Uma kufika isthwalambiza yini ekumele uyenze

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 248

  • @nombulelondlovu9884
    @nombulelondlovu9884 16 วันที่ผ่านมา

    Ngiyabonga mkhuluisithwalambiza sifikile ngisekhaya nangempela ngasikhulumisa ngaphinda ngasithola emotweni ngaphakathi emotweni ngasikhulumisa futhi ngazizwa ngigcwele intokozo enkulu.Kusho kona ukuthi ogogo bese behamba nami

  • @RosemaryNdlovu-lc3ok
    @RosemaryNdlovu-lc3ok 9 หลายเดือนก่อน +1

    Eyi sibonga ukuukuzwa ukuthi. fanele senzeni umasibona isilwane esiwuphawu lwabantu abadala nokuthi awukhulumi nabantu abadala ngempepho kuphela yiyabonga ❤❤❤

  • @bongiwemncwango9414
    @bongiwemncwango9414 ปีที่แล้ว +3

    Syabonga mkhulu mina njalooo mangyekhaya syafika isthwalambiza sigibele kimi sihambe emzimben wam, noma ngisibone ekhethenisini ekamelwen lam njalo nje mangkhona ekhaya ashlali singafiki fut sihlala iskhathi eside bengikhuluma kodwa ngingenayo insure yokuthi yin okmele ngyenze ngyabonga kakhuluuu ngokungvula amehlo❤

  • @DollyKhumalo-m9t
    @DollyKhumalo-m9t 10 วันที่ผ่านมา

    Ngicela ukubuza Uma ngiphupha inkomo ingihlaba ilwa nami ngabe kusho ukuthini

  • @NomusaMtshali-c5j
    @NomusaMtshali-c5j หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga mkhuulu ngolwazi olunzula❤

  • @selulekolethumtshali2150
    @selulekolethumtshali2150 ปีที่แล้ว +4

    selokhu ngaqala ukukwazi Mpunga eyi ngiyakhula mihla yonke ngishay'izandla ngiyabonga umenjalo Mzukulu kaMdumo🙌

  • @selinamosia3857
    @selinamosia3857 ปีที่แล้ว +21

    Mpunga 👏🏾🕯️
    Mkhulu can you humbly use pictures to your topic to help us who are not fluent in Zulu!!! Like all the animals you've mentioned on this topic🙏🏽

    • @bmshik
      @bmshik ปีที่แล้ว

      Praying mantis

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 ปีที่แล้ว +4

    Ushayekhona Mkhulu ngihlala ngiwuthola uphawu labantu abadala kepha ngingazi kuthi kufanele ngenzenjani ...namuhla sengifundile kuthi kumele ngenzenjani.

  • @zodwazungu
    @zodwazungu หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga ngolwazi engilitholayo ngoba bengikubuka nje sengitkwenza njalo

  • @thuthumchunu1414
    @thuthumchunu1414 3 วันที่ผ่านมา

    Sibonga mpunga yethu kimi besfikile bengingelwazi oluphelele impunga

  • @malibongwemaphisa4055
    @malibongwemaphisa4055 ปีที่แล้ว +4

    Yazi ugogo esaphila wake wangitshela nami ngaso isithwalambiza and sekukaningi ngisibona ekhaya endlini la ngihlalakhona ngingazi ukuthi uma ngisibona kumele ngenzeni. Kusukela manje sengiyazi.

  • @nellylinah4164
    @nellylinah4164 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Mkhulu into yabantu abadala ayishudwa

  • @zamanifreedom6085
    @zamanifreedom6085 หลายเดือนก่อน

    wangelapha mnewethu ngyabonga kakhulu kwande khehla lami

  • @jamillahhlongwane590
    @jamillahhlongwane590 9 หลายเดือนก่อน

    Thokozani mkhulu, yoh ngabe nga zizakala, akuzange zfika iyithwalambiza endlini langihlalakhona ngingazi ukuthi fanele ngenzeni, khona ukuba thiokozisa ngiya ba thikozisakodwa bengingazi ukuthi kufanele ngizobe nabo, makwande ethongweni

  • @NokukhanyaNtombela-w1l
    @NokukhanyaNtombela-w1l 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngolwazi ngicela ukubuza ukuthi inkalankala yona isho ukuthini

  • @JadeanSmith-fi5fv
    @JadeanSmith-fi5fv 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga ngifunde lukhulu kuwe 🙏

