ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ngabingelela paster ngicela ukubuza ukuphupha kugcwele umndeni wami endlini yesthandwa Sami kuchazani ngibonge ngizolinda🙏🙏🙏
Siyabonga pastor mina ngiphuphe umlingani wami ekhulelise abantu ababili kikathi ngake ngamphupha ejola kathi uyajola ngampela
yeah, kuyenzeka, iphupho lisho ngqo into engadinge ukuchazwa.be blessed.
Siyabonga pastor, kusho ukuthini ukuphupha ubona izimfudu eziningi, bese uphupha sengathi umuntu ukushaya ngalo kodwa akugeje, kube sengathi ukushaya usemfuleni thizeni🤷🏼♀️
God. Bless you 🙏 pastor
You're welcome,Siyathobeka,INkosi ikulonde.
Siyabonga Pastor ngesihloko esihle sengize ngaphenduleka nami.Ngiyabingelela Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini uma uphushelwa umuntu othandana naye ekubona ufakwa isidwaba nomhlwehlwe ungumuntu wesilisa ngamadoda ayizigora kube ngathi baku drugile kepha yena lo othandana naye ekuvikela ukuthi kungenzeki lokho?Ngiyabonga
If you dream your partner duplicate in your dream what direction means?
syabonga kakhulu ngob bakhona abany la ku utube abadukisa abant ngaleliphupho
Molo Pastor ngicela ukubuza kucazani ukuphupha umngani wakho isoka lakhe licela usizo ukuthi lifuna ukumshada
Siyabonga
Kubonga mina.siyathoba.uphile ngane yakwe.
Mmmh mholi uyangilapha
Ngiyabonga, ngane yakwethu.INkosi ibenawe, futhi ikulonde njalo
Amen
Ngiyabingelela Rev sbonga isikhathi sakho sbonga izimpendulo ezethembekile kancane minake ngiphupha kushada mina nomuntu engingamz umyeni ngambona ngase kugcineni kade ngizibuza ukuthi why engekho ngenhlanhla angiwuvumanga lowo mshado
Kunjani Pastor ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umzali wami ophilayo engibuka kabi
Yah ner 😢
Ngyabonga pastor
Ngibingelele pasto ngicela ukubuza uma uphupha i ex yakho ithatha ophaqa bakho
Pastor ngyakuzwa kungasho vele ischitho abasizamayo phakathi kwenu
Yeah, That's true, mina I every time I dream having sex with my partner, siyaxana or siyahlukana.
Eii umona ebantwini nkosyami🥺
Just had a dream now engiCheat(ela) wandilahla haibo guys I’m hurt😭😭😭
Wayilwa besengithi vele ngisusa umsindo ngiyabonga amehlo avuleka
You're welcome,UNkulunkulu akwenzele okuhle.
Poster weningi, kusho ukthi ukuphupha umunt wakho egqoke izmpahla zangaphakat zodwa
pastor uma uphupha useskoleni mangiphuma eskoleni sengihlangana nomuntu wesilisa then senguzwa izwi lithi uyena umuntu engizophila naye lo ngabe kuchazana, two times nguphupha ngiseskoleni pastor
Hi cela ukubuza kushoni ukuphupha iboss yakho ikunika imali emhlophe
Ngiyabingelela mfundisi ukuphupha umlingani wakho elele lomunye umuntu ngabathola ngabe ngibashuta isithombe futhi after that ngezwa ubuhlungu ngakhala kakhulu ngaze ngaphaphama lokhu ngikhala kungabe kutshoni
Ngicela ukubuza ukuphupha ulala nentombi yomnganakho kusho ukuthi
Ngiphupha ngigibela ibus ebelinezitebhiso ezinokhaphethi oyello engizigibele kanzima ngoba ziphakeme nbesengiligijimela selisuka
1. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma uligibela; lusho ukuthi angeke uphuthelwe amathuba amahle futhi uzophumelela futhi ubenenqubekela phambili.2. Futhi *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma ugibela linabantu abaningi; lusho ukungena ebudlelwaneni nomuntu olandelwa wuxhaxha lwabantu, ukukhetha impilo yokuphila nabantu abamqondo munye nawe.3. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma ulibona; lusho isifo, ngeNgelosi yokufa ezolanda umuntu osephelelwe yizinsuku zokuphila.4. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma wehla; lusho ukuphunyuka ekufeni nasemizameni yabathakathi yokukuthebula, 5. Futhi *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma wehla; lusho ukuphela kwamathuba empumelelo nenqubekela phambili.6. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma wehla; lusho ukuphothula izinhlelo ukuphuma ebudlelwaneni.7. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma likushiya; lusho ukuthi uzophuthelwa amathuba angcono empilweni.8. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma limile; lusho ukuma kwempilo nokungabi nenqubekela phambili.9. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma ogulayo eligibela; lusho ukuthi kungenzeka izinsuku zokuphila seziphelile angase ahambe.10. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma lihamba; lusho ukuthi ungalindela ukuphumelela, intuthuko, inqubekela phambili ezintweni ozenzayo.
