A very strong emotional intelligence. He learnt so much in prison. Although I suspect that he escaped and hide for 10 years hence he is showing up now...Just another angle or I am overthinking🤔🤔🤔🤔
Waze wabola wemfazi Mzimela bakithi siyabonga ukukhulisa u Owami wenamfazi uhlezi ubhampa une Drama Kanti uhlezi endlini ka Owami siyabonga baba ka Owami uyindoda yamadoda
Wayenza lomama inkanankana inzukayikeyi imoela uqinisile uGatsheni abohambe bayofuna umqasho bobabili umaGumede noMzimela indlu ka 0wami le uMzimela akathathe lentombi yakhe bashiye lomuzi kaOwami noGatsheni laat tey move Mzimela nentombi yakho ngoba vele awulobolile yi vat & sit nje le umjolo wezingane zase primary ongayindawo hambani la get going namasaka enu nalentombi yenu enamanga isikhohlakali sesonakali lesi esitshela ungane ukurhi ubaba wayo washona ebe ephila esejele wake wafa nama ngakazi sisi 🎉🎉🎉🎉🎉 ❤❤❤❤thanx Gwajo noMalandela umsebenzi wenu uyabonakala keep it up
Gatseni uyindoda baba ngiyathemba ukuthi nabanye obaba bayafunda kule episode ngisho bobaba abanodlame. You are so humble Gatseni keep it up baba ❤ from Nelsoruit 🎉
Kwenzakalani guyz...this guy did a bad thing but at the end it becomes a good thing at the end....it's gonna benefit a child also.......But inside we women do bad decisions.....thank you guys what a novel....we can relate this as a movie....ASBONGE❤
Lomama uthanda uku-performer even the first time wakhala engathi ubengazi ukuthi ubaba wengane wayaphi. Wayidla imali yesigebengu manje she is acting like a victim, But now I can see she didn't want them asking about the money
What a beautiful episode, presenters are so humble , Boyabenyathi “ Malume “ ngizalwa uMandlovu 🙏ngibonga umoya wakho , Nawe Baba okhulise ingane 🙏. ❤❤❤
I salute Gatsheni lomzimela guys you are so humble malandela lo gwatsho niyayenza into yenu keep it up
Gwajo
mama owam mikisa untwana kubo bayomphahlela
Gatsheni is a problem solver and he has a very strong emotional intelligence. Big up bru!!!
Hayi gatsheni uya delela. Uyeva nje uba Umzimela yindoda emkhulisele umntana ingazi uba uyaphila. Ube nobonisa uku mhlonipha
A very strong emotional intelligence. He learnt so much in prison. Although I suspect that he escaped and hide for 10 years hence he is showing up now...Just another angle or I am overthinking🤔🤔🤔🤔
@@siphelelexulu3884 :OVERTHINKING!!! Gatsheni is RUDE!!!
UGatsheni u Phumlani igama lakhe and iKwamashu kwaD Lana umaka owami hahaha ayboo mshiye, weMzimela uyahlanya manje
Kahlekahle nje lana umama ongenalo iqiniso wazama uNdlovu ukulwela ikusasa lomtana kut noma engafa ashiye ingane isesmwen esiryt umfaz nje washaywa ukungathembeki ukuhluleka kubekezela
Ngize ngabona amadoda ngemphela, izinto zilungiswa ngemlomo. These are the kind of men we really need.
Gatsheni has a very strong emotional intelligence I salute him kanti uyambona ukuthi unesbindi futhi unolaka kodwa uhlakaniphile
What a performance greatest actor. Funeka ayodlala Kwakhala Nyonini lo Mama
Kodwa yin isdina😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂
Nam ndizibonela nje umlingosi ophambili
😅😅😅😅😅😅
Umuzi awbuyele kuGatsheni bakithi yiqili lomfazi..aze anemimoya ephansi amadoda bakithi siyabonga❤🙏. Siyabonga Malandela noGwajo ningamadoda❤❤❤❤❤
Ingakho enolaka ufihla izimdihlo ubolile ngyamzonda 🤞
Aw amadoda woy2 ayahlonipha shem.
