Minister Bheki Cele eyolamula impi yemindeni eNquthu

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 17 เม.ย. 2024

ความคิดเห็น • 101

  • @NtusiNation
    @NtusiNation 13 วันที่ผ่านมา +17

    letshephu😂 noba ingakuthuka kodwa ayoyiki ukudibana nawe(Chunu).hayi ndiyothulela umnqwazi🤥

  • @Zamazopdlamini
    @Zamazopdlamini 13 วันที่ผ่านมา +4

    Ayibafwethu kubi kuloyo mphakathi ngizwe mchunu wenze kahle wabakhona seliningi lelagazi selichithekile❤❤❤

  • @ShabalalaMenzi1502
    @ShabalalaMenzi1502 12 วันที่ผ่านมา +7

    Impi yesigodi hhayi eyomdeni Zoso awlungise lapho ngikukhonzile mfanakith

    • @nkosikhonantombela6254
      @nkosikhonantombela6254 10 วันที่ผ่านมา

      Cha akusiyo eyesigodi. Umbhali ubhale kahle. Uma uthi eyesigodi yisiphi leso sigodi? Yekani ingane yakithi nje ibhale kahle kabi.

  • @sfisoization
    @sfisoization 13 วันที่ผ่านมา +13

    Hhawu ungizwe futhi uhlonipha kanje uma ebona uCele kodwa mayenza ama video ave emdephuna 😂😂😂

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 11 วันที่ผ่านมา

      Umdephuna nxa kufanele phela naye unayo inhlonipho umfo ka MACINGWANE

  • @velenkosiniphilani4101
    @velenkosiniphilani4101 13 วันที่ผ่านมา +4

    Cha banye abantu bancolile usuke uyibulale lani ngane no mama wayo ngesbhamu pho uyindoda aksiwona madoda lawa yizinja

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e 13 วันที่ผ่านมา +5

    Ayiboshwe leyomindeni njalo nje la kwaZulu kubanhwa umsangano sikhathele manje abadingiswe or baboshwe zothola utshwala umsuda

  • @Zamazopdlamini
    @Zamazopdlamini 13 วันที่ผ่านมา +6

    Ayikhona abukho bunsizwa uhambe uzincoma ngokubulala umama nezingane awusiyo nsizwa uwumqolo

    • @sfisoasiphe1538
      @sfisoasiphe1538 13 วันที่ผ่านมา +1

      Yibunja vele Lobo mfowethu insizwa yoku nuka baswele into abangayikhuluma

    • @Xoliemarwanqana-eo7nv
      @Xoliemarwanqana-eo7nv 11 วันที่ผ่านมา +1

      Ayikho insizwa enqoba ngesibhamu sazi insizwa ezinqoba ngesibhakela nesagila zintswela boya lezi

    • @nhlanhlamathews3815
      @nhlanhlamathews3815 11 วันที่ผ่านมา +1

      Iphutha likithi singumphakathi ngoba kukhona abaziyo ukthi ubani owenze lento kodwa abamthatheli izinyathelo ngokwami fanele ngabe usefile noma sebefile abenzi balento

    • @Zamazopdlamini
      @Zamazopdlamini 11 วันที่ผ่านมา +2

      Umphakathi awunalo qiniso kwesinye skhathi uyathula ngba usuke usaba kwenzakaliswa mina ngakithi abanye bafana bomuzi owodwa bese behlule endaweni babulala muntu ngbakhuza kodwa icala lavulwa yimi nglimela enkantolo enqutu lazelabathatha

    • @nhlanhlamathews3815
      @nhlanhlamathews3815 11 วันที่ผ่านมา +1

      @@Zamazopdlamini kuhle owakwenza bhuti siyabonga noma impilo yakho izoba sengcupheni kodwa mina ngicabanga ukuthi komele kube khona ama-cleaner angazi noma uyayiqonda inkulumo yami.... kungenjalo sohlalela ovalweni yilezinja ngoba nomthetho ubuye usenzele phansi.

