Sithini isintu about inaugurating abantwana officially ubabike edlozini in a form of ukukhungwa or imbeleko? Kubaluleke ngani and if ungakwenzanga ucindezeleka kanjani?
Ngcela ukubuza kuthi uma ngagana ngokusemthethweni kodwa ingane yokuqala kwakuyntombazane and yaphuphuma yase ilanywa ingane yomfana. Ma kwenziwa imbeleko yenzelwa bani lo owaphuphuma noma lo umfana olama lo inono
Thank you for the episode. Where are the rest of Indaba Yesintu uploads???
Appreciate and love Mkhulu Impunga,Thank you Gagasi for bringing him for these teachings that are so important to us.
I didn't know about imbeleko before this show. This is informative 👏
Siyabonga Alex n Mlekeleli ngesintu sethu . Inkinga Yami angazi ngingakwazi yini ukwenza imbeleko yakomalume uma abafowethu kakhulu engiyiwelw naye engafuni yena ukwenzelwa lembeleko ekhetha uluhlala ngenkani Kubo kababa ekubeni mina ngiyithola indaba kuthi siyabangeka kudingeka siyekomalume siyobikwa khona kodwa yena akakholelwa kulokho uthi akayi lapho. Ngicele ningisize ngoba nabazali abasekho sihlezi sodwa nakomalume kusele abangazi kuthi kwenzakalani ngomama
This conversation ingifundise lukhulu. Ngyabonga impela. 🙏🙏
Siyabonga ulwazi enisicushisa ngolwazi lwabantu😮😮😮🎉❤
Thank you so much Gagasi FM ❤️💯
Ngingathokoza kakhul mangingaphenduleka, isimo sami sithi mina nabafwethu nodadewethu , sazalelwa komalume kepha sebahamba bonke nogogo naye, umbuzo uthi mangabe senza imbeleko ngubani oyosbika noma asikhulumele, ngoba nengane zomalume zihlala komawazo. Azisebenzisi isbongo sakogogo noma esakomalume
Ngaze ngafundiseka
Mine angikahlawulwa ngihlawula Njani ngiba ngihlalanazo
Nginabafana ababili. Ngazwa kuthiwa imbeleko yenzelwa ingane endala kuphela. Manje akaze ngimenzele owam. Usekhulile impela. Umbuzo wam uthi ngingamenzela yini noma owami umzali engakaze angenzele. Ngamtholela ekhaya lomntwana. Futhi uyingane ehluphayo nje nayo im eleko iyakhaleleka
ama shwo awsasiniki Alex Sbonge bese silambile
Ngiybingelela ngicela ukubuza Uma unezingane eziningi uthenga imbuzi ingane ngayinye yini
impunga yesintu ibingambi yodwa ayyy ibihamba namakhehla even ukbukeka kwakhe
cha sbonge mkhulu ubushaya ngqo
Isingapha iMpunga yesintu madoda iyabeka lensizwa umhlahla ndlela yesintu nempilo
Mina ngahlawulwa kodwa kuthiwa kumele ngiyokwenzelwa kobaba
Ngyabonga Mina, umuntu ufunda Mina namalanga
The salutation!!!😂
Ngcela ukubuza kuthi uma ngagana ngokusemthethweni kodwa ingane yokuqala kwakuyntombazane and yaphuphuma yase ilanywa ingane yomfana. Ma kwenziwa imbeleko yenzelwa bani lo owaphuphuma noma lo umfana olama lo inono
Zizokwenzelwa zombili koMalume bazo, intombazane eyaphuphuma kanye noMfana oyelamayo
Ngyabonga kuyezwakala
Nalona owaphuphuma uyenzelwa konke,umetha igama,umembathise ebese umenzela ibheshu noma ukumgeza.okunye usuyokuzwa ngaye Uma enzelwe kahle lokhu uyokwazi nokuzikhulumela Uma kukhona akudingayo
Ngibonga ulwazi kuSolwazi uMbanjwa engilutholile nakuwe Mthiyane elisnika lona njengesintu so bengfisa ukbuza la mayelana nohlobo lobulili lwezimbuzi ezihlatshwa ngosuku ezisetshenziswa ngosuku lokwenziwa kwembeleko nanokuthi uma wenzelwa lolusiko kubalulekile yini uma umama wami uma engagcagcanga emshadweni wakhe washada lo wasesontweni kuphela ukuthi mase kuphothuliwe usiko lokwenziwa kwembeleko ngishintshe mina nabantwana bami isbongo sakithi kokweI.d ngibuyele ngokusemthethweni ngakho konke kwesakomalume nanokuthi kulungile yini uma ngihlanganisa ngosuku lwembeleko nokwenziwa komhlonyane kumina mama nabantwana cz ngizwile nichaza ngokubaluleka kwalamasiko kuba nezinkinga empilweni ohlangabezana nazo ngamanye amazwi lamasiko awukhiye kumuntu nomuntu kumele enziwe