Dadwetu, ngiyasaba mina kuqala ngoba nam kutiwa ngoyhamab IMPOPOMO ngoze ngiyeke, ngidingeka ngapansi kwamanzi, asilinde bona ngoba elam lithi kuncono ngitatwe yibo ngobba sengidlalile kakulu abantu ngoba belambile befuna imali hyoooooo kunzima all the best cc
Nga phezulu Kuna Manzi kodwa away fika Kimi ngase ngi bona iliso lingo bhekile no Mfula ungi nukela nje ngoba unuka.ngathi ngelinye ilanga ngiya e manzini ngathi ngi fika kwase ku suka umoya obandayo i hlahla za vuthuluka amahlavu kwabe ngathi kushada umuntu Maka thelwa ngama flowers ngathuka kodwa azange ngi hambe.ngingu muntu oyayo e manzini ngiyo geza konke nje okwenzekayo emfuleni.ngiya khoza e Zcc kusho ukuthini loku Na baba?
Thokoza kehla. This touched me ive been dreaming of something like this 2times n I've never done anything cz I'm scared of water or dams n I don't know what my dream really means. But bengihlezi 2times nenyoka emanzini ngimikiswe nguMkhulu wami ongasekho emhlabeni. Manje I business lami limile zinto azihambi kahle. Cela usizo
Thokoza khehla, ngicela ukubuza lana nginakho mina vele ukuwaphupha amanzi, ngelinye ilanga ngaphupha ngihamba phezukwalo ulwandle. Manje sengike ngaphupha kuthiwa angifake ubuhlalu obu powder blue and white, manje inkinga yami ithi ngizobufakwa ubani lobuhlalu? Kanjani? Amen ngiyabonga usazongiphendula.
Ngiyabonga baba. ❤
Ngabizwa emanzini Olwandle ngephupho. Ngaya ngabuya nokuthize abanginika kona. 🙏
Sawubona baba ngaze ngayithanda indlela osichazela ngayo,uyasikhulisa siyabonga baba izandla zidlula ikhanda🙏
Hallelujah
Thokoza
IngwenyA emanzini
Nelanga elibovu likhanyA emanzini
Siyabonga Mkhulu THOKOZA EMBO OMKHULU
Ngibingelele baba umkhize ..abakuphisayo ngokuthwasa kwasemanzini ingoba abazi lutho ngivumelana nawe. ..ukhokho wam ugogo kamama wathwasa emanzini walahleka for izinsuku kwayohlolwa kwatholakala ukuthi usemanzin kumele kuyoshaywa izigubhu ecelen kwalowo mfula kuculwe ukuze ezophuma ..ngempela bakwenza waphuma nayo inyoka emvakwezinsuku sebelahke ngisho ithemba ...ngikhuluma nje khakomama akekho othanda amanzi bayawasaba ngisho ukungena emfuleni noma olwandle abasondeli nje ngenxa yento abake bayibona .
Kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho ongasekho ekunika I silver small sizes within it my gift
Wooow! Kwaze kwa saaaah, ukhuluma iqiniso mpela nkuthi ilizwe selangcola. 🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙏🏾
Thokoza Khehla you never disappoint, you always say the truth and the truth will remain like that..Makhosi
Thokoza Khehla👏🏽 ey mina ngididekile ngami. Ngiyasaba futhi
Siyabonga baba khabazela ngencazelo yangiqinisa dolo mina bangikhombisile nomuntu kumele yongifaka baphinda bangitshela kuthi khonani sizibeni
Thokozil ndawuwe shewe baba, ngibuya ukupbupha inyoka yenkulu phezulu kwedlu kepha ayiko omnyama
Shwele ngiyashweleza baba omdala ...anginawo amaningi.