  • @bandilezuma416
    @bandilezuma416 4 หลายเดือนก่อน

    Amen baba inkosi ikubusise. Kufike iNyendle la egcekeni Kade iqalile ukukhala🕯️

  • @wisemanthokozani4680
    @wisemanthokozani4680 7 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga bhuti wami lesisimo sezintethe sisandokwenzeka evikini eledlule and angazanga ukthi ngenze Jani yize bengibona ukuth yibo abantu abadala kodwa angazanga ukthi bekmele ngithemeleze ngaso lesoskhathi. Ngyabonga bhuti akunkhanye njalo empilweni yakho 🙏🏿

  • @SheshileBiyela-h4j
    @SheshileBiyela-h4j 2 หลายเดือนก่อน

    Syabonga ngokusifundisa bengiyaye ngijabule kuphela bengingaz ukuthi kumele ngikhulume nkoc yami

  • @QhamkileCele-c9w
    @QhamkileCele-c9w 2 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga minaa zonke lezlwane ziyafika kodwa ngivele ngibone ukuthi angenze utshwala besizulu😊

  • @PhumzileMcineka
    @PhumzileMcineka ปีที่แล้ว

    Ngyabonga mkhulu kumina kuqale kwafika nyoka ehlaza ngabaleka ngayxosha ngoba ngyaysaba ngaksasa kwafika isthwalambiza esibrown kwadlula inzuku kwafika ezuluhlaza zahlala iskhathi ngingazi esinye ngaze ngasbulala coz ngangazi kodwa ngaxolisa senginolwazi olkhulu ngyabonga inkosi ikbusise mtwana wethongo

  • @ZamekileMyeni
    @ZamekileMyeni 5 หลายเดือนก่อน

    Mpunga!ngiyabonga incazelo mina ngisebenza ejalidini sekuze kwafika inyoka eluhlaza ka thathu bengivele ngithi "thokozani Bantu abadala ngiyabonga ukuthi ningigadile"ayi sengocela mkhulu ngiyabonga incazelo ukhulu uze ukhokhobe usiphakela ngolwazi❤

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 9 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga Mpunga...ngathi levidoe yayenzelwe mina...bengingazi safika emsebenzini sahlala ekhanda Kimi for hours.i did not know😢😢levidoe ngibona namhlanje😢

  • @MandlenkosiCele
    @MandlenkosiCele 6 หลายเดือนก่อน

    Sesiyazi Mkhulu

  • @phindiwerakgotho2444
    @phindiwerakgotho2444 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mkhulu isifundo, Uma bafika kanjalo ngingakwazi yini ukubuyela kubona ukuthi ngababona ngathula, ngicele bangadinwa baqhubeke baziveze.

  • @LungsaniNdlela
    @LungsaniNdlela 2 หลายเดือนก่อน

    Ngithi makwande kukhanye mpunga yesintu, ngithe ngiqeda ukugquma kuwusuku lwesithathu savele safika esibrown leslwanya ngaphuthuma ukuzobheka ukuthi kusho ukuthini ngathi ngifika kulendawo othi khona akumele upholise amaseko ngabe sengiphuthuma ngiyo khuluma. Ngiyathemba ukuthi ubese khona wangizwa ukuthi yini esenhlizweni yami uKhokho. Ngithi nje makwande mpunga yesintu kukhanye, umsebenzi wakho muhle okamvelingqangi, ukubusise ngesphiwo esiphilisa thina kwande kube kuhle.

  • @AnovaGospel-xz1zp
    @AnovaGospel-xz1zp ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu siyazibonga izimfundiso zakho ziyasakha ngempela sikufisela unyawo olude nempumeleo

  • @mfanafuthicedrick6719
    @mfanafuthicedrick6719 ปีที่แล้ว

    Cela ukundlulisa okukhulu ukubonga wena owakwethu Nkashana kaMenzi
    Kimi ngike ngaphupha amakhandlela ngiwanikwa intombazane engangayazi nangempela ngawathenga ngawakhulekela ngawashisa ngaphahla ngawo ngisuku olulandelayo kwaqhamuka inyekevu endlini ngokungabi nalwazi ngayibuka nje ngolulandelayo futhi kwafika isithwalambiza lapho ke ngakhuluma ngabonga ngoba benginalo ulwazana ngaso
    Besengineskhathi engibasa ngaso amakhandlela ami ngelinye ilanga ngaphuthwa ngivakashe kwenye indlu kodwa khona ejalidini kuthe sisahlizi nje kuleyondlu sangina isthwalambiza sazohlala kimi ekhukhwini ngakhumbula ukth konje ngiyaye ngibase amakhandlela ngaleskhathi sebengilandile ngahamba naso ngaze ngayofika endlini mangisakhuluma emakhandleleni Sasuke sahlala obondeni
    Cha sengikhanyiseleke kakhulu bhuti ngyabonga kakhulu🙏🙏🙏🙏