Nalabafana bayayenza le nto maan
@@bongekileprudence-i8fAy diyoo,ukzonda is a big word bakithi
Alikho iqili elazikhotha emhlane
I scash futhi.....
Yindoda boyabenyathi ❤❤❤ walibamba lishisa lapholela ezandleni❤❤
Kunzima mfwthu ngoba akumnand ejele
Yooh MaGumede kuzomele ukhethe uyahamba noma uyahlala .yooòh akukho okufihliwe okungaveli .namaDoda bobaba ❤❤❤❤❤
You're really man Mr Nyathi be uyakwaz ukulungisa inkinga lathi sifunda kuwe m4wethu
Waze wazenzisa lomama sham ukhalelani nje sibonga Inyoni TV ngomsebenzi omuhle keep it up bruu
Mzimela indoda❤ neqiniso nje lokuthi asho muzi akawakhanga
UGatsheni akathathe umuzi wakhe bese ekhokhela uMzimela imali yakhe yokufundisa u Owakhe
Wena waseMazimeleni,
@@nkosinathiocean what if uMzimela afune imali engangomuzi uzoyithathaphi uGatsheni ngoba akasebenzi phela kuyadula evasithi
Mzimela naye uhlale mahala naye laykhaya 50 50
Wow, This is what we call africanism. these two men are far ahead of time in resolving complex issues like these.
I salute uGatsheni. He's truly rehabilitated and unomoya ophansi
Ngiyabonga Malandela no Gwajo ukulandela uhlelo lwenu phambili bafana bami 👏👏👏 phikelelani phambili, 👏👏👏
Iyooh or Owamis mom is a dangerous mother but anyway I forgive u .
Nawe ufuna irent kamzimela uma yena. efuna imali yokufundisa ingane❤❤❤❤❤❤❤
Very true😂😂😂
Hayi bo ukufaka upetrol
Yebo 😂😂😂
IDrama engaka!😅
😂😂😂😂
These two men are down to earth,banemoya ephansi,so humble uyakwazi kukhetha uMagumede
Ubadonsa ngamakhala
😂😂😂😂😂😂
Nami ngyamvuma lomama uneso
Bazomquma ukuthula kaka Gantsheni akukho right
😂😂😂
Limlahlile idlozi losisi
You guys are so mature, the way you handle things, you are amazing, siyabonga kakhulu shem
Ngakhala izinyembezi ngiyindoda, it's a very touching story. Ungiqedile Gwajo..kanti washona.,.Hhayi nivuthiwe bafana ngiyanmvuma..,.imizamo yenu nonke
Gwajo mfwethu uyamangala 😂😂😂🤔🤔🤔
Mama uyinyoka ubulala umuntu phila 🤔🤔🤔
@@MathezithaSibiya yes bakhulile ngampela gwajo malandela usemncane but upside ekukhulumeni
Waze wane respect Mzimela uyindoda nawe Gatsheni nihloniphekile ukube abanye ngabe babambene ngezandlaa Magumede iyoooo
Baya actor laba.
Akunamali akumele ayithole umzimela ubehleli mahala emandleni enye ndoda
Kufanele akukhona kwakhe lapha
Kuwo wonke ama show wenu bafwethu nguyaqala ukukbona kungekho drama and ngyamthanda u gatsheni,he is so humble and rehabilitated
😮😮Wow please give this woman her award for best actress in kwenzakalani inyoniTV award
I love you guyz Gwajo Malandela ilandeleni bafanabakithi
Salute you guys Malandela Nogwajo ngingakhohlwa amabody guard ngithi nje akwande 🎉🎉🎉🎉🎉 keep it up guys
Kukhanye ikhokhe i Yourube babe Lishi 😂😂😂😂
Niyayishaya intoyenu nestori senuniyasazi bafowethu guys ngithi bigup the gud job ngiyanithemba mina❤❤❤❤❤❤ 🎉🎉🎉🎉🎉
Usho kahle bafo bakhaliphile ngempela naturally intelligent fighting for the powerless in society
Into engiyithanda ngo Gwajo no Malandela benza sure ukuthi bayalandela kuze kube sekugcinen. Abayishiyi into ilenga ..nabanye ababonele kubona .Danko .
