Yo i wish you luck my brother you r young but matured..the fact tht even now you followed yo heart..buya ntombi this is a real man ncengeka ngani yakwethu
Baba angikaka loboli kodwa Nami ngibhekene nesimo esifana ncamashi nesakho from last year mid November to date I don't even ukuthi Ubuntu kami uqomile noma wenzani uphendula if one if kuthanda yena impilo inzima
Usemncane mtanami ngeke yazi umuntu wesfazane akakhoni ukuhlala ngaphandle komuntu amthandayo lo ubusy somewhere uzobuya kuwe only if bemphoxa phambili. You are young and handsome you deserve the best than this
Mina ngyakbona ukuth awukho kumzimba wakho mfanam , take this downfall as a lesson , and better yourself for the future .. phuma emantombazanen and focus on you
Ischitho banifaka sona umcane kakhulu wenza inteynkulu sukuma mfana wami kuzolunga ngeke umfazi wakho lona abantu abanomona unkulunkulu akuphe njalo amandla akubuyisele umkakho waze wamncane mfani wami idalwa zakn zikukhumbule zikvikele unenqondo udlula abaningi ungapheli amandla sukuma uyekubantu vele mawfuna ukuganwa uhamba iznyanga abathandazi wezele zona imfamona ungaba naki laba abathi udlisiwe muncenge kuzolunga god bless u uyazama kwaze kwabuhlungu into ekwehlele
Yey mfethu there is lot of lyf out there mengafuni muyeke mfethu ....hey webafo uzoze ubanjwe depressions yeka leyonto
Maaaaa yeeeeee ayiiii udlisiwe bhuti phalaza uyofuna usizo ngeke
Bhut ngaphinde wenze into ungakhulumanga nomkakho ,kodwa ngyamsola seya jola naye ngeke akuzibe kangaka ngaqomile
I like your confidence bafo, uqinisile intombi oyithandayo noyidingayo uyayincenga nje kuwubunsizwa lokho akumehlisi isithunzi umuntu wesilisa. Kuhle ukwehluleka kunokuzikhukhumeza okungenasidingo umuntu umthanda. Ubafo akubukeki edlisiwe sikhona thina bafana esinothando esigxila kumuntu oyedwa this is natural love kuyenzeka, ukuba olokudliswa ngabe kade aqeda ngempilo yakhe, kodwa olwemvelo lukwenza ungahanjelwa yinqodo konke okwenzayo ubafo usuke ekuma-senses akhe. Ngisola isandla semfene kusisi ngathi akazenzi usamthanda lobhuti kodwa ngathi khona okwenziwe, qina emthandazweni uzosizakala. Qina mfowethu ungalinge uthathe nempilo yakho ngisho kuthiwa akusalungi. Uma nje kungalungi wehlise umoya uzomthola oncono kakhulu kunosisi, uthandazele nokuthi luphele loluthando uma engavumi coz everything is spiritual, please bafo you still young !!!
My bro i feel for you, cz u can't beat urself like this..u still young n awesome carry on wt ur life..she has move on
Eish mntanami kwaze kwabuhlu.Qhubekela phambili ngoba ama feelings akho akasenawo
Shiya phansi thabekhulu uzophola nje umthole omunye niphushe impilo
You have a good heart my brother. Be strong you will be ok
Buza entombini yakho babar amazing thing eyomnden ayngenwa❤
Yo i wish you luck my brother you r young but matured..the fact tht even now you followed yo heart..buya ntombi this is a real man ncengeka ngani yakwethu
Maye stufuza uyalikhuluma iqiniso ngathi bantu besifazane ❤❤❤❤
Ngiyayithanda imibuzo kaStufuza ❤
Chaaaaa imibuzo yakho yenza👌♥️unalemibuzo yomuntu wesfazane ulithandayo iqiniso👏😍
Lentombi ayisakufuni,iyeke ufune omunye,umcengani nje ngempela,uma efuna ukuba nawe ngabe kade abuya,udlala ngawe nje losisi khohlwa nguye qhubeka nempilo yakho usemcane ,i depression iyabulala
Mhloniphe kodwa ngiyacela please noma ningabonana please phuma kuye uyakwaz uyisilima sakhe mhlawmbe kwalengane aksiyo eyakho vula ingqondo
Yenza invistigation... Uthole izimpendulo. Lo girl uqomile.