  • @thamsanqakunene1420
    @thamsanqakunene1420 13 วันที่ผ่านมา +3

    Ndosi niyawina ngempela kulezinsuku😂

  • @zubonemsimango3387
    @zubonemsimango3387 13 วันที่ผ่านมา +3

    Bancolile Baba zenzeni ingane noMama😢😢😢😢😢

  • @Xulu762
    @Xulu762 13 วันที่ผ่านมา +3

    😂😂ey president wethu ngizwe mchunu 😂😂

  • @simonsphiwe5346
    @simonsphiwe5346 13 วันที่ผ่านมา +4

    Haaibo izimpi zemindeni kulesikhathi esiphila kuso bakithi😮Amakhosi endawo mawangenelele kubuyswane

    • @sthemaz1175
      @sthemaz1175 13 วันที่ผ่านมา +1

      Bamba la🤝

  • @ericnqobilengwenya9460
    @ericnqobilengwenya9460 5 วันที่ผ่านมา

    Ngizwe is suffering from biopolymer 😂😂😂

  • @user-co4nq5ln9v
    @user-co4nq5ln9v 13 วันที่ผ่านมา +4

    And ishlobo Sami Losisi owadutshulwa nezingane zakhe

    • @NsindisoMchunu
      @NsindisoMchunu 10 วันที่ผ่านมา

      Au bakithi 💔 phephisani

  • @cebonzama8183
    @cebonzama8183 12 วันที่ผ่านมา

    Uyadubula cele this days 🤝👏👏👏👏👏

  • @mphiwacharles3800
    @mphiwacharles3800 13 วันที่ผ่านมา +2

    kodwakubuhlungu nokuthakathwa,kulula ukukhuluma mawu ngumuntu ongazi lutho nhlobo.ngoba sizwa ngezinkulumo nje kuthi awu wazilutho.

  • @THOLINHLAHLAZUNGU-fr7xs
    @THOLINHLAHLAZUNGU-fr7xs 13 วันที่ผ่านมา

    Yooh kunzima nkos yam kwaNqulu😢😢😢😢

  • @zubonemsimango3387
    @zubonemsimango3387 13 วันที่ผ่านมา

    Umdlalo weZibhamu😢😢😢

  • @thabisothabi9301
    @thabisothabi9301 4 วันที่ผ่านมา

    Ngizwe woke usale, ungaveliyonkindaeo

  • @jurodahgabriel1816
    @jurodahgabriel1816 13 วันที่ผ่านมา

    Aziboshwe izikhohlakali ezibulala abantu

  • @user-id8ww9om3x
    @user-id8ww9om3x 12 วันที่ผ่านมา +2

    Kodwa ke eMsinga engabe sakona ngani

  • @sphansibande1710
    @sphansibande1710 13 วันที่ผ่านมา +1

    Eyi amahloni kimi sebeshutha eduze kwechunu no Ndosi 😂

  • @Themeleza055
    @Themeleza055 4 วันที่ผ่านมา

    Sengathi bengakhuzeka abantu bakwangqulu hhou

  • @sphalwazimbuyazi7653
    @sphalwazimbuyazi7653 12 วันที่ผ่านมา +2

    SEBENZA NDOSI SIKHATHELE ABANTU ABABULALA ABANTU

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 13 วันที่ผ่านมา +1

    ayibo uyosebenza nini ecaleni likasenzo kungadlalwa ubuqili ecaleni lase marikana ecaleni lasephoenix amandiya ebulala abantu ewancoma ecaleni lika aka tibs namhla indodakazi ka gordaan summy body layomacala kuthiwani ngawo

  • @user-fz1wk2is6k
    @user-fz1wk2is6k 11 วันที่ผ่านมา

    Ave Hlonipha kodwa Ngizwe mawungamazi

  • @user-oc6jj4pe5s
    @user-oc6jj4pe5s 10 วันที่ผ่านมา

    10 wabantu abashonile akekho noyedwa oboshiwe ay ngeke khona okushaya amazi ake uNdosi elilethe ithimba elibuya kwezinye ezindawo ngoba leli lasendaweni likhomba ukusenjeziswa💔

