Shembe: Rev Gcwensa "Inhliziyo Ngeke Uyikhohlise" (~2010)

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 21 มี.ค. 2020
  • Unyazi LweZulu
    Shembe
    UbuNazaretha
  • บันเทิง

ความคิดเห็น • 38

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu3151 6 หลายเดือนก่อน +2

    Ngenye yezintshumayelo engizilalele kakhulu ngaphambi kokuba ngiphenduke, namanje inamandla lentshumayelo futhi yayivela eZulwini, ayisoze yabuna, angeke yalotha, iyohlala ingukukhazimula koMphefumulo

  • @siyabongamthiyane4766
    @siyabongamthiyane4766 8 หลายเดือนก่อน +3

    Shembe oyigcwele syabonga nkosiyamakhosi,scela baba ukhumbule abazali be2 nezihlobo ze2,usivikele guqabadele. Amen

  • @madibamagicjeff6911
    @madibamagicjeff6911 3 ปีที่แล้ว +13

    lomfundisi uyangibusisa kakhulu futhingiyafisa unkulunkulu ambusise ameeeeeeeeeeeen

  • @bongavictor2663
    @bongavictor2663 2 ปีที่แล้ว +7

    Nkosi yeZulu noMhlaba BhoMbela Stimela saMaMpondo uze usikhumbule Nkosi umkhumbule naloMfundisi wakho ave esibusisa ngezintshumayelo aziphiwa nguwe Nkosi yamaKhosi enkosini uThingo lwaNkosazana kuze kube yimanje enkosini uNyazi lweZulu usalokhu ethobekile njalo iNkosi ize imbusise kanye nesizukulwane sakhe✋

  • @philaniwelcome7249
    @philaniwelcome7249 4 ปีที่แล้ว +15

    Please Manazaretha ngicela nisifakela inkonzo eyayiphethwe uRev Gcwensa ekhuluma ngo Nomafinyila.

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 3 หลายเดือนก่อน +2

    Gold oldies......Mmmmh ngoba Shembe wena awuyena owalapha emhlabeni....ngicela ulungise inhliziyo yami.

  • @siyabongamthiyane4766
    @siyabongamthiyane4766 2 ปีที่แล้ว +3

    Nkosi yezulu nomhlaba syabonga ngenceku yakho enhle namazwi akhayo;sicela shembe uyigcine ngomsawakho uyiphe imihla eminingi yokuphila emhlabeni. Amen

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 3 ปีที่แล้ว +3

    MaNarazetha ake nisinciphisele okukanye nizivale I insimbi uma kusa shunyayelwa siyacela

  • @MlamuliMabaso-bk1cd
    @MlamuliMabaso-bk1cd หลายเดือนก่อน +1

    Shembe nkosi yamakhosi ungunkulunkulu

  • @sandilemlalazi5438
    @sandilemlalazi5438 2 ปีที่แล้ว +1

    Guqa badele mthandi wamasamariya uskhumbule ukhumbule nabazali bethu

  • @buyimthembu3095
    @buyimthembu3095 3 ปีที่แล้ว +2

    Lomfundisi othobekile ungenza ngikholwe kabusha ungenza ngibone ukuthi ngempela izulu likhona ameeeeeni

  • @mxoliclethoh4336
    @mxoliclethoh4336 ปีที่แล้ว +1

    🙌LoMfundisi uma esithi 'ngiza kuwe Nkos balahlekelwe amathemba, kuvele kuthi angindize kuba ngathi uxoxa nami 👐

  • @sizwemwelase4066
    @sizwemwelase4066 4 ปีที่แล้ว +5

    Waphiiwa Nfundisi woNyazi amen

    • @zthobilenkomo6732
      @zthobilenkomo6732 4 ปีที่แล้ว

      Ufikiselana ngezinyembezi umfundisi uGcwensa UNYAZI limbeke aze adonswe ngesikhumba.