Yilezingane zabantu obudlala ngazo uthi uyazthanda udlala ngazo lobhuti nje uyalunga
Myeke my bro.Awmenzanga lutho
Mfwethu chitha amanzi ayikho lenkukhu ugal seka move on 🥺🙄💔
Yey. Kukhonukuthi. Ane. Lucky. Amanye. Amantombazane
Asijaji la siyakha angithi askis mfana wami kuzolunga athemba alibulali uzobuya umhlaba lona😮
Awuzame ukutholinyanga mfana idliso selidlangawe ngeke boo
Aw awumkhuze ngempela akaxolise umoya ihambile lentombi noma ingabuya but alusekho uthando
Kabuhlungu amazwi akho uNkulunkulu akumbhulele okusemnyameni❤❤
Stufuza khuza bo..!! Nawa amadolo edlala phambi kwakho😂😅
Stufuzar i like ur questions u post to the guest, they show great intelligence in u
Phuma bhuti kule ntombazane ayikufuni kodwa imali uyayifuna something fish la
Hamba uyofunda baba KunzimA kulesikhathi samanje uzoykhalela lemali odlala ngayow kuncono ngob bungako shadi abanyE bakhala kanjE besemshadweni.... 🤞😢
Exactly! He needs to do something productive ngemali yakhe
Yes bcz this lady udlala ngaye
Phephisa Bhuti okungenzeka banishaya ngeSchitho,awuthole sizo lwesintu ❤
Lutho sisi. Isiqomile lengane
Uqinisile akusa postwa manje abantu bagangile mina angisa post if uhappy abantu bafuna ukubona abanye abantu behlupheka
@@lindiweduma7230 ngempela
Iqhalaqhala lemfana and kuningi akufihlayo😮and mawengane did herself a favour nje
The boy is 24 years old aii usemncane bhuti uzomthola umaqondane wakho. You are still young
Dankie stufuza❤
Usebenza nomyeni wakho ntombo❤kumnandi mos.....
Cha ngeke uvaseline sengamane kuthiwe ngithanda izinto😂😂😂😂
Yaz nam ngigcobisa wona umzimba wonke,asifan sabantu nezikhumba zethu...
Ai ziyabuya emhlabeni
Kwaze lwafana bo Sifiso Mpanza from Eswatini????
Move on bhuti usemncane
Ngifisa nokumbona lomuntu othandwa kangaka. Stufuzs if kuyakhonakala for part 2 umbize sizombona lomuntu kavaseline😂😂😂😂😂
Mhlawumbe lentombi ayikuzwa kahle ocancini sekukhona esimzwile oyithinta kahle
au Rose
😂😂😂😂usuboneni manje Rose😂😂
Ha mfana ulale vula uyakubona noma uyabo ukuthi awuyindawo kahle kahle akasakufuni uNkulunkulu sizokunika omunye
Bhuti chubekela phambili pls bakhona bantu laphandle khohlwa uqomile lo
ukudlisile phuma kulogal pls udlisiwe straight awuna cc ozokulwela nawe phuma kuye useqomile
Cha awuzenzi bhud yidliso leli 😢
Mayekubiza ethi Sthandwa sami isoka lakhe elisha basuke bexabene .phuma kulogal nd ungasamniki imali ukhohlakele logal makahambe ayofa
😅😅😅😂😂😂koda yini oe
Bhut wam.. Thabekhulu ❤
Uzomthola omunye, ungange ngane yami Wena, phuma ngane yami kulento, uzokhala uzisole, myeke ahambe ngyakucela
Move on
I love you Stufuzah. Koda besacela liqale ngikuposta iyimfihlo. Weeeeeeee ooooe mina ngiyazithandela iyimfihlo shm 😂❤
Thanda ndaba😂😂
@@buciemaphosa3954 l Know nawe yazithanda bucie 😂
@@fikekhayakhethiwemasekofik9955 yingakho sisonke la Dali😛
@@buciemaphosa3954 😂😂
Kukhona into off,unamanga lobhuti ucatch ama feeling wena
Thola enye intombi
Mfana kithi
Ngithanda ingubo yakho we Stufuza samah❤
Yooo uyiwele bhuti phela kumele ube nesithembu lo ngeke asikhone uzovusa umuzi kamfwenu halaala bhuti
Ubhuti akakhoni ukuhlaliseka uloku enyakaza indabaka Vaseline yona hai iyangihlekisa😂😂😂
Mfethu sashiya kunzima awuwedwa 😢, please gwinya itshe uzohlupha noma senishadile. Today ngine peace. 😊😊
Usabe ngisho ukumkhuza uma ebhedile ngoba nakhu uncengile, weee bhatata.
