My King uhambile ubonile uzenzile, ithuluzi awuhambi nalo ulifica ensimini weno nyanyayo fokofu.Uhamba wedwa My King. Siyabonga kakhulu My King akekho ofana nawe ngisho no Sigujana sebekuvumile lokho.
uNgizwe uyenze i nto ebhadayo ngoku talabha ama Shangani. Ngiyazi wena uclevile umbonise ukuthi lento iyabheda.uZuma uzama ukuyakha isizwe kakhusha then oNgizwe uzayi mosha and ngo muntu oyedwa. The best thing exolise ebe phansi. Mkhonto need vote from Shangani
Baze bajabula labo abaphendulelwa Nkosi yam mna ngabuza kodwa ngengikhonza kulo isonto kodwa angiphendululekanga bakwethu anginayo ilevel ngingaphansi ngisho kuka level 1 yingakho ngangicela ulwazi nam kuze ngazi la ngihlezi khona
Umbhali oye ungithinte osebhaybhelini uthi - abantu bami bayafa ngenxa yokweswela ulwazi
Ngiselokhu nam ngisalindile Mkhulu King Bhaka ngohlala ngilindili ngyathemba ngophenduleka ngenyimini ngyabonga 🙏
Waze wanescefe.. U busy mos lobaba, anake wena?
We thank you King Bhaka because we feel lost now, we don't understand right or wrong ,
We are warned against these glamorous churches, we need to keep away from them
Cha ushayile angikaze ngiye siqu kodwa ngaphambi kodwa lento okhuluma ngayo ngayibona isenziwa usungivule amehlo ameni
Thokoza Mr King bhaka happy Christmas in advance bhuti omkhulu amen
Amen king 👑 my king sibonga isibindi King sivikele king🙏🙌
Unemanga, you service is paid for , wena sigebengu😂😂,
My King uhambile ubonile uzenzile, ithuluzi awuhambi nalo ulifica ensimini weno nyanyayo fokofu.Uhamba wedwa My King. Siyabonga kakhulu My King akekho ofana nawe ngisho no Sigujana sebekuvumile lokho.
Bese ngimangele Bengicabanga ukth usho thina manazaretha oNyazi Ngoba izitha zethu zithi sithwele nathi
Ungasasho yey bayazisikela nje
The only king I know. Sbonge iSbindi soku khuluma iqiniso.
Ake uthinte usgujana kancane. Uthi nje ukum'teketisa 😂😂. Wawumnandi loyamdlalo wenu
Amen, ngiyakuvuma
Hayicha king mmmmm omfihlo Le ngempela
Amakholwa ke lawo o praise God yooo
Ngahlaba ingoma epinetown ngehill lami usushilo Thayilemoto❤ mtanami 🥰😘
Dankie my King zithwele lezinyoni😂
Ubukhosi basemaZulwini mabuphinde bukunyusele ngaphezulu kwalesisigaba oyisona,my King,uThixo makangiphe amandla okufika esgodlweni nkosi yami.
King ngilazi kahle lelosonto😂
❤❤❤❤King Bhaka ❤❤❤❤iNdlondlo enamakhanda amabili elesthathu eleNkosazane ngathini mina bathini bona???❤❤❤❤
Amen mfwethu nawe inkosikthwale
Haybo King, nathi la e Maromini phambili elathini kugqitshwe umlotha wabo bonke aba Prist asebashona, syatshelwa akufihlwa kube ukuth asisazi isizathu
Ukhisimusi omuhle mfoka Nzama,gcwala ngiyakufakela fokof uyabona,bakuncishe ama salad yini esontweni My King wabadalula kangaka yini 😂🤣😂
King Siyabonga Sikhathele Abantu Abeza Nelwane Besuka Nenkohlakalo Baletha Izinto Bebulala Inyanga zethu Ngenkohlakalo Khipha konke Bapha Abantu Imali kanti Bathenga Imophefumulo yabo
Babuze Iphuma kuphi le Mali Bayithola Kanjani bayilahla Phansi Icoshwe Abantu hayi hayi 👏
Wena king Bhaka u ngi level bani.😮
King my King siyabonga kakhulu kuningi esikufundayo kuwena
Aw suka madoda khuphuka King Bhaka🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Cha uphiwe BAB Nzama umona phansi 🙏💝
Isibindi sakho King haaaaa😅😂Ayyy umthembile uMakhandakhanda🙆♂🙆♂
"Nom'unganyanya fokofo..."...danko 😅😅😂😂😅😅😂😂😅😅
UKING BHAKA, umxhaka kanye nenyoni yamanzi. Uqamba aluhlaza 😂😂
Haibo wena yeheeeeni wemaaaaye Jehova King haibo King
Siyathobek nkosi yamakhosi ❤
Khuluma king bhaka manh!😂😂😂😂Sesilalele we want to know this church
Ahh my King.
My king bathi ngihambile bathi ngibonile
Awande lawo mandla amen 🙏🙏
King my king
Qiniso..❤
Bathwele shame abantu ,bamasonto ayiii kunzim 😢
My king safa ngabathakathi yini king.Ikuphi impinda
Niyazithanda izinganekwane, nezindaba zolibo. Inimboni yini ukuthi unamanga lo mxhaxa.
Kazi uyomamukela mini I Jesus njengeNkosi nomsindisi wakho
😂😂😂😂 Ali fihliwe ithuna lakhe. Wali bona ma ungena emnyango.
Yazi King Bhaka baningi abakholwayo kodwa abayiboni imfihlakalo ye Zulu
Yagadla KING😂 madoda
Heros always stand alone! Keep on keeping on! ❤
Greetings my king,what you say is what it is.Have a wonderful happy holiday king 👑 emhlabeni uyindodana emaZulwini ,my king.
