Hayiii ngabonga mina wami hlezi bamba madlebe the phambilini ngaphupha buzwa sbongo thiwa ngubani sbongo lapho seqhashiwe bhedlela kwafika mphathi wakhona wathi ubani sbongo ngasisho sbongo sami wathi ngene kanjani ngashiya kunjalo msebenzi 😢 the manje nsukwini ngiphupha yonke into yami shitshe sbongo but le sbongo bizi sona
Gogo awumi lomsindo khala njalo awuyeki lendlebe yomsindo ayisezwa kukhala wona njalo
Thokoza gogo 🙏
Kum kubanexesha kuthi stwiiiiii or kubengathi kunomntu ondibizayo ndicitshe ndisabele 😢
Mina gogo kuhlezi kukhala u tswiiiiiiiiiii 😢
I m hearing bee's noise
Hawu Nyanda
Ngiyayizwa gogo kodwa mina nginekinga yomuntu😂sengimulahlisile ngamenza konke kondwa lamazwi awapheli uthi bayamkhumula wonke umuzimba bashinthana ngazo amalunga akhe omzimba bashonezinhlamba uhleli nje enemisindo engalungile
@@NyandelihleMdlalose Madlula🙌🏾
Akwande Makhosi Mdlalose 💞💕🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼💕💞
Amen 🙏 gogo mina asebuhlungu.ngiyengizwe abantu bengibiza umangithi.ngiyabuka langibizwakhona ngingaboni lutho.gogo
Thoza gogo nginkinga enjalo ,awami ayahlohlozela phakath ashitsha imsindo ngath amanzi. Buye kube ngath ulwandle
Thokoza emakhosini amahle cela ukubuza mangabe uzwa imsindo ongajwauelekile nje Nathi uphama emamzini noma ngathi uphuma emamzini
Wow!! Syabonga Gogo icacile incazelo yakho yonke.
Mna gogo ndiva umculo imini yonke akho siqabu tu.
Thokoza gogo eyi mina ngizwa .ngake ngabe nginkinga ngingezwa ngangizwa amanzi ..gogo manje ngike ngizwa into ekhaliswa kwenyoni eyi gogo
Iyooo.... Makhosi ukhuluma nami. Umsindo enginawo ezindlebeni akuve umkhulu, kodwa angikaze ngizwe lutho.
Makhosi awami kumane kudume ngathi imoto duuu
Thokoza gogo umtanami uzwa umsindo wamanzi emadlebeni mina ngilunyelwa izindlebe
What about itching ears
Thokoza gogo mina ziluma njalo ekuseni zilume ngo12 zilume oma sengilala njalo nje
Sthokoze gogo mina ezami indlebe ziduma nje ngezulu angazi kuchazani
Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu,indaba yo msindo emadebeni ngisesikhathi eside nginawo awubindi mane angazi ngingawuchaza ngithini but nje awubundi kungathi ngisehlathini kukhaa naku kwezilwanyana
Thokoza gogo yimina loyo ngiyabonga ngesicazilulo ngizolungisa loko okushoyo👋👋
Manje Uma kumbango wetibongo kwamele wente njan gogo
Mina umsindo usendlebeni eyodwa for years now angazi ngenze njani
mama ngiyabonga ngidliwa ngawo ngezikhathi ezithile ingathi zinamanzi
Thokoza gogo ezami zikhala ngathi izinyosi .
Ngathi ngiqeda kukhuleka ngezwa inyoni ithi intwiii
Thokoza Gogo.
Asibonge mina ezami zikhala sengathi Indiza.
Ngicela ukwazi kusho ukuthini.❤
Camagu gogo, siyabonga❤. Then wenzani ukuze uve umyalezo.
Ameni gogo mina nginoku phupha nobaba wengane sidlela ipletini elilodwa elimhlophe nezipuni ezisilve
Thokoza gogo syabonga ngingomunye onenkinga ejalo ngiye ngenza ngaphahla njengoba usho baveza nangempela ukuthi ilaphi nkinga kwande salukwazi
Wow waze wayibeka salukazi futi uyavakala gogo asibonge
Nyanda yephahla!
