Mva Ntombela ~UNkulunkuku uyasebenza ngendawo.
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 23 มี.ค. 2020
- Inkonzo umvangeli wayeyinikwe inkosi uThingolwenkosazane, emzini oyigcwele eBuhleni. Unyaka wakuwu - 2010 inyanga kwakuwu-June. Izekuleko nezincomo ngendlela esenza ngayo leziziqephu sizilindele.
Ngisacela mtaka Nkulunkulu uziqoqele ndawonye izinsthumayelo zoMvangeli Ntombels ngyabusiseka kakhulu sifakele nexinye Uma usazithola Nkosi iyokubusisa🙏🙏
Imnandi impela inkonzo bengicela next time uphiyano ukhale kahle ukhalele phansi ngoba kubuye kungezwakali, ngiyacela admin muhle kakhulu umsebenzi osenzela wona
Shembe Sermonary inkosi inibusise ngezitshumayelo ezimnandi zase zulwini U nyazi lwase zulwini luyikhulise njalo imisebenzi yenu ameeen
I feel blessed & fully builded with holy spirit all these Sabbath of covic_19
KODA MVA WAHLUBUKA KANJANI😭WAYEYIPHATHA INKONZO LOBABA EY😭 UNYAZILWEZULU LUMKHUMBULE
Wagcina ngokbuya
abahlubukayo kanti abanjani?
Lomvangel kaze wangenwa yin bakithi uvele angkhumbuze eseseBuhleni uThingongo malumnike inkonzo ekseni kwakuba uGcwensa emini kuvele kuphelele ngoba babehlal bonabili.unesono sathane
Mmmh kodwa lobaba nkosi uyangelapha kodwa ngokukamoya🙏🙏
Kodwa UMVA NTOMBELA YIQHAWE IZINTSHUMAYELO ZAKHE ZIYANGIBUSISA .NOKUHLABELELA OKUPHELELE OKUBUYISA ITHEMBA.
Umusa nkosi owembulile empilweni yami, ngicela ugcineke ngihlale njalo ngikhumbula lah ongibuthe khona ngihlale kulendawo ongibeke kuyo 🙏🙏.
Ngicela izindlebe ezizwayo nenhliziyo egcinayo okuhle,siyabonga bantwana benkosi
U SHEMBE aze akukhumbule
Ndabezitha siyabonga Inkosi ikubusise
Sicela umhleli waloluhlelo ehlise umnkenenezo khona sizozwa intshumayelo kahle pls
IQINISO, uShembe uyisimanga, kumele sithandazele ukulahlekelwa ukubona uShembe njengomuntu, lesi sehlo esehlelauMvangeli sinzima, sasingekho isidingo sokuhlubuka uma umuzwa, kodwa akekho namuhla, wayemazi uShembe kodwa?
Ey leNkonzo inzima
mmmmmm nkosi syabonga uze uskhumbule Nyazilwezulu
My greetings. Anyone onezintshumayelo zamalita Luthuli waseGosbel
Hi tanxs mengicela intshumayelo yakhe mva ntombela lakhuluma khona ngentombi ya jafethi pls ngiyayithanda
The music is really distracting. I literally could not finish it because of that. Please try to reload this without the music.
Mina nje ngedwa ake ngithathe leli thuba; ngibonge ngezinkonzo enisipha zona; ngiyabonga kakhulu.
Nginesicelo ngane zakwethu; izinsimbi zidlalele phansi kakhulu kugcina sekuzwakala zona kakhulu okudlula ophathiswe inkozo.
Thanks
Sozama ukwenza kanjalo nangokulandelayo
Kodwa manje izinsimbi zigcina sezimugqiba sibuye singamuzwa sisacela nifake enyece plain engenalutho
@@shembesermonary7244 bhuti sicela nehlise kancan u music sibuye singamuzwa uyamgqiba
Ngsacela nibhele ingoma enifaka ku Background njengalena njeee ayiiii
Nkosi yamakhosi