Thank you so much mtungwa for answering my questions. My cousin has the desease ezinyaweni you are talking about and a lady from Zimbabwe told us to find this animal so that akhone to help him. But we didn't know what it was. Thank you so much. And okubuhlungu was that la elele khona njalo kuvuka kunomhlsbathi kulelogumbi ngisho angashintsha amaroom. Manje that why I asked you to show us ukuthi yini . But manje ungidida mawuthi Angeke siyibone ngiphelelwa amandla ukuthi siyomsiza njani
Ekhaya ko Baba ibakhona lento njalo ngoDisemba inkinga esbhekene nayo manje eyokuthi ingane ka mzala wami Inamadyungudyungu ezinyaweni asazi siyozizakala njani
Sabonani ngilibona esikholeni ngazizwa ngisaba
Siyabonga kakhulu Mntungwa. Mina ngibonga imfundo oyenzayo kule channel sengathi ungakhula umyalezo ufinyelele phambili kulabo abadinga ulwazi. Okanye nezingane ezizalwa mumva nje akuselula zazi ngalezinto kodwa manje sekulula ngoba Khumalo usibekele u bhaqa phezulu. Siyabonga
Wena weSilo ,ngiyathoba Mpangazitha ,ngibamba ngazo zombili Malandela
Ivalwa kanjan ukuthi ingavukuzi egcekeni
Ngayibona ngephupho ngihamba egcekeni ngathi ngiyayinyathela kodwa umnikazi wayo engimaziyo ogangayo wathi hayi ngiqela ongayinyatheli, manje oseyazi ukuthi ngiyazi futhi ngalibona
Ngazwalwa phakathi kwesikhwama senkosazane
Ukuzalwa ugaxhile yikuzwala unjani mkhulu
Kusho ukuba ingane ekhethekile ezalwe yembathiswe ingubo emhlophe
Thank you so much mtungwa for answering my questions. My cousin has the desease ezinyaweni you are talking about and a lady from Zimbabwe told us to find this animal so that akhone to help him. But we didn't know what it was. Thank you so much. And okubuhlungu was that la elele khona njalo kuvuka kunomhlsbathi kulelogumbi ngisho angashintsha amaroom. Manje that why I asked you to show us ukuthi yini . But manje ungidida mawuthi Angeke siyibone ngiphelelwa amandla ukuthi siyomsiza njani
Kubonga mina wena weSilo . Cha engikushoyo wukuthi uma isaphila ibonwa kuphela ngabantu bekhethelo. Lapha ngikhuluma ngomuntu osuke eyibone kuqala, wabe esebebiza abanye. Uma ibonwa umuntu bese lowo muntu ebiza wena ukuba uzoyibona nawe ,nguyena osuke enenhlanhla hhayi wena. Kuyefana nezilwane ezifana neNhloli , iNhlwathi njalo njalo . Lezo izilwane ezibonwa ngabantu bekhethelo kuphela. Cha uma usidinga lesilwane sikhona eFaradeyi nakwaMai Mai siyadayiswa , siyabiza kodwa. Kudayiswa esesifile
Angazi cc Pamela ungasthola kanjani Kona NAMI nginaso ngathi ngizihambela nje ngibuya eznkomeni ngasbona sicrosa indlela ngasibulala ngingasazi ngokuthi yini ngabuza omunye ubaba wathi imvukuzane. Kdw Sona sinebala elimhlophe ekhanda.
Unenhlanhla bhuti Potters . Mina izolo aunty uthe kuncono siyosifuna Ka maimai sesizoya khona
Ivikelwa kanjani
Ngiyabingelela ngicela ukubuz imvukuzane uma ivela Enaleni ichazani futhi ngixosha kanjani ukuthi ubuyele lapho ivela khona
Ngiyimba njalo akuchaz lutho uma uhlala endaweni eyisihlabathi... ezinye izinto azidingi izinkolelo
Ekhaya ko Baba ibakhona lento njalo ngoDisemba inkinga esbhekene nayo manje eyokuthi ingane ka mzala wami Inamadyungudyungu ezinyaweni asazi siyozizakala njani
Khehla lami mina ngalibona ekhaya egcekeni ngedlela engazi ngayo ukuthi libika umhlola ngalibulala manje ngiyathuka mawuthi linhlanhla libonwa ngabazalwa bembethe
Kuthiwa libika umhlola uma libonakale limba ebaleni. Impela lesi isilwane esingaveli sibonwe nje yinoma wubani. Ngeke uphume uthi uyosizingela ngoba uzophuma inqina kaMabuyaze. Kuyefana neNyengelezi , iNhlwathi, iNhloli njalo njalo. Lezo izilwane ongeke uphume uthi uyozizingela. IMvukuzane ngisho noma ungemba indunduma lapho ivukuze khona ngeke uyithole
Camagu Mntungwa
Wena weMbube
Camago
Isuke ichazan mangabe ivukuza ebaleni but asiyboni
Ivukuza ningayiboni kanjani?
Nkc babu dokotela
Wena weMbube
Ivikelwakanjani
Sithi Yi ntuku thina le
Wena weMbube enamandla,sibamba ngazo zombili🤝