono nifune usbongo fana, kuzoba bakuhle kakhulu, okanye, go for adoption
Hhay hhay sizotrenda sizotrenda!!!😱😱
Ngiyayqala ke le bese kuthiwa osbali baganga ngosisi bamakhoskaz abo lapho nawo lamantombazani awomakotshana agangile 🤞
Yaze yadakwa intombazane kudala yahalela indoda kasisi wayo
Hire me to do that for you ❤❤better idea
Mbtanam ungalahlekelwa indodayakho
There are lot of foundations and organizations to contact that can help. I feel her pains
Ayi bantu imali kamashonisa iyabolekisa😂😂😂😂😂Ayi ishe nesobho bafana bakithi kunzima limi ngothi nkombose kababa.......sekwenziwa iloan yamadoda manje.................
Mara guys😅😅😅Angeje jesu😱😱
Lomakoti ungumakoti orite impeeela. Iphutha la lilodwa voooo, kumele bacele umuntu atleast oyisbongo esisodwa nomyeni wakhe. Khona le inzima nkosyam😢😢😢😢😢😢
Nami ngazi kanjalo lengane izobahlupha 😢
Kakhulu, bengasukela nje ingane yakwesinye isbongo bezoyfaka eMshadwen. Abantu sebangenwa isilungu kakhulu 🤞🤞
Uyangichaza kodwa sisi uLungsta Uma usubuza, imbuzo yakho ihluba undlubu ekhasini. Futhi uyayibhalansisa. Ngemibuzo yakho emihle ngikunika 99%.