Kusho ukuthini ukuphupha umyeni wami osewashona eshada nomunye umuntu engingamazi.Ukuphupha ibhodwe lesizulu libaselwe umlilo ngaphansi kwalo.Ngihlushwa futhi ukuphupha abantu asebashona okungebona abakithi bekhuluma nje nami okwabantu abaphilayo,omunye nje ngize ngambuza ukuthi ngoba wena srwashona nje? Wangiziba ukungiphendula.Maningi pasted ngisazokuhlupha.Ngiphuphe izinkomo eziningi zingixosha ngize ngindize zigcine seziphenduka abantu bengixosha bebaningi ngidizele phezulu ezihlahleni.Maningi kungaba yimina kuphela kulengosi uma ngingawabuza wonke.
Kucazan ukuphupha muntu wakh ekubalekela Kodwa elobu eqalaza🤔
ngibingelele mphathi ngicela ukucazelwa iphuphu ukuphupha uxabana kakhulu not kancani no mfowethu kushoni
Sawubona Ngicel ukubuza ukuphupha ulala nomuntu ozwana kodwa empelenii anikaze nilalane solokhu naqala ukuzwana
Molo poster weningi. Ukuphupha kunguwena owala isoka lakho ongalazi khona kushoni.
Ngabingelela paster ngicela ukubuza ukuphupha kugcwele umndeni wami endlini yesthandwa Sami kuchazani ngibonge ngizolinda🙏🙏🙏
Siyabonga pastor mina ngiphuphe umlingani wami ekhulelise abantu ababili kikathi ngake ngamphupha ejola kathi uyajola ngampela
yeah, kuyenzeka, iphupho lisho ngqo into engadinge ukuchazwa.
be blessed.
Siyabonga pastor, kusho ukuthini ukuphupha ubona izimfudu eziningi, bese uphupha sengathi umuntu ukushaya ngalo kodwa akugeje, kube sengathi ukushaya usemfuleni thizeni🤷🏼♀️
God. Bless you 🙏 pastor
You're welcome,
Siyathobeka,
INkosi ikulonde.
Siyabonga Pastor ngesihloko esihle sengize ngaphenduleka nami.
Ngiyabingelela
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini uma uphushelwa umuntu othandana naye ekubona ufakwa isidwaba nomhlwehlwe ungumuntu wesilisa ngamadoda ayizigora kube ngathi baku drugile kepha yena lo othandana naye ekuvikela ukuthi kungenzeki lokho?
Ngiyabonga
If you dream your partner duplicate in your dream what direction means?
syabonga kakhulu ngob bakhona abany la ku utube abadukisa abant ngaleliphupho
Molo Pastor ngicela ukubuza kucazani ukuphupha umngani wakho isoka lakhe licela usizo ukuthi lifuna ukumshada
Siyabonga
Kubonga mina.
siyathoba.
uphile ngane yakwe.
Mmmh mholi uyangilapha
Ngiyabonga, ngane yakwethu.
INkosi ibenawe, futhi ikulonde njalo
Amen
Ngiyabingelela Rev sbonga isikhathi sakho sbonga izimpendulo ezethembekile kancane minake ngiphupha kushada mina nomuntu engingamz umyeni ngambona ngase kugcineni kade ngizibuza ukuthi why engekho ngenhlanhla angiwuvumanga lowo mshado
Kunjani Pastor ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umzali wami ophilayo engibuka kabi
Yah ner 😢
Ngyabonga pastor
You're welcome,
Siyathobeka,
INkosi ikulonde.
