Ewu Mkhulu... Madlula....🙇🙇🙏😅😅😅 bafika bebaaaaaahle.... ngobume bobulwane basemanzini ❤👏🙇 From inkalankala 🦀, to a dolphin 🐬, to an eel, to a seahorse 🦄, to a mermaid 🧜...uvamise ukfika ephethe isbuko ke uNkosazana 🙇😅🙏 oooh bahle Gogo ❤🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏 Sibonge ngama video wokusvuselela Khehlakazi ❤🙇🙏🙏🙏
Camagu mama ndicela ubuza ingaba ndinesthunywa samanzi na kuba most of the time when I'm taking a bath I think a lot and even get solutions for certain problems.
Its has been 2 months n no 1 responded to you,my answer to your question is dont consult sangomas or prophets.Pray to JESUS to guide to the truth and read your Bible(from cover to cover n you wont be decived by anyone.Bible is against communicating with the dead and this isithunywa za manzi or even praying with candle.Bible tells to pray in our rooms and all this things of mountains n waters are deciving.
Siyabonga gogo mina ngike ngaphupha ngihamba phansi kwamanzi amanzi eclean
Ngaze ngathwala kanzima awungisize gogo
Thokoza Gogo 👋😭😭😭ndicela undincede zenzeka Zonke ezinto kum ndiyamoyika namanzi
Thokoza gogo ngingahamba ngingedwa yini end ngingaphatha ini uma ngiya khona
Thokoza gogo minangakhula ngphupha ihhashi ngiphupha amanzi ngiphuphangidonswa unini amanzi kulamalanga ngitshengiswe impophomo manje angikwazi ukuya lapho ngiyopha angiqedi angazi ngenzenjani
Amen syabonga ngolwazi.🙏
Mina gogo lokhu ngabona inyoka empophomen ngiphupha ngyasaba
Hayi Makhosi you have said a mouthful sibonga izimfundiso zakho
Sawubona gogo
Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi muboniswe impophoma uyakwazi ukuziyela wedwa noma hlambe udinga osekhulile kunawe ngoko moya ukuthi akuhambise
Thokoza gogo uma uphupha ungena kwi swimming pool
Ukuphupha ulwandle njalo kuchazani
Ukuphupha ulwandle lugcwebile
Thank you, Makhosi 🙏🏾❤️ Please upload more videos, we are looking forward to seeing & hearing more of your teachings. 💐
Sawubona Makhosi ngimusha angizazi izintozamanzi kodwa kwezinye izikhathi kuvesane kuthi angiye emanzini ngiphuphe amanzi ngiphuphe nogogo engingamazi ngingamuboni ebusweni athi angiye emanzini kuchaza ukuthi I Makhosi
Siyabonga Gogo. Ungisizile kakhulu.
Mina ngaphupha ngiphansi kwamanzi🎉 nabantu abaningi kodwa ngathi ngiyabazi labantu ephusheni ekuseni angibazi
Undivule amehlo gogo ndiyabonga🙇🙇🙇
Mina gogo ngiphupha ulwandle lungidonsa lungifake phansi kwamanzi kodwa ngivele ngivaleke amehlo ngingaboni kodwa masengilungikhipha ayavuleka amahlo ..kushoni
Thokoza gogo siyabonga izifindiso zakho ziyasivula amehlo kakhulu
Amen gogo bengicela usenzele I video usichazele ukuthi uyakwazi ukufakelwa inkamba ekhaya ungahlali noGobela wakho uthwase kini
Ewu Mkhulu... Madlula....🙇🙇🙏😅😅😅 bafika bebaaaaaahle.... ngobume bobulwane basemanzini ❤👏🙇
From inkalankala 🦀, to a dolphin 🐬, to an eel, to a seahorse 🦄, to a mermaid 🧜...uvamise ukfika ephethe isbuko ke uNkosazana 🙇😅🙏 oooh bahle Gogo ❤🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏
Sibonge ngama video wokusvuselela Khehlakazi ❤🙇🙏🙏🙏
Thokoza gogo washaya khona impela #Ngiyabonga
❤Emakhosini❤Emakhosini❤ Akukhanye njalo eMkhanyakude❤Amen Makhosi Mdlalose❤
Manje gogo mina nginenkinga vele yokusaba amanzi but angikaze ngphuphe amanzi futhi uma ngingena esontweni ngizamula ngize ngiphume izinyembezi
Ngike ngaphupha umama epheka amagwinya amaningi abantu bezithathela nje nami wangifakela esekhwameni
Thokoza Gogo, siyabonga 🙏.
Gogo ngabhujelwa nguMyeni ingaba ndiyayidinga ntlambuluko yamanzi ?
Mama mdlolose ngicela usinike inur ka..whatsupp
Mina ngiyawasaba amanzi angikhoni nokuwabheka
Siyabonga gogo ngengcazelo
Gogo thokoza ngingomunye umuntu osaba amanzi
Amen
Makwande Makhosi!🙏
Thokoza
Amen🕯️🕯️👏🕊️
Thokozani , ngicela ukubuza mauphupha izwi lithi unamandla ukudlula inkanyamba kusho ukuthini
Amandla amakhulu ophiwe wona kamoya
Sawubona gogo
Ngiphuphe ngigxawula isitha sami kuyisona edothi angigxawule makhosi
I dreamt of shaking hands with my enemy
Camagu mna ndaphupha ndibona impophoma,ndilayita amakhandlela ndaphinda ndaphupha ndithengisa amanzi endiwakhe emlanjeni ngabe kuchaza ukuthini lokhu
Makhosi Gogo ngyabonga lapho
Thokoza
Kodwa mawuya emfuleni Kodwa ulokhu utshelwa ukuthi iya emanzini kusho ukuthini kanti Gogo?
no coment
Camagu mama ndicela ubuza ingaba ndinesthunywa samanzi na kuba most of the time when I'm taking a bath I think a lot and even get solutions for certain problems.
Thokoza ,kungenzeka unalo ubizo lwamanzi ubheke nezibonakaliso enye into ezokuvezele mayelana nesiphiwo onaso
Usho kimina makhosi ngiyawasaba and ngyawaphupha
Ungawasabi ayasiza ayalapha amanzi
Thokoza Gogo, I am one of those,I am afraid of going alone and I am afraid of fake Gobela's,how sure will I trust or can you please advice thank you
Its has been 2 months n no 1 responded to you,my answer to your question is dont consult sangomas or prophets.Pray to JESUS to guide to the truth and read your Bible(from cover to cover n you wont be decived by anyone.Bible is against communicating with the dead and this isithunywa za manzi or even praying with candle.Bible tells to pray in our rooms and all this things of mountains n waters are deciving.
thank you so much