Makhosi Mkhulu masibonge Baba ukusicacisela ukuthi kuse enqgondweni kuthi Bha!!Siyabonga Ngokusikhulisa .🙌👏👏kuhle silazi iqiniso kanti sithathe nezaluleko zakho sifunda lukhulu kuwe Mkhulu U Nkulunkulu akwandisele Baba🙌🙌
Wayibeka Gcwabe 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
Kuliqiniso elesabekayo I went through a process alone with my ancestors guiding me through dreams and I came back with a 🎁
Wow...that's great gogo
Camagu that’s great news 👏🏽 🙌🏽
I so wish kbon isqalo sendlela vz nam nginsleyomkinga bt angi understand lutho ngesintu
Wow what profound revelation
Ngaze ngasaba .. kumele ngiye amanzini kuthiwa izinto zam zi ngizilindile sengingenile ngephupho ngaphuma. Kuhle kunabantu nezindlu. Uqinisile baba mkhize. Its so beautiful. Sekusele ukuthi ngiye Uqobo manje ngiyasaba 😭😭
Dadwetu, ngiyasaba mina kuqala ngoba nam kutiwa ngoyhamab IMPOPOMO ngoze ngiyeke, ngidingeka ngapansi kwamanzi, asilinde bona ngoba elam lithi kuncono ngitatwe yibo ngobba sengidlalile kakulu abantu ngoba belambile befuna imali hyoooooo kunzima all the best cc
Ngiyakvumela yazi..nami sengike ngaya ngephupho,ngihamba nelinye ilunga lomndeni elingasekho,kuyilona elingivulelayo kulezozindlu.lingikhombisa i izihlobo zami engizaziyo nengingazazi,Kunendlu eyayiyinhle ngokumangazayo,wagcina ngokuthi Lana kuhlala umphathi wethu sonke, ngalindela ukuthi uzovula wavele wanyamalala,kwaba ukuphaphama kwami
Khabazel ngiya bonga for your insight kodwa ngi cela ukubuza nga phupha nginga phantsi kwa Manzi, Ku homile
Nga phezulu Kuna Manzi kodwa away fika Kimi ngase ngi bona iliso lingo bhekile no Mfula ungi nukela nje ngoba unuka.ngathi ngelinye ilanga ngiya e manzini ngathi ngi fika kwase ku suka umoya obandayo i hlahla za vuthuluka amahlavu kwabe ngathi kushada umuntu Maka thelwa ngama flowers ngathuka kodwa azange ngi hambe.ngingu muntu oyayo e manzini ngiyo geza konke nje okwenzekayo emfuleni.ngiya khoza e Zcc kusho ukuthini loku Na baba?
Sibonge mkhulu uyalimela iqiniso engakho ngikukhonzile 🔥🔥🛐
I never had problems with ancestors but here is where I learn how to be natural person
#VectionClothing
The truth must be told nomatter how hard it is. Siyabonga Khabazela.
Siyabonga khabazela engathi umdali namathonga bangasigcinela wena mina ke nginokuphupha impoohoma kube nomuntu ofake ijazi lase Zion afaka abantu mina kube ngathi ngibuqamama kunaye or kube ngamanzi ahambayo avela kanjalo ephutsheni ngingazi ke nokuthi kuchaza ukuthini
Syabonga Baba umkhize
Camagu Mkhulu, siyabulela ngolwazi 🙌🏽
Sawubona Baba Mine ngiphuphe ngingeniswa emanzini yindidoda Engingayazi🎉 .beyingifaka kaniningi .kushoni
Thokoza Mkhulu.Ukungazi kulibulele izwe kwamoshela nabantu abadinga usizo eningi imali le.Inkinga yethu nje singabantu babu Mkhize,asizwani neqiniso.Sithi silazi kodwa siqhubeke nokufuna futhi sphile amanga.Nokuhlakanipha kakhulu kusibuyisela emuva ngoba sizitshela ukuthi siyazi bese singazihluphi ngokuthola ulwazi kwabazi ngempela.Mina babu Mkhize sengikufanisa naye uDavid Icke,uyakhuluma,uvula abantu amehlo kodwa abantu bakushaya indiva.Ngisho kwayena uJesu bengamphika abantu uma engathi thushu nje la emhlabeni uzobatshela iqiniso leli abangalifuni.
