Am soo moved, you done a selfless act !!! Pray and hope that Siya never forgets you in his life and continues to treat you well, show respect and appreciation. ❤❤❤❤
U are a good man bhuti wami ingane ayinacala engfisa ukukwazi uphi umama kaSiyanda??bt umkakho mele amukele nimbike edlozini as adopted child ngoba ukube uyaziwa umaka Siyanda or ikubo bengamyisa khona bt ingane izohlukumezeka ngokomqondo coz ikhule yazi ubaba wayo lo kwaze kwabuhlungu...Lungsta uyi presenta mele ngabe wehlisa ulaka if sewubekisa ngawe seku rong sis wami ubhut uze la efuna usizo nt to be judged
Gud man ..brave man ...bt Lungster she loves her work bt she's not polite to handle other situations. She sound like this man is a bad guy ..while the man dd a great thing ..
Please people a child has no sin. Only God chose this child to be fathered by him. They cannot all of a sudden send a child away love is not only from biological parents. That's why adoption is legal, he must introduce the child properly to amadlozi.
Hy lungsta ngicela ubomkhumbuza umuntu ukuthi akakhulumele kwi mic noma efona,I phone ayiqondise ne mic, njengoba ustufuza ehlale enza,not that am comparing you,inkinga anizwakali vele nikhulume nodwa😊
Give this man a bells, what a big heart❤
As a south African citizen i salute this man he deserves a social grant
This is a good man, most men would have never done what he did. Uyindoda bhutiza💪🏾
❤❤❤❤❤
You are a good father Gods blessings 🙏🙏
Manje kwakumele ayilahleph ingane ngoba phela lobaba wayesiza umphefumulo ongenacala ....
God bless this man abundantly plz ngiyamcelela bawo, the Mother who left I ngane plz khumbula muva wamshiya lobaba Ole nhliziyo enhle
Uyindoda elungile baba mhlawumbe uSiyanda uyena oyokugcina ngezikhathi zokugcina qhubeka umthande umvokele kuyivela kancane okwemzile ❤
Cc unendoda shem ayikho indoda enenhliziyo enhle kanje❤❤❤
He's a 😢good man. Cause u-supporte ijazi, but nizalela Zona lezinja. Niyeke amadoda enithi aqotho nibe niwabhuqa..😢
Mina ngisabela impilo yalengane emfa kokuphuma kwemfihlo ,syabonga baba ngokukhulisa umphefumulo ongenacala ,sengathi unkosikazi engayemukela kahle lendaba
Abayi adopte ngokusemthethweni. Bangayixoshi kuzoyilimaza lokho ngoba ayimazi omunye ubaba
I commented this man for his kind heart. HE IS A SUPER HERO. GOD bless him and keep him. May UNITY AND LOVE PREVAIL IN HIS FAMILY
Lungsta mniki skhathi umuntu akhulume please 🙏 sisi
Mmm basekhona abantu emhlabeni nkosi kubusise bhuti❤❤❤
Kudlalwa ngaloBaba wevikela ingane engenacala ngoba uyabazi abafazi😊
God is good baba all the time is going to bless you
What a great man
Eyyy lobaba ngathi udonswa ngekhala n uyamsaba umfazi wakhe uyamuzwa nje uyaqhaqhazela n an sure namhlanje kuzobanzima endlin
God bless you,best father of this days
UNkulunkulu ukhethe wena baba ukubonile ukuthi ungayikhulisa lengane ngezandla ezifudumele ngikufisela inhlanhla engathi nomkakho engehlisa umoya niqhubeke niyikhulise God bless you ❤❤
Angyiboni into engenza umkakhe athi ushiya umshado,sekungaba ukucasuka ngokumfihlela zikhona izinto ezingenza ushiyè umendo kubalulekile ukungathathi izinto ngolaka wehlise umoya
Siyabonga Baba uyindoda emadodeni iNkosi ikubusise 🙏
One man in a million, God bless you baba
iphutha lakho bhut wami elokungamutsheli unkosikazi wakho unkulunkulu ngathi angakwandise ungamlahli bhut❤
Unenhliziyo enhle lobaba , kodwa ingane iyabadinga abazali bangempela ngoba njengoba lendoda izinto zingayilungeli ngenxa yedlozi , nayo ingane kuyohamba isidinge isibongo sayo sangempela nonina izomdinga ngoba uyena onengqikithi yomfana. Siyabonga nomoya kamama ophansi ❤❤
Best dad🎉🎉🎉
Mina I salute you baba it takes a good heart uku khulusa umtwana womuntu
Sisi as I presenter kunalento engingayithandi ngawe ubasela Umlilo esimeni somuntu awulungisi. Isimo somuntu kodwa usenza sibe worse. Cause ufuna ukuthi lomama ngabe uyalwa kulenkinga Hhayi bo .awulamuli kodwa uyacatha
Yes uqinisile akanakho ukuba ne understanding u Presenter lona
Nendaba yokuthi ingane yashiywa intombi ayeyithanda..akasho ngani awayethandana nayo
Nam ngimangele uyaybasela NJ Kant ngabe uyapholisa😢
Cha yena uLungster ubuye angakwazi ukukhuluma noma ubuye angawazi umsebenzi wakhe
@@nokuthulamncwabe1284hhayi lo cc uyangibora 😢
All The best my Brother I salute u🎉
Am soo moved, you done a selfless act !!! Pray and hope that Siya never forgets you in his life and continues to treat you well, show respect and appreciation. ❤❤❤❤
Syabonga BABA nhliziyo yakho inhle
Amadoda anjengaye awancipha emzansi big up wish nkulunkulu ambusise more ngenhliziyo yakho emnene
Syabonga ubuntu bhuty leyongane uynikwe inkosi ngcela usale usuqhubeka uygcine...God sees
Ngenhlonipho enkulu Sisi Lungster, ngicabanga ukuthi bekungafanele uphimise amazwi angabhebhethekisa ukuxabana phakathi kwalendoda nomkayo. Ngikusho lokhu ngoba uBlaq Life TV uhlose ukusiza labo abacela usizo ngeShow. Uma sewuhleli kuleso sihlalo usuke usumele uBlaq Life, hhayi imizwa yakho dadewethu. Lokhu okukhulumile ubungakusho off-line ukukhombisa ubhuti ubungozi bento ayenzile ukuba ubeyenze kuwena.
