Ngithathe leli thuba ngibonge kakhulu kwi Perfect tv ngo Part 2 kabab u Mpungose, kuningi engikzuzile kule interview kuyajabulisa ukubona abantu abanje ngalaba mina ngangilokhu ngizwa ngo Baba Skhumbuzo, u Norman u Sxhobo umfo ka Mpungose bengakaze ngimbone kodwa ngenxa ye Perfect tv namhlanje ngiyamazi.
Muhle msebenzi wakho ndoda Kade sasilidinga ithuba elinje ngomlando we bhova ne ndidane ,,kodwa nginesicelo nje eke ephinde abuye usonakali coz akasabi ukukhuluma abuye no njencane bebe ne interview bebobabili coz ngeke besaxabana bekhulume nje bendawonye bephikisane Uma kuyiphutha bevumelane Uma kutiqiniso okuyobe kushiwo omunye but beze bobabili lapho ku perfect TV same time ingayinhle lonto
Sbonge 🙌 i sound quality ulinyusile izinga bafo✔️🙌
Up lapho nkunzi yombhemu✊✊ yinhle lento oyenzayo Linyuke kakhulu izinga ... UP perfect TV UP✊✊
Nice interview, awuke ulande nogqoko
100% I sound ngiyabonga
Nice interview.... ngiyabonga ukubona lensizwa ewu Sxhoko uyaphila kakhulu ngisebenze kakhulu ngalapha akahlala ngakhona umuntu ophilayo kakhulu.
Ubusayi bambe kakuhle kakakhulu apha this interview was 1 of the highlight of your interview best of story telling
Uyasebenza Duyaza🙏🏾👌🏾
Bafo u-Interviewer kamnandi indlela obuza ngayo and uyamnika ithuba achaze anele kahle-isivakashi
Sicela uze ufike emlandweni WeChalaha ba4 plz
ewu uyasibusisa kodwa we mnganam Manqele qhubeka njalo siyabonga
🤣🤣🤣 bafo🙏🙏
Nice bafo❤
Duyaza ndodana🙏
Namhlanje uphethe ingqalabutho impela umculo uwakhile kakhulu umpungose
Hawu baba
Syabonga
Kunini ngifisa ukuzwa i-interview kaSxhobo, INdidane yayihlala imbiza njalo!
Khulanjalo Manqele
Isahamba yodwa i perfect tv
Siyabonga kakhulu I support 🙏🙏
Five bob? Kwakunzima kwi Ndidane kodwa ekugcineni kwalunga siyabonga Mpungose
Ngibingelele ekhaya igama lami ngingu xolani Dlomo ngidabuka ekranskop emakhabeleni ngenza umaskandi iqembu lami amathwasa kamnikazi ngicela ukuxhaswa nge marketing nginomsebenzi ose studio
Awu madoda wakhumbuza omphemba egqubenko duyaza uma ususho njalo 🤣🤣🤣
Up Amageza Amahle ✊✊✊✊✊✊
Ngithathe leli thuba ngibonge kakhulu kwi Perfect tv ngo Part 2 kabab u Mpungose, kuningi engikzuzile kule interview kuyajabulisa ukubona abantu abanje ngalaba mina ngangilokhu ngizwa ngo Baba Skhumbuzo, u Norman u Sxhobo umfo ka Mpungose bengakaze ngimbone kodwa ngenxa ye Perfect tv namhlanje ngiyamazi.
Kubonga mina Mpumelelo🙏🙏
Ndoda awufake uPart 2 masinyane nalo Part 1 uvele wanqamuka nje kabi
Nazoke nsizwa content yakho 🔥🔥🔥🔥 but cela wenze Noma hour🤞👏
Vuma baba ukuthi umgqumeni vyinkosi yomasikandi phuma kwi politiki
Ayi bafowthu fakani ama video aphelele lento yo Part 1 Part 2 isibuyisela emuva sifuna ukuzwa udaba luqala luze luyephela
Mina ngithanda kuleh yokuth akusayinwa nisebenza ngeqiniso
Ku part 2 wakho no MPUNGOSE socela usbuzele ku baba kuthi ,,mpungose ne bhova bakebaxabana yini ngikubuziswa ilengoma ethi JUBOX ,2 Uyasazi yini isizathu sangempela esaxabanisa bhova ne ndidane ,3 mhla ndidane ikhala nge 1000 layo ku mpungose kwakusukaphi ,4 amageza akagcwensa or awabo bobathathu no njencane no mpondi ngokubhalwa kwawo amageza , 5 iyiphi cd eyadayisa kakhulu 5 iyiqiniso kangakanani eyokuthi babelukhokhela ukhozi kuze kudlalwe amageza khona ,,dankie
Kukhona konke ku part 2 ngo 12 ebsuku lamhlanje uzobe su khona . Ngyabonga bafo🙏🙏
Gawozi bhuti omdala
Bafo kungani wenza upart one no part two? Why not ivideo ephelele?
Khuluma ngakho nam bafo kasinikeze Full video not leyo yoPart
Part 2 please (unfiltered)
Duyaza
Yabona mfana kithi uyibambe la,ungachemi nomculi wenze I interviews nabantu kuphela
Part 2 bhuti please
Muhle msebenzi wakho ndoda Kade sasilidinga ithuba elinje ngomlando we bhova ne ndidane ,,kodwa nginesicelo nje eke ephinde abuye usonakali coz akasabi ukukhuluma abuye no njencane bebe ne interview bebobabili coz ngeke besaxabana bekhulume nje bendawonye bephikisane Uma kuyiphutha bevumelane Uma kutiqiniso okuyobe kushiwo omunye but beze bobabili lapho ku perfect TV same time ingayinhle lonto
Noted Bafo ngzokwenza lokho
@@perfecttvsa7051 ngingathokoza kakhulu and baningi abangakujabulela lokho bafo beze nje boyi 2 Kanye Kanye
Duyaza