Thokoza mkhulu Mkhize Mina ngididekile sengi stress futhi phupha inpophoma phupha ulwandle nemfula nginenyoka enkulu yamanzi ne maimaid mahhashi nephiko inyoka zimhlophe mabhubesi nenpiko amabhubesi majazi mabhayi nom nazaretha ngidiza ngisa understand ngi phupha into yenzeke
Thokoza mkhulu ugogo wami wethwasa kanjalo ozala umama wami wabuya nenyoka wangena nayo esibayeni kwabulawa inkomo
Good information Khabazela 🙏🙏👌
Thokoza mkhulu syabonga kakhulu mina funds okuningi kuwe Baba
thokoza KHehla mengisaqela ukubuza kuqazani ukuphupha izinkomo iziningi ezi brown enye bayihlaba emqaleni ngomkhonto angimbonanga lomuntu uyhlabile mengisacela incazelo baba thokoza Mkhulu🙏🙏🙏
Khabazela, Mina bengicela ukubuza ukuthi umlotha osala Uma ushisa impepho wenziwa njani. Uyawuchitha yini
Siyabonga Baba
Ngyabonga Baba Makhosi Amakhulu iqiniso liyahlale limile, aligiki Ndlondlo
Tokoza mkhulu most of them is these up and coming generations that don't want to be advised #vkungazili
Syabonga mkhulu🙏🙏
Baba Mkhize ngicela ukubuza ukuthi kucazani ukuphupha usebenza kodwa ungasebenzi ,futhi libuye njalo ngokulandelana lephupho
Baba wam🐆🐆🐆👏👏👏Makwande!!!
Mmm 🤔 makhosi🙏🙌
Thokoza mkhulu ngiphupha izito eziwu2 emnysma nemhlophe zihamba phezu kolwandle ngicela ichazelo
Thokoza kehla. This touched me ive been dreaming of something like this 2times n I've never done anything cz I'm scared of water or dams n I don't know what my dream really means. But bengihlezi 2times nenyoka emanzini ngimikiswe nguMkhulu wami ongasekho emhlabeni. Manje I business lami limile zinto azihambi kahle. Cela usizo
Phahla ucele umkhulu akucacisele ukuthi mele wenzeni, ikhona video ka Bab'uMkhize ekhuluma ngokuphahla kuthi kwenziwa kanjani.
Thokoza mkhulu qiniso lodwa Lelo mkhulu
Sawubona Baba, ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umndeni ongezwani uhlangene, sihlezi nomamawethu ongasekho, kunetha imvula enkulu silindele ubabawethu ongasekho naye, sikhathazeke ngokungafiki kwakhe, Uma simbuza ngefone ukuthi yini angafiki wzthi ubanjwe imvula eningi,
Thokoza khehla, ngicela ukubuza lana nginakho mina vele ukuwaphupha amanzi, ngelinye ilanga ngaphupha ngihamba phezukwalo ulwandle. Manje sengike ngaphupha kuthiwa angifake ubuhlalu obu powder blue and white, manje inkinga yami ithi ngizobufakwa ubani lobuhlalu? Kanjani? Amen ngiyabonga usazongiphendula.
Eish mina phupha hamba nabelungu abayi fmly sisiya elwandle
Ngiyabingelela baba nami ngeke ngaba nephupho ngingena emhlangeni kodwa ngithola ibala elomile
Molo tata ndicela ukubuza xa uphupha uLovane
SIYABONGA. Camagu 🙏
Thokoza mkhulu ngyafisa ukufika uke uthi kungikhulisa kancane
Siyabulela bawo uyicacisile iyevakala ,sibonga kumdala ukusiphathale abantu abasika alwazi olubalulekileyo kangaka , enkosi
Mina baba ngayiphupha isekhaya egcekeni kunesiziba wathi umuntu yingane yami manje angazi ukuthi kusho ukuthini
Baba Wami Unkulunkulu Akugcine Nama Qiniso
Akubongwa kuyezwakala
sawubona mkhulu mina kuningi okwenzekayo yini engingageza ngako ukuvula impilo imile
Ngihlezi ngiphupha amanzi ahlanzekile awasesiphethwini Kanye nawase mpophomeni nawesiziba esicwebile angazi kuchazami
Thokoza mkhulu ndingaya emanzini ngedwa ngoba soloko ndise manzini kodwa andithwasanga
Amen tata
Baba angilawo amaningi limqotho lelo
Baba ngicela ukbuza ukuth ngingenza njan ...ngidinga ukwenza umsebenz wezinkukhu ekhaya ..manje inkinga umalume wathenga umuzi wase eqashisa ngekhaya ...ayikho inkinga Uma ngi wenzela kowakhe umuzi or ngizokwaz Ngan ukuth abadala wabakhipha ekhaya wabayisa kumuz wakhe...while ikhaya lisekhona...ngicela usizo ..nguabonga
Thokoza khehla kunjalo iqiniso elingaphikishwa
Sibonge baba iqiniso lelo .lmali yiyo evele yiyo eyisilongo kodwa izangoma seziningi kakhulu
Babe mkhize mine ngiyafisa kuchumana nawe mane ukude ,ukhuluma liciniso lodwa,
The truth always 💯
Ngifisa ukwazi kuchazani ukuphupha ulwandle lu clean lungena endlini
Sawubona Baba ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uphupha usebenza esibhedlela kunezindwangu ezinegazi kodwa awusebenzi uhlala ekhaya kodwa lapha esibhedlela ubusebenza?