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g 13 วันที่ผ่านมา

    Batshele nkomisengilele 🤞

  • @ChritinaJacobs
    @ChritinaJacobs 13 วันที่ผ่านมา +3

    Cele kodda hai hai kufanel unike omnye umntu ithuba wena hai

    • @mjakadash1159
      @mjakadash1159 13 วันที่ผ่านมา +4

      Anike omunye umuntu kanti ubukhosi yini or ifa? Lowo muntu uyokhethwa uhulumeni naye akazikhethanga uCele ipost ayinikwe uhulumeni

    • @user-oc6jj4pe5s
      @user-oc6jj4pe5s 10 วันที่ผ่านมา

      Crs bafo naye kodwa lo khomishwa ngathi ulele kakhulu that is why uNdosi ehleli em overtake😂

  • @ntuthukomacdonald5699
    @ntuthukomacdonald5699 5 วันที่ผ่านมา

    Mawusukalapho uze ngakithi kamaphumulo ayi

  • @user-sp6do6wr8h
    @user-sp6do6wr8h 13 วันที่ผ่านมา

    Safika sawavula amathanga 🤣🤣🤣

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 13 วันที่ผ่านมา

    EzaseMsinga zihlala zithi iyesabeka imsinga. Inani kanti,okunye sesitshelwa amaga aluhlaza cwee

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 13 วันที่ผ่านมา +1

    Bring back oma Barrett forceful pliz mr Ndosi

    • @melusingobese792
      @melusingobese792 13 วันที่ผ่านมา

      Usevuse ama NIU they are worse than the Barrets.

    • @gxobinjasambemntungwa9694
      @gxobinjasambemntungwa9694 10 วันที่ผ่านมา

      ​@@melusingobese792bayaququda Mqungebe

  • @thuthukanicele7
    @thuthukanicele7 13 วันที่ผ่านมา +2

    Zoso mawa amavideo adengekayo, afundise noma akhe noma ahlekise kodwa ayi lomsangano oveza lamaqaba eniwabiza ngamabhinca. Kodwa akusali ukuthi uyukhamera man kaNgizwe

    • @masikozaca5531
      @masikozaca5531 12 วันที่ผ่านมา +1

      Kahlek elamaqaba lingenaph

    • @thuthukanicele7
      @thuthukanicele7 12 วันที่ผ่านมา +3

      @@masikozaca5531 umuntu kazulu ongamuhle ngezinto zamanje nonenqondo encane ubizwa ngeqaba🤣🤣🤣 awusazi isiZulu Kanti Masaka

    • @masikozaca5531
      @masikozaca5531 12 วันที่ผ่านมา

      @@thuthukanicele7 waze wazenz boh intephucuzekil

  • @Xulu762
    @Xulu762 13 วันที่ผ่านมา +2

    😂😂😂😂😂😂Mr president ngizwe mchunu ey bheki cele le nunu😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @ntombincaneaudrey1577
    @ntombincaneaudrey1577 13 วันที่ผ่านมา +2

    Mongameli wamabhinca ngyakvuma

  • @bohcele4963
    @bohcele4963 9 วันที่ผ่านมา

    Ndosi...umsebenz wakho uyathandeka...mhla sinilanda nilwe..ilapho nobona NIU ngalelolanga.

  • @jobesithole5590
    @jobesithole5590 10 วันที่ผ่านมา

    Bayasiphoxa kodwa abantu bakithi singama Zulu ngalento yokuthanda udlame nokubulala. Ayi, mina angisazi kwakhala nyonini esizweni sethu. Silwela intuthuko, ukwakha umnotho nemindeni kukhona abaqotha abantu ngezibhamu.
    Ake bebhekane nayo iNIU labo sikhotheni sibone ukuthi ubani oyosala enkundleni ngalelo langa. Safa oswayini bababulali.

  • @ayandadlamini9266
    @ayandadlamini9266 13 วันที่ผ่านมา

    I pity those criminals because SIU doesn't play indeed these days.

