Ulotsholwa kuphi uMuntu oDivosile / obuya emendweni? Sithini Isintu?

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 ส.ค. 2024
  • Isintu imithetho kaMkhulu woMkhulu bonke abamelene naso baphika uNkulunkulu uqobo

ความคิดเห็น • 24

  • @thulilequeen2492
    @thulilequeen2492 ปีที่แล้ว +4

    Yoooo waze wayibeka savuleka amehlo kade sigcwele inkungu ,onendlebe uzwile Mpunga ,cha uyasivula amehlo kuningi nje engikuvundayi soloku ngilandela la kuMpunga yesintu ebengingakwazi Amen mkhulu.

  • @mlungisimosiea
    @mlungisimosiea ปีที่แล้ว +3

    Shaya Mpunga

  • @Makhuthani_Digital_Marketing
    @Makhuthani_Digital_Marketing ปีที่แล้ว

    Ngbingelele Mpunga ye Sintu.
    How do i purchase one of your books

  • @mthokozisimthembu1160
    @mthokozisimthembu1160 ปีที่แล้ว

    Siyabong Qadi

  • @siyandangema-dp9uq
    @siyandangema-dp9uq ปีที่แล้ว

    Yebo, isintu singcwele asiyiwo amanyala.

  • @miss_babongilemanciya1020
    @miss_babongilemanciya1020 ปีที่แล้ว

    Hi Mpunga, uma ulotsholwe una 16yrs, bekuthwalile ungavumile, bekuthathe ukhala ungamazi nalowo muntu osiwa kuyena, uma ufika lapho weqe ubaleke kuyicala yin ukweqa ubuyele kini, ma usubuyele kini kuyicala yini ukuthi ma usumdala usuqede iskole ususebenza ugane? Remember bakulobola una 16, bakuthela ngenyongo, wabaleka after that

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 ปีที่แล้ว

      Ei iyasindake le eyakho,konakala ukuthi uze uthelwe ngenyongo.

    • @miss_babongilemanciya1020
      @miss_babongilemanciya1020 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 baganga ngami labayabantu ngimncane, bebadala. Bethi kusho isintu

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว +2

      Ngicela ukwenza video ngiyichaze indaba yokuthwala uyobe ususho uma ungaphendulekanga

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 ปีที่แล้ว

      @@miss_babongilemanciya1020 iSintu sethu sigcine silimala siphelelwa nayisthunzi ngenxa yabantu abasisebenzisa ngokungeyikho.kodwa Ake silinde umfanekiso oqoshiwe othenjiswa yiMpungaa...

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว +1

    Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว +6

      Isintu yimithetho kaNkulunkulu ayidalela ukuba abantu baphile ngayo, ayi ibhayibheli leli lakho ohlezi ucaphuna kulo amavesi imbudane leyo

    • @mlondolozindlovu6348
      @mlondolozindlovu6348 ปีที่แล้ว +1

      Kamampela nje yimbudane indaba eyebhayibhili awusi yekele, lah kumpunga yesintu TV sikhuluma isintu njer

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Ngiyezwa mpunga, ngisacela ubufakazi balokho okushoyo please.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      @@mlondolozindlovu6348 Liyimbudane malithini ibhayibheli Gatsheni Boyabenyathi?

    • @Bushdoctorism
      @Bushdoctorism ปีที่แล้ว

      7:34