Isakhala namanje insizwa edonsa u 19 years eJele

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.พ. 2025
  • Isakhala namanje insizwa edonsa u 19 years ejele.
    #podcast
    #transformation

ความคิดเห็น • 169

  • @ayandakhumalo1993
    @ayandakhumalo1993 7 หลายเดือนก่อน +22

    Webhuti nami ngyazi jaja nje bengi cela ukt njalo mawzoqala i video usikhumbuze si like ngoba itori zakho zimnandi abanye bethu syavula si connect Kuma system siqhubeke nesikwenzayo silibale uku like but Kuba easy when you reminded us before you even begin. Syabonga

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 7 หลายเดือนก่อน +33

    Data yami angiykhaleli xa ngibuka wena Mr Cebs 🔥👌

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 7 หลายเดือนก่อน +14

    Cebekhulu uyinsizwa 🤝 singamathuluzi abelungu thina…ngisho izimoto ezintshontswayo zithengwa abelungu kube sintshontshelana sodwa…asifuni ukujula ngemiqondo in most cases

  • @Nkifour4
    @Nkifour4 7 หลายเดือนก่อน +36

    “Noma ngabe usenentshebe kodwa udlamini phela lo” 😂😂😂😂😂

  • @MaryRamokgadi-z9f
    @MaryRamokgadi-z9f 7 หลายเดือนก่อน +10

    Brother even if I’m still busy to listen, I like all videos you posted, and listen later, so that time not wasted

  • @violetmzizi8582
    @violetmzizi8582 7 หลายเดือนก่อน +6

    ❤❤❤❤❤🇿🇼 syakuthanda bhudi kwaBulawayo

  • @MuziwoxoloDukwana
    @MuziwoxoloDukwana 7 หลายเดือนก่อน +37

    The way our youth is so obsessed nge Nombolo I so wish we're learning bafethu

    • @ntobekongcokana6658
      @ntobekongcokana6658 7 หลายเดือนก่อน +3

      YAZI KHONA NOZIBIZA NGESANGO LAH EMISE OSIX

    • @NtozonkeMercyful
      @NtozonkeMercyful 7 หลายเดือนก่อน

      ​Idyf upo I'll dojr

  • @diskiloverscorner.7688
    @diskiloverscorner.7688 7 หลายเดือนก่อน +8

    Ngyavuma maselikuqondile ijele lisuke likuqondile, kodw udlamini uyena owalisukela ijele, wabulala umuntu.

  • @DavidNtuli-f8b
    @DavidNtuli-f8b หลายเดือนก่อน

    Cha!!!unephutha iBhizinisi lamatekisi elabantu abaMnyama,yiqiniso,ugejile.Izathu ozibekayo akuyizona zeqiniso ngoba azithinti okwenzeka usuku nosuku ngokwenzeka eMbonini.✋✋✋

  • @SkhumbuzoKunene-t7z
    @SkhumbuzoKunene-t7z 7 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga baba Cebekhulu...bengifisa ukuzwa isizathu sakho sokuthi kungani uthi umuntu oseshonile akaphumuli kodwake ngelinye ilanga ngiyethemba uyoyichaza

  • @AdeleenMaluleko
    @AdeleenMaluleko 7 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga ngokisivula amehlo👏👏

  • @mpuoaneskosana5338
    @mpuoaneskosana5338 7 หลายเดือนก่อน +2

    Qubheka, Ndoda e nkulu, your are God sent.

  • @nhlamulomakhubele7016
    @nhlamulomakhubele7016 7 หลายเดือนก่อน +7

    Hello my brother this nhlamulo from limpopo we love you ❤

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  7 หลายเดือนก่อน +2

      Unjani lapho? Ngiyabonga kakhulu mfwethu 🙌🙌🙌

  • @AsimthandeMazibuko
    @AsimthandeMazibuko 7 หลายเดือนก่อน +7

    Ngifike kuqala namhlanje❤

  • @TendaiJack-hv3fy
    @TendaiJack-hv3fy 4 หลายเดือนก่อน

    Bhuti i love the way you narrate your stories. You make everyone ones to listen to your stories. You are a very good story teller.