Enkosi King Bhaka ngokuailumkisa.Nami sendizicelela intlahla.
Name of the church please
The problem with people is that they trust anything n believe anything that they consider 2b beneficial 2 them without proper scruitiny.
King bhaka ngathini ngathini mina ,"King bhaka'"
ngiyafuna ukuxumana nawe bhuti KING
Syabonga Gcugcwa
Gcwala ngyakfakela 👑 injalo😂
Uyinkunzi King Bhaka uziseyvile izimali zabantu sixhashazwa osgujana...siyabonga Inkosi ikwandisele fokof gcwala ngiyakufakela aw suka mfoka fokof cha siyabonga
Kande sinethwa zimvula king kusebenza umqondo 😂😂😂
Ngena odabeni my King, iliphi lelosonto? Ngigcwele ngawe
Siyayibuka nje lento yakho noma usitshela ukuthi siwo level 1 wena uko 5
😦😦😦
Kwaze kwanzima 😳
Iye uTufu kade azamukumilisa but awaveli
Unamanga vele.wathi ungizwe uzogwetshwa .Wagwetshwa iminyaka eminhaki ke?
Mina ngisalinde ukubona ingoma ka Mthandeni.
Nami ngikhumbula kahle ekusho lokho 😊😂
Nawe uthwele nje ndoda kunani lona uma lithwele noma ubufuna ukuthwala wedwa ?
King of kings , my king Bhaka💯
uNgizwe uyenze i nto ebhadayo ngoku talabha ama Shangani. Ngiyazi wena uclevile umbonise ukuthi lento iyabheda.uZuma uzama ukuyakha isizwe kakhusha then oNgizwe uzayi mosha and ngo muntu oyedwa. The best thing exolise ebe phansi. Mkhonto need vote from Shangani
Njengoba lasha lelisonto lakhiwa kabusha lemimoya nomlotha akushanga na
King bhaka mfana ka Dr khehleleza😅😅😅😅
Haaaa
Yini umakhandakhanda? Akasiyona inyoka? Indlela okhuluma ngayo nawe awunayo inhlonipho uma ukhuluma uyafokofisa nje Ngobani? Inkinga yakho iyodwa Bhaka uphakeme uzenza u holly holly la uma ucebile okwakho nomndeni wakho bayeke abantu emasontweni abo uma be happy bayeke....nawe ujabule nomakhandakhanda wakho
Bazokubulala wena
Wena onyanyayo fokofo🤣🤣🤣🤣🤣king my king
😂
Ijo ngaze nga shawa huvalo 😳
Yeyi kunzima phandle laa
Mama weSizwee kwaba ngasaa unendabaa wawuyekelani umculo khona nondabaaa xoki ndini wawuRyt kuMaskand emaxokini uyoxokiza khona
Nizogcwala ngoBhaka uzongihlola nonke ngoba ningamaqola
Awuyi emzini yabantu? Kodwa Mina ngiyakumema.. wathintu bhaka udakwe yin
Saphela o thana mbha KUMKANI
Kanjani kodwa
Is it the Dome that burnt in 2016?
Maybe yi Universal or elaKhenlelezi!
Kunjalo Bhaka umholi webandla noNkosikazi wakhe bangcwatshwa emagcekeni esonto.Akhona nama tombstones abo
Lalela bangaphakathi esontweni emagcekeni benza I formality
Iliphi lesonto?
Haaa
Siyabonga Amen
Wandivula ingqondo
❤❤King Bhaka Nzama❤❤Nkosi yethu❤❤❤❤❤❤une Power Bhaka ❤❤nongamthandi uyoze amthande❤❤❤up Bhaka up❤❤❤
My king sifunda okuningi ngama video osuke uwakhuluma, Siyabonga.
@Mzwakhe-ed2bn Ufanda ukhukhuluma amanga?
King of my King Bhaka 💯💯💯🎉🎉🎉
Iliphi lelosonto kuthiwa ikabani
Uyinkosi emhlabeni ndodana emazulwini ngyauhlonipha babambe labofafabulane
King my King yeyiphi Political party ezowina next year?
@wondersomtsewu7516 Angeke akuphendule lo sebentini; uqevutha nje ubula no hhabhu lukabhejane
Nawe futhi enjoy your Christmas and new year
Level 1😂
Kwathwalelwani kodwa bakithi
Mabakuyeke akunantanga. Be specific church name and area.
We na bhaka wathwaliswa yimi kuzophela konke soon
😂😅
Yiliphi lelo sonto??? Haibo wasithusa boh
🤔🫣🫢🫢
Jesus Dome?iFounder yashona
Thokoza khulu ongafuniyo fokofu onyanyayo fokofu siyabonga
Kanti kwaYena uBhaka uTHWELE futhi? 🙆🙆🙆
Kanti wena ucabangani ubaba kamakhandakhanda
@@user-ws6zh6lb2m Yey!
UngasaShilo Mtase😁.
Khona neleNkosazane😁😁😁😁
Ujuquu 😂😂owamaGundan umuthii batabam
King Bhaka ngikukhondzile my King kepha uyangilahlekela manje😮 wena awubonanga before uya unamandla amangaka Ukuthi lawuya khona kunjani
UKing uvezeliwe imfihlo phela mawufika endaweni uyamukela mangabe unesiphiwo
True my brother. The level of spirit are different as well as the power. There's more King Bhaka, ake uzikhiphe zonke.
Bazoubulala ngoba uveza izimfihlo yhooo😢😢😢