Izizwe nobungozi bazo

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ส.ค. 2024
  • Izizwe zehlukene kaningi ngokusho kuka Fogiyani Nxumalo

ความคิดเห็น • 46

  • @sphelelezikhali
    @sphelelezikhali 10 หลายเดือนก่อน +8

    Mkhulu cela uzame nogogo Dabula uvalo. Ungomunye wabelaphi bendabuko oneqiniso, futh onesineke mechaza. Engicathi nabanye ababukeli bangamthokozela kakhulu amen.

  • @andilekhumalo33
    @andilekhumalo33 9 หลายเดือนก่อน +1

    Mpunga mnewethu cha ngithula isigqoko ke manje la, umlandile inkunzi impela. Cha bhuti uchaza kuzwakale futhi uyafundisa, uyaqwashisa, ngingafisa ukuphinde silokhu simubona. 🙌🏽

  • @lwazimalaza8284
    @lwazimalaza8284 10 หลายเดือนก่อน +3

    Ubhemani lapho Mpunga? ngiyakubona uyadonsa. Noma yilawudonsa khona imibuzo ngoba ijulile indlela obuza ngayo😂

  • @mmathapeloshalang-wn2wq
    @mmathapeloshalang-wn2wq 10 หลายเดือนก่อน +1

    Sawubona Bab' Mbanjwa. Ngicela ukubuza ukuthi Indu yabantu abadala iba e muva okanye phanbili egcekeni

  • @nokwandamaqhubela8237
    @nokwandamaqhubela8237 10 หลายเดือนก่อน +2

    Ngithanda iqiniso labo nje noMkhulu Khoza

  • @CryptoGuy95
    @CryptoGuy95 10 หลายเดือนก่อน +2

    Lo bhut uychaza kahle izinto🔥🔥

  • @thuli507
    @thuli507 10 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga izimfundiso zempunga. Mkhulu Mina angiphendulekanga. Umbuzo uthi umangaqinisa umuzi ngeke yini leylwane zivuke ngelinye ilanga zivule amakhabethe. Mkhulu uphendula ngomndeni wakhe ukuthi umengasekho uyofika ngephupho enganeni yakhe. Umbuzo umayelana nesiguli. Asiyitholanga impendulo 😢

  • @mambulumbanjwa9215
    @mambulumbanjwa9215 10 หลายเดือนก่อน +1

    Waze wazethemba umkhulu👌👌👌

  • @luckymthokozisi7366
    @luckymthokozisi7366 10 หลายเดือนก่อน +1

    Sbonge kubaba forgiyano ngolwazi uvuthiwe inqwele kwezobunyanga nawe mpunga syabonga

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 10 หลายเดือนก่อน

    eyyy madoda yoohh, bengiqala ukuzwa kuthiwa ihlahla liyambelwa egcekeni,, impela bengingaz,, kushuth sonke leskhathi sofihla nje syaphambanisa

  • @ronniesimelane
    @ronniesimelane 10 หลายเดือนก่อน

    Uyazi akekho ofana nawe lonke udaba oluphathayo ulihlaba esikhonkosini ❤ mpunga

  • @phumzilemngomezulu5601
    @phumzilemngomezulu5601 6 หลายเดือนก่อน

    Amen Makhehla, Mkhulu ngicela ngelinye ilanga nisi chazele ngezembatho ukuhlukana kwazo ukuth zichazan na? Mkhulu samkhuli sichazan na , nginem buzo emineng kehla lendlela ayikho lula noku Ganga kunin ngicela nichubeke nomsebenz omuhle❤❤ syabonga konke

  • @zondwabaholimbatha2424
    @zondwabaholimbatha2424 10 หลายเดือนก่อน +2

    Awu suka liyazithemba lelikhehla

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 10 หลายเดือนก่อน

    Makwande 😇

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 10 หลายเดือนก่อน

    Hmmm chaa waybeka etokbuyisela iiGubhu neyLwane emva

  • @PrinceSibanda-lm3zj
    @PrinceSibanda-lm3zj 10 หลายเดือนก่อน +1

    Nayi lendaba ekade ngayilindela

  • @bmshik
    @bmshik 10 หลายเดือนก่อน +1

    I like this guy lol

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs 10 หลายเดือนก่อน

    Enkosi mpunga Yesintu

  • @priviledgendebele35
    @priviledgendebele35 10 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂hey madoda Fogiyani

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 หลายเดือนก่อน

    Ngyathanda lapho Fogiyane uyinyanga wena.

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 หลายเดือนก่อน

    Washo mani mfokaMbanjwa! Khuphuka lapho wethu.

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 10 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela Mpunga. Please talk about iLumbo.

  • @gloriamandla8526
    @gloriamandla8526 3 หลายเดือนก่อน

    Ngicela izinamba zakho baba 4 giyane

  • @nokwazibodoza5130
    @nokwazibodoza5130 10 หลายเดือนก่อน

    Sbonge komkhulu

  • @PhelelwaKotsana-oo6ep
    @PhelelwaKotsana-oo6ep 10 หลายเดือนก่อน

    Camagu

  • @user-yt9pc2wd4s
    @user-yt9pc2wd4s 10 หลายเดือนก่อน

    Uyaticondisasa izizwe mkhulu

  • @inkosazaneyamanzi0104
    @inkosazaneyamanzi0104 10 หลายเดือนก่อน +2

    Ngemoto impela wangenzela mkhulu ayihambi ngingashongo ayilahleki khona mayizwa umsindo ayidumi nhlobo

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 10 หลายเดือนก่อน

    Up

  • @mlungisimosiea
    @mlungisimosiea 10 หลายเดือนก่อน +1

    Khuphuka fogiyane lapho ungangenz islima😂😂😂😂

  • @Bet_with_G_light
    @Bet_with_G_light 10 หลายเดือนก่อน

    Mnawe2 mpunga yazi lana emanguzi ziyatshotshwa izimoto ngendlela exake ukwenza ungaphose uye kuye umnawe2 uGiyane ngoba emanguzi kunzima ngempela.
    Kodwa yini ngathi izizwe ziyefana nezigubhu? Mina ngyakwesaba ukuthwala

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 10 หลายเดือนก่อน

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:32,Dueteronomy 18:10-12,Roman's 10:1-3,Mark 7:7-9,13.

    • @inkosazaneyamanzi0104
      @inkosazaneyamanzi0104 10 หลายเดือนก่อน +1

      Uthi nakezakho

    • @mkhulumumane
      @mkhulumumane 10 หลายเดือนก่อน +2

      God never wrote any book😂that's a first...

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 10 หลายเดือนก่อน

      @@mkhulumumane The Bible says is inspired by God, 2thimoty 3:16-17, and the Bible is the word of God, Psalms 119:105,John 17:17.

    • @lindiwekhumalo3046
      @lindiwekhumalo3046 10 หลายเดือนก่อน +2

      Isdina sakho sakho bakithi kazi awuphumi ngani la

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 10 หลายเดือนก่อน

      @@lindiwekhumalo3046 UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, 1thimoty 2:3-4.

  • @theunknowndj331
    @theunknowndj331 10 หลายเดือนก่อน

    Ngake ngaphupha umuntu engitshela ukuthi ngine-zizwe nama butho...🤔