  • @siphesihlecyprian1669
    @siphesihlecyprian1669 7 หลายเดือนก่อน +1

    Aw ngakithi lapho 😮

  • @HappinessDAVIDSON-lc1cn
    @HappinessDAVIDSON-lc1cn 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngithanda Masethi eeeeh Ejele lase Ncome 😊😊Keep up the good work Mc Menzisto

  • @syahhlongwane2629
    @syahhlongwane2629 7 หลายเดือนก่อน +1

    Big up nsizwa yakithi Siyabonga mina ngiyakheka

  • @HowardLungelo
    @HowardLungelo 7 หลายเดือนก่อน

    Always ngiba blessed when u talk ngezinkabi. Keep getting the new info, ungakhohlwa usibhekele nalabo abathwele, to see how they live, things they go through 🙂

  • @MbizoG
    @MbizoG 7 หลายเดือนก่อน +3

    Unomqondo ojulile straight big up Transformation Live

  • @zanelentshingila4551
    @zanelentshingila4551 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiyabonga bhuti kukhulu engikufundayo la kuwena njengoba sinezingane zabafana Nje 🙏

  • @AviatarNtini
    @AviatarNtini 7 หลายเดือนก่อน +1

    I learn a lot and now l see things differently. Thanks brother keep the good work

  • @BalungileMsomi
    @BalungileMsomi 3 หลายเดือนก่อน

    Kodwa Menzisto lolunyawo lwalumzweni uDlamini esecashe eqedile . UDlamini kmele asole noma axabane nonyawo lwakhe , not amaphoyisa ambopha 😂😂 .Ilona lolunyawo olwamgaxelisa 😂 . Siyabonga nokuthi ubulungiswa benzeka ekgcineni noma umufi engeke esavuka . Ngiyazibonga nezimfundiso zakho ezakhayo 🙏🏾❤

  • @HowardLungelo
    @HowardLungelo 7 หลายเดือนก่อน

    This was the best episode idlale less than 30 min but ufake izihloko ngaze ngajabula.

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 7 หลายเดือนก่อน +10

    Saze sa like akufani bakuth

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 7 หลายเดือนก่อน +1

    Kshuthi igazi lalomuntu lakhuluma kulo lolunyawo lwakhe qobo 🤝

  • @siyabongabahle7742
    @siyabongabahle7742 7 หลายเดือนก่อน +1

    Kubonga Thina Bhuti ngokusicobelela kwakho 🔥🙏🏽🇿🇦

  • @ItumelengThulo-e6l
    @ItumelengThulo-e6l 6 หลายเดือนก่อน

    You are a good human being.....siyabonga

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 7 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga MC Menzisto lezindaba ziyakha kakhulu🙏🙏

  • @vinyldeep_sa6746
    @vinyldeep_sa6746 7 หลายเดือนก่อน +6

    Kthiwa wena eii wabhebh' iyingan ngaphandl sukhuluma ngokofunda e unisa 🤣🤣🤣🤣

    • @zeeelove9259
      @zeeelove9259 6 หลายเดือนก่อน

      Fact though bedlala mgaphandle maje why ?

  • @DumsileWendy
    @DumsileWendy 4 หลายเดือนก่อน

    Yooh ngzohlanya angsakwazi ukungalaleli indaba zakho

  • @ShiftSupervisor-zq9sz
    @ShiftSupervisor-zq9sz 6 หลายเดือนก่อน

    You are superstar syabonga kakhulu mangethe

  • @SfisoXulu
    @SfisoXulu 7 หลายเดือนก่อน +2

    Wagajwa uthando lomjolo Dlamini 😮😮😮

  • @sandilesabelo6688
    @sandilesabelo6688 6 หลายเดือนก่อน

    Yabona le yamatekisi ifuna sengathi ungayitholela usuku lwayo ,it sounds interesting ngaze ngavuleka umqondo ngayo kwazise umunt ufunda aze afe since kuna matekisi ekhaya kwa Dladla

  • @mduduzipooe9619
    @mduduzipooe9619 7 หลายเดือนก่อน +1

    Hai bhuti Mc Menzisto unzima grootman...yazi wayibeka kamnandi yazwakala kahle lento yama tekisi...that is 100% True bhuti

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 7 หลายเดือนก่อน +1

    We are here Mr Lawyer teach us how it works, ❤ this show

  • @lungelwamadela1946
    @lungelwamadela1946 7 หลายเดือนก่อน +1

    You are very good kulento ye story telling bhuti

  • @YankieNqatyelwa
    @YankieNqatyelwa 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiyabonga Bab'Cebekhulu. Onendlebe uzolalela.