Waze wabola wemfazi Mzimela bakithi siyabonga ukukhulisa u Owami wenamfazi uhlezi ubhampa une Drama Kanti uhlezi endlini ka Owami siyabonga baba ka Owami uyindoda yamadoda
UMzimela elinye iqili elihlala entombini uphi owakhe umuzi, uzothola ukuthi ushadile emakhaya. Ingane ino 25years uhlale leni angamshadi Uma Gumede. Uyambona ukuthi udlisiwe nje.
😂😂😂
Uhlulwa nawukupenda ngaphandle uMzimela.
Opportunists and uzothola ukuthi kwa Owami lowo uhanjizwe yizo lezinto zo Step fada abathi bamfundisilen
Yaz ungaqinisa xem uthol ukt unomfazi emakhaya ngob sebehlal iskhathi eside kangaka engayovela kubo kamagumede😢😢
😅lomama ngicela lumthathe uZalo she's very good to be a actor 🎉🎉🎉
Mzimela uyindoda,siyabonga ngelinye ilanga uyokubulalisa loyo mfazi,phuma uphele lapho
Eyi lomfazi akanaqinioso💔
I love umoya ka Gatsheni 🎉can't wait for part4.
Malandela and gwajo niyibambe njalo. You deserve a bell❤
Yisigebengu lesi somfazi 😂😂
that is the dangerous part ukuthula kwakhe
Absolutely ❤
@@LulamileMnanimele ahambe ayo act ema movini ase nigeria lo 😂
Nbikubona konke okokuqba.amanga gatsheni file vukile manje kwabafileyo
Yho umfazi yinyoka 😮
Uyazikhalisa yhooo 😮
Very dramatic this one. Best actress goes to MaGumede
Very true
Ukhohlakele lomfazi uzenza into ekhalayo
😂😂
And ukhala izinyembezi zengwenya lomuntu akakueizevi kubizwa ngomfazi wona igamalethu bafazi
Lungisani isizwe!! Muhle umsebenzi wenu ❤❤❤
Kakhulu 😢
Ngabona ngokukhala kanjeya kuthi lomfazi isigebengu. Unenhlanhla ke kodwa yamadoda athobile lodrama queen
Yhooo sis waze wakhohlakala wabola, ufuna enye indoda idle amandla ka Langa ,,,nawe Mzimela yiba yindoda phuma nalo Nondindwa wakho oqamba manga ,n kuyabonisa nakuwe uzokwenza kanje,yiba yindoda Mzimela ungabi yi nkamela hambo funa owakho umuzi
Wish u all the best Gajeni uyindoda emadodeni labo abaphume bayofuna wabo umuzi 😢😢😢
Kunjalo mpela abafune indawo yabo
Waze wanomoya ophansi umzimela and muhle ufana nomoya wakhe👌🫶❤
😂ayike sengyakusola engathi sekuvunguza umoya wo♥️
@sthepsishisthe kwazise vele ngizishimele🤣🤣🤣🤣🤣🤣kona ngicathi singaxoxisana sinaye
@@BuhlebendaloMbhele-xp6kg 🤣ngyakuzwa mushweba ke ngakuyena uzame phela nangalana kumina ukushima ifana fanayo mina nawe
@sthepsishisthe 🤣🤣🤣🤣🤣🤣kazi umjolo sawona ngani
😂
❤😅 Ndichazwa yile ithi " asingene ngaphakathi singaze sbukwe ngabantu" kodwa bakwi tv already sebeyabukwa vele... Malandela yindoda uliciko yhoo 🤘🤝
