Inkosana noNdlalifa akufani Impunga Yesintu TV

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024
  • Inkosana noMafungwase

ความคิดเห็น • 68

  • @khulumhlongo2176
    @khulumhlongo2176 4 ปีที่แล้ว +4

    Muhle umsebenzi wakho Mpunga. Sifunda lukhulu kuwena. Qhubeka ngaleyo ndlela. Siyabonga.

  • @mfundazwembili3985
    @mfundazwembili3985 4 ปีที่แล้ว +2

    Awuu suka madoda, wayibeka yacaca njengo nogwaja omhlophe ugijima ehlungwini..💯🙌🏾

  • @ndudshandu
    @ndudshandu 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga Yesintu. Kodwa utshwala benzeni? hahaha

  • @siphamandlabrainmnyandu7618
    @siphamandlabrainmnyandu7618 4 ปีที่แล้ว +3

    Ukundlala ifa nokudla ifa,qaphela muntu ompisholo ungadideki.ngicela uke wenabele isizwe mayelana nokwabiwa kwezingane somnumzane.lapho uthola ukuthi umnumzane uzele izinsizwa ezine4,kodwa azehlukanise ngokudlelana uma sezinemizi.unkosana adlelane nothunjana bese kuthi eziphathathi nendawo zidlelane zodwa ngokwezithebe.ngikhuluma ngenkosana,uthunjana kanye no asibalwa.

  • @injebomvubiyela1316
    @injebomvubiyela1316 4 ปีที่แล้ว +2

    Yadli impungaaaaaaa hhay baba uyanamathisela

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngifunde okusha namhla Mpungaaa akwande khehla

  • @sbudaable
    @sbudaable 4 ปีที่แล้ว +2

    Mounga yesintu, Mina ngizwala nezintombi eziyisithupha. Mina ngibe umagcina umfana yedwa. Ngazalelwa ekhaya, bangiqamba igama bathi ngingu Mojalefa ulusho ukuthi yindlalifa. Manje Ke ngifuna ukwazi ukuthi kuyenxeka ukuthi kuzalwe inkoosana ne Nkosazana ndawonye?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว

      Yebo wena njengoba uwedwa kwenu unguMfana uyinkosana kuBaba ungaphinda ube ngundlalifa

  • @siyanda7865
    @siyanda7865 4 ปีที่แล้ว +1

    Phunga LeSintu elinuka kamnandi
    👌👌👌

  • @simangalisondlovu1628
    @simangalisondlovu1628 3 ปีที่แล้ว +1

    Nduna ka Ndaba bengingathanda wenze i Video echazayo ukuth kungani inkosi kuyimpoqo ukuth ighanwe yintombi nto ingaghanwa igqumalisuze

  • @zengezile
    @zengezile 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyakuva Mpunga asibonge baba. Umbuto utsi lowesilisa yena angaba naye umntfwana ngaphandle munye noma babili bese utsatsa intfombi ntfo uyenta umfati imtalele inkhosana ,yena kepha akunendzaba kutsi akatiphatsi kahle,angenta noma yini layifunako,lowesifazane yena kufuneka abe yintfombi kuze atale inkhosana.? Lowesilisa yena ke? Ngokwasethongweni inkhosana ayitalwa yini bantfu lababili labangakaze balwente ucansi na? Noma ngulowesifazane kuphela lokufuneka abe yi virgin?

  • @lugzitho
    @lugzitho 3 ปีที่แล้ว

    Crystal clear Mkhulu...

  • @ikkeixarra4255
    @ikkeixarra4255 4 ปีที่แล้ว +2

    Wayithinta Mpunga, umsuka wegama elithi iNdlalifa kungaba odla ifa noma ondlala ifa ngoba ucacisile. Ngeshwa abaningi bazi ukuthi ifa into yokuyidla bona bodwa. Ingathi ungayifaka kuGagasi lenkulumo ukhanyisele isizwe. Leli lenkosana lingikhumbuza udaba lokwenyula kweLembe esihlalweni sobukhosi, okungenzeka ukuthi isizathu esikhulu esanika abakhothamisi balo isibindi ngoba bezibona befanele ngaphezulu kwakhe. Isizwe SikaZulu saba nezinkinga chishe sukela lapho, uma ukhuluma ngeziqhamo zamaThongo eziwela kwiNkosana uye uzibuze.