  • @GrassrootsViews
    @GrassrootsViews 13 วันที่ผ่านมา +1

    No audio Zoso

  • @banzimakiva5847
    @banzimakiva5847 13 วันที่ผ่านมา

    Mother and two kids yhooo uyahlanya lo udubule ezongane why xa exakiwe angazidubuli yena rhaaaa sisiiii

  • @lunganidlamini8582
    @lunganidlamini8582 7 วันที่ผ่านมา

    camera man uboke ushuthe phela nabathamele umhlangano ume kancane nge Chunu siyalazi

  • @user-vs7ef8rn9i
    @user-vs7ef8rn9i 12 วันที่ผ่านมา

    Uyobukuphi kuleminyaka ewu 5 ezayo 😂

  • @sbongisenimkhwanazi2792
    @sbongisenimkhwanazi2792 12 วันที่ผ่านมา

    Bayayisebenzisa abantu iNIU ukhuluma iphutha Ndosi uma uthi ayisentshenziswa abantu futhi bayayikhokhela🤔

  • @mphomudau6842
    @mphomudau6842 13 วันที่ผ่านมา

    Is this ngizwe chanel?

  • @busanimani7018
    @busanimani7018 12 วันที่ผ่านมา

    Musa ukulamula Ndosi bopha ikhohlakali

  • @siyethembangubane9567
    @siyethembangubane9567 13 วันที่ผ่านมา +1

    Unamanga lobaba akaze afike eMsinga,uwesaba kabi
    Ngingowakhona impela eMsinga asikaze siba bikho leso sigameko samathanga 😮😮

    • @mvumenimzimela3590
      @mvumenimzimela3590 13 วันที่ผ่านมา +1

      Went to varsity with a guy from Msinga he used to say all these kinds of things. Cele was still a MEC in KZN.

  • @mduduzindlovu2797
    @mduduzindlovu2797 12 วันที่ผ่านมา

    Kpdwa lo ubulawelwe izingane nonina usazokhokhisa nam bengzokhokhisa ngisho esefikile lawomathimba

  • @cebonzama8183
    @cebonzama8183 12 วันที่ผ่านมา +1

    Isilo sithini sona makunje 😡😡

  • @user-qf7fh7bs2o
    @user-qf7fh7bs2o 12 วันที่ผ่านมา

    Ayikho indaba kaCele kubanje imoto yemali ekhona eNquthu isithunzi sakhe usiqede ngokukhuluma kakhulu nalapho okugenasidingo khona

  • @LovelyTableTennis-xf3bg
    @LovelyTableTennis-xf3bg 13 วันที่ผ่านมา

    Udlubheke😂

  • @sbonisothapelo5435
    @sbonisothapelo5435 13 วันที่ผ่านมา

    No sound lana

  • @siyabongamanikivana9170
    @siyabongamanikivana9170 8 วันที่ผ่านมา

    Kuphi lapho lemindeni ikhonmbana khona

  • @mpumelelomsongelwa3730
    @mpumelelomsongelwa3730 13 วันที่ผ่านมา

    SEBENZA NDOSI MHLE UMSEBENZI WAKHO,FIKA NASE EASTEN CAPE/ EMPUMALANGAb KAPA.ANDATHI UNGA FIKA UBOPHE NAMAKHOSI,AYEBA,XA KUBEKWA INKOSI KUBE KHONA INKOSI UMISUZULU .AFUNDISE AMAKHOSI UKUBA INKOSI AYEBI.INKOSI AYI DAKWA,AYI NABO ABANGANI(AHLONIPHEKILE AMAKHOSI KWA ZULU ICOCEKILE INKOSI YAKWA ZULU XA UYIJONGA INENATHI ISEBENZA EPALAMENTE. EMPUMA KOLONI UYIBONA IFANA NOMNTU ONCEDISA UMNTU OTHENGISA UTYWALA

  • @user-of7lv2sq8p
    @user-of7lv2sq8p 10 วันที่ผ่านมา

    Yini le engaka ehlalwa ibangwa kwesixeko

  • @mphikisenimkhize
    @mphikisenimkhize 13 วันที่ผ่านมา

    Owakwabani lomndeni?

  • @russelmanqele5637
    @russelmanqele5637 10 วันที่ผ่านมา

    Akubona ubunsizwa if udubula isimame nezingane

  • @nkosikhonantombela6254
    @nkosikhonantombela6254 13 วันที่ผ่านมา

    Hhawu kwelakithi. IChunu belila eHlanzeni?