😂
I salute both guys naza naba neqiniso nazithoba umama wenzile iphutha mxoleleni Mzimela ngiyabonga okuhle okwenzile
MaGumede has learned that secrets have a way of coming out and when they do you never ready for them😂😂😂
Indeed
Into engiyi thanda ngale show into niyayilandelela nize niyofika ekungcineni nayo siyabonga inyoni tv iphuma phambili ❤
I salute you guys Gwajo no Malandela naba qaphi benu niyawushaya umsebenzi wenu sinifisela inqubekela phambili❤❤❤❤❤
Uyindoda Mzimela ukumela iqiniso nangendlela akazithobe ngayo nobuchule bokulalela uma umuntu ekhuluma. Salute nakuGatsheni ngothando analo ngengane yakhe
@inyoni Tv bafowethu gatsho niyasebenza impela kodwa magumede wukhohlakele sis.babu mzimela uyindoda yamadoda. #babu gatsheni uyidlalile indima uyindoda yadoda mbonge ukukhulumisana njengamadoda ngemoya ephansi salute
Mama yiqili Siyabonga baba Mzimela Kuba nomoya phansi hlukana nomagumede ngoba zokufaka nkingeni Gatsheni yehlisa Moya Mzimela Kazi lutho 🙏
Lomama icroock shame
Sigebengu ngempela lomama
Usathane qobo lomama kube lamadoda bekuloluhlob olunodlam bekophum iadumbu
Uyafana nesfebe ngangishade naso nsee
From TIKTOK ngizobona Lesmanga saMama ongabongi ofunq ukuphindisa indoda ejele
15 piece 15 piece can you make this a sound 😂😂😂😂😂 ngisafuna ukwazi mina ukuth usho u 15 million yini 😂😂😂 and kanjan kuthengwe lendlu 😂😂😂
Nam from there
Amahlathi aphelile akusekho ukucasha maGumede.uyiskhohlakali yikho uvuka ngolaka nje.
Lomama ukhala ezengwenya..akazange ayihluphi ukufuna noklandelela ingani wathi indala ina 25 jikijiki nywe nywe nxoleleni nfuniseni ngani yam mxii suka sgebengu skhohlakali akabongi..thum up team nyoni tv
Nje ukhohlakele lomama
inqumo ayithatha esemncane akalibukanga iphambili lenqumo zakhe umqondo wawungakavuthwa isifundo lesi kubantu abasebancane sokuthi Cabanga ngaphambi kokuthatha isqumo uyadinga ukuxolelwa yena cause konke okwenzeka kuye kwakungalingani nenqondo yakhe
Lo cc ndini mufundli i umsebenzi soul Actor she can do very well
Crocodile tears maGude ngiyakwesabaaaaaaaa......
Hawu usisi ezihlanyisa kangaka watshiyelwa isizumbulu semali😢
Usile unamanga enjalo nje
Yeyiiii sifa sazi 😂😂😂😂😂
Yikho ezibhuqa bhuqa phantsi ubalekela amaqiniso lomfazi
@bongiwesithole9376 kikiki
@@bongiwesithole9376lomama uyiqhili, wadla imali nomzimela doti yamama
Mzimela mfethu izicathilo azigcwale udaka😂
Waze wayinkinga nangumuntu wesfazane.