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว

      Ukubumbeka kwesizwe sama Zulu kwaba khona ngalo ilembe elatholakala kungahcagciwe,khumbula abakwaZulu babengasona isizwe kodwa babewumndeni nje...isizwe sama Zulu saqhekeka phakathi ngenxa yoDingane bokuzalwa abafazi abebagcagcele khona kwinkosi uSenzangakhona...kuloku nje mina ngithi ithongo liyamkhetha unkosana futhi undlalifa abe yingane ezaleke ngaphandle komgcagco,lokho kubonakala ngokukhalipha kwe Lembe,sibaningi esizaleke njengalo iLembe kodwa sembathwa amathongo saba yisibani somhlaba,kwayona impunga iwumshana woFuze izaleke njengalo iLembe kodwa buka manje imbethwe amakhehla futhi iyisibani sezwe...okomgcagco bakwethu kuhle kodwa amathongo anquma ukuth' ubani inkosana no nkosazane/mafungwase nondlalaifa

    • @ikkeixarra4255
      @ikkeixarra4255 3 ปีที่แล้ว

      Likhona ihubo elithi uNdaba engazindla zonke inkomo zamadoda umangay’hlas’iphak. Lelo ihubo lelembe ela bumba ngalo isizwe, kodwa elalikusho ngalokho ukuthi laliqhubeka umsebenzi owaqalwa uNdaba ubabomkhulu wakhe. Okunguye owaqala lomsebenzi nakunguye owaye mbethe ilembe. Nokunguye owakhuphukela esihlalweni mhla ekhipha uQwabe owayengumfowabo inyumbazana. Uqhekeko vele labakhona even nakuSenzangakhona ngoba naye wayenaye umfowabo omdala uSojisa kodwa kwanyuka yena. Lokho okwagcine kwenza impi yoSuthu NoMandlakazi after iminyaka.
      Kunomehluko phakathi kwengane yakomalume kanye nengane engahlawuliwe enza izinto kwabo.

  • @maqhingamagwaza4899
    @maqhingamagwaza4899 4 ปีที่แล้ว +2

    Impuuunga

  • @ntuthukocele2326
    @ntuthukocele2326 4 ปีที่แล้ว +2

    Nduna kandaba 🙌

  • @sbonelondlovu201
    @sbonelondlovu201 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga baba

  • @hlongwanehlongwane4950
    @hlongwanehlongwane4950 4 ปีที่แล้ว

    Ai uyibeke yacaca baba🤝

  • @tashntokzin1443
    @tashntokzin1443 4 ปีที่แล้ว +2

    Icacile Mbanjwa ngyabonga mina

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 ปีที่แล้ว

    Impungaaaah🙏🙏🙏🙏🙏

  • @umcebiseni6474
    @umcebiseni6474 4 ปีที่แล้ว +2

    Wangivula amehlo Mpunga. Bengizishela ukuthi igama elithi indlalifa lisho ukuthi uzodla ifa🙆🙆🙆🙆🙆😂

    • @thommasilo9145
      @thommasilo9145 4 ปีที่แล้ว

      Nami ngangilokhu ngicabanga ukuthi udla ifa, Lokhu engikuzwa namhlanje kungivula umqondo ngempela. Qhube Mpungayesintu siyancela kulombele ogwansile.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว +1

      😂😂 lisho ukwabela abanye bakwenu

    • @ntendenine305
      @ntendenine305 3 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Mpunga indlalifa yiyo ethatha isihlangu sami umasengedlulile?

  • @xolanimngomezulu4296
    @xolanimngomezulu4296 4 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga ubohlala phekodaba ungalokhu ugega iguma plz data is expensive.