Ngibingelele pasto ngicela ukubuza uma uphupha i ex yakho ithatha ophaqa bakho
Pastor ngyakuzwa kungasho vele ischitho abasizamayo phakathi kwenu
Yeah, That's true, mina I every time I dream having sex with my partner, siyaxana or siyahlukana.
Eii umona ebantwini nkosyami🥺
Just had a dream now engiCheat(ela) wandilahla haibo guys I’m hurt😭😭😭
Wayilwa besengithi vele ngisusa umsindo ngiyabonga amehlo avuleka
You're welcome,
UNkulunkulu akwenzele okuhle.
Poster weningi, kusho ukthi ukuphupha umunt wakho egqoke izmpahla zangaphakat zodwa
pastor uma uphupha useskoleni mangiphuma eskoleni sengihlangana nomuntu wesilisa then senguzwa izwi lithi uyena umuntu engizophila naye lo ngabe kuchazana, two times nguphupha ngiseskoleni pastor
Hi cela ukubuza kushoni ukuphupha iboss yakho ikunika imali emhlophe
Ngiyabingelela mfundisi ukuphupha umlingani wakho elele lomunye umuntu ngabathola ngabe ngibashuta isithombe futhi after that ngezwa ubuhlungu ngakhala kakhulu ngaze ngaphaphama lokhu ngikhala kungabe kutshoni
Ngicela ukubuza ukuphupha ulala nentombi yomnganakho kusho ukuthi
Ngiphupha ngigibela ibus ebelinezitebhiso ezinokhaphethi oyello engizigibele kanzima ngoba ziphakeme nbesengiligijimela selisuka
1. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma uligibela; lusho ukuthi angeke uphuthelwe amathuba amahle futhi uzophumelela futhi ubenenqubekela phambili.
2. Futhi *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma ugibela linabantu abaningi; lusho ukungena ebudlelwaneni nomuntu olandelwa wuxhaxha lwabantu, ukukhetha impilo yokuphila nabantu abamqondo munye nawe.
3. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma ulibona; lusho isifo, ngeNgelosi yokufa ezolanda umuntu osephelelwe yizinsuku zokuphila.
4. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma wehla; lusho ukuphunyuka ekufeni nasemizameni yabathakathi yokukuthebula,
5. Futhi *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma wehla; lusho ukuphela kwamathuba empumelelo nenqubekela phambili.
6. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma wehla; lusho ukuphothula izinhlelo ukuphuma ebudlelwaneni.
7. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma likushiya; lusho ukuthi uzophuthelwa amathuba angcono empilweni.
8. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma limile; lusho ukuma kwempilo nokungabi nenqubekela phambili.
9. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu olubi uma ogulayo eligibela; lusho ukuthi kungenzeka izinsuku zokuphila seziphelile angase ahambe.
10. *Uma uphupha ibhasi;* wuphawu oluhle uma lihamba; lusho ukuthi ungalindela ukuphumelela, intuthuko, inqubekela phambili ezintweni ozenzayo.
Kusho ukuthini ukuphupha umyeni wami osewashona eshada nomunye umuntu engingamazi.
Ukuphupha ibhodwe lesizulu libaselwe umlilo ngaphansi kwalo.
Ngihlushwa futhi ukuphupha abantu asebashona okungebona abakithi bekhuluma nje nami okwabantu abaphilayo,omunye nje ngize ngambuza ukuthi ngoba wena srwashona nje? Wangiziba ukungiphendula.
Maningi pasted ngisazokuhlupha.
Ngiphuphe izinkomo eziningi zingixosha ngize ngindize zigcine seziphenduka abantu bengixosha bebaningi ngidizele phezulu ezihlahleni.
Maningi kungaba yimina kuphela kulengosi uma ngingawabuza wonke.
Kucazan ukuphupha muntu wakh ekubalekela Kodwa elobu eqalaza🤔
ngibingelele mphathi
ngicela ukucazelwa iphuphu
ukuphupha uxabana kakhulu not kancani no mfowethu kushoni
Sawubona
Ngicel ukubuza ukuphupha ulala nomuntu ozwana kodwa empelenii anikaze nilalane solokhu naqala ukuzwana
Molo poster weningi. Ukuphupha kunguwena owala isoka lakho ongalazi khona kushoni.