I've watched most of the spiritual channels, until I came to this one and it made me to unsubscribed to other channels because it teaches truthful information 😅😅😅. We appreciate the good work out of your own generosity 🙏🏿
Camagu Khehla! Ubukho bakho Mkhulu kuli Zulu lwase-mhlabeni, indeed you are a living God uzophilisa,ozoqondisa abantu,ozohlakaniphisa abantu,ozofundisa izinto ezi zizo eziqondile. Akwande Khehla
Khehla ukuphupha osaziwayo ekusayinisa a contract for a multi billion deal . We were on rock spikes… bekade ngime emoyeni when I signed it…What could that mean?
Amen mkhulu usho khona abane ndlebe bayezwa.
I've watched most of the spiritual channels, until I came to this one and it made me to unsubscribed to other channels because it teaches truthful information 😅😅😅. We appreciate the good work out of your own generosity 🙏🏿
Cha mkhulu u size mina engisalundinga usizo
Thokoza mkhulu wazinjani ukuthi unenzuza
Ameni bo Mkhulu❤😅
Ubuhlakani bakho Mkhulu neqembu buyisimanga, hayi sukani Madoda kuhle lokhu 😊
Wow Mkhulu waze wayichaza mani eish yoooooooo. Siyabonga kakhulu makhehla lamahle Makhosi
Eyyy NgiyakuVuma Mkhulu Mazibuko yazi iminyaka neminyaka kuze kumanje angikaze ngabona umuntu onolwazi olujule kangaka yohhh🎉🎉🎉🎉 uyaphilisa ngamazwi akho kuphela nje Hawu ngaku Bona ku Mpunga Yesintu TV last week ngicala ukubona ngezwa ukhuluma lapha ngasho ngathi yohhhhh loMkhulu 🎉🎉🎉 Makwande Khehla
Watching from London 🇬🇧🇬🇧🙏🙏🙏🙏
NIBEKHONA KUYIMBIZO NGOMHLAKA 28 JAN KUZOOM AME
@@zakheyenamazibuko camagu ntomdala 🙏🙏
ngiyabonga Mkhulu sengiya kwaz ukuhlukanisa Inkosazana iNkanyamba siyibona njalo kodwa singaz isho ukuthi isho ukuthini
Bayede ngiqela kubuza lapha kungani ezinye izinyanga zithi zinenzuza bayayikhulumisa.
Umbuzo inzuza yinhlanhla ehambeselana nokwelapha nah.
Ey Mkhulu, Dlomo nabafowethu siyabonga makwande ....anikaze nasiphoca you don't disappoint never🎉🎉🎉🎉 👏 👏 👏 bayichazile abaningi Inzuza kodwa hayikanje ikhiwa phezulu sisale nemibuzo sijule sodwa kungenazimphendulo kodwanamhla sekuyahlangana . Makwande mkhulu bayede ngishonje ngoba kusobala ufundisa ngothando . Dlomo sibonga imibuzo emihle . Sesilangazelele ipart elandelayo Amen
watching from cape town
saubona mkholo kujane mena ngakhulelwa engane isiso senga bo nakale
Ayi ngiyakuzwa mina mkhulu ❤usicacisele bha
Emakhosini siyathoba siyabonga, waze
Wayibeka yacaca indaba eyimfihlo.
Siyothobeka mkhulu sibonga ngezimfundiso, ngicela ukubuza khehla ngike ngizwe kuthiwa umuntu ongazange azalwe embhethe noma engelona iwele akabinawo lomoya ngabe mkhulu kuyiqiniso yini lokho mkhulu
Siyabonga ngokusivusa uTHIXO enomusa nothando aniphe amandla,AMEN 🙌🏿
Bayede Mkhulu sukela ngo February nguliswa yiwo lomoya waMkhosi. Inzulwane engpheli sekuze kuyophela unyanku angasazi ngibeke kephi.
Cha Mkhulu Mazibuko ngokomoya ngyakuvuma uyphiwe lento ikuwe imimoya uyayaz
Ndlondlobala khehla lethu silokhu siphuza kulomthombo wolwazi🎉🎉🎉🎉amen.
Aai cha! Abakuyeke Mazibuko!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Mkhulu sawubona can you please make a video ngalezigaba eziwu 12 zomoya wezulu naleyigaba eziwu 6 zomoya wase manzini ngiyabonga 🙏🏿
Mkhulu... Maybe we should have an episode ukhuluma ngaBelungu... Because I would like to know if banalo yini Ithongo... Unedlozi?