Abamsize abakubo bayomphalazisa nkosiyami inkinga le abhekene nayo lomfana sasemncane kabi
Amadolo okomuthulise Phelan sntufuzah😂
Amadolo ayadansa😂😂😂
Uvaselen pho
all the best brother umuntu mawumthanda uyamulwela ilwa mfethu sharp
Mina mfthu into engazifundisa yona ukuthi ngeke ngimincenge umuntu wesifazane empilweni ... Isizathu sami ngalokho sithi ingoba imina i decider othandweni, meaning zonke izinqumo zokuqhubekela phambili ngalo lolothwando zikimina as umloboli ai umlobolwa... Last year i paid lobola last month ungibhedele lowo muntu sengivele ngamushiya phansi angidakelwa mina ... Mfthu alukho uthando ozolwakha nomuntu wesifazane ozofuna umuncenge ngalendlela ... Ngoba impilo yakho yonke uzohlezi wena umncenga, angazi ke noma iyona into oyifisayo empilweni yakho yonke yin leyo... Ngyabonga
Baba angikaka loboli kodwa Nami ngibhekene nesimo esifana ncamashi nesakho from last year mid November to date I don't even ukuthi Ubuntu kami uqomile noma wenzani uphendula if one if kuthanda yena impilo inzima
She has lost interest ucc yamukela uqhubeke nempilo .phephisa mfethu.alsebenz uthando malusesaydin olulodwa uzogcina uzbulala or umlimaza hlehla
Ncese bhuti wami usazobuya usisi😊
Iyeke
Lentombazane mft Ayy
Kabi, ngyakucela
Bhuty samncan aiibo
My you are still young and cute, you will find love this girl is no longer interested, so Tigers don't cry.
Ayi le inesandla somuntu phakathi....mmm
Waze wanothando mfani wam but le ntombazane phuma kuyo isinomuntu🤞
😢hayi lidliso Eli cz watsho usisi akasamthandi no ayikho le ubhuti makandibambe ecaleni ndimcede ngokhupha idliso
Engingakusho nje mina ubaba weyngane zami, ubengincenga Uma ebona ukuth angincengeki ubengishaya ngiyolala esbhedlela lokho kwangenza ngamzonda,,, if kube wachubeka wangincenga wanginika iskhath mhlawmbe bengzoncengeka ngibuyele because lo girl uylenhlobo efana Nami, engathandi izinto engathandi nokujola, lenhlobo leyo ithanda ipeace once kwaba ne drama kucima ama feelings especially leskhath kunalengane encane amadoda adume ngikuthanda iyngane eyncane wavele wasola nje ukuth njengoba ekwazi ukuth une history yokuthanda abafazi wavele wakubona nje usiyigibela leyo ngane khona leskhath uphuma uyomncenga ngaphandle wenza kwa worse💔
Kwaze kwabuhlungu engikulalele nsizwa ukuchaza. Inhliziyo yami iyathinteka coz lokhu okuchazayo okuningi kwenzeka kimina ryt now n mina sishadile kodwa engathi akakaze angithande. Ngelinye ilanga uthi uyangithanda usafuna sakhe umuzi kodwa izenzo namagama ahlabayo aveza ukuthi akasingifuni nalapho ngihambe khona. Qina bhuti n ngyayithanda i level of maturity u have shown.