  • @mbusophungula2141
    @mbusophungula2141 13 วันที่ผ่านมา +1

    Abantu abaphucwe izibhamu

    • @princemthembu1995
      @princemthembu1995 12 วันที่ผ่านมา

      Inkinga kuzophucwa thina esivikela impahla yethu

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza 13 วันที่ผ่านมา +2

    😂😂😂ungizwe uyaythoba mase ekbona live😂😂😂

  • @mavukavukani2183
    @mavukavukani2183 13 วันที่ผ่านมา

    Bahlaanganizwa uNyazi emabhida okwesibili manje bexhawulana

  • @SifisoMolefe04-yq1oc
    @SifisoMolefe04-yq1oc 8 วันที่ผ่านมา

    Nakhu ngsala I kuphi ne Nquthu

  • @user-ue4cv7gz1k
    @user-ue4cv7gz1k 13 วันที่ผ่านมา

    Bayahleka abatholayo.thina sohleka ezulwini uma izwe lisaphethwe umuntu omnyama

  • @user-vr1xn4zd6b
    @user-vr1xn4zd6b 13 วันที่ผ่านมา

    Dedela sound ndoda

  • @SbuMabhuma
    @SbuMabhuma 13 วันที่ผ่านมา

    Why is the police man saluting a civiliant😮

  • @emmanuelkhethukuthula8249
    @emmanuelkhethukuthula8249 11 วันที่ผ่านมา

    Abaphi labobafana baka Khuzwayo

  • @ChippaS6457
    @ChippaS6457 9 วันที่ผ่านมา

    Imfutshane le video sifuna 50min

  • @busanimani7018
    @busanimani7018 12 วันที่ผ่านมา

    No one above the law akekho umuntu osaba uMsinga khohlwa. Cele is not a station commander of Umsinga police station.

    • @thabanibrian
      @thabanibrian 12 วันที่ผ่านมา +1

      Ungena kanjan uMsinga Lana ngoba imindeni elwayo eyase Nquthu

    • @gxobinjasambemntungwa9694
      @gxobinjasambemntungwa9694 10 วันที่ผ่านมา

      ​@@thabanibrianmuhle umbuzo

  • @bonginkosimazwixaba7140
    @bonginkosimazwixaba7140 13 วันที่ผ่านมา +1

    Ababoshwe

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 13 วันที่ผ่านมา +1

    lelimenemene eliwungizwe kazi lihlekani nalomkhulu owatshengisa inzondo wamdayisa wambophiss ngegama azikhale thina bantu basemzansi asikalibali ukuthi lomkhulu wake wamhlukumeza ungizwe nomndeni wakhe

  • @xolani784
    @xolani784 12 วันที่ผ่านมา

    LOL ngiqedwa uNgizwe exosha lensizwa edidizela ngakubona

  • @user-mi9zt4jl1y
    @user-mi9zt4jl1y 12 วันที่ผ่านมา

    Sicela usebenze size khumbula ibrixton Botha says they going kill each other steel money buy guns earth group

  • @user-ri9ii6bu3t
    @user-ri9ii6bu3t 12 วันที่ผ่านมา

    Iyiphi lemindeni ebulalanayo ngoba ngezwa kuthiwa nje kudutshulwe uBaba Shobeni lozala uDlubheke ? Manje masekuthiwa kubulalana imindeni angsazi

    • @user-oc6jj4pe5s
      @user-oc6jj4pe5s 10 วันที่ผ่านมา

      Bathi Sbiya.mbatha.khuzwayo.sthole ngiyawulibala lo omunye iwu 5 isiyonke

  • @xolilelanga1917
    @xolilelanga1917 13 วันที่ผ่านมา

    Kukuphi ne Nqutu la

  • @SibusisoMavimbela-dm5zl
    @SibusisoMavimbela-dm5zl 13 วันที่ผ่านมา

    Ucele ungenaphi ngoba owesithathi uyayiphanga impi

  • @jurymabaso4678
    @jurymabaso4678 11 วันที่ผ่านมา

    Abahlonishwa bebethule bezibuka izimo ezinje bangabi amagagu nje sifuna imisebenzi ibonakale

  • @ThembaMhlongo-ux9ju
    @ThembaMhlongo-ux9ju 13 วันที่ผ่านมา +1

    Yilobunsizwababo ubunsizwa ukwakha isizwe nemindeni ne community