  • @lindadhladhla-lh3xn
    @lindadhladhla-lh3xn 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ucebile emqondweni menzisto siyafunda kuwe.umgabadeli egoli😊

  • @Nqobbile9120
    @Nqobbile9120 7 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga umsebenzi omuhle bhuti.

  • @BalungileMsomi
    @BalungileMsomi 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngezeluleko

  • @businzama6939
    @businzama6939 7 หลายเดือนก่อน

    Ngibingelela bhuti noma sengikubsmba sekudlule izinsuku kodwa nje siyafunda thanks 🙏

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 7 หลายเดือนก่อน

    Haaaa igazi lo muntu liyakhuluma
    No 1 nje lo mama akathengi ngani inkabi yena self abulale indoda no 2 uDlamini onelan yena isithomb sibekwelan endlin ayi ngeke nabo laba umama kuyaphi ukuth ufonelwe 😂😂😂 ayi bandla

  • @qedezakhemkhwanazi8664
    @qedezakhemkhwanazi8664 6 หลายเดือนก่อน

    Ayi Menzisto Waze wangivula amehlo. Ngiyabonga Linda ngokusifundisa ungadinwa mnewethu

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 7 หลายเดือนก่อน +1

    MC 🤔
    This is an eye opening
    " Taxi industry "

  • @MagdaleneSongame
    @MagdaleneSongame 7 หลายเดือนก่อน +1

    Baba menzisto truly your stories are eye opener..yabona the episode eye dating prisoners really helped some1 iknow because I shared the link n she blocked the guy immediately after listening to your video...HATS OF TO U BRO❤😂

  • @ZakheleShangase-o6f
    @ZakheleShangase-o6f 7 หลายเดือนก่อน +1

    Wincitha buchopho cebokhulu ngiyakuvuma isbongo sakho sisho lukhulu kuningi engikfundile ngawe.

  • @AndileMncwabe-e7f
    @AndileMncwabe-e7f 6 หลายเดือนก่อน

    aw kodwa ngo mkhaya wami noma ngingamazi nje ngoba eyi muntu wayesafunda

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 7 หลายเดือนก่อน

    🤝 thanks MC
    i believe Dlamini was hunted but the spirit of the man that he has killed

  • @sthembisonhlangulela1875
    @sthembisonhlangulela1875 7 หลายเดือนก่อน

    Mfoka cebenkhulu,u dlamini okhuluma ngaue owangakithi ka gezbuso langizalwa khona,uzalwa.wumakunene mangingaphonsisi,nganginaue ezitokisini ngeskahthi nami ngiboshelwe lelocala engakuxoxela ngalo,kanti sengike ngaya ukuyombona ejele.cishe ngo early 2023,uke wahlala nase sweetwaters,sinokuhlobana naye.ngoba isalukwazi esizala umama singumadlamini,necala lakhe ngilazi uksuka nokuhlala

  • @mncedimnyamana-sg3lo
    @mncedimnyamana-sg3lo 7 หลายเดือนก่อน

    Thank you MC I was long.time waiting for you

  • @keithndlovu2328
    @keithndlovu2328 7 หลายเดือนก่อน

    Educative 🎉🎉🎉

  • @Emily-o2x
    @Emily-o2x 7 หลายเดือนก่อน +4

    Good jop from vaal❤

  • @thembelakhuzwayo547
    @thembelakhuzwayo547 7 หลายเดือนก่อน +2

    Besicela ukusitholele umbulali womfundi uMhretshana wase Cape Town. Kuhle sazi ukuthi kwakenze njani.

  • @PhakamaniGoodenough-k3z
    @PhakamaniGoodenough-k3z 2 หลายเดือนก่อน

    Cebekhul ❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @siphelelenkosi9306
    @siphelelenkosi9306 7 หลายเดือนก่อน +1

    Eish Menzisto Mfethu Waze wakhuluma izinto eziyiqiniso. Ngizwa ngishaywa uValo manje.