Ngyabingelela ekhaya kuchazani uma uya empophomeni ulbone ungena uthingo lwenkosazane ekhoneni lempophoma bese uzongena ngaphansi kwayo impophoma kuvele kugqame umbala oblue bese uyangena ngaphansi kwayo uzihlambulule luyini uthingo lwenkosazane empophomeni?
Ubekile baba mkhize
Amen
Babukhize ngiphuphe ngisokhalweni( desert)kuthe kuqala ukusa ngasaba Ngaqalazangizugeza ngabona imbuzi emhlophe engenabala uhleli ingibhekile i.ingabe lisho ukuthini
Power baba ngyabonga soo true.
Ngibingelele Babu Mkhize ngingathokoza mengingathola number yakho 🙏
Sawubona babu Mkhize mina ngike ngaphupha ngikhothwa inyoka emuva emahlombe Kodwa ngangayinaka umbala ngaphuma ngabaleka Kodwa mangiphuma e gate ngabona imoto emhlophe estha engenawo ama number plate Kodwa nganga ngena kuyo nga bese ngiya phaphama
Awu sybonga ukwazi ngezinto akumele sizazi sikwazi nokulandela esikutshelwa amathongo
Dr ur teachings r fruitful but confusing cz u only use ur native language, plz talk so everyone can understand 🙏
Thokoza mkhulu ngiphuphe ulwandle oluclean lunamagagas kunabant bekade bekhon ngalumisa ulwandl luza mawal kith lwam lwazotha bekuza amagagasi kithina ngalumis bababaz abant bekade bekhona
@ThobekileCebekhulu I relate...😭
kuchazani ukuphupha intuku ithukuza phantsi komhlaba ibe izama uphuma ngaphandle
Ndiyabonga kakhulu undincedile mna ndiphupha I cell phones ndihamba ndizichola Chola ezinye zembelwe endleleni okunye ndiphuphe indlu yasekhaya idilika
❤
Mina ngaphuphu ngise manzini neNkosi uShaka Zulu, kuchaza ukuthi lokho?
camagu whats the reason tht almost made me drown kulwandle the begninig of the year
ndiyabulela kutsho kwacaca enkosi bawo ngokucacisa
Masibonge kumsamo institution nakuwe baba mkhize ndihleze ndiyibukela inqubo yakho kwi television Ingono yoMsamo
Makes de baba Mkhize
Ngicela ukubuza ukuphupha usendlini inezimpahla kodwa iyanetha
Mna ndifuna ukwazi xa uphupha uhleli phantsi kwamanzi nabantu ongabaziyo
Kudala ngikufuna vvo
Umsamowokungenisabadala
Baba celukubuza kuchza ukuthini ukuphupha uhamba phezukwamanzi kodwa ungacwili
Bendiphuphile Nam ngolwandle... Ndazalwa ndembethe ndiyathanda uphupha ngamanzi but I'm struggling ufumana uncedo or uthola umuntu oneqiniso. 😥
Camagu mkhulu makwande
Maye babo buye bayaphika yini pho.
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ulwandle kuchitheka
Ok mfana
Thokoza mkhulu
Ngihlushwa ingane ihlale iziphupha ingaphansi kwamanzi kuthiwa iyithathe inyoka and lento kyenzeka ngisho ibhekile Uma ifika phezu komfula ivele ubone isalukazi sithi abangene emanzini imtshengise inyoka emvakwalokho ayazi nokuthi kwenzakalani emvakwalokho
Makhosi
Siyabonga Baba