Ngicabanga ukuthi lixhoshwe libhekile ntombazane.
Nam angithand indlela akhuluma ngayo uLungsts
Well said!!!👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
Ungenelela kahle odabeni sisi yingakho besesikukhumbule😊
Mama uhlulekile uwumuntu wesifazane bekumele umsapote lobaba
Uma kuwumuntu wesifazane onenhliziyo yabomama angiboni inkinga la lendoda zange ukufebele yayizoyenzenjani ingane wenza Ubuntu baba ngokuyikhulisa futhi iyokubinga ngelinyilanga umama akehlise umoya acabangele lengane
May grace of God be with you super daddy with your golden heart
Lobaba akafune umawengane lengane isazoba nenkinga.ngeke ukuthi akamazi ubaba wengane umawelengane 😢😢😢
Yebo uqinisile we Portia...
Ungubaba bhudi I salute you,
God bless you buti omdala
Wooow wooow yhooooo andijwayele ku comment. a kodwa akuvumi ndithule inyembezi zigcwele amahlo kum, okoko ndazalwa andikaze ndiyive into enjeee indoda enentliziyo entle kanje yhoo iThixo akusikelele bhuti wam uqhubeke njalo nabanye otata babonele kuwe iba sisbonelo umzantsi African wonke🇿🇦
Welcome back lungstat
UThixo akubusise ❤
Akadabuki kwaNongoma lo! 🤞🏼
Cha Lungi Musa ukungenelela ungenelela Kabi futhi akungabi uwena ochazayo bhula umlilo Kahle futhi
Mama unenhliziyo embi shame
Unusual. You are a good strong man!
Akathenge imbuzi ambike edlozini umtwana
U are a good man bhuti wami ingane ayinacala engfisa ukukwazi uphi umama kaSiyanda??bt umkakho mele amukele nimbike edlozini as adopted child ngoba ukube uyaziwa umaka Siyanda or ikubo bengamyisa khona bt ingane izohlukumezeka ngokomqondo coz ikhule yazi ubaba wayo lo kwaze kwabuhlungu...Lungsta uyi presenta mele ngabe wehlisa ulaka if sewubekisa ngawe seku rong sis wami ubhut uze la efuna usizo nt to be judged
Lomama usezohlukumeza lengane futhi nawe lungsta usho kamjani ukuthi uzomdivosa uthole lengane losisi kuzomele athande lengane ahloniphe umyeni wakhe onothando
Banjaloke abantu besifazane banezinhliziyo ezimbi
Ndamvela uSiyanda bo
Adopt Siya officially man you are a good man with a good heart so wish your wife can see the goodness you have🎉❤❤
Ubhuti unentlizio entle umakhoti nakamxolele❤❤❤❤
Lungter ikwehlulile leinterview ubaba uberyt ayondle lengane njalo aqhubeke ayikhulise besingekho lesdingo sokuźa kublaqlife ngoba wenze into enhle
Ai Lungster awuliphathanga kahle loludaba Musa ube ilokhu uveza omina, ayikho ngawe ingobhuti
Gud man ..brave man ...bt Lungster she loves her work bt she's not polite to handle other situations. She sound like this man is a bad guy ..while the man dd a great thing ..