Yeyi bo ngikhuluma nentombazane uyozisola mtanami noma ngabe wawufuna enzeni usekwenzile usix months akusiso isikhathi esincane uyozisola girl i🤞🤞
❤😂😂😂Funny wena ujolile nale ngane
Thandwa ndim Stufuza nemibuzo yakho❤,bt mfana ha.a phuma kule ntombi n lentombi iyayaz wena uyamthanda yiyo lento enjena usezodlala ngawe,isekhona enye intombi ngaphandle usozoyithanda,uyawuphela ubanjwa depression yilentombi pls,thandaza mfana Thixo uzakunceda uphume kuye,abazali bakho mabakuse kwi nyangi u cleanwe,ndikufisela nhlahla mfana
Nice dress stufuza wam❤❤❤❤
Eyiii uthando lunzima couz lunezinselelo engathi kungalunga mfana wami
Ngivele Ngafikelwa inyembhezi mfana wami ncese qhubeka mntanami
Mxolele tshuwa mama wengane uyazisola ubhudi
Andimqondisisi linontombi wayefikele kuni angathi kanti wayezonichitha i dont know
Yaz Stufuza 😂😂😂😂😂uthi ngeke akudubule kanti uyadubulana yini usbali😂
Hhay ama 2000 anezitori yhoooo
Uma ungafuni ukuhlanya qhubeka umlinde
Amadolo bafwethu Kanti yn bakithi
Bhuti its 2024 move on
Cha mntakababa qhubeka nempilo yakho angeke esabuya loyomuntu NAMI kuke kwangenza lokho
IsiZulu sithi * amathanga ahlanzela abangenama bhodwe* sina sifiswa ukuqoqwa khona abangafuni ukuqoqwa basafuna ukungena bephume 😢…Ei umthandile bhut wam udade but bathi uthando kwalona aluneli 💔…kyolunga ngelinye ilanga khehla
Oke ubuze umawakhe kuthy ekukhuleni kwakhe isimo sakhe sinjani ngenzeka kuthy unabantu abadala. Nabo bangabanawo uthelela abake babhekisise kulezozinto zesintu
Waze wahlakanipha yazi kwi age yakho udlula ngisho amadoda amadala
Usemncane mtanami ngeke yazi umuntu wesfazane akakhoni ukuhlala ngaphandle komuntu amthandayo lo ubusy somewhere uzobuya kuwe only if bemphoxa phambili. You are young and handsome you deserve the best than this
Mina ngyakbona ukuth awukho kumzimba wakho mfanam , take this downfall as a lesson , and better yourself for the future .. phuma emantombazanen and focus on you
Amadolo nawo ayakhuluma
Vaseline lady part 2 please
Qina nje boy. You in that stage of inyakanyaka. That's where others also chow her in "love confusion"
Lawomadolo nkosi yam😢
Ngyaxolis ukubaNegative but there's a difference between waiting and wasting time.
Ukudla kwakho mhlawumbe yikho lokho okukulahlekisele okukhona ngokungekho mnewethu.
Hamba uyophalalaza bafoh ulandele umuntu wakho ngendlela uye nakubelaphi bendabuko abuye umqinise umfazi uyaqiniswa
Usemncane mfana wam uzozibulala hlisa umoya nyhani izokugulisa le ntombazana
Hlambe naye usadlala ke inkinga abantu besmame abanye bayathula manibanjiwe kube ngath kudlulile kant sebezophindisela ngaphandle kokuth uze waz wena weslisa so nje bhuty hlehla...life goes on ncese .may be usenomuntu yamukela nje cos alsebenz uthando maselu kmiuntu oyedwa instead kcina kufe oyedwa or azbulale..akekho umuntu ongeke uphile ngaphandle kwakhe ngoba kade nijola!!!
LALELA LA WENA MFANA,"ngikhulumela bonke ababukeli."
WENA NTWANA UBHAYZISWA ILAMASUDI OWAGQOKAYO,
yeka ukuba siduphunga
phuma kule ntombi ayikufuni!
kwakhona nje ukuthi ulobole una 22 kwakuseyikhona ukubhayiza ,yin le wena engaka owabe usuyiqonda ngokuba indoda!? Phuma emasudini uzoba ryt.
Nango ke amadolo wooow Stuffu khanimphe something to drink azophola 🤦