mina ngisfunde ngalomaskandi omusha isginc... I even developed bad finger picking habit... manje ngiqala phasi kwa-A. Dankie mfoweth. Can't wait for part 2.
Bafoe bengicela ma uzokwenza ama video ufundisa abantu uvele wenze I video yakho ufundise ungaqali uxoxe cishe kwi video yakho yonke ngoba abanye sisuke sine data elincane singene sifisa ukufunda kodwa masibona uxoxa kuze cishe 10 minutes kuzoba nzima ukulandela ama video wakho ungangizwa kabi mfowami
Thanks bafos ngyabonga kakhul ngzokwenza njalo la bekusayi intro then bengfisa konke kbonakale than my my next vid kzobe sekshesh bafo thanks ngombono wakho bafos
Waze wawusizo bhuti
❤ mfwethu syabonga ngesfundo sakho syacela ukuth ungasheshisi kakhulu uma ufundisa uveze intambo ngayinye uma uyithinta futh ngcela unganyamalali kakhulu ubuye usnike ezinye ifundo
Ngyabonga ngzokwenzenjalo bhuti wam
Mfwethu kade salinda scela uqhubeke phela 😭🙏🏾
Winkinga mfokabhuti sfundise ndosi
isiginci sikamjikijelwa siyiliphi cela uma uthola ithuba usihlaziyele sona uphinde usishayele sona🔥🔥🙏🙏
Ohk bafos ungasabi
Sicela u lesson 2
Sbonge Magaye mfethu siyacela ukuthi uma uthola iskhathi uke usfundise iyhlabo 1 noma 2 yazo ukuze sizobona ukuthi ezintanjeni ezncane kubanjwa kanjani noma kutayelwa kanjani.
Dankie bhuti aknanking ngzoyenz
You are the best mfethu, but please be slow, sizobona kahle. I'm looking forward to part 2.
Ohk mnganam ungasabi sosha lami neh plz thola nabanye uba sharelele i link mnganam neh bezo subscribe sithi ukukhula bafwethu siyi page sonke yabo
Vico bafo 🤝
Wakithi
Bafo syabonga zithini lapho kokhiye kwiTuner ngisacela ungibhalele ama alphabet🙏🏽
Ohk lazy brother
Waze wangkhumbuza ubab’u Mphatheni Gobuhlanya Khumalo- aw zohambiynsizwa😢
Kwakwinsizwa phela lezo
You are on fire 🔥 🔥 mfo kamagaye. 👌👌👌👌👌👌
mina ngisfunde ngalomaskandi omusha isginc... I even developed bad finger picking habit... manje ngiqala phasi kwa-A. Dankie mfoweth. Can't wait for part 2.
Dont worry mnganam kzolunga practice nj bafo kzoqonda
Mina ngingufakazi lendoda yangfundisa ngingazi lutho ay manj impel nghlehlisa abaningy
It's amazing Ndosi I've been waiting for some playing like this
Thanks bhekumuzi bafos still more to come like and subscribe and press the bell icon
Ayy bafo ngikuzwa kahle
Kodwa ngicela ube slow mfwethu mna ngiyi slow learner esbamba singadedeli kodwa
Dont worry mfanakithy kzokwenzek konke
Ulozolo Magaye 🤙 Kodwa inumber awusayishiyanga
Ngzoyshiya manj ukuze sibe ne whatsapp group bafwethu
Muhle umsebenzi Magaye inkinga ufundisa sakufundisa umuntu osenolwazanyana, yehlisa ispeed inote uliphinde noma kathathu, ukhombise nokuthi intambo oyidlalayo ihambisana kanjani nesandla esikumafret ngolonwabu. Siyabonga kakhulu ukuzixaka uphose esvivaneni
Dankie Sihle mfokazwane ngizwe kahle bafo
Wazihlaba mfwethu kwagijima igazi
Ngyabonga bhuti mjozana kakhul ngyabonga
Yey lendoda inamandla
Ndosi phambili mfwethu uyakwazukucathulisa umuntu kahle,up brother
Ngyabonga mf2
THNKS BAFO
Next time ungidlalele uBhaca please bafo
Ohk mnganam
Up nkab ✊✊✊🙌🔥
Thanks
Ngyabonga Mr chamane
Ngyabonga bafo ngidle amaningi esakeni mnewethu
Nazoke nathi sisazoqhubeka mnganam ungasabi neh awthole nabanye phela bafo bezo subscribe babuke
Siyabonga tifundvo Ndosi. ngicela kubuta. Ituning ngiyo E-A-D-G-B-E?
Only first string is unique brother
Ngyabonga mfoka baba senghleli ezinyathelweni zakho
Ngyabonga mf2
Inumber yakho mfo
Khuphuka mkhaya wami
Nazoke mkhaya ku late wethu
Hah Waze wasisiza ndossi
U MORE THEN WELCOME BROTHER
Umasimba ntwana yami uyinkinga yerrr banna
Dankie sosha lam
ugqilaza kuphela NDOSI
Akukho okunye kyaphoqa sosha lam
ubafo uthi imfino 😭😂
🤣🤣🤣🤣kyadelelwa la sosha lam
Hi Bhuti. Uthe uzo faka ama numbers wakho kodwa sengiyi bheke kayi two i video awekho ama number. Ngicela uwa fake bo. Angikho kwi tik tok mina
Snanzoh cele kwa facebook ngzoknika i hope uyaz bafo u youtube uya block if u provider ama contact details
Sabina mf2
Bafoe bengicela ma uzokwenza ama video ufundisa abantu uvele wenze I video yakho ufundise ungaqali uxoxe cishe kwi video yakho yonke ngoba abanye sisuke sine data elincane singene sifisa ukufunda kodwa masibona uxoxa kuze cishe 10 minutes kuzoba nzima ukulandela ama video wakho ungangizwa kabi mfowami
Thanks bafos ngyabonga kakhul ngzokwenza njalo la bekusayi intro then bengfisa konke kbonakale than my my next vid kzobe sekshesh bafo thanks ngombono wakho bafos