She's judgemental
Lungstar pls mlalele umuntu akhulume ecede BCS uyaphazamisa unequestion eziningi kakhulu
Sisuka kuphi no Nongoma isduphunga esinje
Bhuti uhlukumezeki edinga usizo 😢😢😢
Hayi booh u Lungstar akanaphutha Lutho ufanele ukutshela ubaba amaphutha akhe okubanemfihlo emshadweni ubonisile ububi nokungahle kwenze kulenkinga please masimamelise Kahle before sigxeke m Africa Mahle akangeni emlonyeni kepha still uyamceda ekuxazuleleni ngoba ubaba unovalo ngenxa yesikhathi esidee fihlile
Welcome back lungstar❤❤
You are the Man amoung the Man
Kodwa amadoda ngokuba amagwala, abenzimfihlo ezibhedayo. Usabani nje ukutshela umuntu omusha ngezingane akufice nazo. Ngeke ikwaz ukuba nesthembu lendoda iyivaka
I voice ka Mayoghurt ❤❤❤❤ifuna more attention 🎉
Amadoda seyesaba amakhosikazi awo, Shembe ngenela
For the fact that you kept this a secret shows that you were thinking of his future first
Buti sibonge ukungayi lahli ingane ngicele nomama wasekhaya amuxolele ubhuti bantu nakuye ubezokwenza lokho
Lungsta siyakuthandi mpela kodwa awuyeke umuntu azikhulumele pls
Lungsta funda ukusiza not ukubhula umlilo futhi unikeze umuntu azikhulumele and ukhulume kahle nabantu please we love you
Wena LUNGSTA # Deborah unolaka nje sdalo! 😂
Ayi cc awumyeki umuntu axoxe imibuzo eduze ayi ngeke
Please people a child has no sin. Only God chose this child to be fathered by him. They cannot all of a sudden send a child away love is not only from biological parents. That's why adoption is legal, he must introduce the child properly to amadlozi.
Yiqiniso lelo🙌
Mhhhhhhhh lomhlaba wesabe unesbindi owesfazane owashiya ingani ulala kanjani nje
Lungstar uyangihlekisa hlezi ebachitha nje yena "KUBE YIMI" bekuzophela wola my Lungstar
Usyanda uzolazi nin yena iqiniso?
shame lubaba bakithi lo mama owahambayo washiya empheke ngo bhojwana lubaba 😢
Ngikufisela inhlanhla bhuti wami no makoti akahlise umoya angashintshi amphathe kahle uSyanda nawe ungamlahleli izandla umntwana nimcelele emathongeni asekhaya ambheke aze abe indoda izinto zika Syanda sengathi zingalunga umfazi wakho akathobe akhombise ukuba umama athande ingane njengoba kade eyithanda ngoba nawe akukho lapho wawuzoyilahla khona Lengane ngoba kube waveza isesencane kakhulu be ngeke iphatheke kahle even nasemndenini wakho
Ngane ayina cala qhubeka bhuti ningayilahli ngane bo
🙏❤
Ayi lo cc sham uyabhora sometimes Lungstar
Ubhuti uthetha ingathi uvalelwe etotini khanimncede bakuthi aphume👏
😂😂
😂😂😂😂
Lomakoti naye usefuna ukuncengelwa ubala ulwelani yena ,ezenza ngcono, indoda yakhe kumele iyomithisa eyayi khona engezophapha nxiii
Ingane izohlukumezeka maythola kut ayzalwa ilobaba kodwa waba nomutu ubaba wangaylahla ngane
Manje kuzokwenzakalani ngomntwana mhkampe nayo engazi ukuth ayizalwa yilobaba?
Ayi cc umyeni umthanda nezigaxa zakhe kuphela nje nihlala phantsi nilungise So ungamgxeki kakhulu umyeni wakho ngoba nakuwe bekungenzeka
Abantu bakho lungstar bakhulumela phansi bakudr ne mic
Sawubona lungstar into le ye eazybet ayisebenzi ngiyi joyinile nomfazi u joyinile naye sa promotion code kodwa asitholanga ama R50
He did well to hide it for the childs protection
Salokhu sikhakenjalo nge Mic yama guests enu. Always aba low sound eyakho Lungsta is loud and clear
Haybo.benithi.ubhut.enzenjan.amulahlep.umtwana.ngoba.uyachaza.umamayo.ingane.yahamba.yamshiya😊
Namanje Lungsta❤🎉 sawenza ngendlela msebenzi S/O
Ngiyabonga kukhulisa ingane but yabona bokumele ungamtsheli lonkosikazi wakho ngoba uzomhlukumeza manje lengane manje
Shame yaaz mina ngiyamuzwela makamxolele bachubeke nempilo uyindoda elungile futhi uthobekile lobaba xola mama ngiyacela bandla
Uphi na u Stufuza
🎉🎉 🎉
Hy lungsta ngicela ubomkhumbuza umuntu ukuthi akakhulumele kwi mic noma efona,I phone ayiqondise ne mic, njengoba ustufuza ehlale enza,not that am comparing you,inkinga anizwakali vele nikhulume nodwa😊
Owakho lomfana baba finish.......
Mina ngikhala ngalo owaba nesbindi sokushiya ingane endodeni Ibe ingayizali, Cha loBaba uNkulunkulu amubusise akufanele abekwe icala
Ngeke ndijulukiswe yilonto ndifike ekhona umntwana ndingatsho kumyeni wam masicele yona ke iBlaqlive sifune umama womntwana nomntwana azazi wafika kanjani kwelikhaya ngoba uyatsho ubaba uyayithanda ingane myb nam sendiyayithanda futhi siqhubeke sihlale nayo uyikhulisile nje umyeni wam