"Akangithandi! Wenza sengathi uyangithanda"_Mfundisi Gcwensa

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 20 ส.ค. 2024
  • "Akangithandi! Wenza sengathi uyangithanda"_Mfundisi Gcwensa
    Ingxenye yenkonzo esiyiphathelwe uMfundisi Gcwensa. UMfundisi ukhuluma indaba ejulile kakhulu yomama owabe engumzenzisi kodwa inhliziyo yakhe ingamthandi uShembe. #Shembe #eBuhleni

ความคิดเห็น • 18

  • @bhekumuzimdletshe6515
    @bhekumuzimdletshe6515 3 ปีที่แล้ว +4

    Syabonga mtaka mkhulu sicela nisiphe izinkonzo eziphelele Amen

  • @genny-statistics8652
    @genny-statistics8652 3 ปีที่แล้ว +5

    Mangiphiwe Nkosi nami Loluthanda lobuntwana ngizofela esandleni sakho😍😍😍😍God our very own uNyazi LweZulu😍

  • @celumusacelumusa6767
    @celumusacelumusa6767 3 ปีที่แล้ว +4

    Syabonga baba cela usipha ephelele uma ungakhona

  • @sabelobuthelezi9492
    @sabelobuthelezi9492 3 ปีที่แล้ว +9

    Hai manazareth ngiyamvuma baba mfundis Gcwensa uyayindlala ntshumayelo yaz shumayela uzizwe usenkonzwen kodwa ungekho uze umgcine wena shembe nkosi yamakhosi Nyazi lweZulu

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 3 ปีที่แล้ว +2

      Sabelo Buthelezi uyazi Shenge uvele angifikisele ngezinyembezi unobungcwele loBaba.

    • @sabelobuthelezi9492
      @sabelobuthelezi9492 3 ปีที่แล้ว +2

      Eyi ngempela mtakababa kwamina ngivele ngifikwe zinyembezi ngikhumbule bazali bami kakhulukaz intombi engizalayo ebingumhlambululi Edukathole tempel thekwin yize mina ngingayi sontweni kodwa Shembe usengisize kokuningi wazikhombisa kimi kut uma umthandaza ngokwethemba uyaphendula fut uyindlela neqiniso

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 3 ปีที่แล้ว +2

      @@sabelobuthelezi9492 uzokukhumbula Shenge ngoba unothando lwakhe

  • @mikemdladla147
    @mikemdladla147 3 ปีที่แล้ว +3

    Eyi 😔SHEMBE UNKULUNKULU IMPELA IMPELA...AMEN

  • @blessingluvuno8587
    @blessingluvuno8587 3 ปีที่แล้ว +2

    Lento iphelele ingekankulunkulu ophelele uNyazi LweZulu

  • @sakkiemuzi9518
    @sakkiemuzi9518 ปีที่แล้ว +2

    Sanibonani nonke zikhonzi zasekuphakameni ngicela ningipha inshumayelo yakhe baba ugcwensa ethi amantombazane amabili yango 2007

  • @sakkiemuzi9518
    @sakkiemuzi9518 ปีที่แล้ว +1

    Nkosiyamakhosi ngyabusiseka mangizwa izintshumayelo zasekuphakameni

  • @ayandamathungane5116
    @ayandamathungane5116 3 ปีที่แล้ว +3

    Syacela admin ukuba usnike okphelele nkos

  • @lindelaniphungula7917
    @lindelaniphungula7917 3 ปีที่แล้ว +6

    Admin sicela inkonzo ephelele uma kungenzeka

    • @bikanivilakazi5334
      @bikanivilakazi5334 3 ปีที่แล้ว +1

      Ei sngathokoza kakhul ngoba isqephu sphela usalangazelela ukuzwa more 👏

  • @user-bu7kr3td1y
    @user-bu7kr3td1y หลายเดือนก่อน +1

    Umfundi kabhombela uhlabelela kamnandi siphoxwa i keyboard ekalakabi

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 3 ปีที่แล้ว +1

    Amen