Isithunywa Asivaleki .[0780046059]

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 ส.ค. 2024
  • Umkhanyakude-Abangoma
    For Enquiries contact
    Makhosi Mdlalose :0780046059 /0815953459
    Thokozani

ความคิดเห็น • 95

  • @daughterofthemosthigh2039
    @daughterofthemosthigh2039 หลายเดือนก่อน +1

    Oh gogo kungathi ngingakhala ngoba konke lokho kusho kimi😢.ngiyabonga kakhulu ngitsho ngavuleka, uThixo akwandisele Kwame akusikelele kude kubengunaphakade ngegama lika Yesu Amen!

  • @sthembilegwamanda6641
    @sthembilegwamanda6641 7 หลายเดือนก่อน +7

    😮Thokoza... Gogo Cyabonga izeluleko zakho nezimfundiso zakho gogo.... Nkosi yami ukude gogo e Marisburg ❤

  • @user-cm8ol3nq9u
    @user-cm8ol3nq9u 3 หลายเดือนก่อน

    Syabonga gogo kuningi osifundisa khona izincazelo zakho ziyibeka njengoba injalo into inkos ikubusise gogo

  • @user-ty5ie2es8r
    @user-ty5ie2es8r 7 หลายเดือนก่อน +2

    Siyambonga ONGABONWAYO ngoGogo,AKUPHE amandla 🙌🏿

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 4 หลายเดือนก่อน +1

    Indlela engiziba ngayo kodwa ngiyabonga sengizokhuthala amen

  • @sinegugusibiya1528
    @sinegugusibiya1528 16 วันที่ผ่านมา

    Siyabonga muntu omdala, makwande I needed to hear this✨🙏🏽

  • @NosibuleleMthintsilana
    @NosibuleleMthintsilana 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ndiyabulele gogo kunjalo nam

  • @tryvamore-nx7mq
    @tryvamore-nx7mq 7 หลายเดือนก่อน +6

    Thank you very much for the revival, your lesson talks to my story

    • @BigmamaMama-oh6rv
      @BigmamaMama-oh6rv 7 หลายเดือนก่อน +1

      Ngigulwa ukhalo namadolo nginemnyaka 56 anginndoda ngagcina ukulala nendoda 2021

  • @viralwoxsyc5086
    @viralwoxsyc5086 5 หลายเดือนก่อน

    Thokozani boGogo bengicela ukusizwa ngencazelo yokuthi uma njengoba ngaboniswa amakhandlela amabili amhlophe yizalikwazi zezambhatho ezimhlophe abanye ezilihlaza nezinyoni ezintath7 bese ngayeka ukukhuleka ngelodwa kodwa manje seziningi izinto ezingaveli kahle namuhla nginqobe lokhu kepha kusasa kuvele okungathi kudlula lokhu okunqobile nakho unqobe bese kwande kube lapho usale uxakekile nginga sebenzisa yini owomunye umbala not lawa amhlophe kuphela amabili yini noma kumele kusho bona ukuthi ngifake eminye imibala noma lawa amhlophe yiwo afaka amandla kimi nabomoya ngiyakhuleka ngiyaphahla ngiyabonga Thokozani 👏🏾👏🏾👏🏾🕯️🕊️

  • @user-ei5mw4yv1g
    @user-ei5mw4yv1g 7 หลายเดือนก่อน +2

    Amen gogo . Ukukhuluma iqiniso kunjalo . .siyabonga .

  • @siphesihlepercival2800
    @siphesihlepercival2800 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen makhos mina ngike ngaphupha ngboniswa amanzi aphuma kwenye intaba la enginokdlula khona bengiwakha ngo 5l besgubhu..ngiwakhilek bt angboniswang ukt ngenzenjn ngawo ngzokwenza konke gqum palaza geza sengzobon emaphushen.

    • @umkhanyakude-abangoma384
      @umkhanyakude-abangoma384  7 หลายเดือนก่อน

      Yebo amanzi akanjalo ayagquma ayaphalaza futhi ,wenze njoba uvezelwe.

  • @user-xv3wl6mh2l
    @user-xv3wl6mh2l 5 หลายเดือนก่อน

    Akwande gogo syabonga

  • @nomondedabula4772
    @nomondedabula4772 7 หลายเดือนก่อน +2

    Awu! Ngaze ngathola umyalezo sengizibile konke ukuthandaza nokuphahla thokoza gogo ngizoqubeka ithemba angililahlile🙏🙏🙏

  • @thabsiledlamini2063
    @thabsiledlamini2063 7 หลายเดือนก่อน +2

    👏👏 ngiyabonga Gogo, nami kukaningi sikhomba emanzini ngangasukumi

  • @bhekiraymond4257
    @bhekiraymond4257 5 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga gogo

  • @ThabisaSankobe
    @ThabisaSankobe 5 หลายเดือนก่อน

    Camagu Gogo yhooo nkosi yam uthetha nam ngqo ndim lowo

  • @tshepisohanyane3399
    @tshepisohanyane3399 7 หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga gogo, this is very informative, 🙏🕯️🕯️🕯️

  • @TshengisileNdlangamandla
    @TshengisileNdlangamandla 7 หลายเดือนก่อน +3

    Syabonga kakhul gogo sengizolola ubush😂Wam ngfun uhlale ukhaliphile makhosi.