  • @vai_vai
    @vai_vai 4 ปีที่แล้ว +1

    Ukufakazela lokhu , ungalandela ukuzaleka kwamakhosi akithi kwaZulu ( indlunkulu ingangi hlawulisi bengenza nje isibonelo ngoba konke silandela yona. Ndabezitha)

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 4 ปีที่แล้ว

    Iminyaka iyahamba anginayo inkosana... waphela umuzi kababa

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว

      Nyukela emsamo ushise impepho ucele emathongweni akini bakuphe

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 3 ปีที่แล้ว

    Lisenethini!!!

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 4 ปีที่แล้ว +2

    Sesotholelwa zizukulwane

  • @zaneledlamini1343
    @zaneledlamini1343 4 ปีที่แล้ว

    👏Thokoza mkhulu

  • @vai_vai
    @vai_vai 4 ปีที่แล้ว +2

    Kushukuthi bangi cobelela kahle ekhaya abangi phambani selanga. Kade ngiyisho lento , ngiya bonga ukungigeza.

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 4 ปีที่แล้ว +1

    Sengat kungasa lelokhanda selfana nelogo yeMpunga yeSintu syabonga Mkhulu

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว +2

      Loool usho leli lami😂

    • @mchunuzenzele8193
      @mchunuzenzele8193 4 ปีที่แล้ว

      Livele linempandla lidala malikwaz ukveza izimfihlakalo ezinje manje yingakho ngithi aysale seyvela lempandla

  • @mbusilancelotngwane4356
    @mbusilancelotngwane4356 4 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu mkhulu ngicela ukubuza, uma ngiganwa intombazane esinengane komunye umuntu. Ingane esiyoythola emendweni kuzoba iNkosana na? Noma iNkosana izalwa umuntu wesifazane ogane eyintombi kuphela?

  • @thandekamsane9936
    @thandekamsane9936 ปีที่แล้ว

    Indlalifa iyakwazi ukuba eyangaphandle komshado 😂? Naku amadoda exova imizi yakubo

  • @sanelendwandwe8595
    @sanelendwandwe8595 4 ปีที่แล้ว

    Awu cha impela kuyafundeka lana. Cha bengingazi kodwake sengiyazi mayicacisa impunga yesintu

  • @khanyisanimanqele9896
    @khanyisanimanqele9896 4 ปีที่แล้ว

    hhayi cha, ngiyabonga mina!

  • @bonganimachaelmkhabela3722
    @bonganimachaelmkhabela3722 4 ปีที่แล้ว

    Mpunga omtholesezele akaqholiswayini

  • @umbusongcobo8039
    @umbusongcobo8039 3 ปีที่แล้ว

    Sbonge kakhulu wena wakoFuze

  • @labrytdt8206
    @labrytdt8206 4 ปีที่แล้ว

    It makes sense

  • @athiieesiibekoo2956
    @athiieesiibekoo2956 4 ปีที่แล้ว

    Kuchaza ukuthini uma uphupha uphethe inkukhu ezimbili emhlophe nengathi imnyama kodwa mawufika la uya khona nazo ufike kungekho bantu kuthulekile?

  • @ntandodlamini8239
    @ntandodlamini8239 4 ปีที่แล้ว

    Kwakhanya bha kuhle kwanogwaja ehamba ehlungiwini.

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 ปีที่แล้ว

    Uyitholaphi I vumo ngiyazi thanda lezingoma zabo Nduna kaNdaba

  • @thokozanihlatshwayo5328
    @thokozanihlatshwayo5328 4 ปีที่แล้ว +1

    ey isintu usichaza ngathi usifunda phansi mpunga

  • @unathimntungwa6034
    @unathimntungwa6034 4 ปีที่แล้ว

    Ngiyakuvuma mina mnewethu ukhule 🤭

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngabe umfana engimzale ngaphandle engaba iNdlalifa? Kuvumelekile ngokwethongo noma mele naye abe ozalwe emshadweni

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว +1

      Kumele uqale ngokuhlawula akhishwe kumalume uzomngenisa kini

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว +1

      Angaba yindlalifa inqobo nje uma ehlakaniphile enazo izimpawu zobundlala ifa engayena ugombela kwesakhe...bese wenza njengoba impunga isiphendulile kodwa bheka lezimpawu engizibalulile

  • @hlongwanehlongwane4950
    @hlongwanehlongwane4950 4 ปีที่แล้ว

    Itholakala kuphi le ncwadi baba?