Akafutsege aphume loyo
Akukho okunye 🤷♂️amandla endoda awapheli uMzimela akayokwakha owakhe ,esh nalokungena ngesende 🤦♂️
😂😂😂
Hamba Mzimela bungene ngeCigar 😅
Wayenza lomama inkanankana inzukayikeyi imoela uqinisile uGatsheni abohambe bayofuna umqasho bobabili umaGumede noMzimela indlu ka 0wami le uMzimela akathathe lentombi yakhe bashiye lomuzi kaOwami noGatsheni laat tey move Mzimela nentombi yakho ngoba vele awulobolile yi vat & sit nje le umjolo wezingane zase primary ongayindawo hambani la get going namasaka enu nalentombi yenu enamanga isikhohlakali sesonakali lesi esitshela ungane ukurhi ubaba wayo washona ebe ephila esejele wake wafa nama ngakazi sisi 🎉🎉🎉🎉🎉 ❤❤❤❤thanx Gwajo noMalandela umsebenzi wenu uyabonakala keep it up
Awu gatsheni uyindoda efundisekile uphansi ngokomoya angnandaba negundane elingu mzimela uyindoda gatsheni salute kuwena
Wow ngiyabonga kulama doda amabili athobelene kakhulu ngathi kungaphetha kahle
Amadoda ngempela lawa... Akuliwa kodwa kuyaboniswana🙏
Gatseni uyindoda baba ngiyathemba ukuthi nabanye obaba bayafunda kule episode ngisho bobaba abanodlame. You are so humble Gatseni keep it up baba ❤ from Nelsoruit 🎉
Ukulunga kwakhe kuyingozi
Amadoda angempela lawa 🙏 kungabanye ngabe sebebambene ngama washin worse uGatsheni ngabe udinwe kakhulu
probably ijele limthethe amandla
Kwaze kwanzima Ndlovu awuyona lendoda ebalekela igazi layo.ukutshontsha ukuboshwa ugwetshwe iminyaka ngenxa lothando lomndeni.ukuzamela igazi lakho.ngenxa yothando ukhethe ukufa keep it up.unalo uthando
Gatsheni uyindoda emadodeni ngokubeka umndeni wakho phambili yizeke noma lowawumthembile alandela igama labo ufa azi(umfazi) ukuba wakthola kqala wayezokbulala wobonga abakini noMdali big up NDODA YAMADODA
Best movie ever!!! let me go get my popcorns 🍿 movie can start Ngatyeni. 🎉😅
😂😂😂
😆😆amanga ahlaza lawa
Akuyona iRDP house kanti leña?
Awazi lutho ke wena mina ngiyazi live lento iqiniso leli
Kwaaa @@mphumzigwiliza4799
Ngisacela uGatsheni ngiyakuthanda ❤
@@ThembekaNqunqa 😂😂😂
😂😂😂
Naba abafana bani, izingane zami .futh nina ..niyasishaya spani zingane zami..okuhle Kodwa !!..
Ayi uyindoda Mzimela uphile njalo mfwethu ..🎉🎉
Big up guys muhle umsebenzi wenu I salute you phambili ngomsebenzi omuhle, bomama asibeni neqiniso
Ngyaqal uksheshe ngfike Happy birthday to me💃💃💃
Happy birthday to you 🎉🎉🎉🎉🎉
Happy birthday ❤❤❤
Ngyabonga kakhulu zithandwa zami❤️❤️
Happy birthday dear🎉❤
Happy birthday 🥳🎉🥳🎉🎉🎉🎉🎉
UMzimela ukukhulisa kwakhe u Owami wamfundisa kwakusothandwen analo ngomawengane angicabangi ke ukuthi uGatsheni khona akukweleta uMzimela ngalokho kodwa ngingakhohlwa futhi ukuthi uMzimela wenze umsebenzi omuhle empilweni yengane yakhula phansi kothando lwabazali bobabili
Umzimela wayengathunywanga gatsheni kuthi afundise ingene u Gatsheni wayishiya imali kunina yebo usebendzile kuyikhulisa kodwa akaphume ekhaya lika gatsheni athathe umkakhe bashiye umuzi wabantu
😮
Yebo@@mduduziMavundla7242
Part 4 plz kungaze kube u part 10 uma kwenzeka Thanks Gwajo noMalandela niyayenzainto yenu🎉
Baba Gatsheni the house is rightfully yours🎉
Nja abahambe bonke laba 😂😂😂😂 singazodlala lomama oyiqili
Kodwake inamandla Gwajo leyokuthi uyinibonga ngelinye ilanga ngoba loludaba libucayi kakhulu ngampela isdumbu syaphuma ezimeni ezinjena syabonga 😊
Yoh uMaGumede😏...ai ayikhulumeki lento yaloMama ngempela. I'm speechless 🤦
Inyakanyaka awcabange uMzimela sekumele ayokwakha 🤷♂️ngabe kade akha ubhizi ufundisa ingane uyabondla🤔
Lomfaz noMzimela abaphume bahambe kulomuz okaGatshen lomuzi uma wena ungasamfun uGatshen hambake noMzimela uphume emzini kaGatshen
Yoooo 👀le actor ibuyile futhi... kwekhuu 🤣🤣
Ai buka umhama ngathi yfilim
😂😂😂
N uyakhona😂😂😅
ayi lensizwa zisukile Zama. Guard Zona uqobo be strong bafana🎉
From 🇸🇿
Thank you Mzimela & Gatsheni ,ningamadoda bafowethu for appreciating each other.