Nakhoke izolo, bengingalele Gogo, yasho ingoma emadlebeni "lesi phiwo sakho usithatha kancane, kanti sivela ngaphansi" , sona lesi esiyaye sisizwe nawuzoqopha ama video osipha wona ❤👏
Bengthethelele bakithi Salukazi sami, ❤👏👏🙇. Lolubizo lwasemanzini luphakama ngamandla kulezinsuku, angilthathi kancane njengoba sebesho 🙏🙇 ngiya nakho umzuzu nomzuzu 👏💞
Siyabonga Gogo, soqhuba silalele izifundiso zakho Khulu 👏
Ungadinwa yithina 👏
Madlula! 🙇💞👏👏👏
Siyabonga gogo ukusichathazéla mahhala ulwazi ,ngoba sixaxekile ,
Thokoza gogo ,lami ezami zihleli ziduma ziluma kwesinye skhathi siba manzi.Ziduma kunga yindiza.emini lebusuku kuyafana
Ukuphupha amanzi aghcwala umgaqo ubone nomamlambo kusho ukuthini Thokoza gogo
Asibonge Makhosi eyi iezami ungathi ukhona amanzi ihlonono umsindo Kube sengathi ukhona ongibizayo Noma ngizwe umsindo wento ongathi iyawa phansi kuningi ,ngzofona gogo kumnyama
Makhosi, mina gogo izindlebe zangiphatha ngisemncane ,Kodwa manje sezabancono sekusele imisindo kuphela
Ngiyabhodla kakhulu, ngiyazamula
Thokoza gogo mina ziyaluma ngisho ebusuku angazi yini
Camagu gogo ndigqibova inyoni zitswina emadlebeni am, ndabuza myen wam ukuthi uyaziva na wathi hay emva koko ndagodola gogo ngaba kuchaz ni
Siybonga gogo kwangathi khuluma nami
Mina kuye kukhale izinsimbi nokuzamula kakhulu Uma nginabantu
Hallo gogo Uma ziluma ngize ngikhohlele ngiyaye ngithele usawoti olwangeni
Ezam ingathi kukho into ezirhwatshazayo okanye zitswine
Thokoza thonga 😮Ngicela ukubuza thonga uma uvaliwe usebenzisa ini ukuze uvuleke
Thokoza Gogo ngicela ukubuza ukuthi uma ufuna ukuphahla wenza njani ngiyabonga usazongiphendula
Ayi ukhuluma into engenzakalelako kuye kudume ngathi kunezinto ne back pain thokoza gogo
Always speaking with passion
Siyabonga kwande gogo
Yini ukuphahla gogo???
Hayiii ngabonga mina wami hlezi bamba madlebe the phambilini ngaphupha buzwa sbongo thiwa ngubani sbongo lapho seqhashiwe bhedlela kwafika mphathi wakhona wathi ubani sbongo ngasisho sbongo sami wathi ngene kanjani ngashiya kunjalo msebenzi 😢 the manje nsukwini ngiphupha yonke into yami shitshe sbongo but le sbongo bizi sona
Thokoza gogo isiprefetho nesithunywa yini umehluko
Thokoza Gogo 😁
Please share the artist and title of the intro soundtrack.
Gogo ukuphahla ekhaya elinomsindo kuyaliwa ngabe kurite
Thokoza gogo❤
thokoza gogo nami ngikulo meko😢
Thokoza gogo mina eyami ivele idume sengathi kunenyendle
❤Thokoza gogo
Thokoza gogo Mina ngizwa umsindo mangiqeda kusebenzisa umlotha or mangiqeda ukufutha
Thokoza🙏
Thokoza gogo mina nginenkinga yamaphupho angekho clear noma ngithi ngizama ukuwakhumbula ay lutho ukubuya nasemnqondeni sometimes
Tswiiiiii isho ukhuthini
Amen
Mina Kimi kukhala utswiiiii ongapheli ngicela usizo
Siyabonga gogo
Gogo miña ngiyakhuleka kakhulu 12emini3mini 12 ebusuku 3ebusuku
Thokoza gogo. Kushoni kubona umushi weNkosazane edwene phansi on the floor?
Xa uthi gogo uyalungisa kumosheke kakhulu wenza njani
Yazi lemosindo gogo oyibalayo but without izigubhu ithi maseyifikile nginokuyinika attention ngalesoskhathi ufika kodwa ngingezwa lutho eyimilayezo . Kusuke kwenzenjani or kumele ngenzenjani?
Nginenkiga yokuwa.
Uma ziluma ke kakhulu 😢
Kuba impendulo zingabiyi
ama chosen one kungani benganayo intlantla kweze mali?
Hhayi kunzima ngangithi yimi ngedwa yonke into inzima akutholakali Lula ngesimo semali,njani kodwa😏🙆
Mndau yiyo ovala izimali, ezothando empilweni yakho if ungawulungisile ngendlela
Ndim lowo ndinalo problem 😢
Makhosi
Mina gogo ilihlo alipholingogula mihla Lena angisakwazi okumele ngikwenze ngoba sengilufunileusizo kodwa alipholi lelilihlo
Thokoza gogo ngiyakuzwa konkeokushoyo nginayo leyonkinga manje inkinga yami ngigane umuntu ongakholelwa kubantu abadala manje ngisenkingeni ngoba ngisho ngifuna ukuphahla kufanele ngitshotshe engabon ngoba ngisho ukuganiswa kwabo akakuvumanga nhlobo angaz ngenze njani ngikhathazekile sizani bo.
Gogo how much online consultation
Ezam ziyaluma
Mina kukhala sengathi isigubhu emadlebeni , ngesinye isikhathi ngizwe umoya obandayo ungena emadlebeni, sometimes avaleke amadlebe womabili
MAKHOSI
Makhosi ngicela ungiphe usizo ezindlebeni kunento ongathi iyahamba kodwa sengbhekile akukhonto ayiyeki lento
Mina gogo nganginomsindo okhalisa okomsindo wejuba noma ngesinye iskhathi makusemini ukhalise tswiii kundlebe yakaright kepha manje usukhala undlebe yakaleft ngiwuzwa njalo mangilala ucala uthi ngifuna imali ngifuna imali kube nanenkulumo engingayizwa zilume left and right nanjalo eskuseni
🙏 ❤ 🙏
Mine says bhu bhu buuu
Thokoza Gogo 👏🏾. Ngiwumuntu oboniswayo uma ngithandaza. Ngicela ukubuza ukuthi ukuboniswa amakhehla edla inyama eyosiwe kodwa ingavuthisiswanga kusho ukuthini?
Thokoza 🙏🙏