There's a thin line between PROSTITUTION and GIRLFRIEND ALLOWANCE.. If it's not the samething!!

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ธ.ค. 2022
  • If you dating for Money not love, ukuhosha lokho on a low key..

ความคิดเห็น • 29

  • @mfunekokhumalo5457
    @mfunekokhumalo5457 ปีที่แล้ว +4

    My worst fear with accepting gifts and money from men is that amadoda ayabulalana manje, uma usufuna ukuqhubeka ngempilo akubulalele ukuthi usuhamba usudle izimali zakhe ezingaka. Mh mh, mina I believe financially, in a relationship (not marriage) let's share, sidlale iNika Nika financially.

  • @user-wp3cs2ow8o
    @user-wp3cs2ow8o 11 หลายเดือนก่อน

    Yooo I don't believe kwi gal friend allowance 😂😂😂

  • @preciousndlela8460
    @preciousndlela8460 ปีที่แล้ว +2

    Mina 10% of my love language is buying me stuff. If indonda yami buy me whateva he can afford i am good, if ungipha whateva u can ngi ryt nakhona . Ngoba i do everything for myself originally. Kodwa man mistake my type as umuntu ongizi thandi lezo zinto bese the guy doesn't do anything ngoba ngiwu muntu ongathandi uku cela izinto.

  • @zukisanimatola5598
    @zukisanimatola5598 ปีที่แล้ว +1

    Sendikhona bhuti zomamela good content

  • @gciino
    @gciino ปีที่แล้ว

    Cha uyakwazi ukukhuthaza abantu besilisa, Ngiyakuthanda lokho❤

  • @mbalenhlemakhubo5472
    @mbalenhlemakhubo5472 ปีที่แล้ว +2

    🤣🤣🤣🤣khiphani khiphani bo allowance🤣🤣🤣 angikholelwa ku girlfriend allowance, kumele nithandane and enjoy uthando lwenu. Imali akube ukuthi kuyasizwana uma kukhona la omunye exakeke khona, sengamani ngibe broke and alone than ukuhubha imali, what matters is happiness and being respected.

  • @asproductionfilmingandente9883
    @asproductionfilmingandente9883 ปีที่แล้ว +1

    Ngaze ngayithand content 😂😂😂😂

  • @vuyiswanomonde
    @vuyiswanomonde ปีที่แล้ว

    Ngimholele umuntu engeyena unanny😂😂😂😂shade

  • @balatethato4694
    @balatethato4694 ปีที่แล้ว +1

    I wonder if ladies who gets GF ALLOWANCE (minimum of R2000) monthly expects lobola after 5yrs of being in a relationship with the guy?!

    • @balatethato4694
      @balatethato4694 ปีที่แล้ว

      GF ALLOWANCE after fives year:
      =5yrs X 12months XR2000
      =R120 000
      Yah....other girls are lucky yong😅

  • @mzamosbongamandla1598
    @mzamosbongamandla1598 ปีที่แล้ว

    Cha syabonga wemfoka Nsele nethimbalakho ukuthi noma sesizibona sibuthaka ngokubona izimo ezenzekayo kodwa nifike nisiqinise isibindi ukuthi umbhedo umbhedonje

  • @muziwenkosimhlophe5550
    @muziwenkosimhlophe5550 ปีที่แล้ว

    "Imali nezipho kuphuma enhlizweni ethanda lapho ethandwa khona"

  • @nikiwembhele5237
    @nikiwembhele5237 11 หลายเดือนก่อน

    Engabe wamthathapho Brice

  • @thalentembuyisa-db3mi
    @thalentembuyisa-db3mi ปีที่แล้ว

    Mmmh yazi u kwazi no bricy ba stingy nge 🤣🤣🤣

  • @thulaniwilliamzwane6201
    @thulaniwilliamzwane6201 ปีที่แล้ว

    Lol hayi mina kunzima ukuth ngphe intombi njer imali yami.

  • @londekamoloi2230
    @londekamoloi2230 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyintombazane and I don't believe in "Girlfriend allowance" why kumele kube khona okhokhelwayo ukuba sothandweni, kanti siyadayiselana yini?

  • @vuyiswanomonde
    @vuyiswanomonde ปีที่แล้ว

    GF allowance is not for someone under parents care cause in a way ngathy iyakubophezela and uzibone uphoqeleka ezintweni ongazithandi

  • @lindatwala2252
    @lindatwala2252 ปีที่แล้ว +1

    Kwazi how can we contribute to your work financial coz u deserve that bruuu

  • @mbusodubazane4865
    @mbusodubazane4865 ปีที่แล้ว

    Girlfriend allowance is like a salary.

  • @asproductionfilmingandente9883
    @asproductionfilmingandente9883 ปีที่แล้ว

    Naze nayithinta indaba enkulu 👌🏽

  • @nikiwembhele5237
    @nikiwembhele5237 11 หลายเดือนก่อน

    Ngokwami ukubona if girlfriend yakho uyayithanda crs ncono umlobole okuncono ukubonisa uthando if naye girlfriend niku same page,

  • @thollerngwane7106
    @thollerngwane7106 ปีที่แล้ว

    🤣🤣🤣🤣🤣ja awuze ke nam ideas please

  • @sehlukosamifoundation2630
    @sehlukosamifoundation2630 ปีที่แล้ว

    😂😂😂

  • @asproductionfilmingandente9883
    @asproductionfilmingandente9883 ปีที่แล้ว

    😂😂😂😂

  • @zukisanimatola5598
    @zukisanimatola5598 ปีที่แล้ว

    R1 000 ayovala isitolo🤣🤣

  • @lindokuhleschomane8984
    @lindokuhleschomane8984 ปีที่แล้ว

    😂😂😂