Ye mama shiyani u Gatsheni emzini wakhe ku nini uzihlanyisa kanti udaba uyalwazi phuma no Mzimela wakho hawwwww
And kazange abelinqiniso enganeni
Waze wa humble nkosyam mzimela,Sono lesi&bg up to mzimela for kuba humbled
Abambonelele xem he must get something plz
Modimo ale etse hantle ka mosebetsi o motle oo le o etsang 💪💪
Mina ngizithandela nina nje Gwajo ninoMalandela ngicela ukuba nesithembu sami nje ngani esisemthethweni ❤❤😂
Ngiyathemba Gwajo noMalandela anisidlaleli sona iskeshi kuloludaba madoda. Kungaba into embi ngempela uma kungabanjalo
As much as umaGumede eDramatic,asbonge ukwazile ukuwthenga uMuzi...awube owaOwami umuzi cz vele usephumile kuGatsheni. Mzimela ubile indoda eqotho,wamthanda umama ekhulelwe,wayikhulisa ingane,wanakekela ikhaya. Zamani indawo yenu niphile neDrama queen kowenu umuzi,cz ts nt lyk awuAfford.i
Gatsheni sengathi ungasikeleleka,okufisayo kufezeke cz wow kuningi osukzamile nodlule kuko wenzela usapho lwakho.
Nyoni 📺 sbonge,muhle umsebenzi❤❤❤
Qubekekani phambili Next Episode please 🎉❤❤malandelelanani Nyoni TV
Malandela & Gwajo guyz sbonga indlela eniphethe ngayo lolu daba, umsindo awukho syabona Mr Mzimela & Gatsheni imoya iphansi bayayiqonda lento ekuxoxwa ngayo abazami nokuthi balwe
Bese ngithi Mr Gatsheni ay brazo into kade uyiboshelwe iyakhombisa konke buwenzela ingane yakho no nina wayo
Wathwala kanzime jele kwaze kwaba isgwebo syaphela 🙏🙏
I look at this show for the second time guy keep up the good work
Akahambe ayo actor lomama ngeke unekhono bo😱😱😱😱😱
I salute you Gatsheni . You show that you really care for your child.