  • @SECHMOU
    @SECHMOU 7 หลายเดือนก่อน +3

    Thokoza Makhosi ❤
    Besikhala ngokulayishwa kwevidiyo yakho 👏🏾

  • @stellamaseko8286
    @stellamaseko8286 7 หลายเดือนก่อน +3

    Thokoza, gogo, kuyezwakala injalo indaba mtomdala 💜💜💜

  • @user-wq9er5qz7d
    @user-wq9er5qz7d 5 หลายเดือนก่อน

    Siganga abantu basenzela okungesikho zivele zingahambi kahle izinto mina ngifuna ukubona umuntu esangena esangweni bagangile ngami

  • @londimkhize9196
    @londimkhize9196 7 หลายเดือนก่อน +2

    eMakhosini 🙌ngishayiwa idisiplini yok'zila, nok'saba. eyi

  • @ThulisileMsweni-zo9bb
    @ThulisileMsweni-zo9bb 7 หลายเดือนก่อน +2

    Ngiyabonga ngolwazi osipha lona ngizokhuleka kakhulu manje🙏🙏

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 6 หลายเดือนก่อน

    Ey ukhuluma nami makhosi ave ngivezelwa amanzi kodwa angikhoni ukufinyelela kuwona anginamuntu ongangfaka kuwona ngingenza njani nje kulelo banga

  • @NosibuleleMthintsilana
    @NosibuleleMthintsilana 4 หลายเดือนก่อน

    Bendicela ukubuza uyakwazi ukulele emanzini wedwa emanzini ungaziswa ngumntu

  • @bessienkabinde8826
    @bessienkabinde8826 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga gogo osifundisa khona. Ingabe kuyakhonakala yini ukumisa isithunywa ukuba singakuhluphi empilweni ukuze uqhubeke ngempilo na?

  • @MazwiMpanza
    @MazwiMpanza 6 หลายเดือนก่อน

    Thokoza Gogo ❤ Ngaphupha ngiphethe ibhayi lengwe black and white bangitshela abantu abadala ancestors ngokuthi nginesithunyiwa Gogo

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 4 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo sengathi ukhuluma Nami.

  • @Chubelihle_Andy
    @Chubelihle_Andy 7 หลายเดือนก่อน +1

    Wayikhuluma indaba eyiqiniso gogo🤍

  • @lilyfinemotha7224
    @lilyfinemotha7224 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen, Ngiyabonga kakhulu for lamazwi Gogo.

  • @user-pw6ig6kq1j
    @user-pw6ig6kq1j 7 หลายเดือนก่อน +1

    Thokozani gogo nginenkinga angazi ukuthi ngiqalephi kodwa ngiyaboniswa izingubo okumele izinbathe

    • @umkhanyakude-abangoma384
      @umkhanyakude-abangoma384  7 หลายเดือนก่อน +1

      Kumele uzithungise bese ubuza izidalwa ukuthi uzisebenzise kanjani

  • @SkhonaSimelane
    @SkhonaSimelane 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Makhosi ukusivula amehlo akamoya🙏💞

  • @esthershabangu1554
    @esthershabangu1554 7 หลายเดือนก่อน

    Shuuuuuu Siyabonga Mtaka Ma. This is profound. Siyabonga 😢

  • @ConfusedDrone-cj5cv
    @ConfusedDrone-cj5cv 7 หลายเดือนก่อน

    Ndikuvile gogo uthetha nam qobo

  • @user-kv6dt2lq2m
    @user-kv6dt2lq2m 7 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga Gogo ngokusivula amehlo kamoya

  • @nompumelelokinana1410
    @nompumelelokinana1410 7 หลายเดือนก่อน +1

    Thokoza gogo👏👏ngiyabonga ngengcazelo icacile

  • @gsgsb
    @gsgsb 7 หลายเดือนก่อน

    Camagu gogo hayi uchaza inyani zodwa mna ndandingaqondi uma ndiphupha ndigida ndinxibe ijazi elimhlophe mele ndilithunge phinde ekugqibeleni bandinxibisa eliyellow ndivile gogo ndizothetha amanyathelo ndinguntwana wesithunywa