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 7 หลายเดือนก่อน +1

    “Sebekhulu” 🤝

  • @danniesmoyo966
    @danniesmoyo966 7 หลายเดือนก่อน +2

    Said truth 😭

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 7 หลายเดือนก่อน

    Present My Buti ❤ 🙌

  • @siphesihledlamini9844
    @siphesihledlamini9844 7 หลายเดือนก่อน +2

    Uyasphoxa wena Dlamini singo Dlamini ngathi ungaqubeka uhlale lapho ejele uzodlala umfazi nje

  • @simphiwesimphiwegumede5536
    @simphiwesimphiwegumede5536 7 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Cebekhulu ukusicobelela

  • @bhekongubane9400
    @bhekongubane9400 6 หลายเดือนก่อน

    Dankie Menzisto

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 6 หลายเดือนก่อน

    Kuyaxaka ukuthi amaphoyisa akhale ngokuthiphisa izigenengu nawo azithola esencuphuweni yempilo kangangoba kubanzima nabo ukuphila emphakathini angicabangi kungani ekhalaza siyacela nje basixolele siyaphila thina lapha siyakheka.Ayikho imfihlo eniyoyenza nomuntu wesifazane ikakhulu ephathelana nokubulala umuntu

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 7 หลายเดือนก่อน +7

    Bafazi bayafakana ehlathini…nawe uyindoda uma ethi bulala indoda yakhe, wena njengoba usuyindoda yakhe, uthini ngawe…

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 7 หลายเดือนก่อน +2

    Ne bank likukhokhisa I double ngokwe interest yalo over the years

  • @sithembilesithembile1287
    @sithembilesithembile1287 7 หลายเดือนก่อน

    That's explains why bethwala ngeke ulokhe wakhokha ama installment yento engapheli and i dont blame them

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 7 หลายเดือนก่อน +1

    Aybo bhuti Menzisto ngifuna ukubeka abafowethu endaweni yabo bama twins ey bayahlupha ay kancane bashaya no Mah bamhlunsule inwele ekhanda kumanje ungabona uMah usenjani ngisho ukuzaca emzimbeni ey syahlukumezeka shame 😭😭😭😭manje uyangithusa mawuthi nami ngizobekeka endaweni yami we Jesu sohlupheka kuze kube nini vele sesihlupheke iminyaka eminingi 🙆🙆🙆

    • @tholakeledlamini2530
      @tholakeledlamini2530 7 หลายเดือนก่อน +1

      Mmmmm nkosiyami kwaze kwanzima sisi engathi ningagcina nidlulile kulesi simo. Love and Light ❤

    • @smarazondi6338
      @smarazondi6338 7 หลายเดือนก่อน +1

      @@tholakeledlamini2530 Ngyabonga sis wami asthembe uNkulunkulu akehluleki ♥️🙏

  • @sbahlembalimbathambalenhle238
    @sbahlembalimbathambalenhle238 7 หลายเดือนก่อน +1

    MC usakhuluma nje ngama tekisi uboke ukhulume ngodaba lwaMdima u-Shange owayenama tekisi wadutshulwa wakwa Ndengezi siyafisa ukuthola isexwayiso ngaloluya daba.

  • @LungakonkeNyembe
    @LungakonkeNyembe 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ukudla kwemihlanemihla🕯🛐

  • @ntsikelelontsikelelo5721
    @ntsikelelontsikelelo5721 7 หลายเดือนก่อน +1

    Umphefumulo womuntu awsiyo insangu, ungawkhipha ngeskhali noma ngomuthi kepha ekgcineni uyojeza uthanda ungathandi

  • @Nkifour4
    @Nkifour4 3 หลายเดือนก่อน

    Wambukala wamgcwaba kanjani nanje, abantu bahlakaniphela eceleli

  • @NingySILANGWE
    @NingySILANGWE 7 หลายเดือนก่อน

    Buluh❤❤🎉

  • @LindiweZuma-rb7eb
    @LindiweZuma-rb7eb 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngyamzonda u husband wami for the things he did to me but angimfiseli ukufa, kodwa ngyamfisela nje okubi😣ningangjaji

