Sithini Isintu Ngamaphupho, Umsamo Nangokunye? | Indaba Yesintu

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ก.พ. 2022
  • Are you struggling to find incazelo yephupho lakho, ukwelashwa ngokwesintu or information egcwele ngesiko lakho kanye nosiko lwakini?
    Buza noma yini ngesintu on #indabayesintu as sisukesiphethe izazi zethu ezizosihlahlela indlela.

ความคิดเห็น • 20

  • @nolwazispatala2170
    @nolwazispatala2170 2 ปีที่แล้ว +4

    Siyabonga for sharing ulwazi lwenu 👏👏🕯

  • @nananxumalo1990
    @nananxumalo1990 ปีที่แล้ว

    Yho guys I really love your show.

  • @nomfundongubane8758
    @nomfundongubane8758 2 ปีที่แล้ว +3

    I love uNdabezitha❤️

  • @sikelelambatha5270
    @sikelelambatha5270 ปีที่แล้ว

    Ngiyamphikisa uMageba, uyalapheka umuncu, inkinga abalaphi bendabuko basuke bazame ukulapho ngendlela eyodwa nokususa isilwane, mase kungenzeki.

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 ปีที่แล้ว +2

    Enkosi bo tata

  • @gugumakhubo2025
    @gugumakhubo2025 2 ปีที่แล้ว +1

    Sanibonani boMkhulu. Akumele bathatndane ngoba mhlawumbe kungaba umama womfana kungaba ubabekazi.

  • @nqubekophewa2295
    @nqubekophewa2295 2 ปีที่แล้ว +1

    Wow kulena ekamama I can attest maybe nowami usandokungena edlozini because ngisandokumphupha , ushone 2015 kodwa bengakaze ngimphuphe wow.

  • @happynkosi3834
    @happynkosi3834 2 ปีที่แล้ว

    Ngicela inobolo yocingo ka Dr khehlelezi

  • @thandekilembele107
    @thandekilembele107 2 ปีที่แล้ว

    Ngicela owaziyo angichazele ngendaba yokubona amaxoxo all the time in the yard. Kuchazani ngoba mangibheka bathi inhlanhla.

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 2 ปีที่แล้ว +1

    Sohlaza

  • @josephlephoto8880
    @josephlephoto8880 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona sohlaza!
    ngicela ukubuza lana, ngiphupha ngiyahlolwa, usuku lokucala ngiphupha ngihlolwa ithwasa, next day ngiphupha ngihlolwa isangoma then on the third day ngiphupha ngihlowa inyanga, ngabe kukhuluma ini lokhu ngoba ngomuva kwalokho amaphupho wami wavaleka.

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 2 ปีที่แล้ว

      Bona umelaphi wendamuko omethembayo okunye ungaphahla kuze uzothola incazelo esobala

  • @mamsytshabalala3809
    @mamsytshabalala3809 2 ปีที่แล้ว

    Thokozani bengicela Ukubuza..kuthiwa nginabantu abadala ....ngisese khaya nginabantwan abathathu nabazukulu ababili....kuthiwa umfwethu ongilamayo uphendulele idloz angisaboni lutho noma kuthiwa ngyaphahla akukho okwenzekayo....kudala ngihamba abantu....angitholi sizo....kanti inkinga yin asisaphuphi nokuphupha

  • @thuthukahadebe4266
    @thuthukahadebe4266 2 ปีที่แล้ว

    Hhayi kodwa ngyakhala ngoMageba mina angifuni ukungasho. Izinto uvane athi zijule kakhulu.