Awu madoda uma ubuntu bethu bungabuyela kuleyamnyaka sikhula kuwona onke ama-South African we can surely make big things happen. Sibonge kwiNguni Off-Road
I would gladly donate kulobaba. It's a nice feeling knowing that your money will be used effectively unlike the politicians who eat it with loose women
Siyabonga everyone... Kodwa labomakhelwane bebevuma ugogo alale ngaphandle bekhona? Maybe I didn't understand the story properly... Kodwa haaikhona yho
Sebenzi omuhle madoda ❤
Siyabonga Bantu Bakithi, yayinhle into, UNKULUNKULU anibusise!!!
Siyabonga maZulu amahle inkosi inandisele lapho nithathe khona
Zulu omnyama ondlela zimhlophe 🙏🙏🙏🙏 umuntu umuntu ngabantu!
Abavuke nabanye kwezinye indawo ilunge iafrika❤ uMdali anandisele, amakhosi namakhosikazi omhlaba aniphumelelise
Unamandla uZulu muhlangene, ey asbonge weK nebandla lwakho lonke👑🙏🤝
Ungathi uNongalo uyadlala nezinsizwa kanti bayasebenza hawu siyabonga kakhulu
Siyabonga unkulunkulu asikhulise kwande
MBATHA 🙌🙌
Kahl Kahle Ubuntu nikhona kithi kushoda inkosi Yoshoni kodwa unongalo usevelile 🙌🙌💯
SiyabongauNkulunkulu anibusise kuthi imali eniyinikelile uNkulunkuku aniphe kakhulu kunakuqala babaMsweli uNkulunkulu akugcine akubiyele ungapheli amandla aqhubekeakubusise
Syabonga bafwethu kwande🙏
Siyacela bantu bakithi sifunde ezintweni ezinjena nathi sibenesisi ,nesihe,nothando komunye umuntu omnyama wakithi ❤🎖😇👑
Bangakubambi inkunzi kulelizwe esiphila kulona ngoba eish
Ayy khona sekunzima kodwa singayeki ukwenza okuhle okuzosiza abanye ngenxa yobubi esibonayo ezweni
Baba Msweli siyabonga nama Nguni off road 👏👏👏
Ngaphandle komsebenzi wakho omuhle Baba uskhombisile ukuthi inamandla indlu emnyama mayihlangene🙏🙏
Windoda baba Msweli 🎉❤ akudume izandla kudume ihlombe engeke angithathe lone company kagesi nami nginesicucu sawo # itoho 🎉🙏
Mahle lamazwi Sotobe. Msweli inkosi ikuvikele South Africa isona sakhiwo lezi ekumele sisiVukele
Yaz masingabambisana kanje eSouth Africa angeke sahlupheka umdlalo omuhle ngaty ungahlezi uhamba kahle 🙏 Baba Nongalo🤝❤️
Yaze yamnandi into ngaphandle kwepolitiki awu syabonga BabuMsweli uyiqhawe
Awu madoda uma ubuntu bethu bungabuyela kuleyamnyaka sikhula kuwona onke ama-South African we can surely make big things happen. Sibonge kwiNguni Off-Road
Mh nkosyami babuMswelli😢. Syabonga kobhuti bethu❤
Baba umsebenzi owazayo mhle Siyabonga ngemisebenzi yakho emihle❤❤
Ngwenya syabonga umsebenzi owenzela isizwe sibonge nasezinsizweni zaseMpangeni o K ngomsebenzi omuhle 💪👌
Waze wamuhle umsebenzi wenu Baf'wethu danko K
Siyabonga Ma Luthela siyabonga.Izwi laythinta inhliziyo
Muhle umsebenzi wakho baba,msweli inkosie ikuphakamise lapho ovuka ingathi uzwa ukhathele kodwa inkosie ikuphe amandla uqubeke ngumsebenzi owenzayo muhle baba ,enkosie ,siyabonga
Siyabonga Nguni off road iNkosi ibusise inivikele kukho konke okubi imisebenz iyabonakala
Siyabonga ndlwemnyama. Masiqhubeke sibambisane silakhe elethu izwe.
Kushoda umongameli wamabhinca❤
😅😅😅kubengcono wangababikho njoba bekukhona ujomo.sbiya lo ambiza Ngo celemba ngekhanda
Inkosi inibusise mazulu akithi kwande la enicosha khona❤
Awu BoBhuti ngyathobela, syabonga kakhukh nigcineke nje ziNqwele zakithi.