  • @ntombintshinga6283
    @ntombintshinga6283 2 ปีที่แล้ว

    Mkhulu ngintombi ekhaya obhuti bam bashona bonke yimi obheke ikhaya manje asazi intombi ingaganile ibayilo indlalifa ngoba mina angiyithandi lento ingenza ngingagani

  • @yusuftowingyusuf6947
    @yusuftowingyusuf6947 4 ปีที่แล้ว

    Xa umama uthe endile walala nenye indoda ndiyinton baba

  • @stolapkt1
    @stolapkt1 4 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza ngabe uNodumehlezi kaMenzi wayeyi nkosana noma cha?

    • @mukelanimagwaza8151
      @mukelanimagwaza8151 3 ปีที่แล้ว

      Cha kodwa wabudla ngezikhwepha ubukhosi

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว

      Wayeyinkosana ngoba kwasebuncaneni bakhe kuyabonakala ukuth' wayekhethwe amathongo ukuth' abenamandla obuhlakani nawokubumba isizwe sama Zulu.ukube wayengaqokiwe amathongo ukuth' abeyinkosana ngabe wawuhola umndenyana wakwa Zulu kodwa kwafadalala njengaku Dingane owamosha kakhulu konke obese kubunjiwe...ukuzalelwa emshadweni uma sesilandelisisa umlando nokubukisisa akumenzi nje umntwana abe osekhethwe amathongo,iningi lethu elizalelwe ngaphandle kwemishado liphumelele futhi lembethwe amathongo laze laba yisibani sezwe sadlula abaningi abazalelwe emishadweni

  • @mkhulumanzula8813
    @mkhulumanzula8813 4 ปีที่แล้ว

    Ngabe lokhu kusho ukuthi ngokwasethongweni, akwenzeki kube nenkosana nenkosazana ngesikhathi esisodwa emndenini?
    Noma intombazane eyelama inkosana iba inkosazana?

  • @ntokozomthembu9327
    @ntokozomthembu9327 4 ปีที่แล้ว +2

    1. Ibizwa ngani ingane oyithole kumuntu wesifazane eyintombi nto kodwa engakuganile?? 2. Nakhoke umuntu wamuzalisa ningashadile wathola ingane bese kuthi mawuthola amandla uyamshada mase umshadile loyo muntu uyayizala inkosazane or inkosane ngoba phela lengane yokuwala ayisiyo inkosana.

    • @zanelencibilika8106
      @zanelencibilika8106 4 ปีที่แล้ว

      Mina ngcel number khona engding usizo lakho kwimpunga

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว

      Mina impunga ngiyayiphikisa kuloku...kulombuzo wakho leyonganeiyizibulo,ibe yinkosana futhi n mawuthanda ubona nobuhlakani bayo ingaba wundlalaifa

  • @mdhladhla3169
    @mdhladhla3169 3 ปีที่แล้ว

    Mangibingelele kuwena. Ngicela ukubuza mayelana ne "Ntombi" engenangane ne "Ntombi-nto" uma kufika ekuganeni.
    1. Ingabe bayefana laba bantu?
    2. Intombazane engeyona intombi nto iyakuzalela inkosana noma cha?
    3. Ingabe amathongo ayabusisa futhi amukele intombazane ngokufnayo njengoba abusisa "intombi-nto"?

  • @zengezile
    @zengezile 4 ปีที่แล้ว

    Ngiyakuva Mpunga asibonge baba. Umbuto utsi lowesilisa yena angaba naye umntfwana ngaphandle munye noma babili bese utsatsa intfombi ntfo uyenta umfati imtalele inkhosana ,yena kepha akunendzaba kutsi akatiphatsi kahle,angenta noma yini layifunako,lowesifazane yena kufuneka abe yintfombi kuze atale inkhosana.? Lowesilisa yena ke? Ngokwasethongweni inkhosana ayitalwa yini bantfu lababili labangakaze balwente ucansi na? Noma ngulowesifazane kuphela lokufuneka abe yi virgin?