Mkhulu Mpunga, ngybonga ngecazelo mina kuthiwa nginabantu abandala khona manje ngenza amangobogo and bathi that's why ngihleli ngiphatwa ikhada ngoba angikaze ngabezele lutho..ngishoda ngolwazi nje ukuthi mele ngiyephi from la ngikhona
Lalela ke Mfo ayingaphaphelani ayazan, ungazoqina la ngoba awyaz lento oykhulumayo thula Boy. Buza mawngazi ungavele udilike nje awngaz. Okumnandi u Mlekeleli uyaz ukut ngithin mangithi Phunga LeSintu so plz mind your own Words Muntu wenkosi NXXXXX uyanyanyisa maaaan
Ay usikhuluma kahle isiZulu mfoka Mbanjwa. Akusajwayelekile ukuzwa umuntu ongaxubi isiZulu nesingisi.
Mkhulu Mpunga, siyabonga kakhulu ngohlale usipha ulwazi. Mkhulu ngicela usenzele noma uqophe, I Audio book. Incwadi eqoshwe ngezwi noma ngomlomo. Khona siZokulalela sihamba noma senza okunye. mina ngingakulalela ngize ngifike egoli, galakaqa. Siyabonga.
Mkhulu Mpunga, ngybonga ngecazelo mina kuthiwa nginabantu abandala khona manje ngenza amangobogo and bathi that's why ngihleli ngiphatwa ikhada ngoba angikaze ngabezele lutho..ngishoda ngolwazi nje ukuthi mele ngiyephi from la ngikhona
True mpunga and uhlezuzondwa ozalwanabo ilento bavele gangakguni nje ngoba usuphiwe umqondo wokwazi konke,mna nginaleyonkinga mpunga uBaba wenesphiwo ,Amen
The video starts here 3:34
Thanks for saving my data 😂😂🤣
Thank you😁
Thokozani
Siyabonga kakhulu Mpunga yesintu njalo syasithanda isintu sethu qhubeka
Sithola kanjani ukuthi basimbhethe ngani abantu abadala? Sithola kanjani ukuthi iyona indlela ekumele siyihambe lena?
Ngiyabingelela khehla cha ngibonga konke osenzela kona kodwa ngicela ukwazi ukuthi senze njani uma saxabana siwumndeni manje sifuna ukuxolisa emathongweni sithelelane Amanzi kanti futhi senze njani ngokukhumelana umlotha ngicwashiseni ngiyacela singaze Mpunga senze okungeyikho
Kuyezwakala Mpunga, kodwa ngicabanga ukuthi kusukwe kukhulunywa ngemimoya not abantu/amaThongo. Umuntu onabantu abadala ungenwa umoya wasekhaya nangaphandle kwaBantu abamembethe. Vele uma umntwana esazovundla kuyaba nomhlangano wabantu abadala odingida ngaye. ilapho kukhethwa khona iThongo elizomembatha nekuyilo eliphakama ngezimiselo ezibekwe phezu kwaleyo mpilo. LeloThongo lihlambulukile. kuphinde kubekhona ukungenwa abantu basekhaya abangahlambulukile abakungenayo, labo bantu awuzalwa nabo, kodwa uma bekhalela izikweletu eziphezu kwabo bangena umuntu emndenini. Ngicabanga ukuthi kubalulekile ukuhlukanisa lokhu. Ukumbathwa into ozalwa nayo, ukugenwa kwenzeka usuzaliwe.
Ndunakandaba siyabonga. Bengicela ukusibhekele isihloko mayelane nokufihlwa komuntu, ukuthi bekwenziwa njani emandulo uma umuntu etshalwa emhlabathini ngoba ngesimanje kuyayekudingeke umfundisi emangcwabeni.. please ngiyacela mnewethu
Ngiyakuzwa iqiniso elingaphikishwa
Siyacela mpunga uke usihlaziyele kabanzi ukuthi uma Umuntu evula n egeza imimoya usuke enzani and yini esuka idala lokho
Good question
Mpunga nami kwathiwa ngebhethwe abadala kumele ngibange bahamba bengangezanga
Kunzima ukukuthola icingweni yoh
waphinde washaya khona mnewethu...sihlezi sitleza nje
Ufakaz ke wena
Anobuza meningazi ningavele niqine nje
@@siyanda7865 asingajwayelani mbhemu
Yah ukhuluma kahle Asinga jwayelan Mbhemu nawe yenza njalo ke
Siyabonga
Ngyabonga bhuti Ngyabonga ngendlela obeka ngayo, bengibuke I video lapho khona ukhulum ngokusindiswa🙏
Cha asiyidelanga lenxoxo....khona okusodayo ukuthi yini angazi lol...
Impela kuningi kakhulu inkinga nje kusuke kwangena ucingo ebeluphuthuma ngatatazela
Ai Sesolinda iNotification sesithola uPart2...Sibonge Impunga!
Nginenkinga nginabo kodwa manje ngikhulelwe manje besengizoyogqoka ingubo yami emnhlophe bese ngiye nasempophomeni manje angazi
Ngiyabonga .ngifunda njalo kuwe baba
Seskhona Phunga LeSintu
Sikulalele la eGoli
Kuyini ukuba uthi "phunga lesintu"? Uyazi ukuthi yini iPhunga? Nokuthi yini iMpunga? Lapha kwakhiwa futhi kufundiswa ngesintu ngakhoke ungabhedi mfo.
Lalela ke Mfo ayingaphaphelani ayazan, ungazoqina la ngoba awyaz lento oykhulumayo thula Boy. Buza mawngazi ungavele udilike nje awngaz. Okumnandi u Mlekeleli uyaz ukut ngithin mangithi Phunga LeSintu so plz mind your own Words Muntu wenkosi NXXXXX uyanyanyisa maaaan
Syabonga Mpunga yeSintu
Zinjani izintambo zemimoya , ngibona ( yellow, green & blue )
Syabonga kakhulu mfoka Mbanjwa ngokusikhanyisela🤝🤝🤝
Iqiniso💯💯🤝🤝
Mpunga yesintu
Mpunga yesintu,ngihlezi ngizwa ukhuluma ngonogwaja omhlophe ugijima ehlungwini,ngabe "ihlungu'olunyr yini uhlobo lotshani noma ?
Ngiyabonga
Ngokwami ukwazi ihlungu ilapho obekunotshani khona kwase kusha kwasala sekungenatshani sekumnyama nje, ilona hlungu lelo
Siyabulela
Impungaaa !
Manyoni approves this message🧘♂️🐦🦅🐧🕊️🐣
Impungaaaaaaah
Impungaaaaaaa