Bayede kingK🙏🙏🙏
Syabonga Msweli nabantu bakithi abakanikelayo inkosi inibusise
Yayinhle into eniyenzayo zinsizwa zakithi
Ukwanda kwaliwa umthakathi👏
Siyabonga umphakathi waba Nguni of road inkosi iphinde iniphe futhi Kwande ngane zakwethu
Kahle Kahle Msweli bhuti unalomdlalo wendishi usungumdlalo webhakede🎉😅
I nkosi ibusise lapho kuthathwe khona😊
kwaze kwakuhle bonina kuzoguga ibhakede siyabonga nkosi
Ngcela ukuba u construction project manager😍❤️
Syabonga bafwethu ushembe aniphe konke enikufisa❤
Siyabonga kakhulu bfwethu enifake isandla Inkosi inibusise kwande sibonge naku Nongalo ngokwenzela umphakathi.
Siyabonga kakhulu uNkulunkulu anandisele
Phambili ngomsweli phambiliiiiiiiiiiiiii
Enkosi Nongalo 😍
Ayikho into ebusisa umphefumulo njenjobuntu. Asibuthandeni Ubuntu bantwana bakaNtu. Sbonge izingqwele ngomsebenzi omuhle.
I would gladly donate kulobaba.
It's a nice feeling knowing that your money will be used effectively unlike the politicians who eat it with loose women
S'yabonga bakithi kwandenje
MY NGWENYA, UKHULE BABA, UTHIXO ASIGCINWKE WENA NJALO NJE.
kzn my land,ubuntu
Uyinkunzi u k❤❤❤❤
Ey syabonga Nongalo nethimba ohamba nalo kwande ephaketheni
Hlangana zulu❤❤❤
Msweli for President✊
God bless you Babu Msweli🙏🙏🙏
Siyabonga kulezi mpunyela
SYABONGA NONGALO NEZINSIZWA 🎉
Syabonga umsebenz omuhle awuqhubeke ❤❤❤
GOD BLESS YOU GUYS ❤❤❤
Yayinhle lento❤🙏🏿
Nonke zinsizwa ngiyabonga mina kakhulu enikwenzayo
Nongalo nkulunkulu andise nje mubonowakho wokuqhamuka nento nhlekangaka
Power
God bless you guys 🙏
Muhle umsebenzi Baba uMsweli Nongalo with R10 you are making a huge difference to our communities🤗akwandisele uMvelinqangi
Zulu people are the best
ABANTU BAHLEZI BEFUNA UKBONA UNZUZO NANGU NJE EDUZE KWAMSWELI😅
❤south afrikaaa
K ngimkhonzile. Might move to mpangeni soon . I'll bring 4x4 join them
Mmm nkosiyami
Kwakuhle kwethu
Lol uK wokudla😅😅😅
INTO ENHLE IYACONYWA.INHLE
K mkhaya wmi sibonge.
❤❤❤msweli
Uthi uyatohoza ku k😂😂
💃💃💃💃
Nguni off road 🙏🙏
Baba Msweli iNkosi ikubusise nabantunabafaka isandla
Zulu kodwa niyasebenza bafwethu ngyabonga kakhulu
Ngwenya sibonga ubuhlakani bakho obenzela isizwe unkulukulu kaShembe akuphe insuku ezinde zokuphila emhlabeni 🙏
Siyabonga everyone... Kodwa labomakhelwane bebevuma ugogo alale ngaphandle bekhona? Maybe I didn't understand the story properly... Kodwa haaikhona yho
Singabe sisabagxeka omakhelwane asbonge ukuthi uGogo uNkulunkulu umvikelile wamgcina kwaze kwafika la engakaze ehlelwe ilutho olubi
Hey mft
Wazingani noma sebamudlwengula
🤣 🤣 🤣 Okuphakathi nje
God bless our black people ❤
Unobuntu nangu umhlonishwa uK mmm ai inkosi ikubusise bhuti cha awuzithwele futhi unogazi kwande baba izandla zidlula ikhanda
Makwande lapho nithathe khona
Nongalo Nongalo Nongalo!!
❤❤❤
Sbhebhe love
Yayinhle lento akwande bobhuti ukulula islindla
Mr k
I Wanda what is ANC saying
They're eating tax payers money only
Useless labo
Hawu labo ababalwa ndawo , kodwa blind south africans will suprise you they will still vote for anc irrespective , ugcina ungasazi 😢
yinhle lento eniyenzayo kwande lanithathe khona.
Syabonga Nongalo imisebenzo emihle
God bless you guys 🙏
❤❤❤❤❤