Siyabonga Mkhulu ngolwazi. Mkhulu dala ngizama ukukuthinta kodwa awutholakali ngingenza njani? Ukuthi ngifinyelele lapho kuwe
Hayi wayihlahlela,ngyaphendula la ngedwa njengoba ngibukela,hayi uyivalile ke manje finish!!!
Ukhuluma nami nangami lana. 😢
Wuuu maye inzima mawungayiqondi.
Mkhulu ngibingelele owami ukhokho wathatha ebukhosini.nkosikazi wesbili kodwa wafike wanikwa yonke into waba mdala kunalo khokhokazi
Mkhulu we appreciate your teachings very much thank you
Watching from Limpopo province bela bela
Mkhaya
Camagu Khehla!
Ubukho bakho Mkhulu kuli Zulu lwase-mhlabeni, indeed you are a living God uzophilisa,ozoqondisa abantu,ozohlakaniphisa abantu,ozofundisa izinto ezi zizo eziqondile.
Akwande Khehla
Syabonga
Sanibonani nonke amen....ay kwavele kwasukuma umzimba namuhla kushubile, kadengasilindela lesihlongo
❤
But what if ngizuza imisibenzi yobabamkhulu bami, as that why namhlanje singekho Isidingo sokuthi ngithwase uma ngamukela ubizo
Siyabonga Mkhulu. Siyabonga kusefundisa nokusi cacisela ngale mimoya. Ngebonga ngoku hlonipha and kwazisa ubukhosi bezinye izwizwe . Amen
Kwazala kahle mkhulu siyabonga
Ngiyathokoza mkhulu Mazibuko nabafowethu obambisene nabo ngonzulu lwazi olusezingeni eliphezulu. Isandla sindlula ikhanda.
Iziphi izimpawu zesigulo kumuntu onenzuza?
Kukhona isizwe sama ndzuza emaNdebeleni, ubofika nase Mpumalanga phela mkhulu yinhle lemfundiso🙏akwande.
Nakh'ya🙌hayi shwele mkhulu uyafundisa ungumfundisi,uyisfundiswa
Mkhulu where are u staying I truly need ur help by aligning me with my inzunza spirit
ukonakala kobisi ukulunga kwamasi,sibonge ubuhlakani mkhulu Mazibuko
Siyazuza kuwe Mkhulu ngoko moya, Siyabonga Mkhulu 🙏🙏🙏
Khehla ukuphupha osaziwayo ekusayinisa a contract for a multi billion deal . We were on rock spikes… bekade ngime emoyeni when I signed it…What could that mean?
❤❤❤
Inzunzu yi all in one, iyazishintja shintja .Umoya wemali. Please don't deflect the topic, uma ungazi awazi
Ai ngiyakuzwa kodwa khona lawu phambuka khona kodwa ke umbono wakho nokucabanga kwakho
Siyabonga kakhulu Mkhulu.
Mgiyakuzwa Mina🙇
Siyabonga 🙏🙏🙏
Awu awu mkhulu ngiyabonga kunembiza engiyakhayo ingane yami iyidayise ibe nephupho kubongwa yona ngalembiza ephiwa imoto nemali enkulu ngathi mina ayibo ngakha imbiza kwabongwa yena kodwa manje ngiyaqonda ngikhululeke phakathi emva kokulalela wena mkhulu ukhule njalo
Wayibeka khehla😇
UChaza mina qobo khehla .Ngisemncane ngumuntu wesifazane ngilima amasimu ngiqashabantu,nginemfuyo,ngisizabantu ngize ngibolekise nangemali.Ngibalapha ngokomphefumulo.Manje nginyanga ngilapha abantu badinde ngamanzi noma ngomuthi .
Amen bomkhulu sesikhona
Uqinisile khehla kumina bafike beyinhlwathi,beyinkanyamba beyumfana fish.Angikaze ngibahlambulule ima ngizobahlambulula.Baze baziveze beyilamawele axhumene.
Thokoza mkhulu bengicela ukubuza ukuthi uyihlambulula kanjani imimoya
@@GrandCentralPlace ngena Ku tiktok ufune uSchomane mese uyangi inbox.Ngeke ngikuphendule public
Enkosi kakhulu mkhulu kuyavakala..
sengiqala ngoku like before ngibuke ivideo ngoba ngyazi ngizothola izimfundiso nokusivula umqondo ngokomoya syabonga mkhulu mina sengfunde okuningi ngokulandela iso lomoya yonke imbuzo nezinto ezenzeka kumina ngyazithola izimpendulo ngizuze okuningi ngyabonga angiphezi Mkhulu
Emakhosini mkhulu ubuya nini to Durban mkhulu