  • @ncanemaisenyane3316
    @ncanemaisenyane3316 ปีที่แล้ว

    Yes mkhulu ngiyezwa ngcela ukubuza Uma usiphupha isithwalambiza mele wenzeni

  • @babyyygirl1856
    @babyyygirl1856 ปีที่แล้ว +1

    Baba mpunga ndiyabonga mna zenzekile lezizinto last year xa bevula abantwana endlini bathola kubhabha inyosi ezininzi bazixosha 2 kwalandela umhlwa emapalini endlini ngaphakathi 3 intuthwane ezibovu kwabazishishiboya embhedini kwaba yisthwala mbiza esiluhlaza ekuseni baba kumele ndenze ntoni ndaabenza utywala just ukuxokozelwa ekhaya kumele ndenze njani baba

  • @Bukelwa-s1t
    @Bukelwa-s1t ปีที่แล้ว

    Yabongo kwimpunga yhoo bengaz .kodwa ngoku ndikhanyiselekile

  • @Ntokozo-p8e
    @Ntokozo-p8e ปีที่แล้ว

    10:19 amen Mkhulu syathokoza ngokusicacisela okuhle, iNkosi mayihlale inawe🙏

  • @ThembsileNgcobo-pk3br
    @ThembsileNgcobo-pk3br ปีที่แล้ว

    Syabonga mkhulu syafika impela layikhaya kodwa singazukuthi wenzenjani ukhule mkhulu 🙏🏿

  • @lulamagodongwana935
    @lulamagodongwana935 ปีที่แล้ว +5

    Mna ke mkhulu inyoka ndiyoyika ngale ndlela endingenoyichazo vele andinoxoka ngeke ndihlale apho ikhona

    • @sinikojoja4228
      @sinikojoja4228 ปีที่แล้ว

      Nam ndinjalo mfetu ndiyoka ukufa inyoka.😅

  • @NosiphoKutta-wj3xi
    @NosiphoKutta-wj3xi 2 หลายเดือนก่อน

    Kudala ngsbona isithwala mbiza kodwa bengazi ukuthi sisho ukuthini

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq ปีที่แล้ว

    Kaze umangisibona ezindaweni esihlala kuzona esilungwini kwenzeka njani

  • @sandilezondo6308
    @sandilezondo6308 ปีที่แล้ว +1

    Isineke sakho Mpunga ngezimfundiso osipha zona👌🏽👌🏽👌🏽

  • @nkosiemhlongo7567
    @nkosiemhlongo7567 ปีที่แล้ว

    Mina sesike sahlala elolini enghamba ngalo emsebnzi. Isthalambiza bangivuka ngkusasa ngifica esinye esibhranu emotweni yasekhya enghamba ngyo Uma ngya emsebnzini

  • @thembalethuhadebe6883
    @thembalethuhadebe6883 ปีที่แล้ว

    Sawubona Mpungayesintu ngyabonga ngolwazi bengingazi ngalokhu ukhule omafuze afulele bakwandisele. ❤

  • @thokozanehlongwane7378
    @thokozanehlongwane7378 ปีที่แล้ว

    Umangabe lezizinto uzibona emuzini womunye umuntu wenzenjanike

  • @ThokozaniNtanzi-is6wq
    @ThokozaniNtanzi-is6wq 10 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Mpunga yesintu ukusivula amehlo Amen

  • @NokuthulaLanga-k6n
    @NokuthulaLanga-k6n 8 หลายเดือนก่อน

    Amen Mkhulu syabonga kusichazela mina ngivelee ngigaye utshwala

  • @mantabeni7934
    @mantabeni7934 ปีที่แล้ว

    Mkhulu Impunga
    Ngicela ukubuza uma lezilwanyana uzibona ungekho ekhaya njengo moto, noma lapho osuke ukhona ngaphandle kwekhaya ngabe lokho kusachaza khona noma uma sifike la ohlala khona? Ngibuza ngoba kuyaye kune izikhathi ezehlukene nginokuzibona ngisekuhambeni noma zivele ziqhamuke. Ngiyabonga

  • @bongekilegama5363
    @bongekilegama5363 ปีที่แล้ว

    Ngendla engyisaba ngayo inyoma wea ngingalapha phezukwendlu mayisendlini😢😢kuvele kushwaqe izinwele

  • @busishongwe9659
    @busishongwe9659 ปีที่แล้ว +1

    Khathini kwasa ngokunye, ume njalo baba. Kuse khona Wena nabafana nawe never umuntu omnyama abe extinct kusake nabelungu abasesikhunjeni esimnyama.