  • @withstandthestorms9976
    @withstandthestorms9976 2 ปีที่แล้ว +2

    Ezikhathini eZinZima bengilalela izintshumayelo. No longer stressed I am blessed ukuholelwa kulenkolo

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 2 ปีที่แล้ว +2

    Soloku ngaba nayo Ku memory card lenkonzo since 2014 ngiqala ukuba iNazaretha alipheli isinto ngingayilalelanga izinhlamvu ziphambana phezukwamakhanda ethu Zama AK 7

  • @smomotfosmo186
    @smomotfosmo186 3 ปีที่แล้ว +2

    Siphiwo somuntu awusoze wasithatha, ,,,,, Uphiwe Mfundisi we Nkosi

  • @simphiweloh1565
    @simphiweloh1565 3 ปีที่แล้ว +1

    Baba mfundisi gcwensa yangibusisa ngivele ngibone sengiphakathi ekuphakameni nkosi khumbula umndeni wakubo uwukhiphe sigodini sosizi ukhumbule nowakithi ngiye ekuphakameni

  • @dongadilika3363
    @dongadilika3363 3 ปีที่แล้ว +2

    Uma kuthiwa asigugi namagxolo aso kusuke kishiwo into enje yey!!!!!

  • @thembaedward6289
    @thembaedward6289 3 ปีที่แล้ว +2

    Nami bengicela lena ka Rev Gcwensa yase Ntabeni eKhenani

  • @lindokuhlekubheka534
    @lindokuhlekubheka534 4 ปีที่แล้ว +4

    Ay ngyamhlonipha Rev unesneke.🙏

  • @madibamagicjeff6911
    @madibamagicjeff6911 3 ปีที่แล้ว +3

    ushembe ngubaba wethu sonke emhlabeni ameeeeeeeeeeeeeen

  • @zamilemathenjwa5744
    @zamilemathenjwa5744 4 ปีที่แล้ว +6

    Ungthatha ungbeke mfundisi wonyaz

  • @anelengada8110
    @anelengada8110 3 ปีที่แล้ว +4

    Shembe unkulunkulu ❤🌎

  • @madibamagicjeff6911
    @madibamagicjeff6911 3 ปีที่แล้ว +2

    ngiyacela baba ukhumbule umndeni wakubo baba wami uphinde ukhumbule umndeni wakubo mma emangxongweni uwuthelele izono zawo zonke uchithe konke okubi nokuxabana ulethe ukuthandana ngeqiniso ameeeeeeeeeeeeen

    • @madibamagicjeff6911
      @madibamagicjeff6911 3 ปีที่แล้ว

      ngiyacela manazaretha ningikhulekise ngihluhlwa naba qashi namanje ngivule icala ngifisa bagwetswe kakhulu ngicela imithandazo ameeeeeeeeeeeeeeen

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 3 ปีที่แล้ว

      @@madibamagicjeff6911 UNYAZI lihambele kuwe libe ijaji elikhulu lasezulwini.

  • @buyimthembu3095
    @buyimthembu3095 3 ปีที่แล้ว +2

    Uyingcwele uyesabeka wena Smakade

  • @sthembisongcobo7447
    @sthembisongcobo7447 3 ปีที่แล้ว +2

    Nam ngsaycela eyango 2016 ka Nomafinyila plzz bandla👏

  • @ronniedubazane932
    @ronniedubazane932 3 ปีที่แล้ว +2

    Ushembe inkunzi umfundisi

  • @nathisonke1798
    @nathisonke1798 9 หลายเดือนก่อน +1

    Hhaaa sikhumbule sonkanyiso

  • @fikilemtolo2546
    @fikilemtolo2546 2 ปีที่แล้ว +1

    Amen,uyingcwele

  • @mthokozisihlabisa6388
    @mthokozisihlabisa6388 4 ปีที่แล้ว +12

    Ukuthobeka nje engikuthanda ku Mfundisi weNkosi

    • @sizwemwelase4066
      @sizwemwelase4066 4 ปีที่แล้ว +1

      Amen

    • @phumelelemonica9142
      @phumelelemonica9142 3 ปีที่แล้ว +2

      Nam ngane yonyaz ngithanda lokho ngaye inte ehambi bhekephansi sibekele yena nyaz lwezulu ubaba gcwensa

    • @phumelelemonica9142
      @phumelelemonica9142 3 ปีที่แล้ว +2

      Ushembe unkulunkulu uqobo lwakhe sikhulisele lensizwa kuningi esikufunda kuye ngicela ungkhumbule nyaz lwezulu