Sithini isintu ngomuntu oganelwe endaweni eWrong

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 12 ก.ย. 2024
  • www.impungayesintu.co.za

ความคิดเห็น • 30

  • @MthobisiKhabazela
    @MthobisiKhabazela 4 หลายเดือนก่อน +3

    Mpunga Yesintu, ngiyafisa ngelinye ilanga uke usichazele kabanzi ngokuphupha amakhosi akwaShembe nenkolo yakhona, kanye nokuphupha iLembe

  • @kwazilucas
    @kwazilucas 4 หลายเดือนก่อน

    Usuyafika ku 100K subscribers Mpunga Yesintu

  • @Msongi
    @Msongi 4 หลายเดือนก่อน +2

    Side leskhathi ngikulandela mine iminyaja kodwa angikakuboni ngeke kmele ngikubone.

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 4 หลายเดือนก่อน +1

    Mkhulu ngikhulele ekhaya mina ngikhuliswa ubaba noma mama noma nje ubaba engenzelutho komama kodwa ngibiza isibongo sakhe, manje mpunga yesintu ngifuna ukwazi ngizo nganwa kuphi ngoba ikhaya komama alisekho futhi Umama ukhulele lah ekwangane khona ugogo wakhe, ngiyenza njani makunje

  • @zonkemtshali9003
    @zonkemtshali9003 4 หลายเดือนก่อน

    Mpunga yesintu ngicela usheshe ubuye nencazelo ngaze sigeje ngokwenza ngoba lenkinga sibhekene nayo ekhaya ubhuti omdala waganelwa kubo kungafanele ngoba umakoti wayemnikwe abakomalume emantshalini.iphutha elenzeka bakhishwa komalume kungafanele ubaba wabo wangakwenzanga konke okwakufanele nomalume baba budedengu bakuvuma lokho kuthe ngosuku abakhishwa ngalo ekhaya kwaqala kwaduka inyongo emsamu nemali angisazi kwakungeyani kuthe sebehamba beyakubo bephelezelwa nangomakhelwane kuyiwa kwanongoma imoto yaginqika isiyofika khona abantu abalimala kakhulu yibo laba ababekhishwa kwahamba kwaze kwavela ukuthi kwakungamele shuthike njengamanje sekumele bebuyele emumva komalume sebebuya nomakoti ongasinelanga khona
    thinake sihlele ukuthi kwenziwe njengoba kwenziwa bephuma ngicela ungisike mkhulu ngikwazi ukuyobalamulela

  • @Ulungisanii
    @Ulungisanii 4 หลายเดือนก่อน +1

    Amen 🙏

  • @sipheleleolwethu709
    @sipheleleolwethu709 4 หลายเดือนก่อน +1

    Cha impela sakulethelwa wokhokho,bafuna ivuke ngendlela eqondile imizi yabo yingakho sathola le Channel🤍🙌🏾

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @sicelothwala2888
    @sicelothwala2888 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu Mkhulu ngolwazi olukhulu Ngalendle.
    Makwande nibusiseke.

  • @msahhadebe74
    @msahhadebe74 4 หลายเดือนก่อน

    Mpunga yesintu sicela ungasishiye ehlane silinde ukuthi uzosilanda kanti awusabuyi, kulesihloko uthinte indaba iningilethu eskhungethe uma ysuthintile kanje sicela uqedele.

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 4 หลายเดือนก่อน

    Sbonge kuwena kaPheshe ngokuSkhumbula nat eGoli ngeyMbiza ne Yoghurt

  • @nothimuzukhona9160
    @nothimuzukhona9160 4 หลายเดือนก่อน +1

    Uliqhawe bhuti🙏

  • @zintlemncube3891
    @zintlemncube3891 4 หลายเดือนก่อน

    mkhulu sithini isintu ngiboniswa ukuthi akathsthe muphi onkodikazi yena kodwa angalaleli athathe omunye

  • @mduduzishongwe1314
    @mduduzishongwe1314 4 หลายเดือนก่อน +1

    Manje Mkhulu uma uthathe umfazi walobola endaweni e wrong la uMama wakhe wagana naye khona wenza njani

    • @similemsimang4222
      @similemsimang4222 4 หลายเดือนก่อน

      Qala kabusha uyolobola futhi. kodwa qala ngokushweleza kulabo odonsa kubo ngokomsamo

  • @philemonmngomezulu4673
    @philemonmngomezulu4673 4 หลายเดือนก่อน

    Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi umlanjwane usebenzisa isibongo sakubo waze washona angaza walungiselelwa abakubo, watha nomfazi ngaso lesi bongo sakubo, ilungiswa kanjani inkinga inje abantwana bakhe basebenzisa lesisibongo sakubo.

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 4 หลายเดือนก่อน

    Kazi ukuGanelwa endlini encane noma kweNkulu yakubo kaYihlo nakho kunoGcobho na?

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 4 หลายเดือนก่อน +1

    Cha lesihloko sinzima impela kodwa ngokwami lensizwa kumele ithathe umfazi wesibili ozoyovusa umuzi wakomalume wayo Uma isitholile kuthi yenza iphutha bese iyashweleza kumathongo akomalume wayo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @bhekimashaya8885
      @bhekimashaya8885 4 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@vusimngomezulu2500
      Mngomezulu hlala wena lapho okhona usuyekethina
      Wena ufunani la uma ungakholelwa kusintu?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      @@bhekimashaya8885 Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula Bheki 😭

  • @ZwelihlethulaniButhelezi
    @ZwelihlethulaniButhelezi 4 หลายเดือนก่อน

    Cha mn Mpunga yesintu ngibona ukth kumele lendoda ibuyele ekhaya komama wayo ifike ibike icele uxolo bese iyasho ukth kwenzeka iphutha kodwa sekuhamba kuyavela ukukhalazeka manjr izinto azilungi acele uxolo ezidalweni bese eyamunika umakoti wakhe kuzo izidalwa bese eyasho ukth ucela behlise ulaka bese bemukhanyisel kukho konke Bethole abantwana bese nenza nothando lwabo luqhubeke kahle

  • @Mzolo55
    @Mzolo55 4 หลายเดือนก่อน

    Kindly speak about inzuza.

  • @mbaligoodness1068
    @mbaligoodness1068 4 หลายเดือนก่อน

    🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน +1

    Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 4 หลายเดือนก่อน +2

      Wena Vusi awuhlukile nalo mlungu oku TikTok ovele eqhamuke ngecomnent ethi "which country is this?" 😂😂😂

    • @NgonyamaShobane775
      @NgonyamaShobane775 4 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂​@@ubuhlebethongotv5347

  • @senzocele2778
    @senzocele2778 4 หลายเดือนก่อน +1

    Yazi ukuthi ubukhuluma ngami nje ngqo😢 konke okubalile kwenzeka kimi futhi manje ngimatasa ngifuna isisombululo, siza Mpunga Yesintu nopart 2 ngiwulindele ngamehlo abomvu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?