  • @lettiemaake5843
    @lettiemaake5843 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga izimfundiso zakho mkhulu amen 🙏

  • @nombusondlovu4704
    @nombusondlovu4704 ปีที่แล้ว +3

    Min inyoka ngayibulala bakith ngangingeke nglale😭😭😢isithwalambisa sibakhona makade ngkhuluma ngcela inkinga ke angazi impendulo yakho isuke ithini kodwa ngyakhuluma ngth singinibonile ngyabonga bese ngthenga iblack label beer ngyiphuze kancane bese ngyayichitha kancane bese ngyayibeka yoh evakwalokho ngzogula ngfe amahlombe ngkhale ngzumeke ngphuphe logogo ongakhulumi ohlezi ebusy nje
    Siyabonga Mpunga kwande

  • @Steiung
    @Steiung ปีที่แล้ว +2

    Uya ku 100 000 subscribers manje, Zuleliphezulu!

  • @oldiesmkhize4799
    @oldiesmkhize4799 ปีที่แล้ว

    Mm siyabonga eyokwenzukhamba yona mpunga mabefikile iyikho

  • @buselaphibhengu7058
    @buselaphibhengu7058 ปีที่แล้ว

    Mkhulu mina sake safika isithwalambiza emzin lapho ngiganele khona sahlala ekhethinini lewindi lami ngaphakathi umyen wami wasibona wangkhombisa wathi nangu ugogo kodwa akathemelezanga kusona

  • @nonkululekoncube4427
    @nonkululekoncube4427 ปีที่แล้ว

    Hawu wayizeka Mpunga yesintu babe nawe omkhulu nogogo amadlozi amahle uphile nje mshana wakomashiyamahle siyabonga

  • @rmasiyamgobhozi
    @rmasiyamgobhozi ปีที่แล้ว

    Siyabong mkhulu ngokusikhulisa siyafunda kakhulu ngolwazi lwabandala

  • @nomathembamkhulisi1344
    @nomathembamkhulisi1344 ปีที่แล้ว

    Mpunga siyabonga kodwa uma kufika inyendle ifike ife endlini kusuke sekwenzenjani

  • @nkosinathincobela7597
    @nkosinathincobela7597 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu!! Ume njalo nje, waze wayiqaqa inkinga. Bengingazi okumele ngikwenze uma kufika isithwalambiza. Sengazi kahle manje. Baze babe nawe abadala ngokusikhulisa! Sibonga asiphezi!!

  • @tinangubane9349
    @tinangubane9349 ปีที่แล้ว

    Syabonga mkhulu ngokuschazela kahle isintu esibalulekile 💓

  • @josephmbuyisa4107
    @josephmbuyisa4107 ปีที่แล้ว

    Akwande Mpungayesintu 🤝

  • @bonganikhumalo221
    @bonganikhumalo221 ปีที่แล้ว

    Amen mkhulu ngicela ukubuza inyoka elihlaza enamabala amnyama ngabe eyabantabadala yini ikeyafika bayibulala ngangingekho ngolunyusuku yafika ngikhona ngangayibulala kodwa ngangazi ukuthi kumele ngenzeni

  • @Zanele_Mkabayi_Zulu
    @Zanele_Mkabayi_Zulu ปีที่แล้ว

    Mhmmm syabonga ngezimfundiso zakho baba, kwande🙏🙏

  • @BusisweSebati
    @BusisweSebati 10 หลายเดือนก่อน +1

    Mina mpunga yesintu isithwalambiza ngisibona kakhulu emsebenzini noma nje angithi langisebenza khona

    • @NomvuseleloCwele
      @NomvuseleloCwele 9 หลายเดือนก่อน

      Nami ngisibona emsebenzini

  • @ZinhleMthiyane-z7u
    @ZinhleMthiyane-z7u 2 หลายเดือนก่อน

    Mina ngisiphuphile isithwalambiza ngisihaya sihleli esandleni sami ngize ngabiza umfwethu ngathi akangshutje

