Sanibona, thank you for the content, very informative. Siyabonga Mkhulu, is there a way u can find a tripod or something to balance the camera because the person holding the phone/ camera makes a slight noise which affect ukuzwa Mkhulu kahle. Ngiyabonga!
Ameni bo mkhulu
Thokoza Mkhulu bengicela ukubuza uma uphupha ,izinsizwa eziningi zihambela kude kodwa ziphethe ,izinduku zilandela,
Mkhulu maye anginawo amaningi. Siyabonga makwande injulo engaka , ulwazi olunzulu ngezigigaba zemphilo zethu . Nemibuzo emihle 🙏🏻
Masicamagutshe makhehle yho naze nayitsho indaba umntu kufuneka enzenjani xa enezimphawu nizitshoyo camagu❤❤
Rea leboha ka dithuto tsentle tsa Moya, dijo tsere kgothatsang, tsere ahang hape tsere phidisang🎉
Jehova Kade ngangilinde lesisHloko..Syabonga
Aman mkhulu siyabonga ngolwazi olujulile ebengingalwaz umdali akuphe Amandla angapheli🙏🙏
Tjo Mkhulu wakuthetha ngentuthwane zininzi ngku endlini bendingazi yhuuu ndagula ngku Camagu makwande🙏🙏💔💔
Wacacisa kwakhanya mkhulu🙏
Mkhulu ngiyabingeleka mina ngingaķuthlla kanjani
Siyabonga kakhulu mkhulu izimfundisa zakho zingipha amandla nethemba siyabonga baba
Mkhulu Mazibuko siyabonga
Sanusi sethu
Amen. Siyabonga Mkhulu. Mina ngicela ukubuza ukuthi uma uwumuntu wesifazane kusho ukuthi umlozi wamakhosi ungehla kuwe noma kunini na uma usuwulungele, since vele ngiwumuntu wesifazane nginalenhlambululo esuke idingwa umuntu wesilisa ongaganiwe? Ujule kakhulu umbuzo yebo😊
Siyabonga mkhulu
Amen
wayishaya eskhonkosini Mkhulu
Amen mkhulu ,mina nge Lele ngezwa ikhwela bese isalokazi sa thi Kimi mina nge ne isithunywa se sizwe
Ameni mkhulu inkulu kakhulu into osicathulisa kuyo nethongo lakho lingadikibali likuphe amandla njalo mkhulu ngsacela ukubuza kuth kusuke kuwuhloboluni lomoya mawobona zonke lezinto zaphezulu inkanyamba ilanga inyanga uthingo lenkosazane inkosazane emhlophe indiza phezulu amabhibesi abovu angiqondi kahle kuth onjan lomoya oziveza kanje kumuntu ameni mkhulu
Thokoza mkhulu uyibeke yacaca enkosi kakhulu ngencaciso yakho 🙏🙏🙏❤
MAKHEHLA AMADALA, SIYABONGA NGOLWAZI OLIJULILE, SINE THEMBA KINI, ISO LOMOYA INKINGA 😊
Bayede mkhulu... Wayithinta and wathinta into ebengifisa ukuchazeleka ngayo. Ngifundile bayede 🙌
Siyabonga mkhulu mins njengoba ngihlushwa ngamadlembe futh mbath nazalwa ngembethw kathathu
Makwande bantu abadala, syafunda ngempela. Im looking forward to a next topic Mr Dlomo has suggested. Sabonga makwande!🙏
Siyabonga MKHULU ngoba konke okushoyongathi khuluma nami hayi kuningi kuyangithusa okwenzeka kimi🙌🙌
Amen, sifunda okusha njalo la Mkhulu 🙏🏽
Ngiyabonga Mina mkhulu
gobela we mphophoma, siyabonga
Syabonga mkhulu ngezimfundiso ezijulile🙏
1 question and answer at a time pleaae because this channel is very informative
Azikhale mkhaya wami isingisi angisi thandithandi kakhulu... Amen
Yinkolo yabantu le eseyaphela kuhle ngoba iyavuseleka thumbs up
Amen Mkhulu isandla sindluli khanda ,manje Mkhulu ngikhula kuthiwa ikhwela alishaywa endlini ubiza imimoya ngabe iqiniso,nangazo izintuthwane kuthiwa akumele kube nemigodi yazo ebaleni ingabe iqiniso Amen 🙏
Amen 🙏🙌 khela lethu
Siyabonga mkhulu waybeka kwacaca
Siyabonga Mkhulu amen
We'mama 😮😮😮😮😮. Ngibulala intutwane October wonke ngithi sebayangigadla ngamanzi abilayoazipheli 😮. Ukuhlalaphansi nazi, ngiyalala nazi kodwa mkhulu 😢😢😢😢
Amen Mkhulu. Sibonga ngolwazi.
Amen Mkhulu ..you are a good teacher..l enjoy ur videos thank u for ur time to share with us 🙏
❤
Ngiyavusela ..emakhosini mkhulu kungenzile lakhala ikhwela Kade silahlekelwe izinkomo zomsebenzi
Bathi angithathe ishoba kodwa ishoba bengi ngenalo kwathiwa angithathe indwangu emhlophe ngiyisebenzise as ishoba angikaze ngiyothwasa kodwa ngayisebenzisa zatholakala izinkomo ngathukakhulu ngizwa ikwela into angingakaze ngiyizwe😮
🙏🏿🙏🏿
Well explained thank you. Please explain I African Muthi usebenza kanjani ukuthi usebenze.
Amen Mkhulu 🙏🏼🙌🏽
Bayede Mkhulu
Sanibona, thank you for the content, very informative. Siyabonga Mkhulu, is there a way u can find a tripod or something to balance the camera because the person holding the phone/ camera makes a slight noise which affect ukuzwa Mkhulu kahle. Ngiyabonga!
Wangilapha Sanusi eskhulu, bengilokhu ngixakeka ukuthi why kunamatsheketshe endlini yami yabadala futhi azingilumi ziyaphithizela nje. this video ingicacisele kokuningi. Kwande Khondlo, Mwelase, Nzima ka Mgabhi qhubeka njalo usijulele sbonge koNzima ukukuvumela ukuthi usicobelele
Mkhulu mazibuko Camagu please advise and help us we suffering mkhulu.
Thank you for your literature and wisdom
Lecture amen
This guy once he takes you the water he’s doesn’t play, he does his work with perfection 🔥🔥🔥
Mkhulu lamakhosi okhuluma ngawo yiwo lawo othi embatha imilanjwana?
Iyothumela ithi iboneni??? 😂😂😂
Mkhulu what does it mean when one is told that " uphahlwe Nge Khosi" ,🙏