  • @MinenhleMncwabe-gb8xy
    @MinenhleMncwabe-gb8xy 7 หลายเดือนก่อน

    Danki Mc 🙏

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 7 หลายเดือนก่อน

    Hawu Dlamini nebakitsi 😮😮😮

  • @MelokuhleNxumalo-dv2qu
    @MelokuhleNxumalo-dv2qu 7 หลายเดือนก่อน +2

    Transformation live transform lives. Don't forget to like,comment,subscribe and don't skip adds. Syabonga bhuti Mc Menzisto🤝

  • @thobaningubane593
    @thobaningubane593 7 หลายเดือนก่อน +1

    Asibingelele kubabukeli beTRANSFORMATION LIVES

  • @luyandabuthelezi8734
    @luyandabuthelezi8734 7 หลายเดือนก่อน

    👌👌👍

  • @Bklanga
    @Bklanga 7 หลายเดือนก่อน

    Mfwethu angaz ngenza kanjan kuba nam ngidlulise olwami udaba lapho ngenza imanga e ress e UJ nomgani wami wendiya😢

  • @SfisoXulu
    @SfisoXulu 7 หลายเดือนก่อน

    Bulubexe ❤

  • @phumelelegabela74
    @phumelelegabela74 24 วันที่ผ่านมา

    Ngiqale ukumazi Saturday akusavumi ngingambuki

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 7 หลายเดือนก่อน

    😇😇😇

  • @macbethmabena9816
    @macbethmabena9816 7 หลายเดือนก่อน

    Asbonge cebekhulu

  • @elizabethmahlangu4680
    @elizabethmahlangu4680 7 หลายเดือนก่อน

    I went to see my taxi at the taxi rank its being 2 years now but it looks very old😢

  • @SimphiweZuluSphamandla
    @SimphiweZuluSphamandla 7 หลายเดือนก่อน +1

    Gulukudu ngase ngingenile awuthi ngihlale phansi ngizinze nginethezeke

  • @skhumbuzomchunu8003
    @skhumbuzomchunu8003 7 หลายเดือนก่อน +2

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣 wadedela intshebe uDlamini ethu uyadidisa

  • @thembaJili
    @thembaJili 7 หลายเดือนก่อน

    Sekunjalo futhi🤝🏾

  • @Emily-o2x
    @Emily-o2x 7 หลายเดือนก่อน +2

    Good jop from vaal

  • @SiyabulelaSithoza-pf4pz
    @SiyabulelaSithoza-pf4pz 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ey ave uwavula amehlo abantu siyabonga mfoka cebekhulu

  • @ThembaSangweni-o2n
    @ThembaSangweni-o2n 7 หลายเดือนก่อน

    Present my brother

  • @tshedisoletlojane2409
    @tshedisoletlojane2409 7 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤

  • @SimphiweZondo-v6e
    @SimphiweZondo-v6e 7 หลายเดือนก่อน

    umphefumulo womuntu ungumfanekiso ka Nkulunkulu

  • @mpenduloqetengu9153
    @mpenduloqetengu9153 หลายเดือนก่อน

    Ey washo enyinto ngezimoto waychaza yacaca, ama owner akubona abantu abamnyama

  • @davidkhilaletshoha109
    @davidkhilaletshoha109 5 หลายเดือนก่อน

    Wena uhlulwa yini ukuyithenga cash itaxi. Lana ushaya eceleni brother yami

  • @russelmanqele5637
    @russelmanqele5637 7 หลายเดือนก่อน

    Impela amaphoyisa yizigebengu ezinkulu kabi kulelizwe

  • @AdeleenMaluleko
    @AdeleenMaluleko 7 หลายเดือนก่อน

    Amaphoyisa igebengu lezo 😭

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ungesabi nathi uyasiqwashsa khulula ngejele

  • @gwagon1933
    @gwagon1933 7 หลายเดือนก่อน

    What a story

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 7 หลายเดือนก่อน

    Isifundo ukuthi wasuke waba nothando olunganasidingo lokuthanda umfazi oshadile, waye Funani umfazi wabantu yena kodwa, uzenzile akakhalelwa kukhalelwa uzumekile

  • @hlengiwemkhonza9711
    @hlengiwemkhonza9711 4 หลายเดือนก่อน

    🎉