  • @abigailmawi1385
    @abigailmawi1385 4 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo usemoyeni neduk lesiphumile 😂sbonge

  • @user-yv1mn2zp5d
    @user-yv1mn2zp5d 7 หลายเดือนก่อน +1

    Thokoza gogo cela ukubuza uma uhlale udikizelwa umzimba kungaba yingalo ka left noma karight kwesinye iskhathi kubekhona okugijima esiswini njengomuntu wesfazane okhulelele..😢😢😢🙏

  • @noziphosandra8175
    @noziphosandra8175 7 หลายเดือนก่อน

    Thokoza waze wangilapha

  • @user-tp7wf3pd2f
    @user-tp7wf3pd2f 6 หลายเดือนก่อน

    Thokoza ndlondlo Siyabonga kakhulu ngokusivula amehlo

  • @NosibuleleMthintsilana
    @NosibuleleMthintsilana 4 หลายเดือนก่อน

    Aman mama

  • @user-zh8ut1wt3h
    @user-zh8ut1wt3h 7 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza uma ulala eladini kusuke kwenze njani ngiyalala

  • @user-me6vz7lu6q
    @user-me6vz7lu6q 6 หลายเดือนก่อน

    Thank you gogo

  • @qaphelenimsomi3713
    @qaphelenimsomi3713 7 หลายเดือนก่อน

    syabonga nkos kwandisele zinsukuzakho

  • @MthokozisiMthoko-rd4td
    @MthokozisiMthoko-rd4td 7 หลายเดือนก่อน +1

    Thokoza Gogo , Siyabonga ngokusakha nokusifundisa , INkosi ikubusise

  • @phumzilendlovu1100
    @phumzilendlovu1100 7 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo siyabonga ngokusivuselela makhosi

  • @thandazelaishail6674
    @thandazelaishail6674 7 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga gogo 🙏 kakhulu

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen makhosi🙏 waze wasikhuthaza bo

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen kunjalo Makhosi🙏

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 7 หลายเดือนก่อน +1

    NGIYAKUZWA GOGO NGATHI UKHULUMANAMI NGIVELE NGIBONE NGATHI UJEHOVA AKANGIZWA NGIVELE NGIHLALE SIYABONGA SIYATHOKOZA GOGO KWANDE NGIBONGA IMVUSELELO

  • @user-pj3nc2jh9x
    @user-pj3nc2jh9x 7 หลายเดือนก่อน

    Syabonga 🙏 🙏🙏

  • @user-cm8ol3nq9u
    @user-cm8ol3nq9u 3 หลายเดือนก่อน

    Mina zining inkinga zami angikwazi ukuchaza lana ngzothatha inumber kagogo khon ngzofona

  • @user-sm3zv9cy4h
    @user-sm3zv9cy4h 7 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo,siyabonga ngokusivula amehlo,imindeni iyasigila emsamo😢

  • @user-wq9er5qz7d
    @user-wq9er5qz7d 5 หลายเดือนก่อน

    Sdindi somtshiki umuntu esangena esangweni 11:27

  • @KholisileMahamba
    @KholisileMahamba 11 วันที่ผ่านมา

    Ngayithanda ke leyi imfundiso ,wangathi ukhuluma lami

  • @theblvckhyena6305
    @theblvckhyena6305 7 หลายเดือนก่อน

    ngisacela ukubuza mama, uma unesithunywa is it possible ube naso kodwa singadingi usidlele amagobonga aso?

  • @percyngwenya827
    @percyngwenya827 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiyabonga kakhulu

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 7 หลายเดือนก่อน

    Sbonge Makhosi kusikhuthaza namazwi anobuhlakani inkosi ikubusise 🙏

  • @user-zc2qv1mq7u
    @user-zc2qv1mq7u 7 หลายเดือนก่อน

    Amen

  • @agripparadingoane7875
    @agripparadingoane7875 7 หลายเดือนก่อน

    I couldn't agree any lesser than said.

  • @bazilemchunu4983
    @bazilemchunu4983 7 หลายเดือนก่อน

    kunjalo

  • @isaacbanks8682
    @isaacbanks8682 7 หลายเดือนก่อน +1

    💯💯✊🏿✊🏿

  • @boniswaboniswa3057
    @boniswaboniswa3057 7 หลายเดือนก่อน +1

    🙏🙏🙏

  • @ThulisileMsweni-zo9bb
    @ThulisileMsweni-zo9bb 7 หลายเดือนก่อน +2

    Ukhuluma ngathi ekithi bawa phehla amanzi amnyama and amosha izinto zethu

  • @theamazingnature2438
    @theamazingnature2438 7 หลายเดือนก่อน

    Thanks a lot