Mfu Chiliza ~190 Ngiyahamba ngikhathele.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 3 ต.ค. 2024
  • Umfundisi Chiliza owaziwa ngikuthi iNgcwenga, wayedume kakhulu ngukuhlekisa nokukhuluma into njengoba injalo uma ephethe inkonzo emzini oyigcwele nasemaTempelin onke aseKuphakameni(EBuhleni).

ความคิดเห็น • 7

  • @mandlamthembu1705
    @mandlamthembu1705 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyajabula ngo mfu. ngoba Lawson UNYAZ LWEZULU ukut wangena ezulwin umfundis

  • @lunganikwanele4107
    @lunganikwanele4107 4 ปีที่แล้ว

    Kodwa mfundisi chiliza ay yahlabelela engath nalo owakhipha umphefumulo wakho I nkosi imbone

  • @zthonkomo1453
    @zthonkomo1453 3 ปีที่แล้ว

    😭😭😭😭😭😭

  • @sibongilemabaso7521
    @sibongilemabaso7521 4 ปีที่แล้ว

    Umfundisi uyalvusa usinga ngilibala izono zami ezingaphezu kwezinwele zami.Nyazilwezulu zisule uzilibale,admin umfundisi wedlula nini kulelizwe?ngimncane kulenkolo

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว +1

      November 2010 inkosi uThingolwenkosazane iseMakhosini(kwaNongoma)

    • @sibongilemabaso7521
      @sibongilemabaso7521 4 ปีที่แล้ว +3

      @@shembesermonary7244 inkosi ikubusise mntanoNyazi,bengibuza ngo mfundisi uChiliza washona ngamuph unyaka,ngagulelwa ingane ngayivulela ishlabelelo 215 ihlatshelelwa umf.Chiliza kwi nkonzo ebhalwe umbhubuzo yaphila ingane yami eyayingathi ihanjelwa umqondo emva kokudlikiza umzimba wonke namanje angazi ngane yayiphethwe yini ngoba yavuka lapho ingasazi muntu ngaphandle kwami,kodwa isihlabelelo ngasiphinda ngibuye ngkhale ngivule ifoni yaze yaphila,usisi wam oyisayoni wazivuma izihlabelelo zamaNazaretha kunzima ukukholwa kodwa

    • @shembesermonary7244
      @shembesermonary7244  4 ปีที่แล้ว

      @@sibongilemabaso7521 Amen, Mashobane amazwi akho ayasakha enhliziyweni nasemphefumulweni.