Kwenzakalani guyz...this guy did a bad thing but at the end it becomes a good thing at the end....it's gonna benefit a child also.......But inside we women do bad decisions.....thank you guys what a novel....we can relate this as a movie....ASBONGE❤
Yeka kukhuluma isingisi esingenamsebendzi ukuthi wendze bad things akekho there is no one who didn't do bad things in life
Gatsheni yindoda yes benza ubugebengu mangizwa but into ngiyithandayo washiya imali kumawengane esakhulelwe nokuthi athenge umuzi ahlale nengane ingahlupheki
Nyoni TV👏🙌💪💪💪
Lomama uthanda uku-performer even the first time wakhala engathi ubengazi ukuthi ubaba wengane wayaphi. Wayidla imali yesigebengu manje she is acting like a victim, But now I can see she didn't want them asking about the money
Lapho ungicikani
Lento amanga
Shwele lomfazi owayetetema kangaka wayefuna Gatsheni angamngeni ngendaba yemali 😢
Usile
😂😂😂😂😂😂uyiqili U Cc
Siyabonga nyoni tv windoda gatsheni syabonga mzimela ukuzithoba
A good stepfather Mzimela with unconditional love.❤
Gatsheni the real man i salute you uyindoda emadodeni decipline Man
Ayi idrama kamaka Owami hhayi shame 😂😂😂😂😂 Nyoni tv muhle umsebenzi wenu ❤❤❤
Waze wangicika muntu wesfazane 😢 Hau we bant besfazan. Kodwa gatsheni mmm nawe mzimela ningaxabani no gatshen hauuu nkosi Yaze yabuhlungu intoooo 😢😢😢😢 Jehovah
Mele ayo act lo mama kulama movie ase najeria amgasile 😂
Umaka Owami bekumele amazise ubaba wekhaya ukuthi khona abantu abakhona, kungaze ubaba wekhaya avuke ngenxa yomsindo.
Ungathi esaqambamanga ethingane ivakashile nabangane.Kushuthi akamtshelanga nokuthi ubaba usebuyilejele
Ubaba waliphi ikhaya?
Angithi sigebengu lomama
Siyabonga madoda ngokuhloniphana mina Gatsheni angiboni kuwumbono omuhle ukukhokhela uMzimela indleko zakhe zokukhulisa nokufundisa ingane kwakuyinto esuka enhlizweni yakhe...Ai ke angikhulumi lutho ngeliqili liwumagumende elikhala inyembezi zengwenya..
Wow zinsizwa zakithi niyawenza umsebenzi wenu big up guys🤜🤛🤝
Akukho okufihliwe okungaveli
Nd iqiniso linendlela yalo lokuziveza ,mama uyskhohlakali
Watching from Eswatini, Sithobela . Inyoni TV good job bafethu🎉🎉🎉🎉🎉
Mine sengititsandzela Gatsheni
@@mahlalelanonhlanhla4986😂😂😂😂😂mutsatse yati
LOMFAZI IQILI, INTO EYENZA INGANE ANGAYILANDELELI INGOBA LOMFAZI USHISWA AMANGA AKHULISE NGAWO INGANE, ZENZA UMZALI OQOTHO. IPHIXIPHIXI LOMAMA
Mina ngithi wabunjwa ngawo avele aziphumele kodwa nengane inehaba
@@SnethembaFaithPhiriukubanjwa ngamanga akusho ukuth khulisa ingane ngamanga uthi uyise washona and akayshiyelanga lutho sdwedwe ndini. Uylimazile lengane ngobuqili
Umthakathi, othanda indoda, ngamandla enye indoda engamenzelanga lutho
Keep up the good work Malandela no Gwatsho ❤❤❤❤niyawazi umsebenzi wenu,,,,,,big up ku Gatshen for being a humble man in situation like this 🙏
Wow wazewayi gantleman Gatsheni indoda eqotho yenzanje nawe babuMzimela utshengisile ukuthi uyindoda esimnkantshubovu Siyabonga madoda
Umuzi owemali kalobaba lomfazi akaphume nendoda yakhe behambe nendoda yakhe kubuye owami
Bendinikhumbula malandela no gwajo mhle umsebezi wenu🔥🔥❤️
Lomfana ngumthakathi
Maka Owami nobaba ka Owami babeyi couple enhle ingakho benengane enhle😊😊
What a beautiful episode, presenters are so humble , Boyabenyathi “ Malume “ ngizalwa uMandlovu 🙏ngibonga umoya wakho , Nawe Baba okhulise ingane 🙏. ❤❤❤
Uyindoda Gatsheni ebunzimeni obungaka wayibamba Ishisa, nawe Mzimela tnx ngeqiniso lokuth akuwona owakho umuzi