  • @sandilemngadi5234
    @sandilemngadi5234 11 หลายเดือนก่อน

    Mkhulu ngiya Bonga kakhulu
    uphile njalo Mbanjwa 🙏🙏

  • @nontobekosithole18
    @nontobekosithole18 8 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza kufike ukhokho uhlezi endlini ngikhulumile naye ngathenga ijuba ngoba angikwazi ukugaya isizulu umuzi angakawubiki angazi noma ngenze kahle yini

  • @Modest_Meridian
    @Modest_Meridian ปีที่แล้ว

    Hawu 👌🏽 mina sivele sihlale kumina isithalambiza emhlane noma ekhanda, zombili izinhlobo. Ngiyasesaba angifuni ukuqamba amanga, angiyena umuntu ophahlayo kodwa sifika almost njalo ngeSonto

  • @patriciabanjwa7300
    @patriciabanjwa7300 9 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga mkhulu ulwazi nencazelo

  • @sifundophakamani7322
    @sifundophakamani7322 ปีที่แล้ว

    Welldone Mpunga Yesintu

  • @welcomezulu3290
    @welcomezulu3290 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngale ngifunde lukhulu asibonge

  • @DumileMaseko
    @DumileMaseko ปีที่แล้ว

    Ngibonge Mpunga yesizwe ngiphendulekile

  • @juliontladi7781
    @juliontladi7781 ปีที่แล้ว

    Mkhulu ngiyakhulela ngiyabonga kakhulu hleze ngisibona njalo kodwa angazi ukuthi kumele ngenzenjani ngiyabonga kakhulu mkhulu akwande

  • @nontandosikhosana4016
    @nontandosikhosana4016 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mpunga sikhuluma kuphi masiwabona amakhehla noma abogogo , siya emsamo noma sikhuluma khona lapho sibabona bakhona 👏👏👏

  • @nondumisogcwensa2007
    @nondumisogcwensa2007 ปีที่แล้ว

    Aweema kwathi angikhale yazi. Seke safika la endlini esi brown saze sahamba ngilokhane ngisibuka ukuthi sesingakephi. Au Jehova ukube ngangazi

  • @nomkhulekorcaluza6065
    @nomkhulekorcaluza6065 ปีที่แล้ว

    Ngibonga ukukhanyiseleka Mkhulu.

  • @nosiphonosi8072
    @nosiphonosi8072 6 หลายเดือนก่อน

    Ndiya ulela bendingazi ukuba funeke ndithethe xa ndisibona ndidla ngova nje uba idibanisa nabantu abadala but ndingazi njani

  • @luyandasnamiso8952
    @luyandasnamiso8952 7 หลายเดือนก่อน

    Mkhulu mina ngithandaze ebusuku, ngaphupha I grasshopper Eli green elikhulu

  • @SimphiweMngandi
    @SimphiweMngandi 4 หลายเดือนก่อน

    Mpunga, siyabonga ngencazelo kodwa ngiyafisa ukucaciseleka ekutheni kusuke kuchaza ukuthini ukubonalaka siqhwakele ekhanda isithwambiza ngoba sekuke kwenzeka kimi ngasiyeka ngagcina ngingazanga ukuthi sisuke nini

  • @aaronmojalefa3248
    @aaronmojalefa3248 ปีที่แล้ว

    Sibonga imfundiso Mpunga yesintu.Wawu kade ushilo phambilini ukuthi ongena Gogo nongena Mkhulu,la kuMpunga yesintu logo muntu usenabo ogogo nomkhulu ngokufundisa kwakho.Sibonge kakhulu nakuwo amakhehla akwembethe,Makwande.

  • @mogalekganya
    @mogalekganya ปีที่แล้ว +1

    Impungaaaa🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @tumishontombela69
    @tumishontombela69 8 หลายเดือนก่อน

    Eeei bhuti wam uyingqwele , siyathokoza wena weSilo.....Ngyasihlonipha isiphiwo sakho

  • @soloninkosiyethumngomezulu170
    @soloninkosiyethumngomezulu170 ปีที่แล้ว

    Yebongisibonile isithwala mbhisi ekhaya ngesikhathi kadr ngisanda ukwenzela ugogo amahewu ngisibine sengizophindela emuva ngangazi ukuthi kumele ngenzenjani

  • @XolileDubazane
    @XolileDubazane 6 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga mkhulu mina zyafika kdwa ngingakhulumi sengyazike manje ngyabonga

  • @mahadishokhoa7239
    @mahadishokhoa7239 ปีที่แล้ว

    Masbonge mkhululu 🙏🙏🙏🙏

  • @shinealone621
    @shinealone621 ปีที่แล้ว

    Kwenziwanjan ma kifik inkalankala

  • @BusieNdlovu-y7l
    @BusieNdlovu-y7l 7 หลายเดือนก่อน

    Big up mkhulu ❤

  • @VuyolwethuNgqoshani
    @VuyolwethuNgqoshani ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga mkhulu❤

  • @smahjobe8731
    @smahjobe8731 6 หลายเดือนก่อน

    Mina ngasibona uma ngiya kogogo..sasilokhu sihlezi phezu kweburglar waze washo omunye umakhelwane wathi angishise inyama ngenze ukhamba..ngempela ngenza njalo kwasa singasekho..sesihambile

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 ปีที่แล้ว

    Sawbona baba kwenzeka kodwa kwatholakala ukuthi siyabulaleka ngephutha kwakungenagesi kumyama umtwana washaya masesibhekisisa kanti kwakuyiso umoya wami waphatheka kabi kodwa ngaxolisa ngibonge mkhulu

  • @khayosshombela2428
    @khayosshombela2428 ปีที่แล้ว

    UMdali akugcine Mpunga, uyilamulile, ekhaya zike zifike zigcwale umuzi sivele singazi senzenjani. Umfwethu wake wazibala ngelinye ilanga zaziwu 13 kukhona nesasisikhulu ngendlela ethusayo. Saze sathenga ikhathoni sachela ngalo ebaleni ngoba kwamuzi loyo awukakabikwa. Ngiyabonga Mpunga ubuthunywe kimike namuhlanje khehla 🙏

  • @nkosingiphiledennis4883
    @nkosingiphiledennis4883 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga kakhulu Khathini sijwayele ukufika isthwalambiza uma ngisekhaya njalo kodwa bengingazi ukuthi kumele ngenzenjani. 🙏🙏🙏🙏

  • @happinessMakhunga
    @happinessMakhunga 10 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela baba ngicela ungichazele ngentethe Lena ibizwa ngeskhonyane intethe engajwayelekanga nje ngiyacela ungichazele ngayo

  • @nomusabuthelezi6281
    @nomusabuthelezi6281 ปีที่แล้ว

    Hawu! Yaz kade sikhona sthwala mbiza kuthangi ngavuka naso kamelwen lam,izolo saye dining room kuse namhlanje angisasibon

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga Mkhulu Ngcobo wangelapha

  • @DianaMasina
    @DianaMasina 7 หลายเดือนก่อน

    Izolo kufike isithwala mbiza esibrown

  • @ThabiGumede-of8su
    @ThabiGumede-of8su ปีที่แล้ว

    Ngyabonga mpunga yesintu,bengingazi namhlanje sengiyaz ❤

  • @busitshabalala4181
    @busitshabalala4181 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga ngemfundiso zakho. Mpunga❤❤

  • @AyandaNkunzi-d2c
    @AyandaNkunzi-d2c 6 หลายเดือนก่อน

    Mkhulu ngicela ukubuza Uma uphupha iinyoka ezahlukene ngokhala kuchazani

  • @MchazileShandu-cn8mj
    @MchazileShandu-cn8mj ปีที่แล้ว

    Ngicela ningiphe lengoba enivala ngoya iyangibusisa siyabinga baba ukukhuliswa

  • @mary-annnhleko6449
    @mary-annnhleko6449 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mpungayesinyo, uhlezi uwusizo, qhubeka njalo.

  • @NhlanhlaNtanda-mn5ql
    @NhlanhlaNtanda-mn5ql ปีที่แล้ว

    Ngyabonga kakhulu mkhulu zinokufika kwesinye iskhath zibaning endlin sengokhuluma nazo

  • @oupazwane8412
    @oupazwane8412 ปีที่แล้ว

    Mfethu Ndunakanda ngiyakuvuma uyinkunzi edlanazo maqede ziyihlabe isinyenyela uyasipholisa isizwe esimpisholo khulanjalo mfethu ungapheli amandla.

  • @sebenzilemazibuko4659
    @sebenzilemazibuko4659 10 หลายเดือนก่อน

    Saze safundiswa kambandi

  • @Stufuzamasibiya
    @Stufuzamasibiya 8 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga Mpunga👏